NGIGA PART2-UKUSHONA KWA MGQUMENI,ABANGANI BAKHE,EMABHOZENI,AMAGCOKAMA...

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 5 ก.พ. 2025
  • PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
    IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
    WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
    FACEBOOK: PERFECT TV SA

ความคิดเห็น • 126

  • @ayandazulu8014
    @ayandazulu8014 ปีที่แล้ว +3

    LoL 😂funny stories Rest In Peace Bhova

  • @ngubanembomvu2962
    @ngubanembomvu2962 ปีที่แล้ว +20

    He's a genius 👏 umuntu omdala uyohlale emdala 🤝

  • @ndukenhlemathe8983
    @ndukenhlemathe8983 ปีที่แล้ว +16

    I learn a lot from this uNginga akaculi kahle nje kuphela uhlakaniphile kakhulu futhi uyabazisa abanye abantu

  • @Ndabenhle_mkhize1
    @Ndabenhle_mkhize1 ปีที่แล้ว +17

    Wow mmmmmh ngaze ngayithanda le interview, it's very interesting 🥰🥰🥰🥰 lomuntu uhlakaniphile isdalo🇿🇦🌍💯

  • @DRKHASANTO
    @DRKHASANTO ปีที่แล้ว +11

    Touching interview 😢mgqumeni may his soul so rest peace

  • @NhlanhlaDladla455
    @NhlanhlaDladla455 ปีที่แล้ว +20

    Ikhululekile lensizwa, namancoko ayaziphumela nje😂. Nice interview Manqele

    • @phathizwentuli8147
      @phathizwentuli8147 ปีที่แล้ว

      🔥🤞🤣🤣Ey mina ngimkhonze kabi uyazi naye.

  • @charlesmabaso6607
    @charlesmabaso6607 หลายเดือนก่อน

    Ngiga kamahlalela,syabonga qhawe lakithi.

  • @ndabenhlejiba6645
    @ndabenhlejiba6645 ปีที่แล้ว

    Ayi mfokaMakhalibhothi ngyakuvuma. Bhuti ngifunde okukhulu engxoxweni yakho, nangawe as a brand. Bengimazi uNgiga, kodwa bengingazi uxhumana kanjani nebhova. Syabonga bhuti🙏🙏🙏🙏 ujehova akuphe impilo ende

  • @mthandeningubane7301
    @mthandeningubane7301 ปีที่แล้ว +6

    Engikuqaphelile nje uhlakaniphe kakhuuuulu uMfokaNdlovu...uyayaz iBusiness
    Khula MfokaNdlovu usize namanye amaciko asazovela kant nomculo wakho sisawdinga kakhulu👏. Syabonga perfect tv🙌

  • @mlondiziphozonke2740
    @mlondiziphozonke2740 ปีที่แล้ว +4

    Imnandi, iyakha, iyayala, kanti futhi iyafundisa.🤝

  • @SihleSithole-kg2su
    @SihleSithole-kg2su ปีที่แล้ว +7

    Aw Koda nginga nalimala ngebhova bafwethu ngabe nikude kakhulu ngempilo Koda aksenani okwenzakalayo kufana nokudaliwe akukho okungapheli😢

  • @mluwakwashezi
    @mluwakwashezi ปีที่แล้ว +10

    “Impilo yomuntu iqale ibenzima before izoba yinhle” Ngiga.

  • @buhlebukhonamadondo4373
    @buhlebukhonamadondo4373 ปีที่แล้ว +6

    Our perfect tv syabonga ngo babu Ngiga🎉🎉

  • @ZusipheQutha
    @ZusipheQutha 5 หลายเดือนก่อน

    Imnandi ke le interview 🤞Iyakha and Iyabomisa ngokweMpilo and iyakhuthaza ,isinika amathemba ngokweMpilo

  • @inkosiyabafundi-umfanaotha6182
    @inkosiyabafundi-umfanaotha6182 ปีที่แล้ว +1

    Yayinhle Interview Mfoka Manqele kuningi engikucoshile kwiNgiga kaMahlalela🫡👌
    Sicela usilandele UGQOKO manje mnewethu👏

  • @Ndabenhle_mkhize1
    @Ndabenhle_mkhize1 ปีที่แล้ว +5

    Awu ngaphatheka kabuhlunguke Zingelwayo 💔mase ngizwa ukuthi ubugula.. phephisa mfwethu buya manje egemini🥰🥰🥰🥰sikulindile🙏🇿🇦🌍💯

