SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngazithola sengilala noMama uMfundisi
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 7 ก.ย. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession
Asikho isidingo sokuya kwaMfundisi niyobhidliza umuzi wendoda.Iyekeni kanjalo lendaba usexolisile kunoma raizor sekwanele lokho.Yakhani musani ukubhidliza imizi.
Kobhidlika umuz nebandla kubuye kumemetheke indawo yonke ukuthi umfundis udlelwa umfaz
Jaah Khona bekungasamele ziyojika kuBABA umfundisi nakuMAMA umfundisi sebuyochitheka bugayiwe🤞🤞.. Kodwa nomfwethu naye bekumele athule nje nale mfihlo lok'kwangempela even nakumkhakhe ngoba akekho ohlukumezekayo kubona boy'4 okunga ngokuthi kumele kukhulunywe iqiniso.
Futhi kungenzeka ukuthi umfundisi owabiyela isibaya sake hhayi intombi kamfana, ubenezonsolo kodwa angamsoli umfana ngoba this yingane.
Isilima somfana sithanda kubukwa ko tv
Umfana isifuba sakahlelwa hihachi
LeNgqwelee ksamele ibuyiselwe ebhodwenii ivuthwe izishee nesobhoo😭imfihlo enjenaa ayikhulunywaaa ufaa uzee uyongena nayo eCebolethuu....uqaphele ndoda kungafi muntu klemfihlo osuyidalulileee
Pls play him "Ungayithi Vuu by DJ Stax"
Exactly what I'm saying... Untekenteke lomfana usadinga ukuqiniswa ukhakhayi, bekungamele ayikhulume le 🙅🏿♂️
MINA ANGISIBONI ISIDIINGO SE PART2 NIYOCHATHA UMNDENI NJE SENIYEKILE NINO MAMA UMFUNDISI XOLISA KUJEHOVA WAKHO AKUFANGA MUNTU QINA BHUTI UZOTHININJE LOBABA BATHI CELA UZOPHIWA UMUPHILE UMAMFUNDISI KUNDLULILE
Ai ikuhlaza le ngqwele abangakubo abaybuyisele ebhodweni. Indaba enje uynekela izwe
Kube yadla yasula umlomo nje kwaphela
To the PRESENTER 🏆🥂🍾🎉❤
You so mature Dadewethu✊✊
Presenter, oh girl, your legz..... Fire fire.
I hv just finished her on the screen ❤❤❤
Don't kill me with laughter pls. It's like U hv read my mind. Cheers bro.
I love them too❤ , and she always shakes them legs 🦵 😂😂😂😂
@@palesamhlambi8478 U can say that again dear.
I thought I'm the only one onalenkinga
My brother in life some secret must stay secret because you might put yourself in big trouble by revealing your secret
Phela ngeke kulunge so
A secret should remain a secret it is NOT supposed to be for public consumption 😕
True
q1qq1¹¹1¹q@@sibusisosimonmbuyane
Uyaphapha kodwa umjita azikhale 😂🔥😂🔥😂🔥😂🔥🙌🏾
The guy is sick in the mind, u can't confess such an embarrassing
The confession was unnecessary
This is an element of cowardness, real man don't do this 😮
uyaphapha lo uyobhidliza umuzi wenye indoda ngobuthuphethu bakhe
Ezinye imfihlo azikhulunywa yifa layo
Ezinye zezimfihlo ziveze kodwa not public
@@SiphoMosea-df5hz yeah uqinisile
Abasena pin code laba
Mnx ukuphapha nje lokhu ngabe ufa nayo lento nokufuna inhlamvu la ingakhona
@@nobuhlegule2751 kkkk thina silama secrets esingeke sawatshela muntu emhlabeni sizowatshela uNkulunkulu kuphela
Uloyiwe lomfana
Aibo thula.mfana uyeke nkohlakalo le
Yhoo KZN zininzi imfihlo
Please don't judge because it this show came South Africa all the country you will very surprised so please don't say that
Nase eastern cape ,ungakhohlwa umamboyi
@@lungazuma7529Msholozi ungikhumbuza mzukwana🤣🤣😁😁webhokwe
Eish
KZN is a county in a country 😂
Other secret must be kept secret, this guy was not suppose to tell his girlfriend ( not married)
Isdididi
Isnakanaka semfene lesi 😢
Angikaze ngisibone isidididi esinje😂 ngisho i presenta iyasibuka nje imangele😂😂😂
😂😂😂😂
Kodwa Nani mapresenter aniboke nikhuze nimjikise umuntu oyisithuphethu njengalomjita isiphi nje isidingo sokukhipha lemfihlo kulesisthutha coz akunangane ekhona nokuba khona
Hayi nyani kodwa.
