@@GuluvaMgabadeli I once had a girl who was once raped by her father b4 I met her. The trauma was so much. Had to find out in a most emotionally pain full way. Rape is sooo bad
Am speechless - lendoda bekungafanele iboshwe nokuboshwa. Bekufanele inqunywe umphambili. Isihluku esiingaka enganeni. Omama nabo basadinga ukufundiswa - on how to receive these kind of news. Abazali kufanele babone lapho ingane idinga iSupport, not iLecture. This type of behavioiur by parents is another reason why teenagers end up committing suicides. Sibonga ukuthi bagcine betholene umama nendodakazi, nokuthi aqonde nje ukuthi akulona iphutha lengane lokhu okwenzekile! Kodwa aziphephile izingane laph' emnyango.
Ngisukuma nokubonga!! Lungster well done!! 🎉 We are all humans & will never know how we will react when we face the situation.So well handled & we all know who is the victim here .
@@sizwestevensibeko8081 the problem wth abantu bomthetho abayithathi srs indaba yokuhlukunyezwa kwabantu beslisa yingakho bengakwaz nokuyo reporter whatever ama abuse abahlangabezana,, nawo abanye bacommit suicide ngaba bazbona bengasizakali bebone nokufa kungcono,i hav a brother who was being threatened about girlfriend after break up usisi ebulala kwamafastela emqhashwen angenele ubhudi wam endlin afune ukumgwaza,,when we stepped in saya ePolice station siyocela iprotection order salubika udaba lwethu basihleka bathi 1,2,3 lihlulwa ngumuntu oyedwa but ungabheka if sazibambela thina yena locc ngezethu izandla sasiyoboshwa ayikho fair nje eyenziwa ngabantu bomthetho,noma engaboshwa naye lobaba for ukunyukubeza lengane wthin a year uyobatanasa langaphandle thats the sad part😥
She was shocked,she is a good mother,we respond ngezindlela ezahlukene,but ekugcineni uyabona ukuthi she trusted I stepfather kodwa yena umama oyithandayo indodakazi yakhe
What kind of a mother is she. She blames her daughter 😅😅😅😅 what a hellis that..bomme ba jwang instead of supporting his child really..I test my case..a mother choose the man than her child 💔💔💔💔I'm so heartbroken wow
Uyabona nje I ndaba ye step father umuntu no muntu akazikhulisele ingane yakhe bonani nje àbantu abathi bayasithanda babebanukubeza izingane zekhu indinga ukubulawa nje lendoda yaze yahlukumezekq ingane ezothile 😭😭😭😭god may please bless this child adlule ebunzimeni abhekane babo😢
Sorry babygal 💛💛💛Lungstar thank you for handling this painful situation so well💛💛💛. Mama please be gentle with your daughter. Your words are hurtful and damaging to a child who is already traumatized by a man just because he is a provider.Abantu besilisa bayasihlukumeza out there ngoba bazi ukuthi sithembele kubo,even emasontweni. Ulaka lwakho Mama uliqondise kumuntu o wrong. I am so hurt for your daughter😢
Syacela bantu besfazana yekelani ukthemba amadoda ngabantwana benu, especially abo step father😢
Mine ngiyakuzwa inkinga ikhuluma nezingodo ezingezwa Chamberlain nengane.
Azibuyele emasisweni
Umuntu Megan aysale kubo ingane,
Bosisi yekani lento yokuphoqa ukuth umuntu akakuthande nengane yakho
Uma lingekho imuva lakho ikomalume ayiye kubabawayo ingane,
Akube I option yokugcina le ethi gana nengane yakho
Lomama uthanda ndoda more than ingane 🤮ayyy suka
@@sbusisolawrence3553iqiniso mfwethu baphoqa ukugana nengane zabo so yingakho kuvela lamahlazo inkinga ikubo omama pride nje ebhedayo
Ubunja bendoda nje ayikho enye.....kunzima ukuthi babophe ibhande licine, izip ivaleke
Baphi labo abahlala bethi uLungsta uyabheda, wow well handled nkosazana.
