People never do things once,Ado has a low self esteem and Mbali is naturally smart,Ado will always feel inferior around Mbali,it's sad that people will envy you for your brains even if you are helping them ,i have learnt a lot from this.
Mbali may God bless you even more and more,may everything you touch turns tó gold, forgiveness is everything,Adoo never ever cc you're where you're because of your heart,let Mbali'sforgiveness take you to your destiny,know from today She is your destiny helper, Thank you to Qumba maqumbane God bless you ubundantly for this show.
❤❤❤❤❤❤❤❤ yo yo yo ngikhulile ngimngaka ngishaya izandla ngiyayiqala ke Le,yeheni Waze walunga nangu umuntu ka Nkulunkulu bo Waze walunga bo ntombi ka Cele NE voice ngazuthi Yi TV Presenter,umngani esekucekele phansi ngalendlela kodwa wakhombisa izolo nokumthanda esekwenze konke okubi okufana nokuthakatha noma ukukubulala kodwa usafuna ukumsiza nokumkhokhela ukuze abuyele eskoleni ukuze impilo yakhe izoshintsha futhi Ibe ngcono aphumelele,use the uthwele kodwa waxola kunjalo,Ma Cele bekungayisi busiso kimina Umdali engine uNkosikazi onjengawe eyi Cha Waze wakhombisa ubu Jesu dadewethu,ngezenzo zakho uyohleze ubusisekile empilweni abantu abasike ukhasi la kuwe,God Bless you cc.
Mbali I'm so proud of you sisi.uyisibonelo Sihle emphakathini.ngiyabonga Sisi makukhulunywa ngomuntu kholwayo kushiwo kuwena .ngiyabonga sisi.god bless you and your family.
I had a male friend and he did the worst things spiritually to me and tried to kill me. He said i think im better, im never wrong, im selfish, why am i so blessed, why do i love my kids so much and why am i so beautiful and intelligent. He thought ngiyaloya. Yoh into bathi umgani ngiyabonga. What ive learnt when you are around certain people behave like them, drink what they drink, eat what they eat and act less intelligent. And surround yourself with people who are on the same level as you
Thabiso u are too good broe at handling interviews.. 1.Sifundile isfundo sokuthi umona awubuyiseli nhlobo. 2. Ngithanda ubuhlakani buka sis Mbali kulesisimo, ube ne understanding that bekhona umoya in this cause naye sis Ado akazi wayenzani kodwa umoya owadlala ngaye 3. Sis Ado well done to you for ukuzikhulula in those chains by taking accountability, i pray you have learnt a lesson and you can safely teach others. During your confession you mention ukuthi umoya wafika (bad spirit) came over you. 4. Sis Mbali thank you for acknowledging the good she has done.. you guys have been good friends umoya omubi owangena phakathi kwenu. Great show, sifundile
I'm 54 years and i still got friends aba successfully base high school kodwa umona wona anginawo ..but God bless me with successful children who manage to finish at Varsity 3 girls I'm blessed ngyabonga God ukungabi nomona🤎🙏🏾🙏🏾
Thabiso sithutha nawe lapho ukhona nathi sizoyakhona. Ah Mbali Cele you are good at heart, Nkulunkulu akwenze kahle njalo nje. ❤ I love you too Ardor, life its a journey.
Mbali you are the best cc wam, wamxolela deep down into your heart and smile after usifundisile ukuxolela kuyamphilisa umuntu, njengoba uchaza ukuthi wamxolela engakaxolisi ay mina ngifundile
Ha ha ha! Laphuma iqiniso. Umona, Mbali Goodluck. Ado Funda ne-UniSA. Mbali I'm sorry ngengane yakho, we all went through loss of our love ones. Ngiyambongela uAdo. Mbali❤
What a true friend..Mbali you are just an amazing and I admire your Intelligence and your approach in all this. May the Good Lord continue to Bless you abundantly ❤
Oh ukuzehlisa uxolise kubiza ukuphila komuntu, Thank you Ardor ukuthi uxolise, thank you Mbali Cele for such a good heart. Brother Thabiso this is way beyond excellent keep it up brother uyazi kuvele kwasintsha mina. I am in tears right now. 🙏🙏🙏🙏
Mina ngaphiwa u poison ummgani ngisebenza naye angazi silunga kwakubhala ngamthemba wangithelela u poison I almost died. I got sick went to the Doc. Ngamtshela ngathi my late father is watching u. Wangitshela amazwi okungidelela wathi konke kwamu kuhamba kahle ngikhulama isilimgu saphesheya. All were shocked in my dep.mgaphila wagula washona. Umvuzo ke loyo. Sihamba phezu kwkhe. Idlozo no Thixo together I always preach yazi hloni hlonipha umuntu mphathe kahle Amen ngiyakuthanda bafo God bless u. U re the chozen. God 's child indeed
Oh Mbali uyakholwa ngempela cc. Unkulunkuku akwenze kahle. Ade akube uthole isfundo u Jehova akusize usahamba endleleni , ukhuluke u Jehova ayiguqule intlizito yakho nokwenza kwakho. Mbali big up to you cc. Indlela othobeke ngayo nkosiyam wow ...stay blessed cc🙏🙏🙏
Iyooo ibuhlungi into yomona ngoba umuntu engakubulala .... uMbali uses usesubindi nenhliziyo enhle nesiphowo sobuntu❤ Nami kwangehlal kodwa ngamukel ngadlula nje ... kwalahlw training file yami ,and some of my certificates...... Iyooo kubuhlung n kubi but ngaxol umenzi wakho
Mbali you're great woman. God bless you. Mbali Gpd has blessed you beyond measure. Taking back to varsity & forgiving her is so devine Ado shiya umona, shiya umona cc. Umona awusizi. Umuntu ka Nkulunkulu ngeke umqede.
