Ukubika uMuzi P1

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 4 ก.ค. 2023
  • ubikwa kuphi umuzi?

ความคิดเห็น • 82

  • @ntsoakiglehlongoane3908
    @ntsoakiglehlongoane3908 ปีที่แล้ว +20

    Wooow wow wow thank you Mpunga ive been waiting for this topic for almost the past two years as the youngest in my family ( not yet married)im born after five brothers I'm a Lady who just bought a house for herself and all that you just explained I've done it exactly the way you have explained it with the guidance of all my brothers especialy the Eldest One and now all that is remaining is to do umsebenzi owo kungenisa abantu abadala.....I truly appriciate your teachings May GOD and Your Ancestors please continue to guard you and give You More Wisdom to open our eyes and minds.

  • @vusumuzingcobo2562
    @vusumuzingcobo2562 ปีที่แล้ว +7

    Ave kungesikhulu isibusiso kumina mpunga yesintu ukuba khona kwakho ngihlezi ngifunda izinto ezingikhulisayo ziphinde zingakhe ngiyanxusa amakhehla ako FUZE akugcine ngiyabonga

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 ปีที่แล้ว +5

    MPUNGA YESINTU ngiyabonga ngalomfakiso ufike ngesikhathi esihle,Kodwa nami ngishaya ikhwela kubalandeli nabathandi be Mpunga Yesintu kuthi si donate R100 nje kuze kuzotholakala insiza kusebenza zale channel 🙏🙏

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 ปีที่แล้ว +1

    Sithola ulwazi mahhala imizi yobaba imile ngenxa yale channel nathi aselule isandla ngoba labo abakholwayo bathi sibusisiwe isandla esiphayo

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 ปีที่แล้ว +2

    Makwande nkathi zonke Mkhulu. Udlulise ukbonga nase Makhehleni🙏

  • @benben9590
    @benben9590 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga kakhulu Mpunga ukhule njalo.

  • @sibonisomthombeni6651
    @sibonisomthombeni6651 ปีที่แล้ว +3

    Ngibingelele, you give nothing but the best quality all the time, sibonge ngolwazi

  • @pnkxaba
    @pnkxaba ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mpunga Yesintu🙏

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 ปีที่แล้ว

    Inkosi yaslethela wena mkhulu 🙌 impunga 🙌

  • @Bet_with_G_light
    @Bet_with_G_light ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga kakhulu mpunga yesintu ngolwazi osipha lona❤❤

  • @GlenroseMyeza-bq2cc
    @GlenroseMyeza-bq2cc ปีที่แล้ว

    Siyabonga mpunga izifundiso zakho ziyasakha phambili Inkosi ikugcine ukhule uze ukhokhobe

  • @user-sk3zr3pl8b
    @user-sk3zr3pl8b ปีที่แล้ว

    Ngiyabingelela Mpunga yesintu ngiyabonga ngencazelo yakho 🙏 ijulile kakhulu umuntu ufunda aze afe.

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 ปีที่แล้ว

    Mali iyona eynkinga kakhulu mkhulu🙌

  • @mjabuliseninkosi4645
    @mjabuliseninkosi4645 ปีที่แล้ว

    Umenjalo Mpunga yesintu usimele isintu🙌

  • @user-bo1zy8lq6x
    @user-bo1zy8lq6x ปีที่แล้ว

    Thokoza Mkhulu, siyabonga ngolwazi oluphilayo Fuze ka mbanjwa

  • @siyaxaba4699
    @siyaxaba4699 ปีที่แล้ว

    Sawubona Mpunga yesintu ngiyawuthanda ❤ owenzayo uyancomeka kakhulu,ngisakhala kodw mpunga bengicel usenzele upart2 wensizwa eganwa ikomalume ewumlanjwana

  • @bonganithwala5173
    @bonganithwala5173 ปีที่แล้ว

    Washaya khehla syabonga ongafundanga la asophinde

  • @lindiwekhumalo3046
    @lindiwekhumalo3046 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Bab'umpunga yesintu ngolwazi osipha lona olujulile, mina ngisacela ukubuza ukuthi mangabe ekhaya singamantombazane kuphela en ikhaya alisekho sekwaba inxiwa mangabe ngiyengabusiseka ngaba nawo amandla okuthi ngingakha okanye ngithenge indlu kumele kwenzeke kanjani ke lapho, ngabe leyondlu akumelanga ngiyenze ibe yikhaya ngoba ngiyintombazane ngingaganile? Ngingayijabulela impendulo.