I love them both ❤❤ nothing is wrong with Lungstar😊
She came back on fire u lungtar
Akaze abheda Lungster
Yaz ngifikelwa zinyembez ngalomntwana shame kwaze kwanzima ngayo😢😢
Siyabonga Lungstar ukungenelela kwakho, Cishe wangicasula lomama. Futhi into embi umasihlalisane lona owenze lento.
wat a useless mother
Thank you so much Lungstar, you handled the situation amazingly well. 🙏
Haiboo lomama ungumzali onjani enganini yakhe yentombazane yooh kungamele kufe mina ngengani yam rhaaa
Badronkiwa mathando too much bashiya abantwana nezinja
Soze nganikela ngengane yami endodeni engiyifice isinamazinyo aphelele ngoba ngithi ngyayithanda never
Yhoo ingathi andifuni stepfather nje kwezam ingane ndinyanyiswa yilezinto ,indoda iphenduke inja idle nalapho kungafanele ,litaphi izwe ,bakuphi Obaba bangempela ababekhusela Omama nengane ngoku sebegila imikhuba becashe ngesiko mzi omnyama isintu niyasihlambalaza
Lengane ngendlela ephansi ngayo ibiyenziwa i Anger hayi ngoba irude,kumele iboshwe lendoda edla iskhwebu nohlanga
😅
😥😥😥Some men are purid out there
Lungster ukufanele lomsebenzi, well done. Umama ubesathukile . Naye wenze okufanele udoti awubhadle ejele. Siyalutheka siwomama.
Yhooo I cried 😢
Yhoooooo this woman 😮😮😮😮😮 isithupethu somfazi😮. Ngu mama onjani lo??????
Waze wahlonipha baby girl unkulunkulu abenawe nana❤❤❤❤ ..lenja ka step father kmele ibhadle ejele.. cyabonga Lungsta muhle umsebenzi wakho cc❤️❤️❤️❤️😘
😢 kunzima and lento eyenziwa ilobaba iwubunja and futhi akwenziwanga ukuthi istepfather lesi nobaba abazizalayo ingane bayabenza lobunja
Lokhu kuchaza ukuthi kungabe sisabika inkinga esizithola emakhaya uma abazali bengekho. akwazi lomama ukulwa kangaka. Syabonga cc Lungsta ngokungenelela kuloludaba
Ngiyakthanda lungster💃💃
Iyahlonipha lengane
Kakhul
Futhi kuzwakala okunfathi isencane kakhulu ku
Ngiyabongaa undastangi your child over criminal man
Great job Lungstar...bashesha baku judger osiyazi
I'm a man and rite now my eyes are glassy
Stop lying
@@GuluvaMgabadeli I once had a girl who was once raped by her father b4 I met her. The trauma was so much. Had to find out in a most emotionally pain full way. Rape is sooo bad
Yaze yahlonipha ingane ❤
😭😭😭 What a sad story Cc.Our young girl are going through a lot 💔💔
Am speechless - lendoda bekungafanele iboshwe nokuboshwa. Bekufanele inqunywe umphambili. Isihluku esiingaka enganeni. Omama nabo basadinga ukufundiswa - on how to receive these kind of news. Abazali kufanele babone lapho ingane idinga iSupport, not iLecture. This type of behavioiur by parents is another reason why teenagers end up committing suicides. Sibonga ukuthi bagcine betholene umama nendodakazi, nokuthi aqonde nje ukuthi akulona iphutha lengane lokhu okwenzekile! Kodwa aziphephile izingane laph' emnyango.
Lungstar you did very good job my dear because without you loMhama ebengeze ayi understand this matter ❤️
Ngisukuma nokubonga!! Lungster well done!! 🎉 We are all humans & will never know how we will react when we face the situation.So well handled & we all know who is the victim here .
"mhaa ngiyaxolisa"😭💔😭💔😭💔.
