Ngiyathobeka 🙌🏽niyichaza kahle siyabonga kakhulu ngolwazi
✨👏👏👏🙊mmmh kwathi angilile mengizwa lolulwazi olujule kangaka, siyathakasa kakhulu mkhulu Mpunga ngolwazi osinika lona kanye nezihambeli zethu ezahlukene. Impela sikleza kogwansile!
Halala siyabonga ulwazi
Najula zingqwele zakithi,ngasithanda lesihloko...nime njalo nje nina beNkosi 🙌
Syabonga Mpunga. Udobe ufish omkhulu impela Mpunga. Makwande ngolwazi Khehla🙏
Ay syabonga Mpunga Yesintu. Ngivuleke amehlo ngempela.
Ngicela ungapheli mandla ngalama video. Amehlo avulekile😃
Syabonga mpunga yoo ulwazi olujulile thina syavelelwa embumbulu imbuzi zamakhambi .
Ziyobe zisabhule mhlahlo zibanuke🙏🏼🙌😂
Kuhlangene izilwane zikamhlola, hha ngibahlonipha laba bantu kwisintu
UNkulunkulu wathi umuntu osefile akasaphili, Genesis 3:19,umshumayeli 9:5-6,10, ubani ke owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi? Genesis 3:1-6,John 8:44, Dlakadla.
Mpunga yesintu isikhanyisele njalo ngolwaz olunjule kangaka komkhulu, sybong
ngibingelele kini zinjula buchopho, yaze yamnandi indaba,sihle kodwa isintu sethu
Ngizwile, Ngifundile ngane le. Siyabonga
Ngibingelele kwi Mpunga siyabonga mkhulu ngokuslethela osolwazi🙌siyafunda kakhulu.lensizwa yangikhumbuza umkhulu sbhozabhoza #kwaphumuphila🙏
Siyabonga Mphemba ngolwazi!
Sompisi 🙏
Salibonani makhehla ngicela ukubuza ngiyake ngizwe likhuluma ngokubonga abadala bgibonga kanjani abadala ngicela lisichazele lapho
UNkulunkulu wathi umuntu osefile akasaphili, Genesis 3:19,umshumayeli 9:5-6,10, ubani ke owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi? Genesis 3:1-6,John 8:44.
Ngyazithanda izinkulumo enizethulayo kuthina, ziyasakha kakhulu, ngizikhulumela mina njengomuntu ozilandela kakhulu izinto zeSintu🙏👏👏💯
Naze naluthinta udaba ulubalulekile ebengidinga ukulizwa impela ngaleskhathi
Ngiyabingelela Mpunga ,bengicel ngelinye ilanga Nike nisicacisele ngokuthi wenziwakanjani umhlonyane
Siyabonga Mphemba ngolwazi olujulile Azibuyele emasisweni ,Impungaaah!!!
Mkhulu inkani kubantu behlule futhi mawzobatshela iqiniso uba mubi mkhulu🙌
Iqiniso leli umkhehlo asikhona ukuthi awenziwe yisoka
Ngyabonga kakhulu ngalolulwazi engiluthole kulenkulumo amahle ami avulekile
Syabonga mkhulu Mpunga yesintu 🙏.
Yaybeka lensizwa and iyisoka sibonge kwiMpunga🙌🙌🙌
Uju lolu Mpunga, engathi ungaphinde usilethele yena uMpemba. Beyimnandi indaba
Ndunakandaba bafwethu kwaze kwamnandi ukusicacisela ngesintu sethu nangesiko kazekawakuyekwelani ngoba kube kusadliwa ngoludala kube sikude ngempilo angibonge umkhulu womkhulu amibusise
Ay waybeka lombhemu🙌
Thank for clarity.
Uphethe indoda eqotho
Siyaz'bongela mkhulu Mpunga
Awunaso isikhwele
Yoh ai siyafunda bakith ngaze ngafisa ukubuyisa ubuntombi bami😭😔
Ngicela ukubuza ukuthi incwandi itholakala kusiphi istolo baba hay uma kukhona nina sophila futhi siphilise ngokwenqiniso
Ngiyasithanda lesihloko sibalulekile kakhulu kuyacaca ukuthi kuningi umuntu okusafanele akufunde.
Siyabonga Mpunga ngalolu ulwazi
Hlamb besingacela ukt kenisinabele ukt umuntu ongaseyon intombi ulotsholwa kanjn, engabe yen uyafakwa yn insoyi abasemzini, uma bemfaka bamfaka kanjn. Min ngfun ukwaz njee ukt uma kulotsholwa umuntu ongasaphelele kuhamb kanjn kusuka njee kumalobolo kuze kufik kumngcagco.
