For the first time ngbuke I Trevor Noah show.... Siyabonga Mpunga ngoku zama ukumkhalima lobaba kodwa akasiyona inhlalsuthi. Indlela agqoke ngayo ay ngeke angvumi.... Ihamba muphi u23 le inhlalsuthi egqoka kanjen?
Ngenkulu inhlonipho ngeke ubaba lona uzele ukuzosidukisa kshuth uShembe into engekho lokhu okwangempela, we a in the Aquarius age amaqiniso into ezovela obala, Nature want us to go back to Nature kodwa ubaba yena uphambana ne weather
No Nhlalisuthi ungamoshi igama lika Nkulunkulu owu Shembe cha ngiyala nange jazi lama khosi nangoku lapha inculaza no shukela cha ungasiohoci singama Nazareth 😢
Mpunga ngicela ukubeka umbono wami kwi channel yakho. Kodwa ukugcina isithunzi sechannel yakho bengi zocela ukuthi uma uletha umuntu umhlole ukuthi angeke yini ayehlise iquality yohlelo. UZindela uyasehlisa isithunzi sechannel. Uyihlathi UZindela futhi udinga ukwelashwa ugula kakhulu.
@@khayalakhephewa6942 Ngiyabonga Nsizwa. Impunga yeSintu TV asifuni kwenziwe ngayo ama Meme njengeChanel yaBabu Dokotela. Lento eyenzeke kule video isibeke phansi isithunzi seChannel neseMpunga imbala. Kufanele ikhishwe lento, ebese impunga iyayeka ukulanda abantu abazolambela kubantu
😂😂😂 Mbanjwa umthathaphi uzindela 😅😅😅
@@vuyisanimojoli5716Yey udaba olude! Ngyabezwa nje abantu bekhuluma ababazi ubunzima engibhekane nabo ngenqaba ukushutha.
Kodwa nani ningabi serious kakhulu, nenze sengathi lokhu sekuyinsakavukela
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
😂😂😂 manje wadumisa okwe vrrrpha
Ubaba uzindela uthi ngiyakulapha mnj mpunga ngithi ha ha hah😂😂😂
😂😂😂 ngyamuzwa nami!
Baba uZindela uyasididisa impela...kodwa ngiyathatha Mpungah indlela ombuza ngayo
Ksasa lobaba uzofaka uMjiva kaShembe athi kusho uBhombela. Ungenwe umoya ozishaya saShembe lobaba. Akuqali ngaye, akusho kusha lokhu.
Namuhla Mpunga yesintu uyazikhalisa ngempela😂😂
Impunga tried his best lah,But uPastor Enigma wesintu kept on pushing..Part 2 is even worse..😂
😂 bahlobene noEnigma
😂😂😂😂
😂
Enigma😂😂😂
Ibhubhesi u baba zindela!
Ngisacela ukuvala kweye mithi. 😂😂😂😂Uzindela udlala ngathi😂😂😂😂
Asithi shezi🥂😂❤
All the love and all the power
Mpunga mfowethu ngiyakuthulela isgqoko ngithi mina uyidlela yami kanye nokhokho bami yokuphila 🙏🙏🙏 uyinkosi. Impungaaaa🫡
Inkunzi malanga uBab Zindela!😂🙏👏🏾👏🏾👏🏾
Ngisacela ukuvala kweye mithi. 😂😂😂😂Uzindela udlala ngathi
Ngiyakulapha manje mpunga, umuzwa kuphuma lento ngisuke ngikulapha😂😅
😂😂😂😂😂🙈
Waze wakhona uZindela 😅 ai bandla
"Ngyakulapha Mpunga Yesintu uma uzwa kuthi haaaa" 😂😂😂😂😂 Kodwa emaqinisweni akungadlalwa ngo Shembe, sikhumbule uShembe umoya akusiye umuntu.
