Yaz ave behlekisa abaculi base mzansi ngeke bekuxhase kodwa bagqoke izimpahla zaphesheya ama Gucci angisho Khuba kodwa abaxhasi laba local they wear international brands they don't support local
Ngangingu mlandeli we bhova mina but eish okunye if umuntu emgasekho kufuna nje ugweme ukukhuluma okuphuma endleleni ngoba yena ngeke esaziphendulela noma kungaba yiqiniso
Tở Donate ukuze silande onke ama guest please faka noma malini kule
ACCOUNT CAPITEC: 1417913108
PHONE BUMBER : 0793946084
Yaz ave behlekisa abaculi base mzansi ngeke bekuxhase kodwa bagqoke izimpahla zaphesheya ama Gucci angisho Khuba kodwa abaxhasi laba local they wear international brands they don't support local
Yabona bengiyithanda iNdidane kodwa asikho isizathu esingangenza ngiphikise lensizwa ngoba bebesuka kude bona kodwa vele la kunemali khona siyazi kunokungezwani😢
Mfoka Manqele yaze yamunandi interview, umlando esingawazi🤝
Lobhuti ubuzwile ubuhlungu Yooooooh 😢😢😢umtshengiseni wadlala ngamajita 💔 Babenyakaza enkundleni labobhuti kwakuhcwaza izihlwele ngenxa yabo😢 walimosha iqembu umtshengiseni😢 lalinzima kabi leliyaqembu 💪 👑 ♥ bake bafika kwelakithi Kwakungathi kufike president kwakunyaka ngisho esinedolo 🎶 🎶 🔥 🔥 🔥 👑
Khaya mseleku no shewu ✓100%®
Best of the best 👌 👍 wahluleka Njencane ukukhuluma aii Shewu dank mfaaaaano
Uma ethi uShewu ibhova labashaya kabili, mhlampe akasakhumbuli emlaz emegacity. EPermville khona kwenzekani emcimbini kaMagwaza Msibi
Sxhobo wahluleka ukulawula iqembu ukuthi imali kumele ihambe kanjani ngoba vele yayingeke ilingani inkinga akukhulunywanga kwavunyelwana indidane yazi decide la
Laphana e Thokoza kwakunzima ngampela sasikhona, kodwa nanizoqala kudlalwa Inyoni Yami, and laphana naginjwa nithi niyahamba lathi Bhova bavimbeni bengaphumi, ndlela kwakugcwele ngayo anibanga nandawo naze nahlala phansi phambili, wasesho ke lengoma eyayithi, phakelani mkuovu yenu, Kanti umuntu owaqala inkinga lapho uMtshengiseni edlala lengoma ethi khona owadla imali yakhe and wathi ukhona la engamkhomba
😂😂😂valani emnyango bengaphumiiiii!!!
😂Laliyis'linyana iBhova. 😭Lalithi akuvalwe umnyango ukuze lizobukisa ngezinye izingane. 😂Isihlalo sobukhosi kade samlingana uMgqumeni.
Sicela usitholele Winile Sibiya(Amatshitshi Amhlophe) or Shobeni Khuzwayo(Izingane zoma)🥺🥺🙏🏽🙏🏽
Qinisile labaculi bamaje abazibongeli baveze ubunsizwa kodwa baxoxa indaba bebe becabanga ukth ubunsizwa loko kanti ubufazi. Kuphupha Jaiva usayibambile
Akuwona Amahlubuka Manqele. Kwaphuma Iziqhumane (Njencane no Sibongiseni) kuqala kwase kulandela Amahlubuka.
Osekucace bha ukuthi usenga eyimithiyo kokunye lombhemu
Siyabonga mfoka Manqele siyafunda kakhulu
Nanku umlando
Awukho umbuzo ewubalekelayo le ngqwele. Izakwala ngathi ikhuluma iqiniso impela.
Awmadoda uMashewula, ile interview, ekaNgiga ekababa uMadoda, ekaMthethwa cha ahamba phambili. EkaShilisi wee ibhimbi noma ekhuluma
Nakhu ke ukuzethula mfoka MANQELE 🎉Ubakhulule bezethule noma sibazi sigcinaa singazi basuka kuphy nezigodi emakhayaa, Asbonge
Wayeyiqili uMtshengiseni ayi cha wayenaloke ugazi uMtshengiseni kwakuwugazi lokuzalwa ngempela
Ukholwa ukuzwa side lo muntu oyedwa wena uma umuntu ephambene nomunye?
Yabona le interview 😂😂ingibulel nje ngohlek bengihlal ngiyibuz ukuthi yasuswa yini impi between ibhova/ namageza mfokamanqel muhle lomsebenz eniwenzay 💪💪💪💪💪💪
Sbonge ngo mlando we qhawe❤
Hlela🎉
Ngicela ubongitholela obaba bakwaMadlala (Madlala Brothers) bomgxobanyawo.
Ikhona inzondo ku shewu....kungenaphi ukthi wayengenamuzi
Sfuna lokhu Kuma interview iqiniso
Sfuna lokhu Kuma interview iqiniso
Sesikhona weMfoka Manqele sizothamela umlando weNdidanooo.