Siyabonga Sissy Mbali, may dear God Bless you.. you such an amazing soul😇🙏. Sibonge nakuwe Bhutie Thabiso "Maqumbana" besesiyikhumbule content yakho Bhutie👊
UNkulunkulu wakha umuntu ngomfanekiso wakhe. Mbali, you're indeed umfanekiso kaNkulunkulu. May Almighty Lord continue to bless you abundance. I love you ngingakwazi. Ngfunde kakhulu kwena.
Mbali uyabonakala uyakholwa uAbdul unomona omubi bt uthobiluMbali futhumfiselokuhle still uyafisukumsiza although abumnganomubi umona uyazmoshizinto Mbali u are great gal God Bless u for all
Jehova khonabantu abanenhliziyo emnene njengalo sisi sekphume nesdumbu somtanakhe wathi all is well sisi uNkulunkulu akbusise kakhulu ngenhliziyo egxotshwewu Thixo uma ukhololwakho luluncane bekungelula uphinde umthembe umnganakho impiloyakho yonke cha bancane abanjengawe angnama doubt izulu uyolingena ugijima ibambelapho cc God bless you
Mina ngila Eswatini Macumbane u are the best mfo. This is the greatest challenge esinayo empilweni ngabantu besfazane. It takes ages ukuvuma iciniso. Ngiyacala kubona owesfazane onenhliziyo enhle njengo Mbali unkulunkulu akubusise. Uthi ujehova kowesfazane angitholanga namunye ocotho kodwa ngitholile amacebo amaningi. Kwabesilisa ujehoha ubatholile abacotho. Selesele lentaba we need to change the world ngokushintja owesfazane. Solo ngibukile yo amazing videos usathane uhlezi kakhulu kowesfazane but ngiyamcala onjengo Mbali. Kodwa angasamsondezi kakhulu njengakucala. Isono silula ukwehla emphinjeni wabesmame bajinge baphike. Bascedile sbathanda sbanakekela. Kule ngithole ukuthi uMbali yichawe unenhliziyo ka Nkulunkulu eyafakwa endodeni. Most lama videos yisfazane.Bayabulala,bayagwadla,bamithiswa ngabanye baphe amadoda abantwana abangasibo,kuningi ngeze ngakuceda kodwa umhlaba uthi bahlukubeziwe ngoba bebulawa yet they are the source of the problem ngiko umhlaba ungcole Kanje. We need to change the world guys ngowesfazane. Ake usezamele Selesele lentaba uhlelo lapho kuzothiwa "Yiphimbo lendoda" kebachaze ngale soft killer enguwesfazane izinto bazenza emadodeni kuze kufika lapho kuphuma umphefumulo. Amadoda yayathula angamemezi uma ehlukubezwa ngowesfazane coz of our socialisation kuthi indoda kayikhali. Take yo own statistics Cumbane uzoyibona lento kuthi the devil ubusa umhlaba ngowesfazane yimali nama checkers bawahambela phambili baze bakhiphe umphefumulo ongenacala and the world takes it so lightly why. Scela ilandelelwe ngabomthetho leyalo mamezala wembiza eyakhipha isisu kundodakazi. Cumbane ngicela I response bhuti kuthi kuyoba possible or not. Hhhaw nasemasontweni kugcwele bona lonke isonto elisha elivuwayo ngabo.
Cc Mbali, ungalinge usondeze loshevu empilwen yakho. Usezokbulala ke manje ekuxabanise nomkhwenyana. Umthakathi umbheka nje lona, ngcela uphume kuye cc uma usafuna ukuphila.
Ado mara😮😮😮💔💔💔umntu othola u90% ethetha nesimgisi uphakeme?? Haibo! Manje sekathwele futhi🤣🤣🤣 May the Lord continue to prosper you Sis Mbali🙏🏾 kuhle ukumxolela uAdo kodwa please ungasamsondezi kuwe, she doesn’t talk like someone who is now matured and has learnt from her mistakes 😢 Angimthembi tu!