Izobhidliza imizi lento
🤣😂🤣iSlima lesi uth uFuna ukuBhodla,ngath ubeFuna kuKhishwe amaRazzr kphela loMjita🤞
Bekunesidingo yini?
Asikho nje ukuphapha
Idliso ligijima emthanjen kuboy
Thought so too
Lo wadla ngempela
LOL
And bamsebenzile, uzwa ngisho ekhuluma angathi ukhuluma noMah wakhe 🙄
Ayikho indoda enjena guys😂😂😂😂😂😂😂
Uzigwaze ngo wakho umkhonto Boy qubeka ke utshele nomfundisi ukuthi ubhebhe umfazi wakhe 🤣🤣🤣
Hawu igama elibi kangaka.
Akeniyekeni ukukhipha izimfihlo ezingenasdingo ayii suuka
I agree with you. Asifeni nazo lezimfihlo ngeke!!!
BEZWA LUTHIWA SIKHIPHA IZIMFIHLO SEBAKHULUMA YONKE INTO EZINYE ZIZOBANGELA UKUTHI KUFE UMUNTU WENA IYAKHULUMA EZINYE MELE UFENAYO NOMAMA WENGANE USEZOKITHUKA NGAYO LENTO ETHI ULALA NOGOGO
Uqiniso lelo angisiboni isdingo salodoti mina
And asinasidingo ,weak kakhulu lomfana aaiii sukaa
@@sannamasemula6710 that’s true somethings need to remain buried especially if into idlulile haiibo manje umfundisi (his dad) will be heartbroken about something that is in the past 🤨😟
Ezinye imfihlo nje, it's better zihlale nje zinga phumanga
Isithutha lomjita kungekho ngisho ingane ekhona phakathi kwakhe nomama mfundisi
Yazi uqinisile kanti igama elithi "imfihlo" kanti lisho ukuthini 😮
Da no need 2 confess dis..... Ufuna ukuqxabanisa mfundisi no ma'am fundisi..... Uhlulwa likhekhe mfana wam
Wena kahle kahle uyaxhabanisa 😢😢😢
Waze wawchitha umuzi wabantu. Ubuphapha wenzani mfana ay suka ubungathuli ngani
😢I so wish angamhlalisa ku wheelchair after lentomb yakh imshiye ezoqaqeka ekhanda
Maybe iphez'kwe plan lejita ifuna umfundisi ohlukane nomamfundisi kungene yona.
Ayi mina uyangichaza uGalvrend imbuzo yakhe ayi ingenzela whuuureh🎉😂
Kahle kahle there is a lot happening in this planet
Heyi!!!! UThixo ubona kakubi pha phezulu. Uyanyamezela futhi unesibindi naye.
Kunengi😮
😂😂😂😂futh e church
Lalela!😂😂😂😂
Kuye kuwubala nje masizivuma😢
This kind of girls sound so innocent and they are the most dangerous ones Buti you saw your mistake and that also helped you see the girls true colors no need to confess we can see you respect umfundisi and umoshile ngoku confesa buti bcos any little mistake you do she will want to tell umfundisi.Kahle kahle wena you are not wrong la you were just at de right place at de wrong time. And I bet you one day umama lo will come to this show to confess herself.
I don't understand why that guy juss kept that secret look now ai, the pastors marriage will be destroyed n his girlfriend might not forgive him
Awww Jesu amantombazane bakithi angcolile shem
Yekani ukukhipha izimfihlo ezincolile.Ubaba Mfundisi angatshelwa nje!