Nimkhuluma kabi uMtshengiseni ngoba engekho ukuziphendulela. Nizenzela amashwa nalomphuphe wesiteshi senu
Akukho muntu okhulunywa kabi,awazi lutho wena awukaze usebenze neNdidane,thula skhwama.Bakhuluma ngemsebenzi yakhe emibi nemihle
Ngangingu mlandeli we bhova mina but eish okunye if umuntu emgasekho kufuna nje ugweme ukukhuluma okuphuma endleleni ngoba yena ngeke esaziphendulela noma kungaba yiqiniso
Nje futhi akukho kunye ngoba lo muntu ngeke esazi phendulela.
Musa ukuba lixoki Shewu, wena ususebenzisa inzondo yakho yokuthi naxabana no Mtshengiseni, usuthi manje wayemsaba u Mgqumeni
Vele usebenzisa inzondo nje lo.
Iyanyanyisa inzondo kaShewu uzodayisa ngeDidane🚮🚮nakhona mawthuyezwa ingxabano yemali ayshoyo like kwakfanele vele atholimalencane ayikho intetheni ayeyenza eqenjini wengeke nje atholimali elinganayo nabanye
Wayemesaba vele,khona lapho ethu wayezivalela endlini malikhiphile iBhova.
Uqinisile sasikhona ejabulani esoweto umtshengiseni esesteji umgqumeni wafika wama emvakwabo yacela indidane ukuthi akasuswe
Owangakithi u shewu
Cha kodwa uShewu usanenzondo ngeke phel wena wawigida song
Yageza lensizwa
Vala umnyango bengaphumi
Manqele dayaza part 2 pliz
Ngicela Amatshitsh' Amhlophe nduna.
Sesikhona manqele.
Syabonga ngokuslandisa ngalamadoda
Manqele muhle umsebenzi wakho bhuti. Ngicela ungilandela uJaiva Zimnike uyena osesele kwezebhova plz
Mtebhosha 😂😂😂
INDIDANE KWAKWINKUNZI 😂NABO ABAZICULELE
Iqiso la Shewu🫶🏽🫶🏽
Thokozani waze waythenga monto embiii😂😂😂
Kuningi ebekumele kuzwakale la coz kunabantu abangaz ukuthi intombi sengisho itshitshi maliqomile alihlangan nomkhwenyana kuze kulidwe i suitcase iqhathwe before bahlangane, so isele lendaba iyalenga
Yaze yamnandi interview manqele🤝
Ukhuluma kahle kakhulu uShewu nje impela
Uchaza into engekho ushewu umsunu wakhe
Ikuphi okukhona
Eyani inhlamba
Dakiwe
Empeleni ngokwazi kwami umuntu umazi kahle muhlala naye or uphila naye but muwumlandeli ngeke umazi.......ngamafuphi nje lensizwa imazi kancono ngoba yayihlala naye.......mina nawe asazi lutho ngeNdidane sasingabalandeli nje......
Kant ukhuzan unomona njr wawufund kuyo ndidane
Yamthelela angithi yayisho ithi " ngikuthelele"
Kuyacaca
Cha phela Umgqumeni into eyayenza nimehlule ukuthi waye leader aphinde azibhekhe manje leyonto yayimshaya
Akaze bemehlule umgqumeni bayazi nabo kumanje iqiniso liyaziveza ubohambe ubuza langaphandle bayokutshela abantu
Ay baba iphutha from Greytown to Kranskop maybe ukusuka e Mboneng uye Germiston hhay bo!
Kazi uphi uNjencane siyamkhumbula
Awuuuuu imali wayidla kakhulu uLoliwe😂😂😂😂😂
MfokaManqele Sicela usilandele ubaba uShobeni Khuzwayo for umlando weZingane Zoma production including ukusebenza nebhova.
Yibo impela amageza
Lasho kodwa ibhova ukth niyongvuma ngisho sengfile
😂😂😂Loliwe, siyabonga nkabi yami
Mina namanje baba Gcwensa ngiyamthanda kakhulu
Yaz u Mr sandile mbongwa wayeneqiniso kowayebambisene nabo
Yayinomona injezele
Iziqhumane
iyahlekisa lenkunzi noma inkulumo yayo ibuhlungu 😂😂😂
Cha kwakhandwa IZIQHUMANE before kukhandwa AMAHLUBUKA
Ukhuluma into ongayazi yonke wena. Ungasho nje kuthi iNdidane awifunii futhi awukaze uyifune. Ingakho nje umculo wenu ungayanga ndawo. uma naninesiphiwo nina nizimele kungani pho nisalapho nikhona namanje. Vumani iNdidane kwakuyi Nkosi kwakungu Mlungu wenu wayemgekho wrong beninika lokhu aninika kona vele wayeniphethe.