Da first red flag is when tha presenter shows cc Mbalis pic and waba like ungatsi ngyamazi Noma nje isikhatsi sesisidze jikijiki somayamaz aaah cc umona wakho 😢
This lady has a very dark heart, uyasonta kodwa akakholwa. She still spread rumours that usisi uthwele, she still stood on that even here and said uthwele and that for me is reason to not let that person close to you again. I am so happy she is is a God fearing woman and May the name of Jesus be glorified and May God continue to bless her exponentially.
Kufanele khulume kanjolo ngoba wazama ukumdistroya kwangezeki instead uMbali is getting richer and richer, that's y she spreading rumors about her. Mbali we need more people like you , the world would be a better place with people like you in it
Wamuhle Mbali wakithi Squngesihle Dubandlela 🎉🎉🎉sinjalo ke thina kwaNdosie syamxolela umuntu but play distance here is ur flowers sisi wam udlula ngala ulande izimbali zakho mtakamah❤❤❤🎉🎉🎉🎉😊😊😊😊
Bewere Mbali loss is very dangerous mpilwen yakho mthethelele kodw wen ubengumfaz ubona qiniso ngamehlo womabili Lo ngumthakathi futh uxolisa njeee ayikho indaba yakhe eyokuxolisa
Mbali is full of wisdom am encouraged by her doing
Sisi Mbali im out of words 😭😭❤❤GOD BLESS YOU MORE AND MORE
Siyabonga umxolele kodwa Ungamsondezi kakhulu empilweni yakho Mbali. A leopard never change it's sports
Highly agree with you 😂😂
Very true
Kodwa Mbali uyingozi u Ado ubgasondfli ngempela kuye ...yes mxolele kodwa elaphaya.😢
Naked truth please don't allow her eduze kwakho Mbali uyinyoka lona
People never do things once,Ado has a low self esteem and Mbali is naturally smart,Ado will always feel inferior around Mbali,it's sad that people will envy you for your brains even if you are helping them ,i have learnt a lot from this.
Mbali may God bless you even more and more,may everything you touch turns tó gold, forgiveness is everything,Adoo never ever cc you're where you're because of your heart,let Mbali'sforgiveness take you to your destiny,know from today She is your destiny helper, Thank you to Qumba maqumbane God bless you ubundantly for this show.
❤❤❤❤❤❤❤❤ yo yo yo ngikhulile ngimngaka ngishaya izandla ngiyayiqala ke Le,yeheni Waze walunga nangu umuntu ka Nkulunkulu bo Waze walunga bo ntombi ka Cele NE voice ngazuthi Yi TV Presenter,umngani esekucekele phansi ngalendlela kodwa wakhombisa izolo nokumthanda esekwenze konke okubi okufana nokuthakatha noma ukukubulala kodwa usafuna ukumsiza nokumkhokhela ukuze abuyele eskoleni ukuze impilo yakhe izoshintsha futhi Ibe ngcono aphumelele,use the uthwele kodwa waxola kunjalo,Ma Cele bekungayisi busiso kimina Umdali engine uNkosikazi onjengawe eyi Cha Waze wakhombisa ubu Jesu dadewethu,ngezenzo zakho uyohleze ubusisekile empilweni abantu abasike ukhasi la kuwe,God Bless you cc.
U sisi unenhliziyo edliwayo standwa ,nomoya o phansi big up sthandwa
Abambise kwama tv
Wena minase uyinto yokulahlwa endle qha
Sibozi somfazi
Isisu esathwala uMbàli sibusisekile🎉
Syabonga ukuthi umxolele , kodwa akangasondeli eduze.
Mbali I'm so proud of you sisi.uyisibonelo Sihle emphakathini.ngiyabonga Sisi makukhulunywa ngomuntu kholwayo kushiwo kuwena .ngiyabonga sisi.god bless you and your family.
Syabonga maqumbane ngaleshow oyenzayo ,keep it up my brother may Almighty God is with you
This woman has a beautiful heart may the Lord protect you in your journey .
Kwaze kakuhle ekugcineni🎉
Ubusathane obunezinqu
Ubusathane obunezinqu
Mfethu I salute you ngath ungumseshi indaba uythatha phans ize ifike phezulu bhuti qhubeka uya kude
I had a male friend and he did the worst things spiritually to me and tried to kill me. He said i think im better, im never wrong, im selfish, why am i so blessed, why do i love my kids so much and why am i so beautiful and intelligent. He thought ngiyaloya. Yoh into bathi umgani ngiyabonga. What ive learnt when you are around certain people behave like them, drink what they drink, eat what they eat and act less intelligent. And surround yourself with people who are on the same level as you
18:07 18:08
I can relate...... colleagues are also the worst jealous people I've ever met in my life 😭
Thabiso u are too good broe at handling interviews..
1.Sifundile isfundo sokuthi umona awubuyiseli nhlobo.
