NGAJOLELWA UMFAZI NGAMXOLELA BUT NGAPHAKATHI SHUTHI ANGIXOLILE NGOBA SEKUKANINGI NGIZAMA UKUZIBULAL

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 15 ก.ย. 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @thuleleni_tv

ความคิดเห็น • 303

  • @lindiwesibanyoni1515
    @lindiwesibanyoni1515 4 หลายเดือนก่อน +5

    Baba Sawubona , ngicela use la e Goli ,I m Evangelist Violet Lindiwe Sibanyoni, I will counsel you n you will receive peace forever in the Name of Jesus Christ

  • @tjngema8410
    @tjngema8410 4 หลายเดือนก่อน +10

    1. Ukuthula ngeke uze ukuthole mfowethu until uphume kulobubudlelwano.
    2. Icala lokufeba komuntu wesifazane alithethwa.
    3. Ukuzibulala nokubulala akuxazulili lutho kepha kwenza isimo sibe worse.
    4. Umuntu akalawulwa engasiyo inkomo. Ngakho-ke yisinqumo sakho ukuthatha/jola nomuntu onengane. As long as uzokwazi ukulawula ingqondo nemizwa yakho. Ukujolelwa kwendoda kufana nokuyibulala iphila.
    Beka impilo yakho phambili and uqonde ukuthi isinqumo ozosithatha nezenzo zizothinta wena uqobo. So, ungavumi ukulawulwa yizimo.

    • @SnenhlanhlaZondi-jc5pw
      @SnenhlanhlaZondi-jc5pw หลายเดือนก่อน +1

      Lento yokuthi umuntu wesilisa angaqoywa noma amangaki amantombazane yababulala ngoba benza noma ikanjani bakhohlwe ukuthi kunomuntu abamthatha bamenza umfazi onemizwa naye. Okubuhlungu ulala nawowonke umuntu wesifazane abuye nezifo nokuthathatheka from lowo muntu wesfazane. Afe umuntu wesfazane ehlezi ekhaya kodwa athule ngoba uyakwazi ukubekezela.
      Abantu beslisa babulala abantu besifazane behleli emzini yabo ngaphakathi nangaphandle. As umuntu wesfazane,ngyasebenza,ngyapheka,ngyahlanza indlu, ngibheke ingane,ngibheke wena njengenhloko yomuzi ngiphinde ngikujabulise egumbini. Konke loko ngikwenza ngijabule,ngihlukumezikile enhlinziyweni,ngikhathele. Khona kunjalo indoda iyaphuma iyolanda inkinga ngaphandle. Ngikhale ngazo, njengendoda awumfuni umuntu wesfazane okhalayo nokhuluma njalo. Ngizokhala kubani mina, ngikhulume nobani inkinga zami,zethu, njengendoda nomfazi ngoba abangani bayasilahlekisa, uma ungakwazi ukuhlala nami sixoxe. Ubani osazokwenzela konke okudingayo ekhaya ngingajabule mina. Ngoba uzothi windoda walobola? Anginayo yini imizwa mina? Ubani ozofa agule ahambe abathandazi ehlezi engaganganga kodwa ngenxa yendoda,ngehlanngenyuma nezibhedlela?
      Uma sengenza okwenzayo uthi alithethwa elami . Ngobani?
      Izwe lonakala kanjena nje kudlaliwe ngabantu besifazane abaziphatha kahle emjolweni bahlukumezeka bafika la befoka khona bengasathembi lutho bese siyabulawa.
      Ngyambongela mina ubhuti ngesqumo asiyhathile. Kodwa naye mengazimisele ngokuqhathulula awakhe amakhizane akayeke mama ayambe ngoba bazophila isimo esisodwa esinganakujabula emshadweni wabo.
      Sibaningi sabantu besgazane abaphila nezilonda ezigujwa abantu esibathandayo kodwa syaphila. Abanye bethu balahlekelwe inhlonipho ngoba bahlonipha abantu ababengananhloso ngabo.

  • @MzomkhuluNkwanyana
    @MzomkhuluNkwanyana 5 หลายเดือนก่อน +40

    Siyakhala thina madoda masijolelwa asikwazi ukuxola kodwa thina sijola sizesimithise abanye bajolela abesifazane bezithwele

    • @YoumpieYoumpie
      @YoumpieYoumpie 5 หลายเดือนก่อน +1

      True

    • @user-rc1gm1jp1f
      @user-rc1gm1jp1f 5 หลายเดือนก่อน +2

      I love you❤your comment dude👌

    • @user-od3cc4sh9t
      @user-od3cc4sh9t 5 หลายเดือนก่อน +2

      Waze walikhuluma iqiniso bhut wabantu

    • @SifisoDiliza
      @SifisoDiliza 4 หลายเดือนก่อน

      Uyadibhela wena indoda iyajola??

    • @NombusoShoba
      @NombusoShoba 4 หลายเดือนก่อน +1

      True

  • @PatrickMpanza
    @PatrickMpanza 3 หลายเดือนก่อน +2

    Bhuti zama kumyeka ngek vele uphinde umethembe n if umxolela ubokwaz usazophinda futh akujolele 🤞

  • @Christianconnecion
    @Christianconnecion 5 หลายเดือนก่อน +3

    I wish every male ear can hear this .. bezwe nje ukuthi how does it feel to be cheated on😒😓😓. It's very painful xem ukugangelwa and strong... I call all Chester's ears to hear this

  • @margaretmaduna3684
    @margaretmaduna3684 5 หลายเดือนก่อน +10

    It applies to both gender ukujolelwa kubuhlungu its not easy to trust after

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 5 หลายเดือนก่อน +1

      Agree and I like your comment

  • @SilindileKhumalo-cn6xt
    @SilindileKhumalo-cn6xt 5 หลายเดือนก่อน +11

    Inkinga lapha sizwa iside lomuntu oyedwa hleze nje ucc unesigaxa sendaba ngobhuti yingakho agcine enza lokhu akwenzile

