10 years cc I think wawuseyi vargin kanti abakuyisanga yini ku doctor aku checker. Kwakumele amubophele I GBV if wayemhlukumeza not into angayenzanga😮😮
Yoooo kwaze kwanzima yoooo. Ngaze ngamvela lo baba @ Lungstar sizameni bo nkosiyami nge sicephu lesiyi follow up kulama stories so that we know kutsi kazi kugcenelephi. Its a wish nje!! Awu ngaze ngatitsandza tindzaba ngimcane boo.
Umama yena waye ngambophi ngani yen ngokt uyamshaya fut ukhuluma vele usezophuma kumele lo baba abuthole ubulungiswa ngesinxhephezelo sahulumeni babudedengu umbopha kanjani umuntu ubufakazi bungekho
Blaqlife team ibani careful nge editing usisi usho igama nesibongo sakhe you didn’t cut that part, another thing isihloko senu asihambelani with the topic umama ubebuka ubaba enginehlwengula, akeniyibheke leyo please. Ngiyanithanda lapho your content is👌
We request part two of this, please. I think it'll give us closure as viewers to hear that the old man is out
Abantu abasemajele iningi abanacala strue
Siyanithanda black life nomsebenziwenu🙏🙏😘😘😘🥰👍👍👍👍👍
Wawusemncane kakhulu,😢u are also a victim may God heal it father
I'm happy to see naturally you lungstar 👌👌👌
Uthule kwaze kwaphela u 10 years😢😢😢ungusatane kwawena uyafana Noma wenu
Kanti amaphoyisa kakhulu inkantolo ayenzi ucwaningo, ivele ilalele okushiwoyo. Ai sisazoboshwa makunjalo. Yoh!!
Lokho kuyafindisa kut mangabe ungumunt weslisa ungabo garanta ngokut wena ngeke uye ejele , as long kunabant besfazane.
Kuyavela ukuba umthetho wezwe lethu uyaxega ey.
Hai kukhona okushaya amanzi la, ngaphambi kokuthi kuboshwe umuntu for irape, umuntu uyiswa kwadokotela, bahlole ukuthi ngempela udlwenguliwe, kuningi angasitsheli khona losisi, ungathola ukuthi bamhlola bathola ukuthi akaseyona intombi, kade elala nomunye
Noma ungathola ukuthi umama wakhe okhohlakele, wafuna indoda yalala nalengane, wasethi ayothi ubaba angenza ubulungiswa, avele akholwa ingane ngaphandle kobufakazi, avalela ubaba
Ayihlangani le daba kasisi uboshwa kanjani ubaba agwetshwe ngaphandle kwamaresults from Doctor afakazela irape 😮
Mina angizikholwa nje leziziqephu zalosisis Lungster wenu.Amanga lawa,labantu bathengiwe
Ayixoxwa kakhulu eye rape sisi uyaboshwa nje noma kungenafakazi ngisebenza khona ejele
5 minutes into the show I'm wondering the same thing 😢
True🤞
Baningi bayaboshwa cc akulindwa maresult
10 years cc I think wawuseyi vargin kanti abakuyisanga yini ku doctor aku checker. Kwakumele amubophele I GBV if wayemhlukumeza not into angayenzanga😮😮
Yazi 😮 the state failed the dad
Loyo baba uyi millionaire bephuma lapho🤞🏻🤞🏻
@@micht5358 big time
My question also,cz umuntu mayedlwenguliwe uya checkwer khona okungahambi kahle la,yikho ngithi sicela part2 ngoba siyashoda le story
@@HlengiweMakhathini-x4wumunt ovule icala okungumzali mayethe akafune dokotela uyenzile leyonto ilungelo lakhe eSouth Africa nxa
Yhoooo yaze yanzima ke leyi
Uma ethi ubaba akamu dlwengulanga,waboshwa kanjani ngaphandla kobufakazi,Lungsta I think umthetho nawo usenkingen,sicela u part 2,cz sifuna ukuzwa ukuthi uzogcina ephumile yini
Happy new year sthandwa sami
@@SimonMdakaneeSouth Africa makuthiwa urapile aykhulunywa nje eyodokotela uyaboshwa nje kuphela
Truly man are in trouble e S A. Masashi kunje mthetho uvele uvume ngoba ijele ligcwele amadoda angena cala. It's really wrong
@@SaneleShongwe-w4d😢😢
Okumangazayo ukuthi aba rapile mnababulele abagwetshwa ngokushesha abanye bagcine begagwetshwanga kodwa kunobufakazi
Eyi baningi abantu ababoshelwe amanga emajele kodwa inkosi ikhona iyona eyophendula
Baningi ngempela kwaze kwabuhlungu
Oh jesu kwaze kwabuhlungu ngempela lengane nonina akukho kuthethelelwa uma ubaba ephuma ejele, ibuhlungu lendaba😢
Naye wayewrong ngokuhlukumeza unina
ITopic yenu ayihambisani nendabandaba
Ayihambisani ngampela futhi
Eish yabuhlungu into kababa, hau lentombazane ithi kwakubuhlungu umama wayo ekhala koda ubaba usejele usehlale 10 yrs wonke and ukhala evryday lowo muntu 😢😢😢 eish inzima lento cz kuyacaca wonke umfana usencupheni yokuboshelwa into engekho
Kwaze kwabuhlungu banengi bevalelwe ngamanga😢
Yoh sihlala sithukile ngabantwana bethu.
