UKUNGENISWA KWABANTU ABADALA KUYAHLUKA

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 18 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 40

  • @ayandaayoh5768
    @ayandaayoh5768 4 หลายเดือนก่อน +1

    Amen mkhulu cela ukunuza uma umuntu efuna ukukbona mele aphathe umnikelo ongakanani?
    Nokuthy mkhulu udadewe2 wathy ungenisa abantu abadala wabangenisa ngezinkukhu ezimbili etshelwa ugogo thizeni amuhambayo laba abasebenza ngobu nazaretha abakhuphulayo manj bengicela ukwazi ukuthy yake yaba khona into efana naleyo ngibonge khehla👏🙏

  • @phumzilesitshikiza-ok3el
    @phumzilesitshikiza-ok3el 4 หลายเดือนก่อน

    Weeeeh Mzulu yabonga umxhosa uNozulu,Mchumani ngalapha eWestern ngale ndaba yabantu abadala ngiyabonga mfokabawo 🙏ngatsho ngavuleka amehlo ngempela..

  • @GadgetDistrict_
    @GadgetDistrict_ 2 ปีที่แล้ว +2

    Idlozi lihlala kumuntu , alinazandla alinamlomo . Indlu yabadala injenge thempeli elihlonishwayo la othi Uma ufuna ukubhunga nelamathongo. The reason why bengeniswa or kwakhiwa urondo ingoba usuke ufuna ukuba acknowledge because ngeke vele idlozi ulithethele mhlampe e dining room. Umoya uhlala kumuntu

  • @casinogqaliwe6490
    @casinogqaliwe6490 2 ปีที่แล้ว +1

    wow Mpunga thanks for this clarity, kudala ndizibuza kwenziwa yhini kusithwa bangaphandle

  • @MikeShezi-cq3pu
    @MikeShezi-cq3pu 17 วันที่ผ่านมา

    Sakubona mkhulu ngiphuphe ngiqhuba izimvu kukho ingonyama emana ichwechwa ifuna ukubamba itakane ndimana ndiyibetha ngeswazi endiliphetheyo iliyeke ibaleke. Ngabe kusho ukuthini loku? Ngiyabonga mkhulu.

  • @sandilemabuza6337
    @sandilemabuza6337 2 ปีที่แล้ว +1

    Aawwww ngiyaakufakazeela mina. Okhokhoo babesebenzisa ubulongwe ngoba bazi ukubaluleka kwalokhoo. Okhokho babehlakaaniphee kakhuuulu ngokweqile kunathii, okhokho bethu babengososayensii bayazi imvelo.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

      UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:29.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว +1

      @@vusimngomezulu2500 Mngomezulu ngyakhlonipha Mfwethu nembono yakho syayihlonipha.kodwa ngathi sesizakhathala manje ilento yakho cz kyacaca umelene nesintu.if awusidingi isintu ake ume ngalento yakho abasisebenzisayo futh sibasebenzele bazozikhulumela la.musa ukuthanda ukphikisana nento esiykholelwayo ukuthi ikhona.if wena awukholelwa esintwini kulungile phela alikho icala awusyeke thina eskholelwayo safa uwe nebhaybheli engathi labhalwa uwe Mfwethu aykhona awushloniphe Nathi sohlonipha ukukholwa kwakho.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

      @@sybongawiseman7565 Cha Sybonga nami ngiyaphawula njengabobonke abantu othandayo uzolandela ibhayibheli kanti ongathandi uzolandela isintu ngoba akuphoqwa muntu.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว

      @@vusimngomezulu2500 No uwrong khuluma ngebhaybheli Uma kukhulunywa ngalo,if kuzokhulunywa ngesintu wena ufake ibhayibheli uqonde ukuOpposer lenkulumo kaMbanjwa.awuye kwabebhaybheli uyokhuluma nabo ngabhaybheli usyeke ngalo la kokweSintu nosiko.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

      @@sybongawiseman7565 Cha Sybonga ibhayibheli liwuzifo zonke lingena yonke indawo ngakho ngizolokhu ngisika elijikayo nje.

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 ปีที่แล้ว

    Syabonga Mpunga, Makwande!