  • @user-om7gs8hg2o
    @user-om7gs8hg2o 5 หลายเดือนก่อน +3

    When one door closes another opens Just pray brother God will guide you through this You will find a good woman

  • @petrusmakhanda9844
    @petrusmakhanda9844 5 หลายเดือนก่อน +19

    The biggest mistake siyenzayo is to forgive the cheater. A cheater always a cheater! The leopard never change its spots! Shiya phantsi my brother so that you can heal

    • @sbusisomatsenjwa2032
      @sbusisomatsenjwa2032 5 หลายเดือนก่อน +3

      Eish Kona kumatima bhutwam but nje ngekutsi usuke umtsandza and myb utoshintja Kan awati kutobese kuyaphindzeka Kona kubuhlungu kakhuuuuulu Jehova....

    • @petrusmakhanda9844
      @petrusmakhanda9844 5 หลายเดือนก่อน

      @@sbusisomatsenjwa2032 it's true my brother it's not easy just to leave her just like that but if you want to heal it's better to leave

    • @YoumpieYoumpie
      @YoumpieYoumpie 5 หลายเดือนก่อน

      Atleast mnikat we story unekucabanga kuts mybe kunesandla ses3...
      Muntu was cheat waphindzelela usuka angasakutsandz ngeke went into intokabili muntu umtsandz

    • @thobekasimelane896
      @thobekasimelane896 2 หลายเดือนก่อน

      Yay err you have no​@@sbusisomatsenjwa2032

  • @sadiabressan
    @sadiabressan 5 หลายเดือนก่อน +9

    Njengoba amadoda exegekwa isimilo aze azalise nga 2,3,4 abalimali yini abantu besifazane, niyahluoha ngokungena esbhedlela nifune nokubulala monichethelwa inhliziyo izwa ngokufana ubuhlungu, istigma esibi nje lesi esithi indoda isoka umuntu wesifazane issifebe, yekanani uyothola omunye bese ungakwenzi kuye loku okwenze lo wayofeba njengobusho

    • @bonisilekhuzwayo2470
      @bonisilekhuzwayo2470 5 หลายเดือนก่อน +4

      Nam ingidin kabi le yokwenz sengath thin kumel sfetshelwe amadoda ngb engamadoda won ekben sinezinhliziyo sonke ubuhlung buyefan nje

    • @nomthandazomponwana6345
      @nomthandazomponwana6345 5 หลายเดือนก่อน +2

      Ngivumelana nawe kulokho sisi shuthi thina bantu besfazane mele sibekezele and uma ungumuntu wesmame angeke uye kuTV uyoshukuthi umyeni wakho wakhululisa ngaphandle ngoba yinto esiyijwayele bese babizwa ngamasoka thina ubufebe 😢😢😢😢ibuhlungu ngempela kudlaliwe ngathi

  • @thandekazuma9957
    @thandekazuma9957 หลายเดือนก่อน +1

    Syabonga bhuti ngoba awuzibulalanga qina uphume kucc makngavumi uxole

  • @MpumeTembe
    @MpumeTembe 3 หลายเดือนก่อน +1

    Heeee amadoda ave ezwela dade shuth makungathiwa nathi sinjengabo ngabe akusekho muntu wesfazane la mhlaben

  • @meshackdlamini5573
    @meshackdlamini5573 5 หลายเดือนก่อน +2

    Oh my god this is deep 😢 I pray that after he receives help,he comes out strong n sees no need to return to her cos by the looks of things he is bound to relapse n fall back into depression n he will deffinetly kill..who ever gives him help,please help him out of this relationship 😢 this guy loved this woman n she broozed him beyond repair 😢 listening to him,there's no way 1 can bring these 2 back together again 😢 please someone help him out of this relationship

  • @lindi-un4xo
    @lindi-un4xo 5 หลายเดือนก่อน +3

    This guy is on the right path for asking for help, and for that I salute him. It takes two to tango though, It is better to go separate ways for all concerned. I hope that he doesn’t suffer an immotional , psychological chemical imbalances and if he is , he really needs help.

    • @bettydludla5004
      @bettydludla5004 5 หลายเดือนก่อน

      À1

    • @leratoradebe8701
      @leratoradebe8701 5 หลายเดือนก่อน

      I salute u bafo u re da best motivator

    • @leratoradebe8701
      @leratoradebe8701 5 หลายเดือนก่อน

      I salute u bafo u re da best motivator

    • @leratoradebe8701
      @leratoradebe8701 5 หลายเดือนก่อน

      Nxese bafo xola moya wakho phola mphefu"mlo wakho

    • @Christianconnecion
      @Christianconnecion 5 หลายเดือนก่อน

      That cheater must go back home... my brother God favored you. And I can say kuthi going thru this is for the purpose of God yokuthi abesilisa babone izinhlungu ezidlula kuzo😢

  • @williamkhedzi585
    @williamkhedzi585 3 หลายเดือนก่อน

    I’m very happy and proud of you the way you handled the problem , nga jabula when you make him laugh 👌🏼

  • @AndileMM608
    @AndileMM608 3 หลายเดือนก่อน +2

    The day amadoda abona ukuthi kubuhlungu kanjani ukufetshelwa ayoyeka. Kubuhlungu uma kwinina but thina as women kmele sibekezele????