2. Ngithanda ubuhlakani buka sis Mbali kulesisimo, ube ne understanding that bekhona umoya in this cause naye sis Ado akazi wayenzani kodwa umoya owadlala ngaye
3. Sis Ado well done to you for ukuzikhulula in those chains by taking accountability, i pray you have learnt a lesson and you can safely teach others. During your confession you mention ukuthi umoya wafika (bad spirit) came over you.
4. Sis Mbali thank you for acknowledging the good she has done.. you guys have been good friends umoya omubi owangena phakathi kwenu.
Great show, sifundile
Ukuhlahlela okunjena yinkomba yokufundile. What a great podcast!
We learnt from positive comments
Lokhu makube isifundo kwabanomo ngoba umdali uvula kakhulu kulona osuke umenzela wona bona nje.umbali kuyena impilo imhabela kahle ku addo kumile konke umona awubuyiseli ikhuze inhliziyo yakho uma ithi bulala umuntu engakwenzanga lutho
🙏Inkosi inibusise uhlakaniphile umbali
Umbali wayengaphakeme kodwa wayephiwe ukuhlakanipha ngoba wayekwazi ukunisiza maniludinga.Ado akekho ozalwe engenayo lenunu ekuthiwa umona kodwa funda uku controla umona nenhliziyo embi Cc ngempela awuphumeleli mawunjalo.syabonga Mbali❤
Bhuti you're a great presenter, "asithathe uvalo silibeke eceleni sisondeze umona"
Umona yifa lezinja uma unomhobholo angeke uye ndawo
Ai usathane lo uyabonake manje usuzodla ushevu ,angiphikisani nokuthi umxolele but musa ukumfaka empilweni yakho 😮
😭😭😭waze wangikhalisa cx Mbali may God bless you
"Anginawo umona"😂😂😂
Umbali ungumntwana ka Thixo into ezintle zizo phindaphindeka kuwe ❤❤❤
Yinyani❤
Unomona u Ado qhela cc kuye
Amen
Ado wuwe nje ochaze ngempilo kaMbali the way asengakhona. Nguwe nje okhiphe zonke Ado😢😢😢
Ibhalwe ebusweni ku ado impilo kasathane😢😢😢
Wooow mbali walimisa flag labesifazane, wangifundisa nam ukuthi angixole ngokuphelele ngengakwenziwa umngani wam emunyakeni edlule.
Yah..Mbali you are an angel,kuxlolela kwakhonwa nguJesu.may God bless u more
Siyabonga Mbali inhliziyo yakho enhle uJehova akwandise okuhle.. .bancane abanjengawe ❤
Mbali is an Angel really no wonder her life prosper like that.Only if women were like this loving eachother the world would be different ❤
Mbalenhle uyimbali ngempela ngibonga nhliziyo onayo Thixo andise nalapho kusahoda khona Nkosi ikubusise love
I'm 54 years and i still got friends aba successfully base high school kodwa umona wona anginawo ..but God bless me with successful children who manage to finish at Varsity 3 girls I'm blessed ngyabonga God ukungabi nomona🤎🙏🏾🙏🏾
Yimina lowo kodwa Abantu basenomona ezinganeni zami. Nanamuhla ngisathembe unkulunkulu kukho konke 🙏
This is a practical word of God 🙌 I always teach at home ukuthi isono sivunywa ngendlela esenzeke ngayo 🙏
Thabiso sithutha nawe lapho ukhona nathi sizoyakhona.
Ah Mbali Cele you are good at heart, Nkulunkulu akwenze kahle njalo nje. ❤ I love you too Ardor, life its a journey.
Sihamba naye lapho Eya khona
Wuuu ngyaksaba Mbali Jehova omkhonzayo akuphe umusa njalo, Babusisiwe abanenhlizinyo ehlanzekileyo ngokuba bayakumbona uNkulunkulu Amen
Ngyayisaba ntethi mngani ngayiphimisa ngomlomo but ngikusholo leeeeeh not eduze
Mbali forgive and run away 🏃🏽♂️🏃🏽♂️
Thanks mbali for forgiving her you're the best sister in the world god bless you ❤❤🎉
Waze wangkhalisa ucc uMbali,uhamba no kunkulunkulu cc umusa nothando ❤❤❤❤
Mbali you are the best cc wam, wamxolela deep down into your heart and smile after usifundisile ukuxolela kuyamphilisa umuntu, njengoba uchaza ukuthi wamxolela engakaxolisi ay mina ngifundile
UMbali ukhuliswe kahle inkosi impela. Ngibathulela isigqoko abazali bakho ntombi. Long live maNdosi.
