Another thing I would suggest is angisho we still have ama phones wethu on us during all of this we must always write down the names of the doctors so that bonke labo Dr can take accountability in times like these. Especially bonke laba who said they can see ukuthi it's twins.
The hospital and the doctor has stolen the baby there is no way where the baby can disappear during the operation,Dr Dlamini must be investigated and arrested for the disappearance of the twin, and you have to sue them millions
Kushuthi awuslalelanga story ekqaleni akukwazi ukuthi into oybuka kwi scan kungadingeka enye iproof more than 1doctor basho izingane ziwu2 iyiphi enye iproof edlula le ewu2?@@AndyMah-f5u
@@AndyMah-f5u dont be slow...they scanned for months even on the date she was to give birth they scanned and confirmed that there are twins with two heart beats what other evidence do you need
ukuthwala okusithathe kwasibeka la esikhona nje South africa abantu bayatha ukubukwa ngezinyembezi zabantu omachitha imali belambile abantu ,omadlala ngemali angithi
Cha siyayiqala ke le eMnambithi 😮😮😮udokotela namanesi ababemubelethisa bayayazi ingane ukuthi iphi akungadlalwa ngawe mama,,,ababoshwe bayayaz,,,ibuhlungu lento esiyenziwa emithola mpilo nxese cc engathi ungabuthola ubulungiswa😢❤
UDoctor namanesi ayekubelethisa sthandwa Sami bayayazi ingane yakho ukuthi ukuphi 💔💔💔kodwa niyayibona lento yokuthi sihambe sodwa Uma siyobeletha yingozi😭😭😭😭ngoba kumanje Doctor namanesi bephika 😢🥹🥹🥹askies mama ibuhlungu into ekwehlele💔💔💔
She should get all the documents which explain the she was checked by the hospital obstetricians and midwives that she has twins, and both infants are alive . If she can also get the copy of the scans and the proof that upto the operating table both babies were alive, then she should open the case and please Mr Msweli get her a good lawyer for this family.The hospital should be investigated and sued. If there are CCTV's inthat hospital,the good lawyer should request to look at the CCTV for that day. If the couple can't get their baby all those who were surrounding the operating table when uponshe was operated ( surgeons,nurses, midwife, anesthetist and a paediatrician should be arrested and nd eventualy lose their licences .I am not hearing this for the first time, this has to stop. Kukhona lo doctor othwala ngama newborns. Or uyabadayisa,asazi, but this has to stop.😢😢😢😮😮
what happened is that the 1st hospital told the truth that the other twin passed on ,now this other hospital since they were wrong from the 1st place they knew that telling you that for sure the 1st hospital was right your baby had died it was gonna ruin their reputation as a hospital
Hayi lo Dr Dlamini makabuyise umntwana uzobone akalithathanga elina lizokhulela ebhodleleni uthatha lona angazusokolisa nesibendlele masi sue imali eningi
Isono nkosi ngowele. Uma Dr walimala mntwana mbuyisele umntwana amfihle kahle. Kuthethwe elokuthi umlimaze nge skere isono mf2 lento oyenzayo.noma wayedakiwe satane. But baba msweli siyakwethemba siyi South Africa ubulungisa pls.😢😢😢😢
Iyo!!!! Kubuhlungu kubuhlungu okwenzakala e south africa bakwethu ngoba lezikhohlakali they always get away with it,makuvunyelwe kuthi nalaka ka public hospital umyeni akayobheka makuteta umkakhe uma engekho kuvunyelwe isihlobo sakhe sibe yincenye ukuzobona makateta umuntu futhi avunyelwe i blood test before aphuma nengane.
Dr akakhiphe ingane yakwaMkhize . Ayikho ke lento n angi understendi ukuthi kanti umuntu uyahlinzwa ezwa kodwa ke akaze ngizale ngomthungo . Kungenzeka kukhona engingakwazi kodwa etheatre mina ngazi ukuthi uyalaliswa b4 surgery .