    • @SkhumbuzoKubheka
      @SkhumbuzoKubheka 2 หลายเดือนก่อน

      Akudlali ukunikizelwa izinqa zakho uztshela ukuthi zaziwa nguwe wedwa😢

  • @mzomuhlemenzi2148
    @mzomuhlemenzi2148 หลายเดือนก่อน

    Ash mnewethu inzima indaba yakho but ngibonga njeh ukuthi umqondo wakho, usakwazi ukuwulawula, I wish njeh ukuthi ungathola usizo

  • @SizweMasala
    @SizweMasala 5 หลายเดือนก่อน +4

    Bafo Musa ubayislima shiya lomfazi once umfazi aqalise ujola asoze ayeke Musa uzibulala bafo shiya phantsi esosfebe mfazi umele ukuba avikele isdima sendoda yakhe xosha lonjakaz leyo🤞🤞🤞🤞🙏🙏

  • @user-sn8vw7kv4h
    @user-sn8vw7kv4h 3 หลายเดือนก่อน

    Le program yenu bhuti siyayibulela ngokunceda abantu ,uyhlale under bhuti you are a good listener to your clients keep it up mtasekhaya, ubhuti sele enyamezele leminyaka xa esamthanda makamxolele ndiyambongela ngokumzamela uncedo let's hope uzoncedakala nangenxa yabantwana nkosi yam all the best.

  • @ThulisileMncwango
    @ThulisileMncwango 24 วันที่ผ่านมา

    Mmm mntaka baba sengathi ngaluthola usizo sibonga kuthi ulwile uzama usizo cela lahle leyomcabango be strong

  • @leeteemp1817
    @leeteemp1817 หลายเดือนก่อน +1

    Yindlela esizizwa ngayo nathi abantu besifazane masijolelwa kodwa obaba basbuka thina njengamatshe kanti nakithi kuyazwela

  • @Xoliemarwanqana-eo7nv
    @Xoliemarwanqana-eo7nv 5 หลายเดือนก่อน +3

    Qina bhuti 😢kona kunzima kodwa uma icounceling ingawenzi umehluko ncono ushiye kuno kuthi ukhiphe umphefumulo qina ndoda Siyabonga ngesibindi sakho sokukwazi ukubhodla kumuntu ongaphandle

  • @albertmwelase3528
    @albertmwelase3528 3 หลายเดือนก่อน +1

    Hi bafo undlala usatha bafo zethembe be a really man uyindonda mshaye ngeduku vale emnyango zalwa kabusha bafo zethembe.

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 5 หลายเดือนก่อน +3

    Ngane yami shiya phansi lonondindwa ungaze ungene eslingweni okungcono yazisa umndeni ulande inkomo zakho ukhohlwe uyena 😢😢

  • @thandazodlamini203
    @thandazodlamini203 4 หลายเดือนก่อน +2

    Wayethi ugogo ngezikhathi zabo umfazi mayefebile wayengaxoshwa babemkhipha inxiwa ngezansi komuzi bemakhele 1 room ngoba usencolisile izidalwa zalayikhaya bese indoda iqala phansi iphinde iganwe kodwa ahanjiselwe ukudla izingane zakhe kodwa zona zisale noBaba

  • @Luvuyo4GYM
    @Luvuyo4GYM หลายเดือนก่อน

    Kahle Kahle I Manual Yomjolo Iyadingeka. Amadoda Are Hurting Out Here 😢😢😢

  • @LorraineHlengwa
    @LorraineHlengwa 2 วันที่ผ่านมา

    Ngixolise inhlungu odlula kuyona, kodwa counseling izakusiza ngoba ezigabeni ezinhlanu okumele uzihambe awudluli kwesesine okuyongozi ke uma ugcina ungafikanga esigabeni sesihlanu okuwukwamukela isimo njengoba kunjalo, awusoze wakwazi ukuqhubekela phambilli, ngoba nye lo wesifazane kumele ahlumeleliswe ngokomqondo noma ningeke nikwenze ngesikhathi esifanayo, kuze kufike ekutheni nivumelane ukuthi seningakwazi ukuluhamba ndawonye loluhambo ukuze nikhiphelane izifuba ekugcineni uma nisazimisele ukubopha ifindo lomshado. Unkulunkulu abenawe akukhombise indlela kungaze kufike ekufeni noma ekuboshweni, kodwa kuyezwakala ukuthi ungumuntu ozibophezele kuloluthando. 🙏🙏🙏

  • @siphigats7359
    @siphigats7359 5 หลายเดือนก่อน

    Ungazibulali, siyakudinga! Forgiveness is not easy. But if you can forgive I applaud your courage brother, son, father, uncle, cousin, nephew makhi. Ubalulekile ebantwini abanengi! DONNOT DISTROY YOUR LIFE. Tomorrow might be better than today and yesterday! I am Praying for you, remember we need you!
    Mfowethu you need to heal. Get help for the both of you, talk about your issues with a mediator in a safe space where you both can talk about it. This will help you manage to ask the difficult questions you need answers to.
    Counselling can help you to make a decision and understand the meaning of your decisions. Therefore, will help you in dealing with the triggers in your situation. Such as; scrutinising her behaviours and getting triggered.
    If you choose to forgive do it 100%.
    Kunzima!

  • @user-lk5bl6iq9j
    @user-lk5bl6iq9j 2 หลายเดือนก่อน +1

    Iyamangaza indaba yamadoda ngoba wona ayafeba kodwa uma kumuntu wesifazane bona kuba nzima mina nje eyami indoda inezingane yonke indawo kodwa ngayixolela naye akaxole uma esamthanda xola ndoda

  • @maxwellmasondo7306
    @maxwellmasondo7306 หลายเดือนก่อน

    Phuma bro never uphinde umethembe ucc ngoba yonke into azoyenza uzothi kufanele ngoba kuso

  • @user-rc1gm1jp1f
    @user-rc1gm1jp1f 5 หลายเดือนก่อน

    I'm glad uBhuti uzile lana wazofuna usizo... Ngoba impilo yakhe nomfazi wakhe iseNcupheni😢 Ngicela uphume kulobo budlelwane weBhuti ukuze uzoPhola, inhliziyo le...