  • @MagoditreefellerSibanda
    @MagoditreefellerSibanda 2 หลายเดือนก่อน

    Dankie Mfoka mahlalela

  • @TapeloNtuli-t9u
    @TapeloNtuli-t9u 3 หลายเดือนก่อน

    Best interview ever

  • @buhlethusi7087
    @buhlethusi7087 ปีที่แล้ว +13

    I Perfect TV inswempu futhi iyathandeka ngenxa yokuzithoba kwayo futhi ayizenzi osiyazi abakhulu.
    Kodwa ayikho I interview edlula lawa eninoNGIGA khona ungiga bafowethu unalento efunakalayo yokukhululeka ube friendly kungabe sengathi uzo actor la .Lomuntu uyamubona nje ukuthi impelweni kuningi akasangakwenza kwenzeke ngenxa yomoya wakhe nobuhlakani nobuntu.Kahle kahle uNgiga iyavela lento kuye ebizwa nge Wisdom.

  • @ThobaniSiyabonga-tx6rj
    @ThobaniSiyabonga-tx6rj 5 หลายเดือนก่อน

    Ngiga is a living legend 🙌

  • @khulekanizwane9820
    @khulekanizwane9820 ปีที่แล้ว

    Syabonga Perfect tv. Syabonga Gatsheni.🤝🤝

  • @Ndabenhle_mkhize1
    @Ndabenhle_mkhize1 ปีที่แล้ว +5

    Gatsheni 🙌😂🙌 Shlobo Sami 🤝🥰🇿🇦🌍💯

  • @EricRadebe-db6fy
    @EricRadebe-db6fy ปีที่แล้ว +5

    Siyabonga perfect TV, sifunde okuningi kungiga

  • @success2536
    @success2536 ปีที่แล้ว +5

    Best interview, I love his music.

  • @FaneleMpungose
    @FaneleMpungose ปีที่แล้ว +1

    Cha yamnandi interview. Syabonga Ngiga❤ buya ndoda yamadoda.

  • @mkhukhuonedstv5879
    @mkhukhuonedstv5879 ปีที่แล้ว +1

    Yaze yamnandi interview siyabonga, cha ngiyafisa ukuvakashela ubhutuNgiga kesibhunge nje ngempilo, unamancoko enjalo nje

  • @lindokuhlemathaba4286
    @lindokuhlemathaba4286 ปีที่แล้ว

    😂😂😂😂 eyokudliswa inyanga nacishe nafa yaz, ngiga is a good story teller yaz

  • @WilliamStimane-dp8vu
    @WilliamStimane-dp8vu ปีที่แล้ว

    Bhut ungiga siyawuva umlando wakho kayise 👏👏👏 unkulunkulu akubusise 🙏 somgatsha 🙏🙌🙏

  • @muziwendoda8553
    @muziwendoda8553 ปีที่แล้ว +2

    😅😅😅Good wenza kahle wabhula usmomoza mfoka mahlalela

  • @khulekanimlungisi3652
    @khulekanimlungisi3652 ปีที่แล้ว +3

    Business minded 🙌

  • @lungisankhuya8713
    @lungisankhuya8713 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Ngiga ka mayihlalela

  • @cainluhlanga9146
    @cainluhlanga9146 ปีที่แล้ว +1

    Uhlakaniphile lomuntu❤❤🎉🎉🎉

  • @phiwemhlongo774
    @phiwemhlongo774 ปีที่แล้ว

    Aw madoda umahlalela ohlala eGoli abanye behlala emakhaya

  • @sabelomafisto9489
    @sabelomafisto9489 ปีที่แล้ว +6

    Great n thanks again nkunzi 🌹🤟 i still say uSthe from real TV would also be a good addition to our Channel since they are no longer on platforms 👏👏👏

    • @IchwaneLenkalankala
      @IchwaneLenkalankala ปีที่แล้ว

      Leya Chanel yawiswa umnikazi wayo, loyamfana aii ikhanda alikho

    • @sabelomafisto9489
      @sabelomafisto9489 ปีที่แล้ว

      @@IchwaneLenkalankala kuyiqiniso lokho bafo mina nje bengingajabula ukubona ayibambe khona la nomfo kaMangqele vele iContent iyamvuna ubuhlakani anabo ingakhula kakhulu iChanel noma ube yiCo-host