Yaz baba, uMsweli, ngicabanga ukuthi umuntu oyoteta kufanele ahambe nomuntu wakubo ukuze azovikeleka, ngoba odokotela benza okuthandwa yibo!
Yebo umuntu kumele agadwe uma oyoteta
Qinisile brother
Uqinisile mft coz vele inqondo iyahamba laphana
Another thing I would suggest is angisho we still have ama phones wethu on us during all of this we must always write down the names of the doctors so that bonke labo Dr can take accountability in times like these. Especially bonke laba who said they can see ukuthi it's twins.
Let's hope i file ka Sis ayikalahleki la
I wish God can raise more men like you bab'Msweli
This Dr Dlamini needs to bring the baby back and now please...
Yebo uDlamini akakhiphe ingane
Izinto eyfana nalezi ezikwenza uze ujike ube umuntu ongasiye, uyacabanga nje ukuti ibuhlungu kanjan lento kubaba walengane nomama wayo n ukuti kwenzekan mubona Dr Dlamini ndini lo....
My king Baba Msweli watching u from limpopo province Nkowankowa town ship
Now I believe ukuthi abanye ezibhedlela basebenzela isgodlo sika sathane ushilo uMfundisi Xaba ku ST Dlamini 🤞
Makatshiswe dlamini,🔥🔥🔥 ayolinda isiku lomfwebo fire fire makubiliswe oil kufakwe inyawo uzocula.
Yoooooo kuningi eSouth Africa inkohlakalo kunuka phuuuuu😢😢😢
CAMERAS should be installed eLabour Ward,So if there z something fishy,we can ask for a footage
umcabango omuhle ngampela lowo
Baba msweli I trust you in this case of twins it's long I have been watching your episodes for twins in different occasions
Me too I have watched but it looks as if other people knows something that we don't know about these new born twins.
Akaboshwe lodokotela straight baba msweli
😢😢😢😢kodwa kanti kunjn eSouth Africa udr untshontshe ingane uyothwala ngayo uyena impela lona owathi akayitholi oyithathile 😢😢😢ngeke ufuna inhlamvu nje kwaphela 😢😢😢 kodwa Shembe 😢😢
The ignorance😢
First to comment ❤❤ilove your work babumsweli
Yinkinga lendaba yamawele angabuyi makulandelelwe siyafisa ukwazi nesiphetho salowa mama wamawele wokuqala kwaphelela kuphi
Sizoyithola lengane and siyayifuna abenzi bobubi bazoboshwa
Dr Dlamini knows. And nguye owathi wele akasaphili. Wayevele emu planele ukumthatha
Kaz akusiye yini lowasiz uNtando wahlinza isisende🤔
Dr Nkosi owahlinza uNtando futhi usebenza kwi private hospital khona eMnambithi..Go and check episodes
@@CelimpiloMliphathat’s is uDr Nkosi bakithi😢
Iyooo ubugebengu lobu.... umtwana operation Dr uyamazi umtwana
Sonke asazi kwenzakalani, but ngokungokwam maybe wahlulek ukukhipha kahle ingane doctor wayisika ngalezinto zabo yashon,wabon kukuhle ukuthi ayifihle, 'maybe'
Yah kunzima kodwa ke love the power of social media bazavelw bonke labo dokotela abangalungile lezenzo zabo
Syabonga ngwenya love you
The hospital and the doctor has stolen the baby there is no way where the baby can disappear during the operation,Dr Dlamini must be investigated and arrested for the disappearance of the twin, and you have to sue them millions
Kwaze kwanzima emhlabeni imali isisenza sijikelane sodwa
Is there a proof that she was carrying twins from the start?You people are quick to jump into conclusions
@@AndyMah-f5udid you even listen to the whole story.....?