  • @ntandoyesizwemthembu660
    @ntandoyesizwemthembu660 หลายเดือนก่อน

    Uxolo bhut ungazibulali Ake niphane isikhala

  • @NtombieNgcongo
    @NtombieNgcongo 5 หลายเดือนก่อน +1

    😢😢😢kubhlung kona kodwa nath bant besfazane ksuke kubhlung kanj masgangelwe indoda kodwa kunina ngath kuzwela kakhulu phephisa bhuti nath simelwa zinhliziyo kodwa siqini ngoba unkulunkulu usthembile siyimbokodo nawe nj ehlis umoya kzodlula

    • @nonkululekonkwanyana2720
      @nonkululekonkwanyana2720 5 หลายเดือนก่อน

      Thina uyahlekwa kuthiwe uneskhwele lomfazi kubuhlungu nakithi

    • @Inyanga-yeMswati_TV
      @Inyanga-yeMswati_TV 5 หลายเดือนก่อน

      Uyakwazi ukulobola wena okanye uthwala izindleko zakaboyfriend wakho ngoba umthanda?

    • @Christianconnecion
      @Christianconnecion 5 หลายเดือนก่อน

      Mxm

    • @Christianconnecion
      @Christianconnecion 5 หลายเดือนก่อน

      And kahla kahle Lana... we only hear one side of a story...🤔🤔🤔

  • @safehavenrsa
    @safehavenrsa 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ubhuti udinga usizo lokubuyisa ukuzethemba azithande abe complete as a person azazi ukuthi uwubani ufunani empilweni nokuthi ufuna umuntu onjani. At that point you'll be surprised that he will realise ukuthi kwasisi lo akusiye inhlobo yomuntu afuna ukwakha naye ikusasa.

    • @user-wp2ot5bh9f
      @user-wp2ot5bh9f 5 หลายเดือนก่อน +1

      Wena wake waCheatelwa I can tell by reading this comment, this is the real one, my brother currently suffers from low self esteem he mighty be confident enough.

    • @NomvulaMchunu-bh8bo
      @NomvulaMchunu-bh8bo 4 หลายเดือนก่อน

      ​@@user-wp2ot5bh9fft ft

    • @NomvulaMchunu-bh8bo
      @NomvulaMchunu-bh8bo 4 หลายเดือนก่อน

      ​@@user-wp2ot5bh9fsee see see uni. 😢 52:45 🎉 r😢🎉j
      Dbu🎉😮🎉😮🎉😮😢😢🎉 53:21 53:22 53:23 53:25 53:26 😮🎉 see, vu

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 5 หลายเดือนก่อน +1

    Mfowethu ungazibulali ..baningi abantu besfazana please. Kona kubuhlungu impela. Ukudliswa kuyinkinga yokuqhiliza abanye abantu 😢

  • @mpumempumelelo5347
    @mpumempumelelo5347 5 หลายเดือนก่อน

    Bhut sinzima isimo obhekene naso.yazisa imndeni yobili.bese Wena uthathe isqumo uphume kuloluthando.ngoba awusoze waxola ngaphakath uJehova ukasoze wakulahla ungazikhaleli inkomo owalobol ngazo Zonke izimo esibhekana nazo zibabuhlungu kakhulu.kodw ekugcineni siyaphuma kunezo nhlung esisuk sibhekene nazo.ungacabang ukubulala konke lokhu kuzodlula bhut wam.ukhuleke uJehova uzoksiza ngokupholisa inhliziyo yakho🙏

  • @ntombyShakes
    @ntombyShakes 5 หลายเดือนก่อน +1

    Yaze yafana impilo yam nekabhuty nginaloncedezy ngajolelwa nguMyeni lapho esebenza khona lapho mina engishiye ngengane encane wayokhangela abangcono ngaphandle iAnger enginayo sengiphila enyimpilo engangingazelwe ngabazali bami ngikwesosimo kona ngisahlala naye kodwa akukuhle neze😢ngiyalundinga usizo la ngikhona bandla

    • @mduduzimkhwanazi4879
      @mduduzimkhwanazi4879 5 หลายเดือนก่อน +1

      Phuma Sisi uyofuna usizo kungaze konakale kakhulu

  • @SizweZungu-xu3my
    @SizweZungu-xu3my 5 หลายเดือนก่อน +2

    Nesizulu sibuye sibe inkinga koda masithi umfazi akaxoshwa ulanda inhlawulo kubo ukuba akunjalo ngabe ngithi myeke manje Akukho okunye ukugwinya kushisa ... Kodak mele uhlele wazi usazophinda futhi

  • @ThembakaziPrincess
    @ThembakaziPrincess 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ukukhuluma kuyasiza kakhulu kunokufela ngaphakathi, uzobaryt asikho isimo esingalungiseki take your time ucabangisise kakuhle ungaqala kabusha ngempilo umyeke agoduke uzomthola owakho.

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi951 5 หลายเดือนก่อน +3

    Noma engaqhubeka naye lomama still kuzofika loko ukuthi lento akayenza kuyena usakwenza kulo amshithela njengoba esho naye😢akabikele abomndeni kubuye izinkomo ngoba isazoqhubeka le film yokumfebela unkoskazi kunzima,umuntu mangakabi ready akamusa ukuntshontsha izinkomo esibayeni sendoda buka manje ulahlekelwe okuningi ngobufebe nje,okudliwe isikhonyana kuzobuya mfwethu💪💪💪💪💪💪

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 5 หลายเดือนก่อน +4

    Mina angidlulisi nhlobo kwindoda ejolayp. Yiko sengakhetha ukuhlala single and happy. Uhlalaniphile bhuti wami. Mina ngibona iphyscologist yakusasa lana kuwe. Khulisa abantwana bakho bazokusiza kusasa. Ungawubulali umuzi kababomkhulu wakho.