Lungsta you are a real parent🤗🙏🏽
I'm so proud of u mama wengane ,uyimbhokod authenticity ngengane yakho😢
Thañk Lungstar usebenzile
Syabonga Lungstar ngokwenza umama a understand kuth ingane idlwenguliwe manje umama ubezitshelakuth ingane ithandananomyeni wakhe Kanto cha idlwenguliwe ingane maqede yasatshiswa ngokuth ingaythi vuu lendaba ngoba izofa kanye nawe mama so ingane ibizvikela yona kanye nawe mama wayo bomama yekan kushiya izingane zenu nobaba baxo or ostepfather bazo or omalume bazo yekani libi izwe manje siphila eskhathin esib kakhulu manje
Thanks, Lungstar,u are the best ❤❤
Syabonga lungstar ngokuyivikela ingane kunina osho ukuyiqeda imgane yakhe aze ayibize ngamagama ayiziswana awuuuuu bakity khuzani ngoba mina kwamamalo udinga uswazi ezinqeni ulwisa umuntu obemgazibulala ngenxa yalomkhufefe athi indoda yakhe eyiiiiii inhlizyo iyathunukala ngoba angifunimuntu ohlukumezayo ngokwendalo. Ngingayikhipha amehlo lento neynzipho zonke ngiphinde ngiyisuse itotolozi namazambane ngifake usawoti noshibhoshi ibhoshe lekhanka rhaaaaa iqeda ukholo lento ebolile kubele kuthiwe ubaba indoda heyi umufi lento
Waze wayinja lomama udot kamama amasimba omama😢😢😢
Syabonga kakhu kublack life ngokulekelela umphakathi wakithi ❤❤❤
We are is a huge trouble ngomama abadayisa ngezingame zabo emadodeni abo. Kwakumele ayishiye ezandleni zikamaka nqobile lemgame. Naye umama wengame ngiyamgxeka ngokungavikeli ingane yakhe kangangkuthi ebengayibulala lomuntu lengane njengabanye abafana naso lesisibozi sikasathane akundoda yalutho lengcanga. Ngicela bonke abantu besimame masebethandana nomgodoyi wabo bavikele izingane zabo ngasosonke isikhathi. Akakhulumanga kahle nendodakazi yakhe lomama. Uthi ibimudelela ngoba isihumnakwabo, cha lapho ngicela axolise umama , ingane lena and abantu abafana nalesisihogo sakhe bayazibulala izingane vele ma udlwengula uyane uhumbulali. Lento lena intoyoku thathwa igcotshwe amafutha ebusweni enyama eyosowe abeseyoboshelwa phansi kwe bridge ikhanda libhekephansi alandwe ngakusasa esegcwele izintuthwane ngoba ejele uyobusa kanti kumele ajeze lomkhovu lona
Ngiyakuzwa.. isngisi oqale ngaso engingasizwa
Iyoooooh khwabuhlungu Kosi iyoo
Syabonga Lungi strar lengane ukube ayizangalapho itshele umawayo iyodwa ngiyasola ibizobulawanguye ngoba eyibiza ngozakwabo akaboni phutha elenziwe indoda yakhe u blem ingane angikho shore ukuthi e yakhe ngempela lengane😢😢😢😢
Wll never trust indoda ngendodakaz yam ngisho kungathiwa ithembakale okungakanani indoda soze😢
Sisi yazi mina ngike ngaba nenkinga yengane kasisi wami ifuna ukulala nami ngenkani since ina 14 ngaze ngangabe ngisaya kwasisi wami if engekho manje umndeni kwesinye iskhathi engekho ngiyithole lengane yenze the same thing even kumanje angiyifuni nalana ehambe khona ngapha mayibona yona ingusilungile kungeyona yodwa but ukube umuntu wesimame owenziwa lokho ngabe ngiboshiwe
