yinhle kakhulu i interview .. yabona mfoka manqele when it comes to i interview yomuntu owacula nebhova or ugcwentsa you spend more minutes about i History yabo uba hyper and ugcine usukhuluma indaba zokuthi kuyiqiniso yini ukuthi? or wawukuphi umgqumeni enza ukuthi like 70% we nkulumo iba ngabo gcwentsa ukhohlwe ukuth nabo sebeyimele they have fans ekmele bazi ngabo.. 40 minutes wonke umgqumeni😅😅
Dankie Fihliskhwele Bhuti wamchaza kamnandi uMuhle vele ebecula nge feeling loyamuntu✊
Waze wakhuluma kahle u Fihl'iskhwele, akhuphuke njaaalo 🙌🏿
Ngithanda indlela akhuluma ngayo umfwethu ukhombisa Ubuntu uvuthiwe emqondweni ❤❤
Siyabonga Manqele yaz lensizwa ngiyawuthanda umsebenzi wayo kodwa bengingazi ukuthi zigigiyelwa yiyo lensizwa lezingoma..🎉
Libizwe nelami igama kwabacaphuna kusale ngigwilike nami❤❤❤
Okuhle kuyanconywa siyabonga mfoka Manqele sibonge naku mfoka Magubane kuningi esikufundile... ungapheli amandla perfect TV Sifunda nsuku zonke 🙏
Uyakwazi ukukhuluma uFihlis'khwele. His responses live no room for confusion.
Yamnandi inxoxo ayinamanga ihlelekile iyalandeleleka👌
Lomjita usemncane bt umqondo wakhe 👌 yaz ukube umgqumeni akashonanga bezokleza okuningi lomjita bcz uhlakaniphile lomjita kakhulu futhi 💯 akakhulumi indavundavu lomjita uhlala esihlokweni
55:27 - 59:39 Lenkulumo elana ngiyiphakamisela izandla🙌🏻🙌🏻🙌🏻
Xa unethuba ixesha livuma ndicela ulande uSminofu smiramira ⭕️♥️
Uqinisile mfoka Magubane belisinda ibhova ngikhumbula ngilibona ngaya emotweni yakhe ngithi ngiyomxhawula kodwa ngagcina ngokubingelel ngadlula ngakhohlwa ukuth bengith ngiyomuxhawula
Syabonga sicela u Jaiva no Smira Kanye ne ZINYANE LEDLAMANZI.
Ivuthiwe leNqwele ewu Fihliskhwele
Cel uland uMkholwane ndoda
Smirnoff please 🙏🙏
Uzanini vele uSmiramira
Cha Waze wayichaza kahle kakhulu webhuti wam eyhiiiiiiii
Fihliskhwele unenswebu kaMroza
✊Fihli'iskhwele🔥🔥🔥✍
Umjikijeli ngisamile Manqele
Fihlasi♥️😹😹♥️ siyabonga Duyazi ngalensizwa ♥️
MANQELE SIYABONGA WAKHULUMA KAMNANDI UBHUTI LOLUHLELO LWAKHO LUHLE LUSENZA SIBAZI ABACULI UKHULE UMSEBENZI BHUTI
Uboneni Magubane❤
MfokaMagubane sicela ufake izingoma zakho zokuqala Ku TH-cam
Clean interview nd one of the best interviews
Definitely! I thought I'm the only one who noticed that thing. His responses live no room for confusion.
Fihli skhwele ngithi ndlelanhle bhuti emculweni wakho oclean 🎉🎉🎉
Ukufa kwebhova kwahlukumeza abantu abaningi
Syabonga Duyaza.ngicela usutholele u Ziyangegugu and also uMjikelo.okunye syacela uma iqhawe line interview liphathe isginci lisidlale bukhoma
Siyabonga Khansela lethu 👏🏻
Sicela u Mashelela Ngubane 😢
Awu mfwethu yazi uMashelela ucula ngempela kodwa uzitshiwe njengoMajotha. Siyamdinga shem mfokaMfeshemfeshe 🤞.