    • @petrusmakhanda9844
      @petrusmakhanda9844 5 หลายเดือนก่อน +1

      Good advice my Sister! The only solution for cheating is not forgiveness/therapy or counseling but is to pack & leave that relationship or marriage

  • @user-om7gs8hg2o
    @user-om7gs8hg2o 5 หลายเดือนก่อน +1

    Sorry my brother Pray God will guide you through this

  • @thandekazuma9957
    @thandekazuma9957 หลายเดือนก่อน

    Hmmmmm kwaze kanzima nani madoda seniyayisebenzisa imithi kuyafanwana nje futy nina seni worse
    Why nina ningakwaz ukmelana nobufebe nina nifeba kangaka ubuhlungu bunye buya enhlizweni kithina sonke sihlonipheni madoda nathi sizonihlonipha nxese bhuti engathi ungaphola uphume kulocc ngoba mawsahleli naye nizobulalana

  • @BhekumuziShangase-qw8ou
    @BhekumuziShangase-qw8ou 5 หลายเดือนก่อน +1

    Kanti bakhona abantu besilisa abaxolayo mufebile 😹😹😹 big up broo but ungamshadi muyeke ahambe

  • @ntandoyesizwemthembu660
    @ntandoyesizwemthembu660 หลายเดือนก่อน

    And akulula ukudlula ekulimaleni kwenhliziyo Noma ungaxola ngibona ngathi kuncono ungaphinde ungihlekise ngoba waveza uthando Kimi usuyangibulala

  • @lindi-un4xo
    @lindi-un4xo 5 หลายเดือนก่อน

    Well done Mkhanazi.

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 5 หลายเดือนก่อน +4

    Hay okwamadoda kuyaxaka makuza kuwona kubanzima ukuxola kodwa wona mayeqonywa owesifazane uxola kalula kudlule futhi. Vele umxoshe Baba abuyele Kubo ungaze uboshwe cause kuyacaca awusobuye uxole into eyenzeka 3yrs ago😮😮

    • @Inyanga-yeMswati_TV
      @Inyanga-yeMswati_TV 5 หลายเดือนก่อน

      Kufanele amadoda angaxoli ngoba nibuya namavezandlebe singazi

    • @Christianconnecion
      @Christianconnecion 5 หลายเดือนก่อน

      Ungathi si... ngoba nani noyawenza amavezandlebe kwuminye imizi ya manye amadoda.. this is an example... indoda Uma I cheater ayi cheat ne s'lwane kanti no wes'fazane ku njalo... lento iyafana bhuti..

  • @TheoreenMcKenzie
    @TheoreenMcKenzie 3 หลายเดือนก่อน

    Mtakababa siyaxolisa ungazinaki uzilima qhubeka ngomsebenzi wenu omuhle eniwenzayo, siyabonga kakhulu

  • @AndileMM608
    @AndileMM608 3 หลายเดือนก่อน

    Abantu besifazane ababulali ndoda echeatayo, amadoda awabe strong njengoba ahlezi esho kuthina

    • @noziphokhumalo6090
      @noziphokhumalo6090 2 หลายเดือนก่อน

      Abekezele! Baze bathi bafuna abakwazi ukubekezela😂

  • @DanisileDludlu
    @DanisileDludlu 4 หลายเดือนก่อน +1

    Umfazi it's acheater indoda yona yini bantu besilisa yekani kuba selfish niyawenza maphutha kodwa thina kumele sindlulise kodwa kwenza thina anindluli phephisa bhuti kusemhlabeni lana uma ufuna ukuphuma kulomshado phuma

  • @NtombifuthiGanu
    @NtombifuthiGanu 3 วันที่ผ่านมา

    Engingakusho nje kuwe mfethu uyindoda emadodeni ingathi uNkulunkulu engabanawe kuloluhambo uzoliqala akuphilise emoyeni uze ufikelele kwisinqumo esihle

  • @sibongilemkhize9297
    @sibongilemkhize9297 5 หลายเดือนก่อน +4

    Khala ukhale kakhuuulu.. nathi siyakhala manisijolelile kudlule

    • @Christianconnecion
      @Christianconnecion 5 หลายเดือนก่อน +1

      Pls say it aloud abakuzwa... as for Mina nje uungathi ngithola I closure🤞🫡

    • @abiahpelem2649
      @abiahpelem2649 4 หลายเดือนก่อน

      stru

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 5 หลายเดือนก่อน +1

    Waze wameluleka kahle bhuti Mdu siyabonga ngikufisela inhlanhla bhuti wami engathi ungaluthola usizo🙏🙏

  • @nkosinathisibisi9714
    @nkosinathisibisi9714 5 หลายเดือนก่อน +1

    Mfowami, ziningi izimo kodwa Oqonda kancono uwena. Okwakho ukukhetha okukulungele nokulungile. Uyamxolela mangabe umthanda noma myeke kodwa okubaluleke kakhulu ukuthi wemukele , wendlulise. Akusona lesi esakho kuphela isifebe kungukuthi yena usebanjiwe. Okonye akuyona ijoke ukuthi abeneli. Mungakwemukela njengokwazi ukuthi usu test positive . Ngoba omunye umuntu uyafunda ephutheni lakhe.
    Ungikubhekisa kona , ungezwa ngomuntu, ungenzeli abantu. Yazi ukuthi esintwini kuthiwa umuzi wakhiwa ngamabibi. Thanda umkakho udedele igazi coz uzofelwa nawubudoda bakho muzoxistressa ngombhedo zonke ziyafeba lezinto. Qinisa ezidingweni zakhe. Nibe ne communication.