Siyabonga ngokusimbulela iqiniso
Ngizwa ka hle
Ai ngithula isigqoko, ngifundile impela kulena
Mkhulu ngicela ukubuza mangabe iyise jkhona azange anhkawuke skakhiphananga lugho
Ingabe uyamkhehla umuntu osenomntwana
Mmm
Akwande Mpunga
Mkhulu abezwa ngiyacabanga kungaba ngcono ukuthi kubuye kufundiswe omama ukuze bafundise izingane zabo
Ay niphambili kakhulu samele niqale phansi niscathulise ngoba zonke lezinto eyfunekayo asizazi
Ngicela ukuthi nisichazela ngokumekeza
Kleza sifolosile
Yebo
👸🏿🤴🏿👑🦁🙇🏿♂️🙏🏿
Ey ngyabong Mpunga yaz lento kade sphikisana noMah ngendaba yomemulo.
Mpunga nakhu okushake manje klenkulumo omunye umelaphi owake wabanegxoxo Naye kwiMpungayesintuTV wabalula ukthi makuvalwa amanzi amnyama khon islwane asisebenzisayo nakhu manje uth umnewethu asisetshenziswa islwane makuvalwa amanzi .
Ngonile uma ngisithenga isidwa engizogcagca ngaso?
Awuzithengeli isidwaba uyasifakwa.ngaphandleke phela uma bekunike imali yokusithenga
Mhh ei nasphakela,nasphakela sadla kodwa ngoba anginixoshi ngizothi angisuthanga.ngethemba lokuthi nizophinde nibuye nenye imfundiso
UNkulunkulu wathi umuntu osefile akasaphili, Genesis 3:19,umshumayeli 9:5-6,10, ubani ke lo owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi? Genesis 3:1-6,John 8:44.
@@izikhali.zesizwe7 Ebengicela usikhanyisele Kona ukuthi Uma kukhaleleka umhlonyana kowesimame osewaphuka wathola umtwana kwenziwa njani,ngabe uyenziwa wona ngqo,kumbe kubanjwa inkuleko(imbuzi) kube kushweleza kuphela?
Molweni ngiyongenisa abantu abadala bobaba aningisize zingakhi imbuzi ezidingekayo
Kuzomele uchaze kabanzi ukuthi ngabe uqonde ukubika inxiwa,noma ulungisa khona eKhaya elidala mhlawumbe kuthiwe abekho abadala ukuze uzophenduleka ngqo
@@sybongawiseman7565 ngibika inxiwa ngiyintombazana angizwani nomndeni basindiwe angikwazi nokuya ekhaya
Asizwani
UNkulunkulu wathi umuntu osefile akasaphili, Genesis 3:19,umshumayeli 9:5-6,10, ubani ke owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi? Genesis 3:1-6,John 8:44.
@@buyiswajali8 Yini nje e wrong kulokhu okushiwo yibhayibheli we Jali?
UNkulunkulu wathi umuntu osefile akasaphili, Genesis 3:19,umshumayeli 9:5-6,10, ubani ke owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi? Genesis 3:1-6,John 8:44.
@@ksmthin Cha ngiyabuza Ngubane, ubani ke owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi?
@@izikhali.zesizwe7 Wayesho kubobonke abantu bakhe abadalile la emhlabeni, psalms 119:105,2thimoty 3:16-17.
Okunye engikuqaphelayo ubhale igama lapha elithi "john" waphinda wabhala elithi "thimoty" nezinambake ngiyazibona but lezinsizwa okhuluma ngaxo ezakwabani isibongo zidabukaphi ngokwendabuko yazo? Wobani oJohn noThimothy bakhe kuliphi izwe ngaohansi kwayiphi inkosi yesifunda kuleli likaMthaniya ukuze ngibheme ngikholwe.ngisize mtakababa ukuze nginganhlanhlathi nami🙏🏼😇
IMphunga 🤴qhubekani bomkhulu ningadinwa ukusibuyisela esintwini senthu, ngifunda njalo la kule channel. Umkhuba usimoshile isintu.🤞
Ngyathobeka Mpunga Yesintu,ngiphakamisa uk'bonga ngale mfundiso,lensizwa ihluba udlubu ekhasini namehlo ami avulekile🙌🙌🙌🙌🙌.nkulunkulu akaw'khulise umsebenz wakho wok'fundisa ngesintu aw'busise🙏