Kushuthi awuslalelanga story ekqaleni akukwazi ukuthi into oybuka kwi scan kungadingeka enye iproof more than 1doctor basho izingane ziwu2 iyiphi enye iproof edlula le ewu2?@@AndyMah-f5u
@@AndyMah-f5u dont be slow...they scanned for months even on the date she was to give birth they scanned and confirmed that there are twins with two heart beats what other evidence do you need
Kumele abantu ba belethe be gadiwe ihlobo ngempela 😢
Inkinga kuma government hospital akuvumelekile only private that can allow that
ukuthwala okusithathe kwasibeka la esikhona nje South africa abantu bayatha ukubukwa ngezinyembezi zabantu omachitha imali belambile abantu ,omadlala ngemali angithi
The doctor accidental killed the baby during operation, remember the heavy staff on the legs of the mother.
Dr Dlamini khipha umntwana, uyamazi ukuthi uphi plz ake ube ubaba ube nomsiko nawe noma uyindoda. Uyinja kodwa dokotela
Akutholakale inyanga ezocacisa ngaloludaba yini le eyayisinda emathangeni ...
Ngihlezi ngiwugxeka umnyango wezempilo, bayabona abantu baningi kulelizwe kodwa ama Clinic kanye nezibhedlela kusanele isibalo sabantu ababephila 25 years ago. Kumele ngabe izibhedlela ziningi kanjalo nemtholampilo.
Lo Dokotela wakwa Dlamini udinga ukuthathelwa izinyathelo, phephisa sisi ngobuhlungu ozwiswebona😢
Konje uyena uDr Dlamini owathi ingane ishonile kuqala eyodwa ??
Mmmh kwaze kwanzima, sicela ungenelele Bab' Msweli 🙏🏾 umama wamawele esizakale
They can sue the hospital. Legal practitioners please intervene.
u DLAMINI akelethe ingane kuyCaca ukuty banikeza labantu abathwala ngezingane ngoba angeke inyamalale esiswini mabahlanganiswe. labodokotela bonke lizovela iqiniso usile lo DLAMINI 💔💔
Yheeee cc mtanakho bamtshontsha balandelen labasathane bahamba ngenyawo rhaaaa
Amadoda abantu abansundu abake babe khona uma umuntu wesifazane ebeletha ukuze kugwemeke lezizinkinga.
Bathini esbhedlela, bayavuma yini kulezibhedlela zethu
Ushaye khona manje babi abasebenzi bezempilo nabo ucobo abodokotela singathembi muntu manje.
Umthetho uyavuma ikakhulu ima kitties e theatre ababa uyavunyelwa ukungena ngenkathi kuhlinzwa. Kant futhi ilungelo likamama ngokomthetho ukuthi abe ne ‘companion’ ima ezobeletha noma esaxukuza.
Baba Msweli lezigameko ziyanda ezibhedlela kanti aziwukhululi umphefumulo womzali nomndeni Mwamba nentukuthelo esizweni sonkana nokwesaba kwabalandelayo. Sicela wena ngoba udumile usenzele petition ezosayinwa ama South Africans ukugunyaza oyobeletha kuthi abenomuntu ozomgada ngesikhathi ebelethiswa abeseduze nethimba lodokotela kuze kuba iyahlanzwa ingane yemukeliswa kunina abeseduze agade ukulahleka kwengane esandleni soDokotela abakhohlakele abadayisa ngezingane kuzigilamkhuba @ayandaMsweli
Uyanda nje lomkhuba wokulahleka kwamawele. Mthwalume, Mpangeni and now Weenen. Kanti odokotela and nurses yini abayikhanda ngamawele😢😢😢😢
Eyi lunzima ngempela loludaba lamawele😢😢
Ngiyayisola cishe inokuthwala phakathi why kuloludaba olwedlule u nurse wa rizayina after incident.