  • @pamelamdabe8877
    @pamelamdabe8877 5 หลายเดือนก่อน +1

    Shiya phansi bhuti coz zogcina sumbulele naye ,abakini bayokulapha maybe she did something kwena,zonthola umuntu okfanele.

  • @user-wi3qz8vw5i
    @user-wi3qz8vw5i 4 หลายเดือนก่อน

    I feel very sorry ngaloyomfowethu shame nakithi ikeyakhona efuze le umfowethu yena wayeshaywa wumkakhe for years basebeshadile with 2 children and ekhaya sasithi uma sikhuleka simkhulekele naye ubafo kwathi nje singassnakile bahlukana ngokuhlala umuzi wadayiswa

  • @mzdyan-f3l
    @mzdyan-f3l หลายเดือนก่อน

    😢Bhuti puma lapho uzolimala ngoba asoze niphinde nonwabe

  • @nokkieistood9053
    @nokkieistood9053 2 หลายเดือนก่อน

    Bhuti Mduduzi siyabonga ngomsebenzi wakho, ngathi uNkulunkulu angasebenza ngawe asebenze phakathi kwakho akulondoloze akuhole emsebenzini wakho omuhle. Uthwele imithwalo yezwe, uNkulunkulu ukuthwesile ngoba ekwethembile ngayo. Qhubeka njalo usipholise siyizizumbulu iSouth Africa yonke. Ngathi ungabusiswa ndlela zonke. Ubhuti lo nenkinga ngokumehlele, ngithi phola, sihle isinyathelo osithathile ngokufuna usizo, uNkulunkulu ngathi angakusiza kubo bonke ubuhlungu obhekene nawe. Unganqeni ukukhala makuthi khala ukuze inhliziyo izokwehla ibe ncono. Unganqeni futhi ukuguqa ngedolo ukhale kuJehova, uzozinqaka izinyembezi zakho, unguBaba wethu sonke. Phola mfowethu.

  • @user-bn3jy2mr2y
    @user-bn3jy2mr2y 5 หลายเดือนก่อน +1

    Bafo I counselling mayingakusizi zikha counsillishe wena umakungavumi shiyaphantsi ngoba uzoboshwa ngesenzo ozosenza

  • @BuyiXaba-eg2sn
    @BuyiXaba-eg2sn 5 หลายเดือนก่อน +2

    Phephisa bhuti into engiycelayo kuwe kunzima kakhulu kodwa ngiyacela umxolele usisi ulingekile usatane akayifuni into enhle funa usizo baku cancele ngiyazwelana nawe iphutha lisemtwini lungisani niqhubeke nempilo bonganje ukuthi akezanga nengane kusencono khona lokho Asbonge

  • @DuduzileRakomana
    @DuduzileRakomana 5 หลายเดือนก่อน

    Kwabuhlungu😢 kodwa inkosi izikusiza nami ngalenza lelo phutha namhlanje ngikwazile ukwazi ukuthi umyeni wami izizwa kanjani sesishade iminyaka engu34 year xola baba usathane nje

  • @Philisiwe-u6s
    @Philisiwe-u6s 5 หลายเดือนก่อน +1

    Mayelana nalobhuti mina bengingathi angaqhubeke nempilo yakhe ngoba kusobala ulimele ngaphakathi angeke akwazi ukuphila nalomama impilo yakhe yonke one day uzothatha isiqumo esi rong akaphole kuqala bese ethola omunye

  • @NomusaMakhosi
    @NomusaMakhosi 2 หลายเดือนก่อน +1

    Bhuti ayikho into ezokusiza lana kuthi hlukana nalo cc ngoba angeke kuze kwedlule lento wayibonayo akulula ukukhohlwa ukuthi umfazi ykufebele futhi ngeke uphinde umethembe nje sdalo

  • @luckykhoza4341
    @luckykhoza4341 หลายเดือนก่อน

    women are biggest contributers to GBV

  • @user-zy5cy7gq4w
    @user-zy5cy7gq4w 5 หลายเดือนก่อน

    Mmmmm nxese bhuti kuzophola mtanekhehla akuqali ngawe futhi akugcini ngawe eyokuzibulalake nje igxobe ngezinyawo khuleka ziba ntathu nje izinsuku ucela uNkulunkulu adlulise lesitsha siyadlula beseke uthatha isinqumo sakho ukuthi uyaqhubeka naye noma uyaphuma kukuwenake lokho ngikufisela inhlanhla

  • @NomusaNgcobo-mc2zf
    @NomusaNgcobo-mc2zf 4 หลายเดือนก่อน

    Ncese mtaka baba ,kungathi yimi lo okhuluma ngaye ,nami ngidlule kuyo lenkinga 3times in 16yrs ngaze ngashada phezu kwaso lesosimo kodwa manje .mina nje engakusho phuma lapho

  • @user-wi3qz8vw5i
    @user-wi3qz8vw5i 4 หลายเดือนก่อน

    Ey ngiyamhlonipha lomfwethu namanye amadoda awathathe nasi isifundo

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni 2 หลายเดือนก่อน

    Cha to be honest...ukujwayela kabi. Sorry mfweth. Cant imagine one of my brothers going through this.

  • @ntontosbonginkosi3644
    @ntontosbonginkosi3644 3 หลายเดือนก่อน

    Bhudi akasize umdeni ngale ndaba ngoba udliwa ngumzwangedwa elibele ezama ukuvikela isithunzi salo mama. Besebemkhpha inxiwa athatha enye inkosikazi.