Lendoda kutheni ngakwazi ukugcina imfihlo ngoba lokhu kokwayo
😁Ushawa unembeza
@@melusikhumalo36 caba ngokwayo izibona ibone isilwane kanti phela kulamhlaba alisebenzi ilizwi kusebenza igeja lamadoda😂😂😂🤣🤣🤣
Yaz ulibele lomjita, playing too honest. This thing siyomosha his relationship uyohlezi enziswa kuthiwa otherwise ngomtshela umfundisi AND the marriage kamfundisi PLUS his relationship nomfundisi
Mxm lomfana lo
Cabanganje edle inkomo enogcobo ngabe uthula uduu
Angiboni nokuthi ngingakwazi ukukhipha imfihlo ngihlezi no mamellow❤
Ziyahephena kulomhlaba yingakho kunesisho esithi ungabothi umuntu uyamazi wothi wake wambona 🤞
Amathanga akho ntokazi ⭐😊
Ivuthiwe lenqwele kodwake uyahlonishwa umfazi womuntu mm abafazi abalunganga
asikho emathangeni ka cc presenter sikulendaba yalo mbhemu ogangile.
Ngiyalesaba idliso uyikhulumelani nje lento lomfana?
Isilima somfana lesi idliso impela
Ave azithoba ubhuti, unehliziyo enothando ❤ ngesaba ukuthi this experience will change him😢. I hope ubaba umfundisi will take this in a way that will not hurt all of them which is unlikely 😢
Mawengane 💯💯💯🤣
Her questions today is👌
Lo Bhuti,lonfazi akana ndaba nawe maaan.ingathi udlisiwe nje.ans uzokushiya futhi ngoba uyazi uyenzeni kuwe.ningamoshi umuzo wonfundiso.uhlala uqolisaaaa nje ngendoda edlisiwe.😢
Wadliswa kdala lo
Wakhuluma njengesidwedwe ndoda, vuka mani, khuluma njengendoda... yessess😬
Akusiso ngisho isdwedwe isihlama
😂😂😂
Amasimba lento le mnxaa
😂😂
Angithi he decided ukukhipha imfihlo then he must come clean both sides and start as new chapter.
Wow! You are so brave my dear. I like your forgiving ❤️
Lendoda isithuphethu sesiphukuphuku, senja!!!
😂😂😂
Hei isthuphethu sokgcina lesi
Lo bhut akenze umsebenzi wakhe bes evala umlomo hwww
Kodwa ubhayiziswa yini lomjita ngoba baya enyangeni nomama umfundisi kwedlula useyikhiphelani imfihlo into yokuntshontshwa ave imnandi
This is dangerous for them all
Niinezimfihlo emuhlabeni ulala kanjani nomukamufundisi
Ewu!nenyama nayo,hheyi ibhokile Bo😢
Impene ayinamkamfundis
Hawu bayamudla umamfundisi kalula nje futhi likhale isende ulizwe lithi phaqaphaqa kuze kungathi kukhala umsila wenqama🤣🤣🤣 Izinsuku esiphila kuzo zinzima kakhulu
@@GasoGa 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Nawe sesi waka Zondi uyisiphalaphala sangempela❤❤❤
Ezinye zazo imfihlo ngyohamba nazo ethuneni ngekhe ngazithi vhuuu😂😂
Mina nawe😂
😂😂 Nami
ithini lonto😂
Uyixoxleni ngku boi
Lentombi yalomfana ayizisoli ukuthi nayo yiyo elande umuthi. Makube yisifundo kithi sonke sizameni ugugwema izinto ezingamanyala namahlazo.
Ningadlali ngalo sisi bafethu... akukho mfana odlisiwe la isilima nje lobhuti
Kokqala nje this guy bekungamele ayithi vuuuh lendaba.
Isilima lesi
Such a beautiful host Mellow yellow ❤😊🎉
Can you please make this show all over South Africa because people they bacabanga ukuthi ithia esibolile e KZN vengazi ukuthi bona babole kanjani.