  • @sbohmnguni6138
    @sbohmnguni6138 3 หลายเดือนก่อน

    Uyisibusiso nginga mfwethu kithi unkulunkulu akwandisele

  • @nozondela
    @nozondela ปีที่แล้ว +1

    Syabonga bafwethu

  • @MlungisiMyeza-ik1oe
    @MlungisiMyeza-ik1oe ปีที่แล้ว +1

    Dankie MaNqele Bhut👏🏾👏🏾👏🏾✊🏽🤘🏾🙏🏽

  • @ayandathango4484
    @ayandathango4484 ปีที่แล้ว

    Siyabonga

  • @SabeloDzanibe-om7ys
    @SabeloDzanibe-om7ys ปีที่แล้ว +2

    Nx wangiqeda mesethi angaz siwuphuzelan umuthi singaguli

  • @bethwellsizwe3665
    @bethwellsizwe3665 ปีที่แล้ว +2

    Bagigile mngani wam😂😂😂

  • @mvelombele9406
    @mvelombele9406 ปีที่แล้ว +1

    Ukhulumile bhuti👑🙏

  • @thabaninkomo9409
    @thabaninkomo9409 ปีที่แล้ว

    Manqele asbonge ukusiphathela uNgiga umkhulu umlandu wakhe,sicela uJaiva

  • @siyezasithole9764
    @siyezasithole9764 ปีที่แล้ว

    This is probably the best interview on this chanel. Waze wangimanza u Ngiga kamahlalela

  • @BonginkosiGoodman
    @BonginkosiGoodman 9 หลายเดือนก่อน

    Bhuti uNgiga sengifunde okuningi kule interview, ikakhulukazi kwi business. 🙏

  • @SphepheloDlamini-rw8ks
    @SphepheloDlamini-rw8ks ปีที่แล้ว +1

    Bafo usitholela nin uGqoko ngoba igama lakhe lihlez livela 🙏...

  • @MyoleliDidi
    @MyoleliDidi ปีที่แล้ว +1

    Ngidlala ungiga-ibhola lombhoxo ei bafwethu kubii😢😢😢

  • @mduduzinsushemkhize
    @mduduzinsushemkhize 11 หลายเดือนก่อน

    Uyalaleleka mahlalela

  • @nduduzomark4226
    @nduduzomark4226 ปีที่แล้ว

    Naba obaba bangempela❤

  • @qedezakhemkhwanazi8664
    @qedezakhemkhwanazi8664 ปีที่แล้ว +4

    Uyabona umuntu owenzisa interview akazange abe nomsebenzi onzima uNgiga uyashelela uyilanda kahle indaba

  • @SphesihleCandy
    @SphesihleCandy 10 หลายเดือนก่อน

    Ngiga ❤

  • @lihlengubane4756
    @lihlengubane4756 ปีที่แล้ว +2

    "Walibamb umfan walinika abangakubo abangakubo balishaya phakathi; kahleeni bafana"

  • @AllyGega
    @AllyGega 6 หลายเดือนก่อน

    Yayisebenzisana nomntu onaziyo😂

  • @sibusisonzima2567
    @sibusisonzima2567 ปีที่แล้ว

    Khuphuka Lapho

  • @luckysithole2525
    @luckysithole2525 ปีที่แล้ว

    Ngiga uhlezi ukhuluma kahle ngebhova

  • @bonginhlanhlajali1885
    @bonginhlanhlajali1885 ปีที่แล้ว

    Ayi ivuthiwe ingqwele

  • @bonginhlanhlajali1885
    @bonginhlanhlajali1885 ปีที่แล้ว

    Thankx bhuti uNgiga

  • @vumelanivumelani2093
    @vumelanivumelani2093 ปีที่แล้ว +1

    Yooo cha iminandi le interview 😂😂

  • @mduntulimdu1319
    @mduntulimdu1319 ปีที่แล้ว

    Ithini inamba yalomfo wePerfect TV

  • @sifisodlamini6779
    @sifisodlamini6779 ปีที่แล้ว +1

    UMJIKIJELWA wahamba kanjani ngyaz uwena ongakhuluma iqiniso la mfwethu

  • @dumisanidumisani3274
    @dumisanidumisani3274 7 หลายเดือนก่อน

    Yaz ungiga bengimthatha kancane

  • @sanelemsibi7689
    @sanelemsibi7689 5 หลายเดือนก่อน

    Ngiga uneqiniso ndoda uThixo akubeke uyadingeka kulendima yomculo nasemphakathini