  • @maggy868
    @maggy868 ปีที่แล้ว

    Siyaz'bongela dlozi
    Impunga

  • @bongumusahlophe6708
    @bongumusahlophe6708 ปีที่แล้ว +1

    Ngiyabonga mina kwiMpunga

  • @mzamonxele1737
    @mzamonxele1737 ปีที่แล้ว

    Thokoza kehle edala

  • @portiakiviet1078
    @portiakiviet1078 ปีที่แล้ว

    Camagu Thongo

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 ปีที่แล้ว +2

    Impungaaaaaaa

  • @vincentgumede1833
    @vincentgumede1833 ปีที่แล้ว

    Muhle umsebenzi up

  • @Sipho-hv8qf
    @Sipho-hv8qf ปีที่แล้ว

    Ngizobe ngilindile mpunga

  • @nelisiwemkhwanazi9765
    @nelisiwemkhwanazi9765 ปีที่แล้ว

    Mkhulu Mpunga, sicela usibale nathi besifazane esinezindlu zomxhaso esigcina seshlala namasoka wethu ukuthi siwubika kusiphi isisekelo

  • @karma05904.
    @karma05904. 2 หลายเดือนก่อน

    Ngicela ukubuza uma ngenxa yokungazwani nje okubi awusakwazi ukufinyelela ekhaya elikhulu la kukhona amadlozi but ufisa ukubika umuzi ungenze njani ... la kukhona amadlozi ayikho i option yokuthi ungene khona ngenxa yokungazwani komndeni

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 ปีที่แล้ว

    IMPUNGA KODWA SIYAFUNDA KWANDE MKHULU

  • @lungilemsane68
    @lungilemsane68 ปีที่แล้ว

    Ngiyakhuleka ekhaya ngidinga ukwaziukubika ngama roomsssss aqashisayo abikwa kanjani?

  • @portiasono2712
    @portiasono2712 ปีที่แล้ว

    Sawubona Mpunga yesintu.
    Ngibonga ulwazi lwakho nanamakhehla ohamba nawo.
    Ngicela ukubuza ngokukhulu ukuzithoba:
    Ekhaya kubobaba nakibomama imizi yomibili ayinazo izindlu zomsamo ezigcina amathonga nabantu abadala lena emakhaya. Nomama indlu ahlala kuyona manje ayinayo indlu yomsamo. Ngabe mina mhla ngifuna ukuthenga umuzi bese ngiyawubika ngiyokwenze njani? Ngoba esikhathini esiningi mina ngikhuleka ehlane futhi abantu abadala ngibazisa konke mengiya ehlane nasemanzini.
    Thank you in advance Mpunga.

  • @zamanimfana8295
    @zamanimfana8295 ปีที่แล้ว +1

    Cela ukubuza mpunga. Kuyenzekani inkosana ibeyiwele nentombazane. Ngsho ngoba bathi amawele angumuntu oyedwa

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว

      Yebo amawele angumuntu oyedwa ngokoMoya kepha uma enobulili obuhlukene, umfana Inkosana intombi uMafungwase

    • @zamanimfana8295
      @zamanimfana8295 ปีที่แล้ว

      Ngyabonga kakhulu bhuti. Syafunda kakhulu futh lapha kwiMpungayesintu

  • @mbngcobo6526
    @mbngcobo6526 ปีที่แล้ว +1

    Mpunga makukuth ufuna ukubika muzi omusha. But lo omdala sekwaba yinxiwa akusahlali muntu. Kwenziwa kanjan makunjalo