Mbali may Mighty God keep on raising you 100 times than where you are and protect you ❤
Presenter uuyangichaza indlela oluphethe ngayo loluhlelo no.1 ❤Adoe ucela uxolo kodwa uno but:Ubephakeme Mbali but ubekwazi ukukusiza ngezifundo zakho umona ifa lezinja ingakho impilo yakho imile.Mbali uyakholwa cc yena uyasonta.Qhubeka nokukholwa kwakho uNkulunkulu akwandisele ungamsondezi kuye usazokuphinda cc
God is good all the time
Siyabonga kakhulu mbali ngoThixo ukupha adoe second chance nokulalela uThixo
Cha ubolile cc ngeke unhindered uphumelele empilweni ungumthakathi xem
Hhaybo unkulunkulu akbusise
Hay syabonga sister Mbali God Bless you hope uzoshintsha aphume ekutheni unani manje amukele omnikeza kona syabonga kakhulu.
Ha ha ha! Laphuma iqiniso. Umona, Mbali Goodluck. Ado Funda ne-UniSA. Mbali I'm sorry ngengane yakho, we all went through loss of our love ones. Ngiyambongela uAdo. Mbali❤
Ngaze ngamthanda uMbali bakith ❤️❤️kodwa lo adu ai ai ai anasondez eduze
What a true friend..Mbali you are just an amazing and I admire your Intelligence and your approach in all this.
May the Good Lord continue to Bless you abundantly ❤
Oh ukuzehlisa uxolise kubiza ukuphila komuntu, Thank you Ardor ukuthi uxolise, thank you Mbali Cele for such a good heart. Brother Thabiso this is way beyond excellent keep it up brother uyazi kuvele kwasintsha mina. I am in tears right now. 🙏🙏🙏🙏
Kodwa ebengeke avume ukuba bekungekho lofazi ose founini yinja le😢
Unguchwepheshe bhuti wam halala
Wow Cc Mbali...'Wena uyakhonza,yena uya Sonta'What a statement
A serious statement, I picked it too
A woman of God indeed 🙏🙏🙏
Siyabonga kakhulu cc ngaze ngakhala lam ngezenzo ezibuhlungu kanje bengeke ngixole mina kodwa sumfundise uthando Mbali God bless u so much❤
Mina ngaphiwa u poison ummgani ngisebenza naye angazi silunga kwakubhala ngamthemba wangithelela u poison I almost died. I got sick went to the Doc. Ngamtshela ngathi my late father is watching u. Wangitshela amazwi okungidelela wathi konke kwamu kuhamba kahle ngikhulama isilimgu saphesheya. All were shocked in my dep.mgaphila wagula washona. Umvuzo ke loyo. Sihamba phezu kwkhe. Idlozo no Thixo together I always preach yazi hloni hlonipha umuntu mphathe kahle Amen ngiyakuthanda bafo God bless u. U re the chozen. God 's child indeed
Best presenter Qumba Maqumbane. What a lesson
Oh Mbali uyakholwa ngempela cc. Unkulunkuku akwenze kahle. Ade akube uthole isfundo u Jehova akusize usahamba endleleni , ukhuluke u Jehova ayiguqule intlizito yakho nokwenza kwakho. Mbali big up to you cc. Indlela othobeke ngayo nkosiyam wow ...stay blessed cc🙏🙏🙏
Iyooo ibuhlungi into yomona ngoba umuntu engakubulala .... uMbali uses usesubindi nenhliziyo enhle nesiphowo sobuntu❤ Nami kwangehlal kodwa ngamukel ngadlula nje ... kwalahlw training file yami ,and some of my certificates...... Iyooo kubuhlung n kubi but ngaxol umenzi wakho
Ss mbali ujehova akugcine mina bekuzoba Nzima...syambongel nocc ..❤
Mbali you're great woman. God bless you. Mbali Gpd has blessed you beyond measure. Taking back to varsity & forgiving her is so devine
Ado shiya umona, shiya umona cc. Umona awusizi. Umuntu ka Nkulunkulu ngeke umqede.
Ngiyak'vuma Magaye
Okubi okwenza komunye umuntu kuvala izibusiso nempumelelo yakho.
Akukho okufihliwe okungaveli.
Thokoza khehla👏🏿👏🏿👏🏿
Wow Mbali ngiyakholwa ngisindisiwe kodwa namuhla ungivezele ivangeli lezenzo nentethelelo, waze Wangikhallisa 😢😢😢 yooooo uNkulunkulu waseZulwini akufihle Kanye nomndeni wakho... Siyabonga Magaye ngokusilethela uhlelo olunje
Lelentaba eli isele sele🎉
Mbali she is poetic, also background sound yenza 1, this show it on standard🤘
Yes she is
Ay ngimangele bandla ukhulu wami wayethi umlungisi uzithela isisila😢
@@thobekadlabadlaba9098wayeqinisile.
Mbali may God blessed u more....ngiyakhala manje...usifundise inkonzo yokuxolela...❤
Awu Sisi Mbali, ngifikelwa izinyembezi ngesenzo sakho. Unkulunkulu akwandisele. Inesifundo esikhulu sokuthi ungaphindiseli okubi ngokubi. Wakhetha ukumfukula uzame ukushintsha impilo yakhe.
