Cha baba ngingu mveli ntini baba selokhu kwathi nhlo angiwutholi umsebenzi kodwa nginomuzi nginengane ngiganiwe inhlanhla ayikho uma koti osebenzayo kimi lutho baba ngiyahlupheka
Ngiyakuvuma Khabazela, I see that in your books Umsamo yiziko lamathongo. Umsamo noDengezi. Ngiyabonga ngifunde lukhulu, ngacishe ngalahlekelwa yimali ngokwethemba abantu
Bab'Khabazela You're The Only Healer In Nowadays Olapha Ngeqiniso NokweSintu🛐
Siyabonga Baba
Syabonga babu Mkhize ngezimfundisozakho ngyacela ukuthi inkosi isigcinelewena 🙏 thokozamkhulu
Cha baba ngingu mveli ntini baba selokhu kwathi nhlo angiwutholi umsebenzi kodwa nginomuzi nginengane ngiganiwe inhlanhla ayikho uma koti osebenzayo kimi lutho baba ngiyahlupheka
Syabonga Baba Khabazela ngeqiniso lakho. Sesiphila impilo yamanga bese sicasha ngeNkolo. Engathi abantu abaningi bebengawuthola lomyalezo ngoba sididekile thina bantu abansundu. Sizalwa singamaZulu ngokuthatha iNkolo yobuKristo bese sishiya okungamagugu ethu esintu
Mangisho nje Mlambo Munye ukuthi uqophe Umlando ukuthi izinsika zokuphila kwethu singabansundu phaqa kuqoshwe phansi. Ngithanda nokulumbanisa ulwazi lwesintu nenkolo. Siyabonga baba,
Hey siyabonga bab' uMkhize, uNkulunkulu asigcinele wena nje. Abantu abadala abafundisa ngikuphila bayivela kancane namhlanje.
Isizulu asitolikwa, Thokoza bab uMkhize, Point taken🙏
Siyabonga baba ngokusazisa ngemvelaphi yethu
Wow, well said Baba....siyabonga
Siyabonga bab Khabazela ukhuluma amazwi angamakhambi ezimpilweni zethu. Lihle iqiniso liyakhulula futhi liyaphilisa. Mana njalo baba phaph' olude boh!!🕯🙌🏿🙌🏿
Bab'uKhabazela🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌.
Thank you Mkhulu for your profound teaching. I always say if you can lie to yourself, you are the most dangerous person.
washaya Khabazela imiyalelo yakho inamandla uvula ikhasi Elisha kumina zonke izinkulumo zakho sezingisize ngendlela enkulu kakhulu Khabazela uphile Baba
Thank you for the wise words
Ngybonga ngezimfundiso zakho uma usewagcagca ulidlelaphi igobongo
Baba ngathi ukhuluma nathi sajika sangena amasonto sayeka indlela abazali basifundisa yona ukuhlaba nokuphahla. Ngisho kumanje kuyasibhedela ngezingane zethu. Sesaba izinto ezigulayo sigijima izibhedlela . Ngenzenjani baba njengoba ngimdala angisazi ngiqalephi ukushweleza kubazali bami ngicela usizize baba ngise soweto
Sakubona babu Khabazela. ngxakekile ngokwenqondo ngiyazibuza ngiyaziphendula sengize ngaguga manje ngesabela inzalo yami
Mmm nkosyami syabonga Khabazela ngokusivula amehlo, ume njalo mkhulu🙏
Very very powerful Baba wami yamnandi inkulumo yakho ngisho umfundisi akaboni lutho la uqedile 🙏🙏👌
Wayichaza kahle Dr Mkhize, onezindlebe uzwile. Ungadinwa nangomuso.
It so true i luv honesty n i live it ur my inspiration i waba join u
Thank you Mhkulu for the powerful words Amém ♥️♥️
Sibonga kakhulu ngezimfundiso zaseMlambomunye mina zangembula inkungu kwsa nkwe kimi ziyangiphilisa qhubeke njalo baba usikhanyisele mina ngakufunda lapha ukuthi iThonga liyaphendula mawuxhumana nalo
Siphelele Dlamini
More blessings to you and your family
Ngiyakuvuma Khabazela, I see that in your books Umsamo yiziko lamathongo. Umsamo
noDengezi. Ngiyabonga ngifunde lukhulu, ngacishe ngalahlekelwa yimali ngokwethemba abantu
Ngiyabonga Kakhulu Baba
Wow so profound. Thanks Baba for all your teachings
Gcwabe kaYihlandla
Wow. Thank you very much Sir.
