SIBONGA KUBONA BONKE ABAFAKE ISANDLA KULO MNDENI WAKWA NGCOBO

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 3 ก.พ. 2025

ความคิดเห็น • 137

  • @makhosimazubane1701
    @makhosimazubane1701 5 หลายเดือนก่อน +13

    Halleluyah akabongwe ongabonwayo syabonga Team Thuleleni ne Nkosi yendawo nabo bonke abafake isandla🙌🏿🙌🏿🙏

  • @maureenlinky3050
    @maureenlinky3050 5 หลายเดือนก่อน +6

    ❤❤❤aw kwaze kwakuhle engikubonayo nengihlale ngikubona kwenziwa inhlangano I thuleleni aw mfwethu uyobongwa namaqhawe ukuba nombono ofana nalona🎉

  • @SaneleNdebele-p8e
    @SaneleNdebele-p8e 5 หลายเดือนก่อน +12

    🙏🙏isandla sedlula ikhanda Ubuntu yibo bona lubu siyabonga kakhulu😭

  • @animalslife9714
    @animalslife9714 5 หลายเดือนก่อน +7

    Siyabonga Bhuti , ithimba lakho nabobonke abafake isandla❤❤🤝🤝.

  • @ReginaLetlhabi-yf1zj
    @ReginaLetlhabi-yf1zj 4 หลายเดือนก่อน +1

    siyabonga kwabafake isidla uThixo akakuniki umthwalo onfaphezu kwamandla namuhla uSnenhlahla usizathu sokuth namuhla kushitshe ikhaya lufudumale❤ siyabonga Jehova

  • @SakhileNdlovu-ux2eu
    @SakhileNdlovu-ux2eu 5 หลายเดือนก่อน +1

    ❤❤❤❤ Ngaze ngajabula wamuhle umsebenzi big up Thuleleni🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉

  • @NokwaziNkosi-b7y
    @NokwaziNkosi-b7y 5 หลายเดือนก่อน +5

    Wow Thuleleni foundation bhuti Mdu uNkulunkulu akubusise mkhulu emsebenzini owenzayo❤.

  • @ZandileMaseko-ng1qr
    @ZandileMaseko-ng1qr 5 หลายเดือนก่อน +3

    Wamuhle Umsebenzi Owenziwe yithimba lonke,Nethuleleni,Sithi nje Unkulunkulu Enibusise Nonke nabafake Izandla,Kwande nala nithathe khona❤❤❤❤❤❤

  • @NtombifuthiMbambo-fq3pe
    @NtombifuthiMbambo-fq3pe 5 หลายเดือนก่อน +1

    Bhuti Mdu, ngaphandlekwakho ngabe akubanga njena siyabonga kakhulu nakubobonke abasizile unkulunkulu anandisele anibiyele amen❤

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ngiphinde ngibonge inkosi ne mkhandlo wonke,, God bless you more and more 🙏🙏

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 5 หลายเดือนก่อน +2

    Baba inkosi ikubusise ngoku finyelela ku relevant people 💯 God bless you

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 5 หลายเดือนก่อน +3

    nansoke inkosi yangempela ebaziyo abantu bayooooo ndabezitha❤❤

  • @Tholamagwaza
    @Tholamagwaza 4 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga team Thuleleni nabo bonk abafake isandla kwande babusiseke kukho konke nabo abazifisel khona inkosi busise 🙏

  • @purityzungu9162
    @purityzungu9162 5 หลายเดือนก่อน +2

    Amen makwande❤❤❤❤

  • @ZandileGhostDlamini
    @ZandileGhostDlamini 5 หลายเดือนก่อน +2

    Great content

  • @Zamawuba
    @Zamawuba 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga ngokunakelela umuntomudala inkosi inibusisi ❤❤❤

  • @bongekambatha5753
    @bongekambatha5753 5 หลายเดือนก่อน +2

    Siyabong umsebenz omuhl kubhut Mduh❤❤

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 5 หลายเดือนก่อน +1

    😭😭😭😭😭 asibonge ku uthuleleni ne thimba lonke,,inkosi inibusise nge gama lika Jesu🙏🙏