Akukho nje lapho khona indidane yayenza kahle khona ngizwa okubi kodwa la noma kuseza okuhle
kodwa ngoba ugcine efikile osebenze nayo sizwe umlando we ndidane
😂wow shewu siyabonga kanti why ngaculi
Siyabonga manqele khansela lethu
Ngasala ngikhexile ke namhlanje yoo
😂😂Kwakuwudoti leyanto😅😅
Cha kodwa shewu baba sucasha usasenayo inkinga ngo Mtshengiseni
Kwakuhle ukubona uShewu, amadoda ake asjabulisa. Wayelithanda iqembu ubona indlela aphoxeke ngayo. Kodwa naye wayesekhulumisa okwe ntombi eyalahliwe
akachazanga ngo Zinothi ukuthi wafika kanjani kumageza nokuthi basebenzisana kanjani esepjume emagezeni nokushona kwakhe..ziningi izinto ezisalile
uLoliwe???? Cha kod leligama laMtshengiseni😅😅😅
YAYINHLE LE INTERVIEW
Aybo! Engathi ziyakhala namuhla 😅
Indidane ngangilandela yona impela kodwake phela iqembu balakha bebaningi empeleni nje bebathathu kwakumele iholo lilingane kubo bobathathu uShewu wayeqashiwe kwakufanele aholelwe kwasekuqaleni.
Nezandla eyigobile engathi ubebamba iwewe
😂😂😂kodwaa baba shewu kamnandi interview 🙌 baba Gcwensa halala😅
"Emakhela ngemali yakhe kodwa naye azi udlani".alikho-ke icala lapho.
Kwaphuma (uSbongiseni noNjencane iziqhumane) kqala yakhipha iNdidane yababiza ngamahlubuka base belandelisa ngeqembu abalibiza ngaMahlubuka mangikhumbula kahle kodwake iminyaka isihambile.
Yes bafo
Usho khona wethuh
Kunjalo vele akwazi lutho ngomlando ufana nomuntu owayengumlandeli
WeSonosini hamba uyongkhumbula ujola nobani emkhukhwini emzihlophe 😅 kanti lengoma kamgqumeni isuka lana
I kweyiphi I album
I quantum lagingqika nje ngoba kwakuzinyembezi zabantu
Ngichazwa elokuthi ibhova lalinga promote nkosyam lento yayizenxakalela😊😊
Sicela u winile sbiya bhuti
😂😂😂AY NGIGCWELE NGO SHEWU😅
imfishane le interview ngeke
Yanqamuka kabuhlungu kanje interview
i feel like ngcono ukube usekhona umtshengiseni ukuzikhulumela out of 100% i believe 50%..... another 50% ukwiNdidane like it or not
Ngangikhona lapho ukhulum inqiniso
Kodwake intesangidida okwamanje ukuthi kuze kuhlukaniswe imali uwonke wonke kanti imali yeleader composer iyalinganani neye dancers
Kwakumele ibatshele iNdidane ukuthi sekushintshe izinto mayelana neholo.
Inkosi mpela umholi kwakuyindidane Nina nje Nani libele zidwaba necholo
Sheeeeeeeewu
wayefuna ukwenza lengqondo yakhe nakuMgqumeni kwashu kuthi ufike komunye umaster kwangahamba kahle wayobathuquza phambili wabathola beshibhile 😂😂😂😂
Wawakha kodwa umuzi uMtsheng'seni okumnandi ngaye
Wawakhela u mpungose yena akaz enzelutho@@xolanimthabela1497
@@xolanimthabela1497awuyozwanga interview. Umuzi wakhelwa uSixhobo
@@xolanimthabela1497lokho nobunandi bengoma kuhlanganaphi ?
Unkindlana madoda wadlala ngabafana ey😂😃😂😃
Danko Duyaza wamnandi lo mgosi pls part 2 bafo eish ngithanda le T-shirt ne sgqoko sakho bafo I wish ngibe nako nami
Umona lo ..beku ryt usincome kphela
Kuyadayisa bafo ngakuthola mawukufuna uthinte le number +27 (79) 633-5504
@@perfecttvsa7051 Danko bafo ngizokwenzenjalo
Le interview izolumela kumuntu othanda INdidane, uGcwensa wayengesiye umngani wami kodwa 98% wezinto ezikhulunywa uMashewula ngo Mtshengiseni ziyiqiniso abantu ababesondelene neNdidane bayakwazi bonke INdidane yayileli elizikhotha emhlani makuziwa emalini wayebuye ebe heartless impela ngenxa yemali, enye into INdidane yayingabasabi abantu abayizimbangi zayo but wayengafuni ukuhlala eduze komuntu angezwani naye wayevele ahambe
Nginethezekile laphaa😹😎😎
Nakhu ngisala leli likaLoliwe lisuka kuphi😂
Kodw usemshayelan umanqele ngerastiki😂 labobhut bakdala
Sebexabene lababantu yibo laba ababeshleba ibambe ngakho hhey ngoba kwakumnandi emculweni😂😂😂
Ngathi Sfiso Ncwane
Exactly 😂😂
Nami bengithi nguye
Sicela ucebo hlabisa uyobe usuqedileke ngezendidane
NGYAYIZWA LENDODA
Awukaze ube amageza wena. awazi lutho ngomculo.
weManqele 😂😂😂😂😂😂 wena uyamphenya umuntu
Wafana kangaka noMashwabana uShewu😅