Uzokubulala losisi Mbali baleka duze Kwakhe ngoba nje Sethi uthwele unemoto eziningi nomuzi wakho uMuhle unomona kakhulu losisi nenhlizyo embi kakhulu
An uzombulala kube nje uthe umxolele qede waphuma kuye
Nami ngishonjalo abaxolelane nje kuphela...
@@DanisileNkosi-fm6rn injalo impela
@@DanisileNkosi-fm6rn injalo impela
Asithandazeleni ukut singabi nawo umona
Sis Mbali am crying 😭...God bless you abundantly 🕯🙌
Siyabonga Sissy Mbali, may dear God Bless you.. you such an amazing soul😇🙏. Sibonge nakuwe Bhutie Thabiso "Maqumbana" besesiyikhumbule content yakho Bhutie👊
UNkulunkulu wakha umuntu ngomfanekiso wakhe. Mbali, you're indeed umfanekiso kaNkulunkulu. May Almighty Lord continue to bless you abundance. I love you ngingakwazi. Ngfunde kakhulu kwena.
Mbali uyabonakala uyakholwa uAbdul unomona omubi bt uthobiluMbali futhumfiselokuhle still uyafisukumsiza although abumnganomubi umona uyazmoshizinto Mbali u are great gal God Bless u for all
She is realy a mbali/flower; with a big beautiful Heart; l learned a lot from this; keep it up Daughter of Zion❤❤❤ 47:27
UMona ifa lezinja kwaze kwaze kwabuhlungu uyamthuka ukt uthi uthwele ngoba enezinto wazi kahle ukt u akho ngokt ufundile
Sisi Mbalu Unkulunkulu Aze abe nawe Sisi ngasosonke iskhathi❤Lento Oyenzile ayikho Neze lula ukuthi yenziwe yinoma ubani,Siyabonga Kakhulu Sisi Ngalenhliziyo Yakho enhle Onayo Enokubekezela Nokuxolela❤❤❤❤❤❤
Kubi, kubi
So far for me Thabiso Cele you are the best presenter. I have followed since Nyoni TV.
Nami I salute Maqumbane '
Amathalente neziphiwo kuvela ku Nkulunkulu......Maqumbane is damn good 💯👌🙏
Mbalenhle you have a good heart. You are the one in the million. Aybo kuyicala yini ukusiza roomza wakho. Ado usathane
Wow Mbali uyaphila sisi unenhliziyo enhle ababaningi abantu abangenza njengawe ngaze ngakuthanda ngikufisela okuhle kakhulu kunaloku onako much ❤❤❤❤❤
Great presenter....Thank U Mbali for forgiving the lady...life goes on
Ungalokothi usondelane eduze nenyoka cc, phuma kumngani onomona uzokubulala, uzokubuyisela emuva🤞🤞🤞🤞🤞🤞
Mina ngicela Abe umnanam😂 ashiye uDoti
Yiko Lo Adu angaphumeleli ngoba unenhliziyo embi
@@avapanda7563ayikaze yaphumelela lenhlobo
Usifundile isifundo Ido unosathane 😭
Mbali sisi umoya wakho muhle❤
Syabonga ngesifundo ❤sengath uNkulunkulu anga sikela ucc Mbali
Wow indoda kalosisi, yathola uMfazi... Wow....🙂👏👏👏
God bless you more sister and blesses you with more cars and mansion in the name of God.
Umuntu oganwe nguwe cc mbali ngicabanga ukt uyaziqhenya ngawe wathola konke okudingeka kumuntu wesfazane unenhliziyo enhle kakhulu, ngibonge indlela okhuliswe ngayo abazali bakho❤
Indeed uyaziqhenya usbari wethu🎉🎉🎉🎉
@@Squngesihle if i was a husband after this... i would feel intimidated. 😂
@@EdwardMotloung-br4tj futhi kwakuyobe kufanele🤣
Kancane Kancane uyavela Ndou 😅😅Mbalenhle will rise more high just because her's golden heart 💛 ❤️
Uyavela uyavela😂😂😂😂..
Mbali inkosi ikwwnze kahĺe sisi ❤
❤❤❤❤cc Mbali ungake uthole mina Jesu engisebenza emzini yabantu unginike leyomali ngiyofunda🎉🎉🎉
Jehova khonabantu abanenhliziyo emnene njengalo sisi sekphume nesdumbu somtanakhe wathi all is well sisi uNkulunkulu akbusise kakhulu ngenhliziyo egxotshwewu Thixo uma ukhololwakho luluncane bekungelula uphinde umthembe umnganakho impiloyakho yonke cha bancane abanjengawe angnama doubt izulu uyolingena ugijima ibambelapho cc God bless you
Best presenter uyinsizwah mfw2 fohlah mafohlah uwufohlah bevalileh ufish emanziny
Siyabadinga abantu abafana noMbali, Forgiveness is not easy,Big-up Nkosazana
Ngiyambongela u Adoo Mbali uNkulunkulu akugcine Akwenze kahle🙏🏾🙏🏾🙏🏾💪🏾❤
Umthakathi vele Ado wakhona lo, n angeke ashintshe usazomgila futhy uMbali bekmele amxolele bt angasamsondezi kuye, "ukbona kanye ukbona kabili"
Kodwa ngokuvuma akusho ukuphila kukanembeza😢.