Inkinga enkulu abantu bayayiphambanisa indaba kaShembe, njenga naye nje ubaba bazi ukuthi uMuntu oyaziyo nothandwa ushembe kumele kube ukuthi akayisebenzisi imithi
Manje lobaba uthi aside kuyena siyeke uNyaz
@@impungayesintutv U Shembe akawafuni amakhambi awomdabu nowase ntshonalanga kangangokuba umuntu odla amaphilisi ngokuphoqwa isimo sempilo uyahlambuluka,imfundiso ka Shembe ithi kasithembe u Jehovah.
😂😂😂Ayi ngeke baba Zindela ngiyala.
Akangasukelwa Shembe.
Up Mpunga sicela usiphekele yena ngemibuzo
"Awuthi Shezii"😂😂😂😂😂aaah kwaze kwamnandi emhlabeni
Lool Ey loBaba
😂😂😂😂😂😂😂 Baba Zindela iboza leh
Mina ngyamthanda yaz lobaba!😂
Ayi Mpunga lokhu asikuzwa sibaningi Zindela Lona uzomila impondo impela emini kaaa bhaaa uyasibhuqa ngeke
impungaaaah
Pastor Enigma VS Zindela. The game is on
For the first time ngbuke I Trevor Noah show.... Siyabonga Mpunga ngoku zama ukumkhalima lobaba kodwa akasiyona inhlalsuthi. Indlela agqoke ngayo ay ngeke angvumi.... Ihamba muphi u23 le inhlalsuthi egqoka kanjen?
Siyamuzwa yena uyakhuluma kodwa into emenza engathi uba ihlathi ukuthi akahlelekile ngokweze thula ngeQiniso nange ndlela enza ngayo, ukulapha engalapha kodwa munye olapha uMoya uShembe yena cha uzele udumo kuwena nendlela esheshayo yokwenza imali. Mina ngokwami cha ngiyala ngizoma noShembe nezimfundiso zakhe nawe uma usucushise ngale kwalokho cha madoda
🥰
Sengake ngawezwa amahlaya, elinye lawo leli lika lobaba. Ungaphinde umlethe lomuntu Mpunga YeSintu umosha isikhathi. Ake ahambe ayokwelashwa lento emphethe
@@zikode9970 True.
Bab Zindela ay ay ay uzithandela ukuvela kumabonakude nje😂
Bengike ngasho kodwa izolo ngathi lo muntu akaphethe lutho kodwa ukwedusa kuphele. Lento yokukhalisa okwenkukhu iphethwe umphusha umsangano nje, lo muntu uzifunela udumo ngendlela ebhedayo. Uyaklinyeka lo muntu uma umbuza ukungena emlonyeni kuhle kwesixubho. Ungaphinde umbuyise lo muntu ngoba isthunzi sakho neChannel yakho siyathunazeka
😅
😂😂😂😂besicela aphinde abuye uZindela🙌🙌🙌
Siyabonga Mpunga 😂😂
Lomuntu usile kodwa manjer ukusa kwakhe kusebenzisa kabi ngegama lankulunkulu
😂😂😂😂😂Sesinowethu u Enigma😂😂😂😂😂😂
Weee baboo umuthi yiwona owelaphayo ngeke kuthiwe imithi ayilungile kodwa singenwe abangasekho befuna kusetshenzwe ngawo
kuno Enigma kanti kwaShembe
Ay mpugaa Imnandi lomfanekiso oqoshiwe
😂Ziyabuya ngempela la😂😂😂
Ngabe ubaba lo useyile yoni ekhaya lomphefumulo kogeza bantu bakubo.
Wamuhle umbuzo
Mpunga nawe udidekile la 😂😂😂😂
Manje lezikhwehlela akazikhiphi ngani lomuntu bakithi.
Ziyanyanyisa yooh Ay cha
Umkhulu Zindela udinga usizo kwi miyoya yakhe
Uma ulinazaretha awusebenzisi umuthi noma uyaphilisa, uphila ngamanzi no Vaseline kuphela negama likaShembe nje kuphela,,, qobo impepho ayilungile, khandlela elimhlophe yimpepho engcwele leyo edlozini!!!