Andifuni nonyathela eKZN buninzi ububi abantu bakhona ngathi bacamanga ngeyeza qha
Ngempela a lot is happening even in our homes that we don't know🙆🙆
This guy ke bhari yooh
Eish jooooooo
🤣🤣 I like how Mamellow handled him.
Ubengeke azegunyuke kuBaba mfudisi
And intwelungile kuth athole noxholo ku paster. Can’t wait season 2
Hayi, really there’s a lot happening in KZN
Yena lomfana wayi alandela uMama ekamelweni,akam force nga nje
Akasekho olungile ngisho nomama umfundis
abantu besfazane babuthaka esonta noma engasonti
😂😂😂 besilalana sibengcunu
😂😂😂😂
😂😂😂
Insambatheka lol😂😂
😂
Woza PART 2💃🏾💃🏾💃🏾💃🏾💃🏾🎉
Waiting💃🏾💃🏾💃🏾💃🏾 😂
Won't be part2 its only death and funeral 😂😂😂😂😂
😅😅😅😅@@kuselunga1984
@@kuselunga1984uqinisile yazi angiboni kulunga la
Shuthi ubudayisa😂😂😂😂
Mina ngizibukela ubuhle bakho
Hlulwe yikhekhe mfana🤣🤣🤣😂.Kanti lezi nsizwa ezijolayo zenze njani mazidle amakhekhe zibuye zifune ukukhuluma🤣🤣
Uma kuthiwa umuntu wesimame akakhuli nenqondo yakhe incaaaaane kuyaye ngathi Yi GBV. MADODA BIYANI IZIBAYA ZOYIHLO
Someone looking for trouble and got it😅😅😅🤟
Ezinye izinto nje mawindoda engath ungafanazo
Angisazi lesyingayinga sendida mina esizoxabanisa sichithe umuzi size sizbulalise kwasona
Sekufuna manje agade mfundisi angambulali agade mamumfundisi angambulali
Kant phethe nhloboni yekhekhe losisi sungaze ufake mpilo yakho engcupheni engaka
Aaaiiiii😂😂😂😂weBafo ngyamqala mfana osangene kanjena Mina
Dankie cc good question Yini ehlula ukt nigcine imfihlo Nize nife nayo ayii ninesdina ayii suuka
Can't wait ukubona 2nd part ihlàzo nobuthaka wahlebela uReb kubazalwane
This Mamelo lady is super cool
I wish you can not confront mama and mfundisi or tell mfundisi zokufa mntu qha trust me.............. Producers please don't do its a bad decision
I wish I can subscribe every time I watched your videos ❤
Nizombulala ubabu mfundisi nge ntliziyo
Ngempela 😂😂
Mina ngeke ngixolise ngizwe ngincenge umuntu naye ogijuma izinyanga behind my back
Bese ezozenza msulwa
Hayi udlisiwe ubaba. Ayivezwa nje into enjena!
Kungani nifuna kuqhubeke ukukhohlakala thina ndlu emnyama kanti sinjani soba nezizimfihlo kuze kube nini why sigijimisa amadliso phambili de guy is tired how animublame ngani mamMfundisi
Amathanga kaPresenter 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥wazewamuhle
Eish ngibuka wona nami cha avusa imizwa endodeni stru 😂
Kodwa nkosiyami ngalawomathanga ka sister ave engithathile ❤❤❤❤
😂aysuka uyahala
Kodwa Dlams, awuziphathe kahle 😂😂😂😂😂
Bazothi akafihle labomonase Kanti sisaphakela amehlo ukudlakwawo😢
Why bangagqoki kufana kodwa ama Presenter..... Banye abavezi mathanga,bagqoka kahle. Buks manje madoda bafuna la mathanga.
Blaglife ... Please Correct the Dress code ... Just formal Casual.. it doesn't have to be strictly formal 🙂. But akavale mathanga losisi ngoba ukhulile akasintwana & la u ukwa yizwe lonke.. it's just a suggestion...
