Ukucaciseleka ngaphambi kokuthi uhlole kubalulekile
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 12 ก.ย. 2024
- Thokoza
Ukucaciseleka ngaphambi kokuthi uhlole kubalulekile. Abaningi bethu bafuna imali bafuna ukuthi balungise izimpawu kepha bengabheki umsuka wenkinga. Izimpendulo esikhathini esiningi zisemlandweni womndeni wakho. Kunabaningi abakholelwa kokungelona iqiniso abakutshelwa ngabelapha ngoba belangazelela iqiniso.
Sicela ukuthi ulalele uDokotela uMkhize ukuthi uthini ngaloludaba.
It's is more complicated than ogobela make it out to be. We've tried this root, angibasoli mina abathwalayo🤞. Some problems are older than us.
Asibonge baba mina ngifisa ukwazi isiXhosa nesiZulu siyefana nhaaa
Temple of truth....💯 %
Siyabonga babu Mkhize ngezaluleko siyisizwe esilahlekile, ubona nje zonke izizwe eziningi zidlalela kithi ngoba ziyabona sididekile asizazi singobani, sphuma kephi, siya kephi,. Ake sifunde ukuziqoqa sifune nokwazi ngathi sibe namaphupho ngempilo
Ngyabonga kakhulu Babu Mkhize with your life advices. I've watched 2 videos and you've answered all my Questions. Ngibonga abantu abadala basekhaya nokungixhumanisa noLwazi lwakho. God bless. Amen🙏🏽
Anginawo amazwi baba ngiyabonga kakulu ngezimfundiso ezijule kangaka uma ngikulalele baba kwehla izinyembezi,i can't wait ukuza 🙏🙏🙏
Thank you we are learning a lot from you 🙏 thank you
Sbonge baba Vvo,...very insightful
Engathi besingalalelisisa okushowo uBaba uKhabazela ngoba akudinge mbuzo.ukulalela nje kuphela ebese uzibuka wena...Khula Khabazela
So grateful baba Mkhize 4 ur teachings siyabonga mkhulu really appreciate ur wisdom n knowledge👏👏👏
Siyabonga babu Mkhize safa abakhohlisi ngoba befuna imali 🙏🏾
Learn lot n lot u align me
Siyabonga, kona impilo is simple ukuth asilandeli imthetho noma amasiko akithi.
Siyabonga Khabazela injula yolwazi,nokusikhulisa ngolwazi
Baba ngicela ukukhanyiselwa,ngiphelwe umsebenzi.ngithenge umuzi ngisawukhokhela…Angaz ngizothin ngoba sekuphele umsebenzi
Ayi kuyazwakala Baba, Asibonge 🙏🙌
Siyabonga Khabazela👏🏾👏🏾🙏
Definitely food for thought, siyaThokoza 🙏🏽
Hallelujah. Udumo alube kuwe smindisi. Wabansundu!!
Siyathokoza gogo👏👏
Sbonge.baba.ngecela.ukbuza.nganginomkhulu.ozala.umama.wabusisa.esaphila.wathi.ngiyoba.nento.nama.bhizinisi.ngampela.kabanjalo.ngase.ngimphupha.ecela.intiye..ngampela.ngalenza.ekhaya.komama.kwabengivalile.imali.angiyibon.angisayi.phambili.ngabe.ngonaphi
Thanks Mkhulu for your wisdom
Thokoza Mkhulu
Ey babu Mkhize Ave ekhuluma into ephusile kokunye ngize ngizibe ngoba usho ngisho engafuni kukuzwa. Ngoke ngiye 1day
Sibonge e Mlambomunye....Khabazela.
Umsamo Institute channel awuphenduli imibuzo.
Siyabonga baba
♥️♥️♥️🕯️
mina i still dont understand why kumele ngichaze inkinga yami before ugobela angihlolele because vele kulula ukunika ama possible reasons uma sewuyazi inkinga so mina ngibona sengath ubaba uvikela labogobela abangakwazi ukubhula ngoba phela isangoma or umuntu obonayo kmele akwazi ukuybona inkinga yami ngingashilo lutho mina that will make me believe ukuthi sikwi page elilodwa ke naye ebese emva kwalokho asho ukuth ngizosizakala kanjani kuleyo nkinga....so ubaba uma ethi yena uyamxosha emlambomunye umuntu ovele afike athi uzohlola kunginika esinye isithombe nje lokho mayelana nomsebenzi wakhe
Izibi zezala. Hheyi lisho uliphinde baba.
I just want be clarification amaphusheni ami nje kuphela mkhulu mkhize
Amen
Enkosi Tatomkhulu