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว

      Uthole ukuthi nalelo nxiwa awulazi kwalona, sizochaza kabanzi ngeVideo kodwa uma ukuleso simo uke uqale umsamo ngoba awusekho, uwuqala ngokuthi ubangenise uma usubangenisile yilaphoke uzobe usubabikela khona ukuthi nangu umuzi weni esengiwakhile ngicela nihlale nizinze. Ngeke uvele ubike kungekho thongo

    • @mbngcobo6526
      @mbngcobo6526 ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv inxiwa likhona sekwasala izindonga ne skhotha. Just that indlela esahamba ngayo asihambanba kahle ngenxa yezimpi. So umuzi omusha ukhona kodwa mangiphupha ngiphupha ngikulomuzo omdala. So angaz noma mele ngiyohlabela khona imbuzi , bese thatha mkhono ngiye nawo emzin omusha.

  • @xolanimtambo7532
    @xolanimtambo7532 ปีที่แล้ว +1

    Impunga!

  • @parpie
    @parpie ปีที่แล้ว +1

    Manje uma une apartment, ubika ekhaya bese umkhono uhamba nawo uyowudlela khona 🤔?

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว +1

      Yebo ubika ekhaya lakukhona khona abantu abadala nomsamo

    • @parpie
      @parpie ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv Awu sibonge Mzukulu kaMdumo Igaba Elimabanga. Lonake umshana wakho Ndonga, oShamase uMzukulu ka Almon uNojabula uPhumentanjeni kaSlinganiso 😅🙌🏾🙏🏾.”

  • @hpraisedube3304
    @hpraisedube3304 ปีที่แล้ว +3

    Kuyezwakala Mphunga but what if umuzi kababa wancitheka mina then mina ngivusa umuzi dmakhaya from scratch. I’m question is abantu abadala ubabikela from e Xiweni ?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

      Amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?

    • @luckytau6331
      @luckytau6331 ปีที่แล้ว +2

      @@vusimngomezulu2500 amadlozi (guardian angels) awathola kuNkulunkulu amandla okusivikela ezitheni, just like umuntu osindisiwe obiza uJesu mayebhekene nobumzima empilweni yakhe. Ziyefana lezinto, it's just that 1 is ancient and the other is modern.🙏

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

      @@luckytau6331 Ingabe lokho kuphuma emlonyeni ka Jehova UNkulunkulu noma kuwumbono wakho nje?

    • @mogalelegae8526
      @mogalelegae8526 ปีที่แล้ว

      ​@@vusimngomezulu2500amadlozi awonkulunkulu bethu yibona esixumana nabo kuMvelinqangi asinabo omunye unkulunkulu ngaphandle kwabo, bayithina siyibona

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

      @@mogalelegae8526 Ku exodus 20:1-3 uJehova UNkulunkulu umdali wethu sonke uthi singabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwakhe, kodwa nina nithi amadlozi angonkulunkulu benu 😭😭😭

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

    Amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?

    • @Bet_with_G_light
      @Bet_with_G_light ปีที่แล้ว

      Mfo kamngomezulu yini ngathi usadidekile nje??

    • @ubuhlebethongotv5347
      @ubuhlebethongotv5347 ปีที่แล้ว

      Ay nangoke lona 😂😂😂😂

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

      ​@@Bet_with_G_lightYebo ngididekile, amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?

    • @bongumusahlophe6708
      @bongumusahlophe6708 ปีที่แล้ว

      Shame uyadabukisa mft nomkhulu bakho lento ayivimbeki yakhiwa kuqala kunalento yakho yakwa ISRAEL , yakhiwa yanikwa amakhosi hhay abantu bezwe ingakho nokhokho bakho yabehlula nawe uzokhathala Mngomezulu mfana .

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

      ​@@ubuhlebethongotv5347Awuphenduli umbuzo wami olula, amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?