  • @SontoKhoza
    @SontoKhoza 5 หลายเดือนก่อน +1

    Mshiye nje bhuti uyotfola lo worse mnaka shem kusemhlabeni lapha lomunye uyotfola ana 4 kids of her own

  • @thobekamaphasa2125
    @thobekamaphasa2125 5 หลายเดือนก่อน

    Bafo ithathe istep esityt ngokukhuluma ngoba lento yokuthi indoda ayikhali iwumcabango orong ngoba nawe unomphefumulo imizwa nentliziyo so ubuhlungu uyabuzwa ngiyakubongela ngokuba ekugcineni ukwazile ukuphumela obala ngoba ayikho into ebuhlungu njengokuphoxeka kumuntu omthandayo so uma ufike kule stage ofike kuso you are not a victim any more you are a survivor
    Good luck bhutiza ube ryt usize abanye nawe ngomuso

  • @QaphelaniDumisa
    @QaphelaniDumisa 4 หลายเดือนก่อน

    Ngeke iphume loyinto emqondweni wakho bafo. Kubuhlungu ukudlelwa umfazi. The only way to deal with your circumstances is leave her alone and move away from her. Ngeke uphole usambukela eduze but ukuze uphole wena futhi ukhohlwe muyeke. Lithi igama uma usamthanda muyeke efebe. Inhliziyo yakho izopholiswa ukumbona esebuya kuwena ngenxa yokushayeka ebufebeni bakhe. Ilapho ke uzothola khona ukukhululeka. Only know you love her when you let her go

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 5 หลายเดือนก่อน +2

    Khona umfowethu kufana nokuthi uyadlala Uma uthi uyaxola,ngoba inhliziyo uyohlezi inamabala,shiya phansi ndodaà ungakhaleli amandla,akho ,hamba uyophala uqale phansi impilo,uyeke ubushimane uze uzibulalele umuntu ,

  • @ndwandwewasendwedwe7964
    @ndwandwewasendwedwe7964 5 หลายเดือนก่อน +2

    Uzomtholaphi umfazi ongeke akujolele

  • @conniemabuza1135
    @conniemabuza1135 4 หลายเดือนก่อน

    Ngakhala Kanye nobhut, but empeleni yiyo into le siyizwayo nathi leyo uyizwayo bhutwami . Ncela wehlise Moya uphume kuloyomcabango wokufuna kukhipha is
    Izindumbu please. Bhut Ncela uyilqndela lendaba please sifuna feed back😢

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r 5 หลายเดือนก่อน +2

    Mcolele ndvodzana. Mane mutjele kutsi akudluli .kuyatentakalela.mhlawumbe ukhona indlela yokutsi acolise ashwelete.noma lala nemfati nobe intfombi embikwakhe naye above lobuhlungu.

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 5 หลายเดือนก่อน

      Yoo😂 I advise yakho,No Bhuti uphetse sinye sikhiya utse uyamtsandza locc ,ayikho intfo langayenta leyovala kutsi umuntu wakho WA cheater ,noma bangahlukana kusatotsatsa sikhatsi kunzima kuthanda umuntu..

    • @nompumelelodhlomo1917
      @nompumelelodhlomo1917 5 หลายเดือนก่อน

      Hhaibo 😂😂😂😂😂😂😂

    • @bonisilekhuzwayo2470
      @bonisilekhuzwayo2470 5 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂😂😂niyahlekisa

    • @Christianconnecion
      @Christianconnecion 5 หลายเดือนก่อน

      For the closure I support u.. 😅

  • @ThandekaMgube
    @ThandekaMgube 3 หลายเดือนก่อน

    Mawumthanda myekele ahambe
    Ladies and gentlemen kunzima ukwamukela ukuthy ugangelwe and iyalimazana nje leyonto yazy nomekuthinta umuntu okugangele kusuke kuwuye yedwa okulesosimo sokujabula ekubeni umgangelwa usuke eoff ezibukela lento osukuyenzile kodwake isinqumo nenhliziyo okwakho bhuti

  • @youtupe80
    @youtupe80 5 หลายเดือนก่อน +1

    umfazi wakufebela uyahlukana naye akunakuxolela kuleyonto wamxolela uyohlala uyicabanga njalo hlukana naye kuphela nje.

    • @Christianconnecion
      @Christianconnecion 5 หลายเดือนก่อน +1

      Same applies to a woman.. this is hard

  • @KhanyisaniNciweni
    @KhanyisaniNciweni 5 หลายเดือนก่อน

    Phephisa mhlekazi Kona kubi zingaxhaphi izandla zakho ekubeni ubulale umntu.Ungakwenzi okungekhe uxoleleke nanku nkulunkulu.Amen.

  • @NombusoShoba
    @NombusoShoba 4 หลายเดือนก่อน

    Unayo yini ingane naye if not tshela abakini nilande inkomo😢futhi wakudlisa ngeke we ayi

  • @thembidaniels6038
    @thembidaniels6038 3 หลายเดือนก่อน

    Abantu abahlukane noku phawila izinto abangazazi thula ungaphawuli uyisilima esizenza isihlakaniphi

  • @phindilenqoko7551
    @phindilenqoko7551 3 หลายเดือนก่อน

    Weeh lobhuti kanti baphelile yin Abantu besimame

  • @NokuthulaButhelezi-y1w
    @NokuthulaButhelezi-y1w 5 หลายเดือนก่อน +1

    Uthathe isnqumo esihle.ngokufuna usizo ungakamoshi.uNkulunkulu ngath.angaba nani impilo iqhubeke.akusize nawe uxole ngokuphelele .noCc abese aze hlisa alibone iphutha lakhe.niqhubeke nempilo yenu.kube mnand ft.