  • @lizwishelembe0224
    @lizwishelembe0224 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ngathi unyazi Lwezulu lungabusisa kulawo maphakethe akhiphe loku esikubonako, kwande labathathe khona🤍🤍🥺
    Inyembezi zikagogo aziweli phansi bhuti thuleleni ushembe akubusise nethimba lakho loku okwenzako kungabona kala kukuqane emehlweni enyama kodwa emehlweni akamdali kukhulu baba ngathi unkulunkulu angakuthinta nkosi🤍kwande ❤️🤧🙏

  • @sunshine.T6158
    @sunshine.T6158 4 หลายเดือนก่อน

    Kubo bonke abafake isandla sithi enkosi makwande& to u team Thuleleni iNkosi inibusise niqhubeke njalo nisisize siyiSA🇿🇦❤❤🙌🌹🌹

  • @ZamaMhlongo-yk8xf
    @ZamaMhlongo-yk8xf 4 หลายเดือนก่อน

    Angaz ngthin but shout out to mduh❤❤

  • @elliotmaquthu2644
    @elliotmaquthu2644 5 หลายเดือนก่อน +6

    Izandla ziyagezana🙏🙏

  • @NontobekoMthembu-eb5ve
    @NontobekoMthembu-eb5ve 5 หลายเดือนก่อน +2

    Eiy thixo ka Abraham ❤❤❤

  • @khanyicele3688
    @khanyicele3688 5 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga umsebenzi omuhle❤

  • @BradleeMouers
    @BradleeMouers 4 หลายเดือนก่อน

    Tata umdu mkhwanazi siyabonga ngomsebenzi owenzayo yabanceda bantu ndikucelela uThixo tata akongezele mihla yokuphila tata uqhubeke uncede abahluphekile😭😭abadinga uncedo ñdikhaliswa luvuyo ndiyakhumbula ukwelikhaya ndasibona isimo ndakhala behlala kwindawo enje wrs kukhona nomntana ongekhoryt ndiyabonga kuwowonke mntu ofake isandla mhle msebenzi wenu

  • @phumlamazibuko3003
    @phumlamazibuko3003 5 หลายเดือนก่อน

    Salute you Thuleleni n the crew kwande inkosi inibusise🙏❤️

  • @YoliswaMkhize-c4z
    @YoliswaMkhize-c4z 5 หลายเดือนก่อน

    Bhuti Mdu wingilosi ethunyelwe unkulunkulu bekungeke kwenzeke ngaphandle kwakho umdali engathi engakugcina usize nabanye ei ulusizo eSouth Africa Syabonga kakhulu sibonge nabaphonse isandla muhle umsakade engathi ningabusiseka🙏🙏🙏 ngakhala ngibuka isimo okokuqala

  • @SbongileSbongile-h4h
    @SbongileSbongile-h4h 5 หลายเดือนก่อน

    Ngibingelele abaphathi nenkosi yamaqadi unkulunkulu anandisele nabafake isandla baqhubeke ujehova uyobabusisa amen

  • @thandazileabigail7881
    @thandazileabigail7881 4 หลายเดือนก่อน

    Thuleleni tv we salute you 🙏

  • @zodwangozo8518
    @zodwangozo8518 5 หลายเดือนก่อน

    🙏Siyabonga kakhulu unkulunkulu Abe Nani nonke enifake isandla hawu ugogo nomntwana olele embhede Ni akaphile umntwana 🙏

  • @lizwishelembe0224
    @lizwishelembe0224 5 หลายเดือนก่อน +2

    Nkosi yami shembe siyamubongela gogo nomndeni wonke waka mapholoba🤍🤍❤️🙏🇿🇦

  • @NtombanaMakhanya
    @NtombanaMakhanya 5 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga team Thuleleni nabafake isandla. Makwande ukuthula kubenani uNkulukulu anibusise ❤

  • @KhayelihleNxumalo-e3o
    @KhayelihleNxumalo-e3o 4 หลายเดือนก่อน

    Syabonga nkoc kubobonke abafake isadla sybonga smakade😢😢

  • @NonhlanhlaDlaba-r2r
    @NonhlanhlaDlaba-r2r 5 หลายเดือนก่อน

    Syabonga kakhulu okuhle kangaka❤❤❤uJehova anithwale niphile niqhubeke nisize nabanye❤❤❤.