Haybo Yazi nami sengizibuza lokho, kshuthi khona labewadayisa khona, kshuthi kusuke sekuyi order 😢😢 bayazi bona bayenzani Ingane, kanti kwenzakalani ngamawele? , lama cases amawele asemaningi😢😢
Kuthiwa amawele ayunhlanhla so kushuthi benza ngawo imithi
Uthi abathwali kodw ngawo ngeke
Hay khona! Thorough investigations must be done to this hospital. Mama qina bakith ngomntwana wakho.😢
These doctors mara😢 they killed this baby😢
These doctors must answer her questions and tell the truth
Mhhh bangaki omama abangazi ukuthi bebekhulelwe amawele bafihla odokotela 😢
Next time ngizoteta ngigadwe isecurity😮
Udokotela uyazi ukuthi uyishoni sephi ingane
Cha siyayiqala ke le eMnambithi 😮😮😮udokotela namanesi ababemubelethisa bayayazi ingane ukuthi iphi akungadlalwa ngawe mama,,,ababoshwe bayayaz,,,ibuhlungu lento esiyenziwa emithola mpilo nxese cc engathi ungabuthola ubulungiswa😢❤
Sengathi iyanda lenkinga yamawele, I think this is third episode kunenkinga yokulahleka kwelinye iwele. EyasePort Shepstone, eyaseShowe, nayi eyaseWeenen. Kumele agadwe ngeso lokhozi umuntu ozobeletha amawele.
Shwele Jesu inkulu indaba namawele bayawadayisa odokotela
Impela
I never knew ukuthi this also happens in SA, I usually watch stories like this in Nigeria where they sell or exchange babies with dead ones
UDoctor namanesi ayekubelethisa sthandwa Sami bayayazi ingane yakho ukuthi ukuphi 💔💔💔kodwa niyayibona lento yokuthi sihambe sodwa Uma siyobeletha yingozi😭😭😭😭ngoba kumanje Doctor namanesi bephika 😢🥹🥹🥹askies mama ibuhlungu into ekwehlele💔💔💔
Lo Dr dlamini udinga ivolovolo
Ave bebulawa odokotela namanesi ngezimo ezifana nalesi. Ubaba Msweli syabonga ukuthi ayiveze lento ukuze kuphenywe kale lenkiyankiya😢
She should get all the documents which explain the she was checked by the hospital obstetricians and midwives that she has twins, and both infants are alive . If she can also get the copy of the scans and the proof that upto the operating table both babies were alive, then she should open the case and please Mr Msweli get her a good lawyer for this family.The hospital should be investigated and sued. If there are CCTV's inthat hospital,the good lawyer should request to look at the CCTV for that day. If the couple can't get their baby all those who were surrounding the operating table when uponshe was operated ( surgeons,nurses, midwife, anesthetist and a paediatrician should be arrested and nd eventualy lose their licences .I am not hearing this for the first time, this has to stop. Kukhona lo doctor othwala ngama newborns. Or uyabadayisa,asazi, but this has to stop.😢😢😢😮😮
Ngicabanga ukuthi khona iphutja elenzeka ngesikhathi kuhlinzwa maybe balimaza ungane ngephutha sebesaba lokho buye babe amahlathi ohela nabo labo doctor
Syabadinga abantu abafana nawe Msweli uphile njalo Nongalo 🎉
Le story sithi asifane nesengane ka cc wami ebelethe ngo November 2024
Baze banobugebengu azibhedlela bayithathile lengane shuthi bayazidayisa uJehova akahambe phambili atholakale umtwana siyabonga babuMsweli uJehova akubiyele njalo
Kantikwenzekani South Africa ngamawele engathi lingatholakala nkosiyami
Weeeeee 😢😢😢😢 jerova angikaze ngyazwa into enje babazani
what happened is that the 1st hospital told the truth that the other twin passed on ,now this other hospital since they were wrong from the 1st place they knew that telling you that for sure the 1st hospital was right your baby had died it was gonna ruin their reputation as a hospital
isimo abantu abahlala emakhaya ababhekana nazo mihla namalanga ezikhungweni zikahulumeni ziyashaqisa, ngyafisa naye uhulumeni ukuthi ahlinzeke izikhungo zakhe ngezinsiza kusebenza azinake zibe sezingeni kuvaleke leligebe elikhona mawuqhathanisa nasemalokishini, bese nabasebenzi abenze into abaqashelwe yona futhi siza umuntu ngobuntu ngoba ksasa uyophendula khumbula icala lembula ingubo lingene. sicela odokotela ababekhona uhlinzwa bechaze , ngoba loludaba kukhona la lushoda khona uma usulalelisisa kahle siyacela bachaze ngokwenzeka during operation. asethembe la ekhona umtwana usaphila niqinise nasemkhulekweni umkhuleko unamandla.