  • @Mavivi888
    @Mavivi888 5 หลายเดือนก่อน

    Lona ngathi udlisiwe ngeke phela sekuphele u 3yrs soloko wena ulwa nento yinye shiya loyosisi ngoba ngathi nje kukhuluma isidliso lana 😢

  • @PraiseSibanda-lu2vn
    @PraiseSibanda-lu2vn 5 หลายเดือนก่อน

    Kunzima mpela ngiyabazi lobubuhlungu ummmmmmm uzungafisi mpela ukujolelwa ngumuntu omthandayo ikakhululazi owesifazane nce awukhohlwa ngitshousuku owakugila ngalo Mina ngize ngaba ngcono ngenva kwe 3 years akukho engingakuzamanga Nami ukuzama ukubulala nokuzibulala

  • @SithokozileSithokozile
    @SithokozileSithokozile 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ngathi wonke umuntu ofebayo angayizwa lento...kungasenani nxese bhudi wami qina kuzodlula

  • @user-fj1km8ps6y
    @user-fj1km8ps6y 5 หลายเดือนก่อน

    Ai buti ngyala okwamanje usazizwa umthanda but uma ningabuyelana aphinde abe seduze kwakho kula ozobona khona ukut awsamfun nakumbona mina nje nginjalo ungangigila ngkuthande ngikuxolele fut ngukuthembise kodwa 2 weeks sisonke sbuyeleni mningi kakhulu

  • @PrettyDolly-y4t
    @PrettyDolly-y4t 5 หลายเดือนก่อน +6

    Akazibulale lo If kwenziwe Yithina kubanzima koda bona Basinika Imlando yoShaka Lokhu Unkanta😮

    • @nondumiso2127
      @nondumiso2127 5 หลายเดือนก่อน +2

      🤣🤣🤣uku nkanta

  • @SamukelisiweZama
    @SamukelisiweZama 5 หลายเดือนก่อน +1

    Bhuti muyeke uqhubekenempilo coz vele awasamethembi futhi ngekekusa shitsha

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 5 หลายเดือนก่อน +4

    Yeka nje lento yokufuna ukuzibulala, mase ufile uzoqhubeka yena nalomuntu wakhe wena esekhohliwe ngawe musa nje ukuba yigwala please

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 5 หลายเดือนก่อน

      Very true ❤,ncono akwesha uBhut ancenge inhliziyo yakhe aphume ku cc

  • @duduzilepatienceshongwe6935
    @duduzilepatienceshongwe6935 5 หลายเดือนก่อน +1

    Sorry bhuti, Mara ubumhekhile ngokubona kwami why ukwenzile loko, but ungambulali nawe ungazibulali, kuzondlula akukho okungandluli, hlala nomndeni wakho

  • @thokobhengu8295
    @thokobhengu8295 5 หลายเดือนก่อน

    Kunzima mfwethu kodwa ungazibulali . Ayikho into engadluli empilweni . Ezinye izimo ziyafika ezimpilweni zethu , zisuke zingazile ukuzoqeda ngathi , kodwa zisuke zizosiqinisa. Qina mfwethu kuzodlula.

  • @HLENGIWEKELLINA
    @HLENGIWEKELLINA หลายเดือนก่อน

    Bekmele Eze naye unkosikazi ngoba kungenzeka kth kuningi akufihlayo usitshela ngomjolo womfaz asaz kusukelaphi lento ayidinge thuleleni

  • @NonkanyisoVeco-q3q
    @NonkanyisoVeco-q3q 4 หลายเดือนก่อน

    Uthando luhle lumnandi kodwa ngamanye amaxesha lusivisa kabuhlungu into endingayitsho kukuthi be strong Bro kuzolunga coz akukho lula ukuba uqale a new relatiobship coz lowomntu uzofela izono zalona and asoze ubuye uthembe mntu nyamezela ulungise lo sewumazi nihambe nenkonzo nifunde ibible ezinye izinto ziyaphenduleka lapha ebhaybhileni mayela nokuthemba too much umntu sorry Boy

  • @AndileMM608
    @AndileMM608 3 หลายเดือนก่อน

    Ohhh yena unesancinza ngoba indoda indoda. Ay bandla

  • @NolinganaManqawa-bw3qi
    @NolinganaManqawa-bw3qi 7 วันที่ผ่านมา

    South Africans ngubani onelungelo lokujolela bani ? None . ONGENASONO AKAMGWEBE AMBETHE NGAMATYE . WHO CAN DO THAT none . ONE MAN ONE WOMAN TILL DEATH APART

  • @thulisiwemg9218
    @thulisiwemg9218 4 หลายเดือนก่อน

    Kuthiwa nje icala lobufebe aluthethwa

  • @NosiceloNdunyana
    @NosiceloNdunyana 4 หลายเดือนก่อน

    it my happen that kwaqala wena Buti ............. yi revenge le yithathe mfethu

  • @zanelemasuku4959
    @zanelemasuku4959 5 หลายเดือนก่อน

    Mina ngokubona kwami balimele kakhulu bobabili. Indoda ilinyazwe ukuganga kukamama, umama ulinyazwa ukuthi akasakwazi ukukhuza indoda yakhe ngoba uyesaba. Mina ngibona kumele bahlukane. Kuzophuma isidumbu la ngoba ubaba unenzondo. Angiboni ukuthi isazolunga lento. Bobabili abaye kwcounselling kodwa abahlukane. Hayi kabi, kuzolunga

  • @SiceloGivenDlamini
    @SiceloGivenDlamini 3 หลายเดือนก่อน

    My advice is that this man must not be advised by umuntu wesifazane. Akube umuntu wesilisa oganiwe njengaye ubhuti osesigamekweni.
    As I can see, the interviewer has contributed partially to make the guest feel a little bit better.