Ntate Mkhize, powerful message, Ngyiyabonga
Cha baba phambilini bengiwathola amatoho kodwa manje akusavumi lutho ngino code 14 kodwa lutho umsebenzi angazi ukuthi kumele ngenzenjani baba
THOKOZA MKHULU, NGICELA UKUBUZA UKUTHI AMABHAYI EMPANGELA ACHAZA IPHI IMIMOYA, NGAPHUPHA KUTHIWA MAA NGIWATHOLE NGIYABONGA.
Mkhulu ngisacela ukubuza ukuthi ngithole ukuthi ukhokho wami ugcwatshwa umlungu kwaphela kanjalo manje njengomzukukwana ngingambuyisa ekhaya nokuthi kuyakhonakala ukuthi ngikwenze lokho
Siyabonga kakhulu ngeziNkulumo ezakhayo. Kodwa ke nginombuzo la, ubani uJesu wethu thina bantu abamnyama amaZulu?
Iqiniso elimsulwa khehla isintu asifuni ama short cut yazi ngiphiwe kabili umoya Kanye nobunyanga futhi ngikhule ngimthanda unkulunkulu mvelinwangi indlela umama angikhulisa ngayo ngisayi bambile inkinga ilasiyalawulwa Nguyen unkulunkulu nokhokho mkhuybethu kodwa ngathunywa e st.johns ewu khehla baphikisana nosikolwami banginxwaya kuthiwa kumele ngilahle ubunyanga Bami ephehlweni ngaya ngiyondlulisa ngoba umama noma ngithi nogogo bawubalekela umsebebenzi nogogo ngiyekiswanje lomsebenzi kwakumele ngigobele bona Kanti lento ingani not ngenkozo ngaze ngaboniswa nezimfihlo zakhona ezingezinhle yazi ngizwe ngitshelwe nokuthi uyongena eladini Loya naloya ngeke bakubeke izandla her yazi kuthiwe uzoya etoilet umazibabni ngeke abingelele kuyelwani enkonzweni Kanti kuyagangwa izinhliziyo zimbi yazi Mina ngiyisiphukuku kangokuba angikhulumi unless sekufike langicasuka khona ngendlela eyinhlonipho kodwa akusiyona st.johns enemikhuba bangixwayisa nange zcc kodwa angikho lapho abafundisi impela abayeke ukudukisa abantu minanje ngembethe ungiphelani iqhibi elingcolile uncolisa okhokho mkhulu Bami yazi mkhulu ngiphende ngathi angiyo vakasha ngoba Phelan maningi ama St John's endwaweni hmmm ngahlala ewu ngayibamba inhliziyo kamama nobaba ngoba Phelan babizwa njalo kwathiwa Kimi ungqkhohlwa emsamo ok bafika ngelinye ilanga bathi la othanda ukuyakhona Kuma level's kushukuthi kunakwa abanemali eeeewu mkhulu Kanti nalo leqhibi aliregisti kumina masiyekeni ukungxamala nofunwa ukuthandwa ngabantu abadala njengathi iqiniso babumkhize masizi thande Thina kuqala ngoba ukuqala kokuhlakanipha ukulalela ulizwi Kanye namathonga mkhulu endwaweni langihamba khona ngihlangana nabantu noma ngithi ngisebenza umlungu kuvuka umona Jehova yazi impela angiyo kumelaphi ngoba Nabo bavukelwa umona ngingcina nje ngokuyo yenza I confirmation nalapho bathi nje kancane abanginiki umhlahlandlela bayahluleka angazi Yebo yonke into incike kunvelinqangi nasedlozi kodwa be clearity iyadingeka mkhulu bavele bathi ngimkhulu okunye wathi ngiyothandaza kodwa ngihlezi ngikhuleka wathi ngiphinde ngibuye bonke lababtu kuyangcwala kuthi mpo kodwa imfundiso yesintu ngiyibambe ngezandla zombile neyakho iyawongezelela thokozani khehla khula njalo khehla ukhulele Thina Sizwe esimnyama umlando wakho ujulile impela ngiyazibongela ngenjegama Lami akwande kuwe babumkhize Wena wamavovo❤👏🙏
Siyabonga
Thanks babq
Ukuthi emakhaya ethu siyaphambana sisodwa sibesilazi iqiniso kumele sikuthole baba usichazele
Thank you🙏 Mkhulu
Ngizwile mina mkhulu
Powerful!!!
Makwande kukhanye khehla muhle kakhulu umsebenzi wenu.
Eish khabazela use khuluma ngo jesu manje naye😣😩😩😩😩😡😡 kwenzakalani ezweni?
🙏🏾🙏🏾
Kwajesu esidakelwa, Mina ngongena nge thonga lami. angazani najesu mina
Kusho ukuthi impilo nje its a scam
😂😂😂
@@lethokuhlelethokuhle6683 hai phela uma uthi uyenza kahle kuthiwe its rong if its rong kuthiwe its right azilime ziyetsheni nje
🙏🏾🙏🏾