Wow isiphetho esihle kangaka wow Ubuntu busakhona siyabonga sis mbali❤
Syabonga Sisi Mbali inkosi ikubusise kanye nomngane wakho owakutshela ,wamuhle umoya wakho Mbali❤❤❤❤
Mmm I’m scared that Ado angaphindi aze akunye as she was saying thwele 😭😭😭😭 Thank you Cc Mbali♥️😭😭😭😭😭😭 wow God bless you more n more❤
Yeyi we Mbali, ungalinge usondeze leyonyoka eduze kwakho. A leopered NEVER NEVER changes its spots 🙆
Sajabula nangu uMaqumbana iselesele lentaba ❤❤❤
😂
🎉
Noma sibuza ukuthi uphi kuNyoni tv bebengasho
Yey I’m in tears,,ngyamsaba adoh and uyamuzwa ngisho ekhuluma ukuth unomona omkhulu futhi osabisayo kahle kahle ngabe kade ucc Mbali wawudla poison ukube usazwana nalo cc onobunja
Mina ngila Eswatini Macumbane u are the best mfo. This is the greatest challenge esinayo empilweni ngabantu besfazane. It takes ages ukuvuma iciniso. Ngiyacala kubona owesfazane onenhliziyo enhle njengo Mbali unkulunkulu akubusise. Uthi ujehova kowesfazane angitholanga namunye ocotho kodwa ngitholile amacebo amaningi. Kwabesilisa ujehoha ubatholile abacotho. Selesele lentaba we need to change the world ngokushintja owesfazane. Solo ngibukile yo amazing videos usathane uhlezi kakhulu kowesfazane but ngiyamcala onjengo Mbali. Kodwa angasamsondezi kakhulu njengakucala. Isono silula ukwehla emphinjeni wabesmame bajinge baphike. Bascedile sbathanda sbanakekela. Kule ngithole ukuthi uMbali yichawe unenhliziyo ka Nkulunkulu eyafakwa endodeni. Most lama videos yisfazane.Bayabulala,bayagwadla,bamithiswa ngabanye baphe amadoda abantwana abangasibo,kuningi ngeze ngakuceda kodwa umhlaba uthi bahlukubeziwe ngoba bebulawa yet they are the source of the problem ngiko umhlaba ungcole Kanje. We need to change the world guys ngowesfazane. Ake usezamele Selesele lentaba uhlelo lapho kuzothiwa "Yiphimbo lendoda" kebachaze ngale soft killer enguwesfazane izinto bazenza emadodeni kuze kufika lapho kuphuma umphefumulo. Amadoda yayathula angamemezi uma ehlukubezwa ngowesfazane coz of our socialisation kuthi indoda kayikhali. Take yo own statistics Cumbane uzoyibona lento kuthi the devil ubusa umhlaba ngowesfazane yimali nama checkers bawahambela phambili baze bakhiphe umphefumulo ongenacala and the world takes it so lightly why. Scela ilandelelwe ngabomthetho leyalo mamezala wembiza eyakhipha isisu kundodakazi. Cumbane ngicela I response bhuti kuthi kuyoba possible or not. Hhhaw nasemasontweni kugcwele bona lonke isonto elisha elivuwayo ngabo.
The power of prayer God removed her n wena u want her back..be ready r round 2..usazokwenza okukhulu😢asazi kodwa..goodluck n stay blessed
Sibonga isiphetho esihle. Sengathi uAdo angawuthola umsebenzi ukuze impilo yakhe iqhubeke 🙏🏾❤🙏🏾.
Cc Mbali, ungalinge usondeze loshevu empilwen yakho. Usezokbulala ke manje ekuxabanise nomkhwenyana. Umthakathi umbheka nje lona, ngcela uphume kuye cc uma usafuna ukuphila.
🤣🤣🤣🤣Wawvumela usathane ,futhi usanenhliziyo embi nomona phambili Mbali uJehova akwandisele konke okufisayo empilweni 🎉🎉❤❤
Sisi ahlale ekungcinile unkulunkulu igamalakho ulilandele mbalentle you are the lighter of god ..god❤❤bless you ❤❤❤
She still the same, Ado will never change if you listen to her.