  • @SabeloDzanibe-om7ys
    @SabeloDzanibe-om7ys ปีที่แล้ว +1

    Ngavele ngakukhonza mukhuluma ngeskolo zingelwayo

  • @shemenshamase3775
    @shemenshamase3775 ปีที่แล้ว

    MINA BHUTI NGIFUNDE LUKHULU

  • @mluwakwashezi
    @mluwakwashezi ปีที่แล้ว +1

    Eyy zimnandi💙zibuhlungu💔

  • @SiyabongaMazibuko10
    @SiyabongaMazibuko10 ปีที่แล้ว

    Wafana noKwaito wakwi Skeam Sami

  • @mthembenisihle8676
    @mthembenisihle8676 ปีที่แล้ว +2

    Mfoka MaKhalibhothi Deserve another Chance .

  • @umduduzitopic9891
    @umduduzitopic9891 ปีที่แล้ว +2

    Yaze yamnandi nkulumo inamancoko angsahlekanga kanje nekhwiz inamancoko 😂😂 okungiphathekabi masechaza ngokugula kwakhe nokuphela kwe voic ish lokho kungikhubile kodwa sengathi ngabuya ibe ryt

  • @dumisanidumisani3274
    @dumisanidumisani3274 7 หลายเดือนก่อน

    Nawoke amaqiniso esiwafunayo thina

  • @IchwaneLenkalankala
    @IchwaneLenkalankala ปีที่แล้ว

    Ibhilidi esasiliqhwaga😂😂😂

  • @SabeloMkhize-y6r
    @SabeloMkhize-y6r ปีที่แล้ว +1

    Ithobekile lensizwa and inolwazi oluningi

  • @sabelomdumseni2530
    @sabelomdumseni2530 ปีที่แล้ว

    Mfoka manqele siyabonga bhuti awusitholele umthethwakhe manje

  • @velaninsimbi8117
    @velaninsimbi8117 ปีที่แล้ว

    Mfethuu sibonge gatsheni

  • @Mncedisi-y5z
    @Mncedisi-y5z 13 ชั่วโมงที่ผ่านมา +1

    😢😂

  • @stevendlamini7323
    @stevendlamini7323 9 หลายเดือนก่อน

    Kwakuhlu kukubona nangokuthi kukhonokwenzayo ngaphandle komculo

  • @mlulekiadvisordlamini7333
    @mlulekiadvisordlamini7333 ปีที่แล้ว

    Kdwaa ngokdlula kwebhova kumina kwahlwa emini, lezinsizwa zabuthwala ubunzima kakhulu

  • @sthembisondlovu7721
    @sthembisondlovu7721 ปีที่แล้ว

    Umgqumeni wabulawa inyanga yase Mozambique kanti

  • @mvikelonkosinathi7906
    @mvikelonkosinathi7906 ปีที่แล้ว

    Ngikuthanda ngeqiniso kodwa Ngiga cz awuchemi ukhuluma iqiniso eliqondile nqo

  • @bongumuziblessing-uw8jc
    @bongumuziblessing-uw8jc 11 หลายเดือนก่อน

    Ngiga kaMahlalela uvuthiwe Bhuti emqondweni

  • @nkanyisomdladla
    @nkanyisomdladla ปีที่แล้ว +1

    Uhlakaniphile bhut Ngiga ngiyafisa kuba nengxoxo nawe face to face

  • @snalogwija2031
    @snalogwija2031 ปีที่แล้ว

    Ngiga mfoka-Ndlovu 👏🔥 syabong mfweth

  • @XoloMbatha-j2x
    @XoloMbatha-j2x ปีที่แล้ว

    Yaze yamnandi interview ka Ngiga madoda

  • @sifisodlamini6779
    @sifisodlamini6779 ปีที่แล้ว +1

    NGIGA KAMAHLALELA syabonga kakhulu ngokuxoxa izinto ezihlekisayo eziskhumbuza ibhova ezimnandi ezingakaze zikhulunywe muntu eziningi zazo akaphinde abuye esehamba ne DSD .NO MFOKA ZONDI singahleka size slale la coz zyazikhulumela lezinsizwa kuningi ebesingakwaz but kancane kancane kuyavela syabonga