  • @janebotolo8502
    @janebotolo8502 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Thuleleni ne nkosi ye ndawo inkosi e busise❤

  • @thandazileabigail7881
    @thandazileabigail7881 4 หลายเดือนก่อน

    Wakhala umuntu omdala kwabuhlungu nakimi😢 sibonga umusa ka Nkulunkulu 🙏

  • @icasacommunity6138
    @icasacommunity6138 5 หลายเดือนก่อน

    🙏🙏🙏 siyabonga nakuwe Mvelase🙏🙏🙏🙏

  • @ntombingwenya4154
    @ntombingwenya4154 5 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga kakhulu Stetelegu ngokusiza abangakhoni kuzisiza JEHOVA akuvikele akwandisele nezinsuku zakho zokuphila❤❤❤❤❤❤

  • @SekelwaMlinjana
    @SekelwaMlinjana 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Thuleleni nabo bafake isandla kwande apho nithathe khona uNkulunkulu uyanibona

  • @PhumeleleMngadi-vg5xm
    @PhumeleleMngadi-vg5xm 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ay uyasebenza bhuti uMdu❤

  • @sinethembasinenhlahla1996
    @sinethembasinenhlahla1996 5 หลายเดือนก่อน +1

    Wamuhle ujehova 💐

  • @NondumisoButhelezi-p8i
    @NondumisoButhelezi-p8i 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga nkosi yami unkulunkulu akukhulise 🙏

  • @NomadloziMaseko
    @NomadloziMaseko 5 หลายเดือนก่อน +2

    Akafune kungenwa🥰

  • @CelmusaTfwala
    @CelmusaTfwala 5 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kakhulu lusito ikosi yadise lanithethekhona amen

  • @gabisileprudencesibiya1546
    @gabisileprudencesibiya1546 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kwande 🙌❤️

  • @NontobekoKhumalo-pc3up
    @NontobekoKhumalo-pc3up 4 หลายเดือนก่อน

    Syabonga bhuti 👏👏🙏🙏🙏

  • @SindiswaKubheka-v9p
    @SindiswaKubheka-v9p 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga uthixo anibusise anandisele❤🙏

  • @nomlindelohappiness7627
    @nomlindelohappiness7627 5 หลายเดือนก่อน +2

    🎉🎉first comment 😊

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 5 หลายเดือนก่อน

      Uyeza ulamthuthu😅

  • @nelisiwemsibi6306
    @nelisiwemsibi6306 5 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga kakhulu umsebenzi ongaka uThixo anibusise ngakho konke enikwenzile

  • @LethukwenamaZwane
    @LethukwenamaZwane 5 หลายเดือนก่อน

    Syawubongela kakhulu lomndeni nami kwangizwisa ubuhlungu ukubona kunje kulomndeni

  • @esihlechirwa1886
    @esihlechirwa1886 4 หลายเดือนก่อน

    Glory to Jesus ❤❤

  • @MakiTeke
    @MakiTeke 4 หลายเดือนก่อน

    Releboga ntate Modimo thata le entse mosebetsi omoholo Jesu ke Morena🙏

  • @DollyDNgidi
    @DollyDNgidi 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kakhulu kubobonke abathe belulisandla,ngokulekelela kulomndeni wakwaNgcobo.