Futhi ngeke ashintshe nkosiyami futhi kukhulu okuzayo uzombulala manje straight
Adonis very evil
Nokuthi uvume ngoba usebona ubufakazi ngefoni,, otherwise yena ubephika,, nokuthi athi uMbalenhle uthwele,,ay angimethembi lomama,yimbi kakhulu inhliziyo yakhe
A snake will always be a snake
Ado mara😮😮😮💔💔💔umntu othola u90% ethetha nesimgisi uphakeme?? Haibo! Manje sekathwele futhi🤣🤣🤣 May the Lord continue to prosper you Sis Mbali🙏🏾 kuhle ukumxolela uAdo kodwa please ungasamsondezi kuwe, she doesn’t talk like someone who is now matured and has learnt from her mistakes 😢 Angimthembi tu!
😢😢😢😢😢😢 Uzoba isalukazi esithakathayo
Aii akathembakali ngempela Kahle Kahle akafuni ukubona umuntu ephumelela😊
Mbali bambela kude Maye Lo osathi uthemele unomona ojulile Lo cc hambela kude naye
Im seriously scared for Mbali. May God protect her. Kind people are the most vulnerable 🤞
Qiniso!
Mkhulu umsebenzi owenzayo maqumbani...big up to maqumbaneee🎉
Cc mbali izwi ukuthobeka wow cc ngat ngalokhu ngikulalele mawukhuluma ngat ungasibhalela izinkondlo noma ube ne show yakho ngoba wow
Hawu ,Hawu Hawu ado ,ado😮 uyathakatha ntombi💔wenavkahle kahle wambulala umntwana ka mbali, ijoo adu😭😭😭mina ngikuzonda worse than umbali🤞🏼nawe mbali unesibindi haa, usamsondeza empilweni yakho🤭ungusathane uqobo lakhe, bhasobha mbali angabulalo munye emndenini wakho.thandaza kakhulu mbali uyifakile inyoka empilweni yakho🤞🏼mina ngithi QAPHEAL CC 🤞🏼
Kuyafana nawe izinto zakho zizobambeka mungamxoleli kufanele uxole kepha ungamsondezi lowomuntu duze nawe.
Thanks guys this TV media educate us alots keep it up to the team u doing a good job 👍 keep it up and keep doing this we appreciate it thanks
Da first red flag is when tha presenter shows cc Mbalis pic and waba like ungatsi ngyamazi Noma nje isikhatsi sesisidze jikijiki somayamaz aaah cc umona wakho 😢
Uhluleka ngisho ukufihla
Ado you dropd from varsity what you are saying is jealous
Mbalenhle you are such a humble human being. Siswam ngoba umtshelile iqiniso thank you. God will deal with Ado. Akaxolise njenqha.
Mbali may God keeps on blessing you. ❤ Luv u Mbali . Ngaze ngakuthanda nomoya wakho. U are so brave dear.
Mina ngithi anginamngan bandla😪
Ufana nami futhi angimufuni sdalo nje ngi ryt ngiziphilela ngedwa
This lady has a very dark heart, uyasonta kodwa akakholwa. She still spread rumours that usisi uthwele, she still stood on that even here and said uthwele and that for me is reason to not let that person close to you again. I am so happy she is is a God fearing woman and May the name of Jesus be glorified and May God continue to bless her exponentially.
Kufanele khulume kanjolo ngoba wazama ukumdistroya kwangezeki instead uMbali is getting richer and richer, that's y she spreading rumors about her. Mbali we need more people like you , the world would be a better place with people like you in it
Nobody is perfect.let the 1 that has not sinned cast the first stone.
Angasamsondezi eduze kwakhe uMbali
❤❤😂
Love her help her don't trust snake will be always snake she will never get rest until she get u please pray
Usungapha! Was missing you on Inyoni TV 📺
Lovely presenting
Yooo Bhali sisi ukholwengampela ss aybo usafuna nokumfundisa yoo sisi ngazengafisa ukubauwe bhali❤❤❤
Wamuhle Mbali wakithi Squngesihle Dubandlela 🎉🎉🎉sinjalo ke thina kwaNdosie syamxolela umuntu but play distance here is ur flowers sisi wam udlula ngala ulande izimbali zakho mtakamah❤❤❤🎉🎉🎉🎉😊😊😊😊
Mbali wow such amazing woman bravo
Mbali Kahle Kahle sonke leskhathi ubuhleli nomthakathi syabonga uJehova wakvikela cishe wakbulala lomuntu
Lucky akawudlanga ushevu noma kubuhlungu ngengane yakhe 😢
Uqumba maqumbane bafw2 he's a good presenter❤
Bewere Mbali loss is very dangerous mpilwen yakho mthethelele kodw wen ubengumfaz ubona qiniso ngamehlo womabili Lo ngumthakathi futh uxolisa njeee ayikho indaba yakhe eyokuxolisa
This guy is good!!!!!!!
A good one
CHA, he is EXCELLENT
Yes he is he’s funny as well
Yinhle into oyenzile cc mbaly ukhombise ukumthanda umnganakho noma ekonile god bless u
Uyakholwa cc Mbali Cele, ukhule cc ukhokhobe udonswe ngeskhumba, au unenhliziyo enhle engaphezu kweye Kholwa elithandaza nsukuzonke!❤❤