My favorite presenter ❤
KUZOFA UMUNTU YABONANJE UKUBE UVELE WATHULA UZOTHINI UMFUNDISI NOMUZI UZOPHELA BEWUKHULUMELANI KODWA NAWE BHUTI
Yeah mamello we need part 2
Sekuyoba ukufa kwakho lokhu Nkosana, loMama womtwana akasezuwudedela umuthi ngoba noma sewazile ukuthi uwumthakathi uzibuyele wena wazocela intethelelo...
No maraizer won't give umuthi
Niyokwenzani kamfundisi mayefika embulala lomfana nizothin😮😮
MaZondi ngyezwa abantu Nezinkinga zabo aikodwa Mina ngizwa wena nje ❤❤❤❤
Lomjita mara udlisiwe lodemede.... how can you let this one out vele😮
Cool representer and so beautiful I like u❤
Hhayi sisi asikho isdingo sokuya kwamfundisi ubungane lobu obushoyo, kodwa uphill uStufuza hhayi your advice
Isthithithi lesi manje uyezwa nje ukuthi uSisi u-strong akayi nje ngekule yakhe yokuthi naye khona akakwenza ecupha isdididi sakhe
No no no it must end here, niyaphi manje Mamfundisi please don’t 🙏🏽
It's not right🙆♀️
Safanele svule iskole samadoda @Osizweni nn 😂😂😂😂
Kunespoko esikpokelayo yin nhempela,uykhuluma kanjan int enjena?Ububuzwe uban ngempela sthuphethu?Usmoshela sonke man ngeke sisatshontshelwa man🙌
Ummm mellow ❤❤❤❤
Good question Mamello 🙌🏽
We sisi asikho isidingo sokuya ka mfundisi seniyamosha manje, niyazizwa kuthi seniyabheda manje
😂😂 imfihlo siyamxaka uye osuke wangasamnaka umuntu wakhe
Kodwake ngthanda le yokuthi amadoda amaningi athi kmele aygcine lemfihlo, shuthi nawo awanankinga nokfetshelwa but bafihle abesifazane 💃🏼💃🏼
Good girl,lesididi sendoda sikutshele lani, tshela ubaba umfundisi
Uyahlanya wena Mfana ayikho into oyizele lana ku blaqlife TV , uyagula nje Boy 🤞🏼
Ezinye iimfihlo zifundiseni ukufa nazo, aniva. Nifuna ukuyodiliza umzi kamfundisi ngoku??? Yipresenter enjanina le. Uzakujongwa njani libandla ubaba umfundisi. Hay ndiyabonga nge KZN.
Yes girl
some mfihloz kmele sife nazo. nami ngineyami imfihlo we stufuza. amathanga amahle amahle kanjani
Haibo angathethi nendoda yakhe imenzele icebo lokubanaye ,yeah nawe ubusowukholiwe braa uze usumcela nawe ngku . Ndayisaba into ephethwe ngamadoda xeim tjuu heee .Ooh usuzoyikhipha nje ngama razer ukuba bekungekho ubungekhe uze phambili 😂😂😅😅eshee
Kuningi okwenzeka lapha emnyango madoda ,yazi ngibona izofa fiiiii imishado ingasabi khona hai ngeke.
Webhuti ngaze ngakuthanda kwamina❤ivoice yakho ina that thing😮😮
Mammello ❤❤ey Yaz
She's ryt lomjita must also apologise kuMfundisi
Mom mfundisi ngusathane yena🤞🤞🤞🤞
Can't wait for part two
I wish uPart 2 angabikho kuzofa abantu la akuyona iSoapie le
Ufuna ukuba ufakazi emngcwabeni 🤣🤣
Isidingo besingekho sokumazisa undofanaye lo mfethu umtshelelani vele😮
Nsizwa kunezinto okumele ufe nazo...yabona manje umunt wakho ufuna ukuyotshela umfundisi...senizoqatheka ke manje
ubofunda ukudla uthule ndoda...plus abant besmame ngeke ubathembe...one day nizoxabana nosisi..avele eyotshela ubaba umfundisi