  • @BonisananiShabangu
    @BonisananiShabangu ปีที่แล้ว

    Ngyabonga mina weduyaza ngokuthi ukhumbule mfoka malkhabhothi...ngeke babize bonke umkanye..kodwa uza nayo indlunkulu ngicela uke uphethe inqino ngelinye ilanga ngyathokoza

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 ปีที่แล้ว +2

    ngathi kuphileka kamnandi nongiga ukhululekile lo bafo

  • @sbonelozamokuhle6094
    @sbonelozamokuhle6094 ปีที่แล้ว

    INgiga kaMahlalela madoda yazalelwa ngakithi Obuka

  • @ZethembeNene
    @ZethembeNene ปีที่แล้ว +1

    uyinsizwa Ngiga mfana

    • @ZethembeNene
      @ZethembeNene ปีที่แล้ว

      interview of the year 🔥🔥🔥

  • @abongilemasizana770
    @abongilemasizana770 ปีที่แล้ว +2

    "Uyabona ugqokeni"?😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @NhlanhlaDladla455
      @NhlanhlaDladla455 ปีที่แล้ว

      🤣🤣🤣🤣 Nami ngibona yena, naye ubona mina

  • @sizwenkosinathi5942
    @sizwenkosinathi5942 ปีที่แล้ว +3

    Siphathele uJaiva Manqele🙏

  • @BhekiGumede-g7v
    @BhekiGumede-g7v ปีที่แล้ว

    Ngiga kamahlalela sbonge bhuti ondala nawe Duyaza ngokusilandela iqhawe lethu

  • @gijimanimasokakhuzwayo7692
    @gijimanimasokakhuzwayo7692 ปีที่แล้ว

    His contacts? Syacela bandla 🙏

  • @LindohMchunu-vz9by
    @LindohMchunu-vz9by ปีที่แล้ว

    Inkosi ikuphakamise mfoka Makhalibhodi ubaphakamisile abaningi

  • @thokozanimgb7481
    @thokozanimgb7481 ปีที่แล้ว

    Inzima le Interview ngiyafisa ngeliny ilanga ulande iSkhova, Polo, Mashonisa, Bhulabungoma, Mshovo, nePitbull yakwa Cebekhulu khon engifisa kukuzwa kulezinsizwa

  • @wonderboyzulu9000
    @wonderboyzulu9000 ปีที่แล้ว

    Mubi umuthi okomasikandi, uNgiga usengowesithathu okhala ngokuhamba kwezwi, noNtencane kanye noNgelo V sebeke bayiphawula indaba yokuhanjelwa ngamazwi.

  • @24sevenrecords51
    @24sevenrecords51 ปีที่แล้ว

    Bayingozi labafana uMnyovu nje uyikusasa lomaskandi. Sminofu manje uyakhonya ukudlula amakhosi amaningi asekhona

  • @siyabongakhuzwayo4277
    @siyabongakhuzwayo4277 ปีที่แล้ว +3

    Kodwa usenzani bafo sisaphusha KHUZANI

    • @perfecttvsa7051
      @perfecttvsa7051  ปีที่แล้ว

      🤣🤣🤣🤣 ngyaxolisa Khuzwayo

    • @mfundoncwane9524
      @mfundoncwane9524 ปีที่แล้ว

      😂😂😂😂😂😂😂up perfect TV 😂😂😂

  • @mbusontini1289
    @mbusontini1289 ปีที่แล้ว

    Yamnandi interview madoda khuphuka Ngiga🙏✊salute perfect tv 👌

  • @user-ti8bn9jd6s
    @user-ti8bn9jd6s ปีที่แล้ว

    Eyiphi le album eyaqedelwa u Khuzani yamgqumeni ???????

  • @SihleNzima-un2vh
    @SihleNzima-un2vh ปีที่แล้ว

    ngicela i number kangiga konayo

  • @sandisomngomezulu8813
    @sandisomngomezulu8813 ปีที่แล้ว

    Scela u jaiva zimnike manje

  • @lngubane7441
    @lngubane7441 10 หลายเดือนก่อน

    Anoke nisibuzele kuNgiga ukuthi uwafaka nini wonke amaAlbum aBangani bakhe kuTH-cam