Yhooo kwaze kwabuhlungu cc lungi nobhuti wam waboshelwa irape angayenzanga manje una 4 years ejele😢😢
Compliments of the New year 🎊🎊 this is a complex matter, I reserve my comment on this one 💔😔
Oh Nkosi kwaze kwababuhlungu okuvelele lobaba..
Mxosheni Lo edithayo
Syabonga sesi ukuthi kufike ukuysola enhlizweni yakho ,mela iqiniso yilo elikhulula umuntu 😊
Kodwa ukhuluma late kanje umuntu ebhadla mahala ejele
Kaphume ejele baba siku2025 kaze ezoqala umyaka❤
Wamuhle Mphathi wohlelo❤❤❤the Glow maaaan
Kwaze kwanzima ezweni!!! Waze wayifakela umfazi ingane isiqalekiso!!!!
Yhooooooh hayi kunzima
Zaqala izinkinga madoda jesu
Lungstar my favorite presenter❤
watching from Limpopo Polokwane
Yoooo kwaze kwanzima yoooo. Ngaze ngamvela lo baba @ Lungstar sizameni bo nkosiyami nge sicephu lesiyi follow up kulama stories so that we know kutsi kazi kugcenelephi. Its a wish nje!! Awu ngaze ngatitsandza tindzaba ngimcane boo.
Lento ingihlukumeza ngingahlangene phela lobaba ubulawe ephila 10years
Thole nokut wayesebenza, noma engaphuma uyosebenzaph?
Ndawo
Ibuhlungu ngempela lendaba
Prison without evidence 😮😮😮
Kidwa lungser mama cela kuba yi ben tan nkosazana ngyazifela ngawe mama
😅😂😂😅
Nami bengingadinwa ngiyilobhuti n kuloludaba umama kunabantu abakhokhela ukuze kungalandelwa iprocess,waze wagwilika ubaba sengathi angothola ummeli ozolulandelela lelicala
Zonihlalela kahle sengiphekile ngoba ay azosha mangaphika nan😂
Hayke kwam kushe ubhontshisi😢 ngi busy ngalomkhuba wa blaqlife
Lengane ikhuluma amanga kungani elide umama ashone. Besethi kwatsho umama
Manje caption yenu kwa blaqlife 🙌🏾ihaba 😭😹
Misleading us indeed, sizathini ngoba siyazithanda izindaba 😭
@ ungasho uphinde sithanda indaba manje badlala ngathi 😭😭
Wawusemncane cc umama onecala lapha inkosi ikuthethelele
Ebe emshayelani unkosikazi, u right ehlala ejele
Inking makuw'kuth wayemshaya kwak'mele aboshelwe lokho , hhay isgwebo esingamfanele
One day ingane yakho izoboshelwa into engekho
Qhubeka nje ukhulume udoti
Thethelela Nkosi 🙏
Wamuhle sis lungsta
No comment.
LUNGSTA WETHU❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Happy new year my Lungstar ❤
Happy happy sesi,your Afro suit you,you remind me of myself in Afro😊😅
Part2 plz😢😢😢
Watching from jhb❤❤
Yoooooh kunzima emhlabeni
Indaba ayihambisani kodwa nesihloko
Zi benefits zokuhlukumeza omama nengane Gud girl Cc ❣️
Kanti odokotela bathinibona🤔
ESouth Africa kunamalungelo, kuyilungelo likamzali kamgilwa mbumbulu kut bayamfuna yin udokotela beyom checker, umvuli cala mayethe akafune dokotela akamfuni uma ngokut umsolwa uyenzile leyonto
Hay guys ucc uyaybeka indaba kunzima guys ukuhlukunyezwa komzali ngesbhaxu nowam umama wayehlukumezeka ebethwa nditsho semdala nathi sibadala &nalo cc wayemncane inkulu lendaba kunaye 9/10yrs still younger for this kubuhlungu kona yoh
Wuuu kunzima lo Mama hayi cha kwa khala nyonini KZN
Umuhle as always Lunsta❤
It is for the first time commenting... I say lo sisi makaboshe 👐
Isihloko salendaba asihambisani nendaba ekhulunywayo.