@@sizwestevensibeko8081 the problem wth abantu bomthetho abayithathi srs indaba yokuhlukunyezwa kwabantu beslisa yingakho bengakwaz nokuyo reporter whatever ama abuse abahlangabezana,, nawo abanye bacommit suicide ngaba bazbona bengasizakali bebone nokufa kungcono,i hav a brother who was being threatened about girlfriend after break up usisi ebulala kwamafastela emqhashwen angenele ubhudi wam endlin afune ukumgwaza,,when we stepped in saya ePolice station siyocela iprotection order salubika udaba lwethu basihleka bathi 1,2,3 lihlulwa ngumuntu oyedwa but ungabheka if sazibambela thina yena locc ngezethu izandla sasiyoboshwa ayikho fair nje eyenziwa ngabantu bomthetho,noma engaboshwa naye lobaba for ukunyukubeza lengane wthin a year uyobatanasa langaphandle thats the sad part😥
Well done lungsta
Siyabonga lungasta uyibhokodo cc umtwana ngeke acambe manga
Kwaze kwabuhlungu girl ngyazwelana nawe .Thina esizele mantombazane kunzima bafwent n😢😢
Kwaze kwanzima Jehova, siyabonga Lungsta how you handled le case usisi omncane ubedinga umuntu ofana nawe ❤
Siyabonga Lungstar ukulekelela ingane kumzali obebhodla umlilo engafuni ukuzwa inkinga yengane
Ucabanga ukuthi lengane ibisaba ngb kuthiwe nizobulawa hay uyadika mama siees
Ayyybo lomama Jesu kodwa nje uyayzala lengane😢Min I ngan yam ingtshel kuth idlwenguliwe ngabe sengzam ndlel yokuthola sbhamu weee kuf ofay once
Syabonga Lungstar ukumenza umama a understand 👏🏽
Lomama Jesu akazwelo yooo uyakhweleza nje ukuthi indoda iyenzeni akanandaba nje
Imagine, what a mother😢
She was shocked,she is a good mother,we respond ngezindlela ezahlukene,but ekugcineni uyabona ukuthi she trusted I stepfather kodwa yena umama oyithandayo indodakazi yakhe
Syabonga Lungster indlela obuza ngayo ihlakaniphe kakhulu
What kind of a mother is she. She blames her daughter 😅😅😅😅 what a hellis that..bomme ba jwang instead of supporting his child really..I test my case..a mother choose the man than her child 💔💔💔💔I'm so heartbroken wow
😢okokugcina ingane lomama akabazi ubuhlungu obuzozwiwa ingane seyigone ubufakazi neskhumbuzo sokudlwengulwa kwakhe. Ukumgcina umntwana kuzokwenza lodlwenguliwe angasheshi ukudlula kulesimo and nezinye ingane nomakhelwane bazoloku bebuza ubani ubaba wengane abanye bazomjaja bambheke nengomntwana ongalungile 😢😢😢 i feel sorry for this girl mhlawmbe ingoba ngike ngasebenza endaweni enabantwana abadlwenguliwe. Umama nomntwana bazodinga ukwelulekwa ngokomqondo ukuze kuphinde kwakheke ukuthembana as umama nendodakazi
Wow Lungstar waze wangumzali siyabonga Sthandwa sami
Thanks Lungster xem chubeka pls
Eyi lamadoda ayizinja yhooo lafa izwe mmmmmm😮😮
Siyabonga Lungster, lo uthanda lendojeyana yakhe
Siyabonga lungsta wenza Umama wehlisa umoya leyondoda isilwane okumele sijeze
Siyabonga cc muhle umsebenzi wakho ukuvikela ingane
Syabonga Lungstar waze wenza umsebenzi Muhle ukubonisa lomama obeseduka
Mama lakela umtwana wakho please wase ukholwa indoda kakhulu siyabonga lungstar waze wayiqhuba kahle lenqola
Thank you lugsta ngokuba wumama kulengane siyanithanda kakhulu kuloluhle lwenu
Mmm Syabonga cc Lumgstar Sengathi ngelinye langa Nganeh ingasizakala ihlukumezekile😢😢
Yoo kwaze kwanzima kakhulu 😢
Indlela loMama aphendula ngayo kodwa.....I can only imagine amazwi akhe ukube ubengekho uLungstar!
Thanks cc ngokulekelela ingane yoh umama ulaka
Kwaze kwabuhlung 😢😢😢😢eish kwavuka izinhlungu
Enkosi Lungstar cc uyimbokotho ngongenelela 😢siyabonga❤❤❤
Hau lomama 😭💔😢
Well done Lungstar,bantu beesifazane hlukanani nokuthemba lezinto okuthiwa amadoda ngoba amanye wawo izibozi nje
Lungastar ,the way u handle this matter was wawuuu!!big up sisi. Well done .