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kakhulu Shamase neThuleleni imisebenzi yenu iyabonakala

  • @LindelwaSoga
    @LindelwaSoga 5 หลายเดือนก่อน

    Uyasebenza shame Lotata yhoo❤❤😢😢

  • @phumlasimandla4641
    @phumlasimandla4641 5 หลายเดือนก่อน

    I salute Thuleleni❤❤❤❤

  • @CeciliaNkabinde
    @CeciliaNkabinde 5 หลายเดือนก่อน +1

    Thuleleni ❤❤❤

  • @davidnkosi8625
    @davidnkosi8625 5 หลายเดือนก่อน +1

    God be with you amen ❤

  • @icasacommunity6138
    @icasacommunity6138 5 หลายเดือนก่อน

    🙏🙏🙏 syabonga bhuti uMdu... uMdali akugcine njalo

  • @Francinah-j8k
    @Francinah-j8k 5 หลายเดือนก่อน

    Wamuhle Jesu 🙌 syabonga🙏🕯️📿

  • @BongiNzama
    @BongiNzama 5 หลายเดือนก่อน +3

    Uyinkunzi Thuleleniuyobongwa emazulwini umsebenzi wakho

  • @ThembelihleMngadi-z2t
    @ThembelihleMngadi-z2t 5 หลายเดือนก่อน +2

    Siybonga

  • @PhumaphiMyende
    @PhumaphiMyende 5 หลายเดือนก่อน

    WELL DONE LEADERS!!!! UBUNTU KE BUNJE BAHOLI BETHU❤

  • @CabangileMgenge
    @CabangileMgenge 5 หลายเดือนก่อน

    Syabonga kakhulu unkulunkulu anibusise njalo Muhlenberg umsebenzi wenu

  • @JoiceMchunu
    @JoiceMchunu 5 หลายเดือนก่อน

    Wamuhlumsebenzi
    Unkulunkulu
    anibusise🙏

  • @JoyHaise
    @JoyHaise 4 หลายเดือนก่อน

    Syabonga Thuleleni imisebenzi yakho. Nigakhathali iNkosi iniphe amandla njalo.

  • @SmangeleMalinga-v4c
    @SmangeleMalinga-v4c 5 หลายเดือนก่อน +1

    SyBonga thuleleni nethimba lakho❤

  • @LeonardMbuyisa
    @LeonardMbuyisa 5 หลายเดือนก่อน +2

    Muhle umsebenzi! Abantu bangadukisi isizwe bo! Munye uBayede, iSilo samabandla

  • @NomfaneloPuye
    @NomfaneloPuye 3 หลายเดือนก่อน

    God is good 😭🙌

  • @MathaTdk
    @MathaTdk 5 หลายเดือนก่อน +1

    Kwaze kwakuhle siyabonga kwande lapho nithathe khona inkosi inibusise

  • @NombuleloPhakathi
    @NombuleloPhakathi 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga unkulunkulu mkhulu

  • @NzuzoMakhunga-so8bv
    @NzuzoMakhunga-so8bv 5 หลายเดือนก่อน +1

    siyababongela oNcobo bakithi nakubantu abasizile babusiseke kuyahlushekwa langaphandle kodwa uHulumen unemali yokuychitha koZondo commission oR1 Billion for factional battles bazuza ilutho ekgcineni..engabe kwakhiwa izindlu ngaleyomali

  • @mattamlamula7235
    @mattamlamula7235 5 หลายเดือนก่อน

    Udumo lungolwakhe emhlabeni nase mazulwini
    Shembe uyaphila 🙌

  • @KhethiweMthembu-r1z
    @KhethiweMthembu-r1z 5 หลายเดือนก่อน

    Syabonga jesu amandla owanike abakho

  • @thuleleninzimande
    @thuleleninzimande 5 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga muhle umsebenzi🙏

  • @NomsaMashigo-bo5ir
    @NomsaMashigo-bo5ir 5 หลายเดือนก่อน +1

    Mkhulu uJehova syabonga

  • @MongileGama
    @MongileGama 3 หลายเดือนก่อน

    Yayizwa ibass kaNdabezitha siyabonga kakhulu umsebenzi omuhle ugogo uzoke ahlale kahle.