Happy new year cc ❤
What about ukuhlolwa u dokotela to confirm ukuthi wanyukubezwa
Umama yena waye ngambophi ngani yen ngokt uyamshaya fut ukhuluma vele usezophuma kumele lo baba abuthole ubulungiswa ngesinxhephezelo sahulumeni babudedengu umbopha kanjani umuntu ubufakazi bungekho
Happy new year Lungster 🎉we love you cc❤❤
Mina ngangibhantinta nomfwehhu owayedonsa ngento efanayo wakwa K Emlazi sewaphuma kodqa
Aiy sisenkingeni thina bafana aiy ngeke shuth sizoboshelwa into engekho kanty abasam check muntu sekuvelwe kuyiwe nje ejele wee sizophela amantombazane
The interviewer should not guilt trip the lady because she did say she was 9/10 old at the time. She lied under duress.
Nkosi salu Subuya konakele🙆
Love your new look.happy new year to you too .
Ay kunzima 10 years wonke ngamanga ay alikho iqiniso emhlabeni 🤞
Sicela I blaq life ize ngapha e Jozi pls siyacela
Asikho isdingo sokumfihla ngoba usezishilo igama nesbongo nendawo aqhamuka kuyona
Ngeke niwayeke amanga ngoba aniboshwa
Umuhle Lungstee❤❤❤🎉🎉🎉happy new year 🎉
Blaqlife team ibani careful nge editing usisi usho igama nesibongo sakhe you didn’t cut that part, another thing isihloko senu asihambelani with the topic umama ubebuka ubaba enginehlwengula, akeniyibheke leyo please. Ngiyanithanda lapho your content is👌
Limene mene kwaeli lomntana hayii
Part 2 please
The voice of the lady sounds familiar she was here on blaqlife with different story not so long
Wabanesibindi ntombazana ubaba wakho ahlale iminya engaka
I love Lunster
Lendaba angiqali ukuyizwa khona omunye waka Dengezi umawengane owamenza nje wamgqambela amanga indaba yokuthi ucwaningo alunziwanga vele eSouth Africa kunjena umthetho awuwenzi umsebenzi wayo ikho kunjena baningi abantu ababoshelwe amacala abangawenzanga 😢
Ngaze ngabuhlungu ngoba ngelinye Ilanga iyokwenzeka nakimi😢
Uhlukumeza unkosikazi wakho nawe yini 🤔
🫣
Ushongoba ubaba esezophuma ejele
Ibonisa urhulumente ongena stand tuuu through irape makajongisise ikantolo yingxaki le
Ave ngimthanda uLungsta bakithi siyangichaza lesdudla sihlakaniphile asibuzi inoma yini ngicela unginala Lungsta bandla
Unginake
sicela part2
You look beautiful cc happy 2025
Amapolisa kanti ambamba njani umntu engakhange enziwe ama tests wokuthi nyan urapiwe
Nibhora ngoba nisishiya nenkinga silokhu sibabaza. Part 2 anisibuyeli naye 😢
Hey ibuhlungu lena into bawo ubhadla ejele umntu for into engekhoyo bawo
Icourt yabuthola ubufakazi like DNA kaBaba. This shows ukuthi our system iyabheda.
Part 2 bakwethu.Kwenziwa yini ukuzonda umuntu uze umqambele amanga angaka😢
Nkulunkulu onomusa bangaki abantu ababoshelwa icala elingekho. Engathi kungaqinisekiswa b4 umuntu aboshwe.
Kuyathusa kakhulu
N kunzima ngoba mele kuboshwe nodokotela owenza ifile elingekho yooo bangena bantu enkingeni
Waiting
Great episode. Can't they edit out the repetition of the intro ?
The editing in this video😂😂😂😂😂😂
Happy new year cc
Amatest ayengenziwa yn....wavele waboshwa nje ubaba ubufakazi bungekho. Ai angiyiqondi le
Kani akahlolwa yini umuntu ukuthi udlwengulwe ngempela yini
Isbindi Sakho ntombazane 😢
10 Year yooooo
Ukhohlakele ufana nonyoko cc ungahlala ten years wonke phoh ayii mina angeke ngikuxolele ngiwubaba wakho
Kodwa as blaqlife tv niyabavikela laba abantu Kodwa
Haebo Jehova thethelela
Happy new year bitso wam 🎉❤
Kwenzeka kanjani ukuthi umntwana angahlolwa udokotela sithole sangasese ukuqinisekisa ukuthi ubedlwengulwa.
Tjooo