Baba nicela ukubuzausho ukuthi awuyidli imifino ikabishi izambane idumbe nokunye okuningi ngobakonke imithi cela impendula
Khiphani lomuntfu lomdzala lesikhwehlela ayekele kubhodlisa kwelibhubesi
Kwi Mpunga
Mina ngiyithandile into eyenziwe umfoka Mbanjwa. Ukukhombisa ukuthi izimpunga lezi esizithembayo ezinye zazo azazi lutho futhi azinaqiniso.
Mina ngifuna kubuye uBhutiwami uJikelele hau kodwa leyandoda iyalenza iqiniso
Ngiyabonga
😂😂😂Hawu uZindela waziphikisa ekugcineni
😂😂😂😂😂😂😂 Hao babu Zindela Madoda
Mnewethu asibonge ukusikhulisa
😂😂😂wempunga yesintu ngikukhonzile bhuti
Akumanga kulenja 😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Nawe ngiyakulapha Mpunga. Yoghurt yamadoda katithathi lutho kuZindela
Uvulile uyavala mpunga 😊
Baningi nababegila imkhuba besho abakuthandayo besebenzisa igama lika Jesu : singathi asitshelwanga lezizinto anoqhaphela iskhathi sendodana yomuntu lah kuyogcwaliseka khona nokwa lotshwa emibhalweni
Cha ksasa uzobe uthi nawe sowu Shembe nhlalisuthi kamkhulu ungadlali ngobu Nazareth
Uzindela akasiyeke ngomsangano wakhe😂
Kodwa abantu bayamsukela uShembe, kwenzakalani manje lana yho!!! Angazi noma ngihleke yini...
Mkhulu mpunga yesintu ubalandile abelaphi bendabuko basigixabeza ngokudla kwendlebe kodwa lobaba uzindela uzosikhipha esintwini Sethu omkhulu babekholelwa emithi nasemadlozini siyalimalake manje
Yena uyayidla impande thina uthi asiyiyeke
Ngenkulu inhlonipho ngeke ubaba lona uzele ukuzosidukisa kshuth uShembe into engekho lokhu okwangempela, we a in the Aquarius age amaqiniso into ezovela obala, Nature want us to go back to Nature kodwa ubaba yena uphambana ne weather
Akafuni ukuphulaza yingakho kuqhuma ivruuu pha esifubeni kucinene 😂
Ithi impunga "haaaa"😂😂😂
Bakithi ubaba zindela undinga umthandazo alahlekile kakhulu
Mina lobaba wakwaShembe uwinisile ngahamba ezinyangeni nezingaphandle zazibuya izilwane zingishaye uma ngisebenzisa imithi sawoti namanzi zahamba lokho kuze kube manje
Aw bangcola ubuNazaretha ,ubani owathi izangoma nezinyanga azisonte ngoba kumele engabe benza umsebenzi weThongo bekhohlwe isonto
Ngicela ungithinte ngyafisa uzofundisa abantu ngalokhu okushoyo ukuze bezophenduleka nemibuzo abanayo ngalokhu okushoyo. WhatsApp: 0716276343
Ubaba uzindela imoya yakhe isigezekile yikho emsebenzisa amanzi
Into engiqhatha nalobaba ilezikhohlela zidonsayo 😂😂😂😂ayi
😂😂😂 laphani uzindela mpunga
Wena Mbanjwa uphikisa uShembe ngoba nguye othi ungawusebenzisi uma uyikholwa uyokufa nokufa
Kanti inganekwane 🤣🤣🤣
Wena fakaleni ijaz lamakhosi
Impunga Yesintu neMpunga Edukile.