Well done Lungster uncedisile kakhulu lomama ubeshisa kodwa ukwazile ukumehlisa
Kodwa nkosu Jesuuui,Naba Obaba baphenduka izilwane ebantwaneni Abancane,Asazi noma yonke lento umuntu usuke eseyenziswa ukuthi Akayizali yini leyongane njengoba esuke esebona intombi nje yena 😢
Waze wangphatha Kabi Umama yhooo
Hey wemama ingane idlwenguliwe hawu bakitha ingathi lo mama uthi lo baba udlwengulwe ngulo mtwana hawu mama saze savelelwa nguli mama mbumbulu😢😢
Dankie Lungsta waze walphatha kahle loludaba lwalengane.. iyahluleka bandla uk'khuluma
Lungi cc u a really woman nathi bantu besifazane siyanikela ngabantwana bethu wy ungashiya ingane enamabele nendoda okungayena uyise intombazane ayi cha ayikho kahle leyonto
Mmm kwaze kwanzima
Well done lungsta very proffetional waze wahlonipha umntwana yaz engath angaboshwa lobaba
Syabonga Lungsta waze wakhulama kahle kodwa kumele siyeke thina mbokodo ukwethemba amadoda kubi lapha ngaphandle
That s why kuyingozi ukuhama nendodakazi emjolweni
Thank you Lungstar for intervening
Awu mamah kodwa ingane yakho leh give her support 😢😢
Bdoyika mama lo mntana ndi cela mama umUnxerztande please❤
The mother is very irresponsible you can't speak like this after what the child have gone through
"wangidlwengula kanye ,ngase sengiziyela." Wena uma ugxeka lo mama
..le nkulumo yale ngane uthi ithini?
That’s why kids don’t talk about these things sometimes
Nxaa ngabamama abanje aba badala iingane zifihle izinto ezingafanele zizifihle xaa uyadika lo mama rhaaa. Uneskhwele sebudenge
Exacle ngeke basixelele abantwana iingxaki zabo xasinje ngeligqwirha lalomfazi mxxm
Siyabonga cc wamsiza mntwana
Syabonga mama ungamlahli mama Nkulunkulu nawe ngeke ekulahle lengane isenkingeni
Kwaze kwabuhlungu 😭 I been in the same situation in 2015
Nawe walalwa ubaba wakho?
😢😢😢
I cried...this mother mara
Uyabona nje I ndaba ye step father umuntu no muntu akazikhulisele ingane yakhe bonani nje àbantu abathi bayasithanda babebanukubeza izingane zekhu indinga ukubulawa nje lendoda yaze yahlukumezekq ingane ezothile 😭😭😭😭god may please bless this child adlule ebunzimeni abhekane babo😢
Ibhlungu yaz lento nkosi yam 😢😢 aw ingan bakithy sithi angaz noma uzosbulala yin may God protect you cthandwa sam
Iba strong cc omncane akaboshwe lobaba okhohlakele😢
Ukhohlakele loMama😢😢akayena nje umzali oqotho.ngeke akhulume kanje ingane ihlukumezekile..ungayishiya kanjani ingane yentombazane nendoda engayizali😢
😮😮😮😮weeeeeeee jesu ngendlela ngithanda ngayo ngane vele camange zami ngane ngakwenza kanjan lamasimba
Yoh jehova engabe soyifihlaphi ingane zethu.
Amabhubesi abhokile😢
Inkinga niyakwata uma nixwayiswa ngokuyogana nezingane zamantombazane enizithole before umshado😢
Sorry babygal 💛💛💛Lungstar thank you for handling this painful situation so well💛💛💛. Mama please be gentle with your daughter. Your words are hurtful and damaging to a child who is already traumatized by a man just because he is a provider.Abantu besilisa bayasihlukumeza out there ngoba bazi ukuthi sithembele kubo,even emasontweni. Ulaka lwakho Mama uliqondise kumuntu o wrong. I am so hurt for your daughter😢
Sinifisela okuhle mama lomntwana
Indlela uLungsta angiphathe ngayo lendaba👌🏽
Woow!Gud job Lungstar,well done cc ❤
Lungster you're the 🌟
Syabongaa Lungstar walwehlisa ulaka
Syabonga nakunana inhlonipho akhuluma ngayo nomama wakhe sengathi konke kungahamba kahle
Let's give Lungsta his Flowers 💐 ❤️❤️ Well done sisi
Waze wahlonipha uNanah❤❤❤❤,😢😢😢😢
Esh mams icxolele ngani yakho uzoyilshlelabani 🙏
Fisa ngathi abantu besifazane bangayek ukundakwa uthando ungcine usuthembe indoda ongayqzi ngengane yakho iyadina iyanyanyisa kakhulu abazali abananki kuthi why kanjani isibidi nje sokuthemba indoda elala nawe unengane angayozali noma eyizala .kungcono wena vakashela yona ayi uyilethe endlini
Siyabonga lungster wamehlisa umama bekunzima 😮