Inkinga in amawele INkosi impela. Babona business abombuso wobumnyama. UJehova anisikelele
Nkos'Jesu ngenelela
Akaboshwe udokotela obehlinzacumama umama umama umama abuye sthi kunenganeceyodwa akayiboni enye.... Uyayazi uyidayisile
uyabona nje umphathi Ebengeke afonele umyeni wakho if akukho okushaya amanzi sonke siyateta kodwa akaze umphathi athathe amafoni abayeni bethu
Ekhaya emsamo kuyokhulunywa nabantu abadala kushiswe impepho kubikwe lomhlola.
Sesadlula ngokuntshontsha,umuntu uqala 10c,kwenyukele ukuba nesibindi,Asiphephile kulomhlaba
Baba Msweli
Ngyakwethemba baba msweli uzoze ulugojele loludaba
Hmm kunzima bakwethu ngalabo dokotela.
Kanti amawele aseyadayiswa yini bakithi ay iningi inkohlakalo lapha kusadingwa uphenyo olunzulu😢
Kuyacaca kushuth aseyadayisa ngyabonga Mina nkosyam abami ngabuya nabo bephelele ngibuhlung ngomama babuya izingan zabo zingaphelel 😢
Phela ayinhlanhla bawayisa ezinyangeni ezithwalisayo bayonkwenza izithwalo ingakho wayethi lifile 😢😢nkosi ngenelela mina bengizomfuna ngimthole bengizomu mbulala eselishilo iqiniso ungaka fi ngengane yami😢
Sebeyàwa dayisa sebeyekile ukutshotsha isphiwo sebedila namawele
Hayi lo Dr Dlamini makabuyise umntwana uzobone akalithathanga elina lizokhulela ebhodleleni uthatha lona angazusokolisa nesibendlele masi sue imali eningi
Isono nkosi ngowele. Uma Dr walimala mntwana mbuyisele umntwana amfihle kahle. Kuthethwe elokuthi umlimaze nge skere isono mf2 lento oyenzayo.noma wayedakiwe satane. But baba msweli siyakwethemba siyi South Africa ubulungisa pls.😢😢😢😢
Lodokotela owayemuzalisa wangabe esavela manje for ukumChecker umthungo abone ukuthi zinto zihamba kanjan nge patient yakhe uBusy ngani?.. akutholwe yena kqala achaze ngeke Scan siqambe amanga 😢
Kaz kwenzakalanii ngengene enye😢
Dr Dlamini akakhulume Qiniso, wabonakala ngokuthi akhone ukum recognize ukuthi umama wama twins ekubeni esebenza ngabantu abaningi kangaka.
Mmm kwaze kwabuhlungu cc mina nginawu 4 kwakulokhu kushiwo kanjalo kuthiwe ashonile kodwa bayaphila bonke mase ngiteta😢
Jehova kazi wayithatha wayishonisaphi lodokotela,why engasezi yena uzoku check ukti ukahle yini umawengane 😢😢😢
I hope you've reported to the department of health Minister Nomagugu
Bayayazi bobabili ababekhona bavumelana ngikuytshotsha
Waze wayilula indaba umama weee
Thenga i data wena
😢😢😢😢😢😢😢ncese kwaze kwabhlungu
What if the doctors made a mistake about there being two babies ?