🤣🤣
Sicela avele ufakazi owasizwa ilobaba
😂 Ay iMpunga igobile namhlanje ku Zindela
umhlulile nje uze waxolisa😀😀😀
Engathi kushube kakhulu ku part 2😂😂😂
Cha mina ngizomfonela ,ayi ayi ngiyakuvuma mpunga uyala ukuthi kudlalwe ngathi
Ngeke ngivume abantu kumele batshelwe iqiniso
Hai bo babu Zindela 😂
Ukube nje ubaba ayenze imithi inganasebenzeli abenza ubuthakathi uma bekhuluma nayo ukuthi yenze kabi komunye umuntu indalo leyo ingenzi njengokusho kwakhe...kube eyokuphilisa kuphela
Wazewanyanyisa ngalezikhohlela eqamba amanga ethi ulapha iMpunga yesintu ngazo mnxm. Uzolulaza isithunzi seMpunga ngokuzenza inkosi
Indinyanyisa okwam sendizwela kwaMpunga oseduze kwakhe uyothola ukuthi kuyanuka 😂😂😂😂😂
Roar the hungry lion Zindela
Sizani uBaba akhishwe izizwe 🤞🏽
😂
No Nhlalisuthi ungamoshi igama lika Nkulunkulu owu Shembe cha ngiyala nange jazi lama khosi nangoku lapha inculaza no shukela cha ungasiohoci singama Nazareth 😢
Mkhulu mpunga noNyazi alukwazi ukuylapha unculazi imimoya yalendoda iphazamusekilre
Kumele alungise imimoya lobaba..... angikhumbuli amakhosi akashembe enza into. enje kungampunge ukuth umbethwe amakhosi akashembe ngiyala
Mmm sis😮
Usihlisa isithunzi lobaba thina baka SHAZI
UNkulunkulu akanankinga nemithi kodwa akafuni uthathe ithemba lonke ulibeke kuyona ukhohlwe wuyena
Ay ngeke mpunga nawe uzosidukisa kanti😂😂😂😂😂. Lendoda eduma sengathi imoto yomjaho
Kazi sengenzeni
Uduma ngathi I truck ehluleka ukunyuka umqansa 😂😂😂
Vruuuu paaaaa😂😂😂
Umuntu nomuntu uphiwe ngendlela yakhe yokwelapha ngeka samphikisa ubaba ngaphiwe ngakho...ngabe kungcono ukube sizwa ngabamaziyo...kuyenzeka UNkulunkulu ahlale kumuntu ofelelekile
Udinga usizo lo baba
Aykhona😅😅😅😅
Uvaselina yena wakhiwa ngani kani?
mpunga ubaba uzindela uzwakala njengomuntu ongenaqiniso uma esephika ezivumelayena futhi angikholwa kuth uthunywe ushembe sengath ucashe ngenkolo yakashembe baningi esibaziyo abagila imikhuba bebe becashengo mnazaretha kwalomsindo nalezilimi kuyasolisa kakhulu abantu abaqaphele nomabeyakuye
Uyathusa ubaba uZindela ngalomsindo ozwakala engathi ufuna ukulashwa uyamkhinyabeza , kodwa ngoba uyasho ukuthi indlela alapha ngayo kuyezwakala . Ngumlandeli omkhulu weMpunga , manje uZindela ukhuluma okungaqondakali angiqondi noma wenza umdlalo .
yini umuthi Kanye ne mbiza
Ngaze ngahleka
Hhaaa AAA AAA hhaaaa😂😂😂😂
Zindela mpunga akekho right ekhanda udinga usizo cela umyise esbhedlela
😂😂😂😂ukugula komntu omdala kangaka nkosiyam.
Mangilalela bengifuna ukuzwa amandla akhe lobaba kodwa angimtholi ndawo yena bekufanele athole usizo akukho muhle kulento athi uyayazi
Lesound ayenzayo kazi yenyoka or yexoxo bathwele ngayo..mpunga yesintu silwane sini konje esikhala kanjeya
Mkhulu uthi ubaba uZindela nawe useyakwelapha ngalo mphushu anawo,siyambonga nge juice eseqophelweni
Ewu lobaba waze wasidukisa siyisizwe esinsundu.
Ngelinye ilanga Mpunga Yesintu uboke usimeme nathi esingasonti kaShembe esagilwa abantu abakhonza kaShembe beqamba amanga bethi basebenza ngesiNazaretha ngoba bebona uthando esithanda ngalo uShembe kanti bazothwebula amandla ezidalwa esizimbethe.