  • @bafanaprince2327
    @bafanaprince2327 5 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Shamans izandla zidlula ikhanda uNkulunkulu asigcinele wena. Kwande lapho abakhiphe khona

  • @nomgcobocordeliabushula4345
    @nomgcobocordeliabushula4345 4 หลายเดือนก่อน

    uHulumeni bethunana ukuphi , o Ceba , o Counsellor imibutho ikuphi xa kunje sibonga abavelile basiza kulesosimo esinganukeki , uThixo anibusise anandisele kulezo zintlizito zenu💔💔💔😭😭😭😭😭

  • @SthembileMdakane-kt1co
    @SthembileMdakane-kt1co 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kwabaphose isandla kwande

  • @AnnanokukhanyaMhlongo-lv3dv
    @AnnanokukhanyaMhlongo-lv3dv 4 หลายเดือนก่อน

    Amen inkosi inibusise

  • @YoliswaSilwane
    @YoliswaSilwane 5 หลายเดือนก่อน +1

    Eyi Bhuti umsebenzi wakho uyamangaza uYehova akuphe impilo ende

  • @NosiphoZondi-q5p
    @NosiphoZondi-q5p 19 วันที่ผ่านมา

    Bhuti mduh syabonga nakubo bonke abangenelile yinhle lento esibonayo ❤❤❤🥹🥹

  • @adorahmpofu2255
    @adorahmpofu2255 5 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kwi Thuleleni kwakuhle

  • @khethahmzolo6026
    @khethahmzolo6026 4 หลายเดือนก่อน

    Awuubakithi😢💔

  • @FikileNgcobo-t3t
    @FikileNgcobo-t3t 5 หลายเดือนก่อน

    Ngcobomkhulu ❤syabonga qadi

  • @LindekileMaureenGcwabaza
    @LindekileMaureenGcwabaza 5 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga ngomsebenzi omuhle kangaka Thuleleni uwuhlabile umkhosi basabela,INkosi ikugcine, ukhulukhokhobe,Izandla zidluli Khandwa

  • @LethukwenamaZwane
    @LethukwenamaZwane 5 หลายเดือนก่อน

    Ngaze ngakhala ngafikelwa zinyembezi izinyembezi zabo nezami zaphenduka injabulo sibonge esizweni nakwabanye abafake isandla sibonga asiphezi

  • @JoycentBaloyi
    @JoycentBaloyi 5 หลายเดือนก่อน

    haleluya

  • @glenngwenya1084
    @glenngwenya1084 5 หลายเดือนก่อน

    🎉🎉🎉🎉❤❤❤

  • @nkosinzama4950
    @nkosinzama4950 5 หลายเดือนก่อน +1

    I wish they can a liquid rubber paint, to paint a house from in to outside. Ukuvikela izimvula.

  • @BuyisiweGwija
    @BuyisiweGwija 5 หลายเดือนก่อน

    Sibonge Ndabezitha,sibonge Thuleleni nobaba owabhalela uhlelo nomakhelwane owaziza ubaba

  • @mbomeningcobo
    @mbomeningcobo 5 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga nkulunkulu 🙌🙌ukuzi veza kwakho akehlulwa ilutho unkulunkulu akubusise ndabezitha🙌🏽ne team yakho yonke enikelile nabasazonikela

  • @thandazanigumede2022
    @thandazanigumede2022 5 หลายเดือนก่อน

    Ngingujehova owakukhipha egibhithe

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 4 หลายเดือนก่อน

    Izandla zidlula ikhanda,, u hulumeni wazi ukufuna ama voti nje kuphela bese beyohola o 65000 pm

  • @lihlemakamu5660
    @lihlemakamu5660 4 หลายเดือนก่อน

    Bhut Mdu hhay mfokababa,ziyezwakala izigi zakho

  • @mcsiemtetua-ki3dh
    @mcsiemtetua-ki3dh 4 หลายเดือนก่อน

    Uzophila Ndabezitha
    Ngyayazi lenkosi nami yangibusisa qede yenzeka into engangiyifuna

  • @zinhledludla6674
    @zinhledludla6674 5 หลายเดือนก่อน

    🙏🏼🙏🏼🙏🏼❤️

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 5 หลายเดือนก่อน

    Kwakuhle esikubonayo kwande siyabonga

  • @NompumeleloMthembu-nk9gp
    @NompumeleloMthembu-nk9gp 4 หลายเดือนก่อน

    UNkulunkulu ungummangaliso.Akubusise uThixo Mdu