Ingoma goma ❤🔥
🎉🎉🎉 mabizo ingoma ingenhla
Ngicela ulande ijongo elihle mfwethu kwaNongoma ngokuhlala lisegoli
Danko❤
Ushoda nge editing skill nkunzi, introduction clip awuvezi inkulumo eyodwa,
sengathi engaphumelela
Sandla sedlula ikhanda duyazi syabonga ngesneke sakho engigcine ngingakuzwanga ubuyaphi ufihliskhwele ne S.A
Owasenquthu esgubudu
Webhuti sacela usilandela uQekeqe uSmira
Silaphaa😎
Duyazi ngicela u smiramira sminof
ngangfunda nayo lenkabi RP Maphanzela primary school sharing idesk
Sizoyiphusha ingoma yakho
Khala kamnandi sginci sami 2015 or 2016
Yaze ya clean inxoxo
Fihliskhwele lona wayecula nomahawukela
Lutho akusiyena lona owayecula noMahawukela. Lona uyingane😂😂😂
Sibonge wena kaDuyaza ngo fihlijelous indoda yephakethe lwa Gcaba. Cela usigcingele uJaiva zimnike
Into engiyfundile ukuthi abantu basuka kude ungababona sebelana, kuyasho ukuthi ukubekezela kudala impumelelo...kwesinye iskhathi kukhona la okumele uqale khona before ufike la obufisa ukuya khona
Khuphuka Duyaza
Ngicela ulethe umfana ka mahawukela
Sacela usilandele ubabu phethi mkhize owayehamba nomfaz omnyama
Konke kwenzeka ngesikhathi mfo
Smiramira ndodendala please
Ngyabonga imimpela okadeloku ecela lensizwa
Sengicela uslethele ujaiva ke manje noZiyangegugu
Owakuphi lomjita wawubalekela lombuzo
Owase Nquthu mfwe2
🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Ngisacela inkomo bafo izochaza
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 Hawu izochazani mfwethu
Wayibeka qhawe
Sicela u jaiva no smiramira
😂😂😂
Yazi uzanabo ngyabonga mina kepha ngloke ngikhale njalo ngo jaiva saze wagunda imyeko umtaka madlomo
Konke kwenzek ngesikhathi
Hhhayi ake nglalele lokhu okushoyo mfwethu
Bazomzonda abalandeli beBhova uFihliskhwele ngoba uneqiniso, abalifuni phela bona🤔🤔🤔🤔
Lutho bafo owethu umfana simthanda kabi
SIBONGE BHUTI
Eyi lento iyangidida lento sithi sifuna umlando weBhova babe bevuma ugcwensa😅
Ezokwenzani u Minoff akulingiswa la
Ulandwa wazini wena uthanda izinto
Kodwa iyaqhatha lento yakho yokukhethisa abaculi
Yaqhatha muphi na mauphi?
Lo osuke engakhithiwe uzozonda bese ecabanga ukuthi akamfuni lomuntu. Lomjita uthi u Saliwa wamsiza kakhulu kodwa ngapha akasamkhethi uyabona mft
@@mbekezeliminenhle7698 ngeke kwenzek lokho abaculi phela abantu bayazi ukuth igame le
Stop it @@perfecttvsa7051
yinhle kakhulu i interview .. yabona mfoka manqele when it comes to i interview yomuntu owacula nebhova or ugcwentsa you spend more minutes about i History yabo uba hyper and ugcine usukhuluma indaba zokuthi kuyiqiniso yini ukuthi? or wawukuphi umgqumeni enza ukuthi like 70% we nkulumo iba ngabo gcwentsa ukhohlwe ukuth nabo sebeyimele they have fans ekmele bazi ngabo.. 40 minutes wonke umgqumeni😅😅
😂 ngiyayibona leyonto kodwa ke it's understandable mfo.