Indaba yamawele ibucayi futh nabo abantu abasebenza kwezenmpilo basebenzisana nezinyanga bakhohlakele kuntshotnshwa ngisho izingubo zabantu abazalwa bembethe
Yaz uma kungathiwa ufonele lezicefe zaka Kwenzakalani bekuzoshuba kodwa naye uMsweli ngyamethemba labodokotela kusamele bechaze kabanzi 🤞🤞🤞
Awuuu madoda aiy kunzima lo doctor kumele abuyise ingane ngokukhulu ukushesha
Iyo!!!! Kubuhlungu kubuhlungu okwenzakala e south africa bakwethu ngoba lezikhohlakali they always get away with it,makuvunyelwe kuthi nalaka ka public hospital umyeni akayobheka makuteta umkakhe uma engekho kuvunyelwe isihlobo sakhe sibe yincenye ukuzobona makateta umuntu futhi avunyelwe i blood test before aphuma nengane.
Kazi isbeletho sakho basiphindisela yini nje ngoba basebesikhiphile pls you must check
Awu mkhaya
Umtana uku docter Dlamini qha finish😢😢
Nkulunkulu kahlulwa lutho akhukho okufihlakele kuye.
Kubaluleke kakhulu ukuba no muntu okuphelezelayo uma uyobeletha ngoba akukho onamandla okukwenza noma okukubona uhamba wedwa
Udokotela wabona ukuthi angekekwazi ukutshotsha loka 1.6 ngoba ezohlalebhodleleni .wamutshotsha lo ka 2.8
Doctor Dlamini bayomuphatha behlambe ib'hlungu lent owayenza. Kodwa akesethembe uFather God ukuth uzolenza iqhinga kanjalo namava kaMsweli syethemba azoza nesisombululo.
Ngempela bayomphatha behlambe ngempela awuuuuu
Kodwa ibhedlela zimoshwa abasebenzi usemtshontshelani ngempela umtwana ngifisa abanjwe aboshwe
Dr akakhiphe ingane yakwaMkhize . Ayikho ke lento n angi understendi ukuthi kanti umuntu uyahlinzwa ezwa kodwa ke akaze ngizale ngomthungo . Kungenzeka kukhona engingakwazi kodwa etheatre mina ngazi ukuthi uyalaliswa b4 surgery .
No awusalaliswa yonke into uyabona
Sekwabulawa isingenzansi manje kusuka kudala nam ngo95 ngateta kanjalo
Ngo 2010 ngihlinzwe ngivukile ngibona konke ,bexoxa nanami.
Ayi kunzima ebhedlela nkosiyam
umbuso ka anc ulibulele izwe .ababoshwe odokotela .buningi ubugebengu bokuntshontshws kwezingane ngenxa yamakwerekwere ka anc.
Doctor akabuyise ingane nje kuphela
Ay ngeke baboshwe labodokotela iyanda lento yokuntshontsha amawele yerr
𝗔𝗸𝗲 𝗯𝗲𝘆𝗲 𝗻𝗮𝗸𝘂𝗯𝗮𝗻𝘁𝘂 𝗯𝗲𝘀𝗶𝗻𝘁𝘂 𝘀𝗶𝘇𝘄𝗲 𝗯𝗼𝗻𝗮 𝘂𝗸𝘂𝘁𝗵𝗶 𝗯𝗮𝘁𝗵𝗶𝗻𝗶!!!!😢😢
Siyakwethemba baba Msweli lunzima loludaba
Kulukhuni endabeni yase Sbhedlela mina ngiyambonga uShembe babuya bephelele bowu four
Dont forget baningi abasebenzela u satiate ezibhedlela
Akabuzwe kahle u dokotela uyalazi iqiniso lengane ukuth iphi
Cha kwaze kwa buhlungu
The doctor lowakubelethisa knows the baby 23:46
Sibonge Baba MR MSWELI SIZAKUZWA SIYAKULANDELA FUTHI