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 8 วันที่ผ่านมา

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @nkosinathimsomi320
    @nkosinathimsomi320 ปีที่แล้ว +1

    Mkhulu uthola kuphi imali yokuhlola

  • @zanoxolontamo1052
    @zanoxolontamo1052 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mpunga🙏🏼🙏🏼🙏🏼

  • @mthokozisimthembu1160
    @mthokozisimthembu1160 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga mphunga

  • @zandilezandi6283
    @zandilezandi6283 ปีที่แล้ว

    Kwenziwa njani umabecekeni ukubNgenisa

  • @ntokozomkhwanazi6118
    @ntokozomkhwanazi6118 2 ปีที่แล้ว +2

    Ngyabingelela Mpunga, bengicela ukbuza ukuthi umuntu wesifazane uyangena yini endlini enomsamu, if not ubani onemvume yokusinda

  • @thelmathembani6614
    @thelmathembani6614 2 ปีที่แล้ว

    Gyabonga Mkhulu ngulomsebenzi sijongene nawo utsho kwacaca

  • @makhuphukamnguni9782
    @makhuphukamnguni9782 2 ปีที่แล้ว +2

    Ngine flat mina. Ngibanginise na? Kumele ngibabgenise ngisho ngiwugezile umuzi. Ngiyakwazi ukuthenga ubulongwe?

    • @sandilemabuza6337
      @sandilemabuza6337 2 ปีที่แล้ว

      Uqashilee yin laphoo or umuzi wakhoo, futhiii wawubika yin lowo muzi kubo

    • @mzolungilemiseni5074
      @mzolungilemiseni5074 2 ปีที่แล้ว

      👏👏👏👏👏Mmmmmm siybong mkhulu

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

      UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:29.

    • @makhuphukamnguni9782
      @makhuphukamnguni9782 2 ปีที่แล้ว

      @@sandilemabuza6337 umuzi wami ngibona nje izinto zingalungi khona. Ngaze ngali geza kodwa still akulungi

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว

      @@makhuphukamnguni9782 Bengizothi mina awuzame Mfethu wakhe indlu yabantu abadala ebese ubahlambulula ubangenise.

  • @GadgetDistrict_
    @GadgetDistrict_ 2 ปีที่แล้ว +1

    Ithongo lihlala kumuntu not kurondo . Abantu esikhani samanjr baxuba isintu nezwe likamoya . Ungaba Untuli ngokwenyama uthole ukuthi ungowakwa Gumede ngokomoya lento kamoya Abantu iyabahlula ngoba basuke bakhulume abakuzwa not abathselwa ithongo

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 2 ปีที่แล้ว

    Impunga yesintu

  • @mogalekganya
    @mogalekganya 2 ปีที่แล้ว

    Impunga inhlalisuthi yonyazi asbonge

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

    UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:29.

    • @jabulani9156
      @jabulani9156 2 ปีที่แล้ว

      Mmmmusalahlekile mfowethu kodwa ngelinye ilanga uyoybona indlela

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

      @@jabulani9156 Usho ukuthi ikhona indlela e right ukwedlula ukwethemba uNkulunkulu ongumdali wethu sonke Proverbs 3:5-5,18:10?Jabulani.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

      ​@@jabulani9156Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.

    • @MsawenkosiVictor
      @MsawenkosiVictor 11 หลายเดือนก่อน

      Phuma baba la awubelong la

  • @mndenizulu8732
    @mndenizulu8732 ปีที่แล้ว

    IMpunga

  • @nursejeaneth866
    @nursejeaneth866 2 ปีที่แล้ว

    Bengisacela ukubuza ukuthi ngenza njani mina ngingumzukulu kwaSibiya nangizwa ngokhokho wami wagcwatshwa umlungu weplazi lapho besenza khona manje ngiyafisa ukuthi abuye ekhaya engathi abalazi iplazi lelo ngenzenjani ukumbuyisa ekhaya Ngibonge ngisazophendulwa

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 2 ปีที่แล้ว

      Kuyaye kuyiwe lapho kuphambana khona izindlela bese umlanda ngehlahla lomlahla nkosi

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 2 ปีที่แล้ว

      Kuyaye kuyiwe lapho kuphambana khona izindlela bese umlanda ngehlahla lomlahla nkosi