yakhumbuleka kakhulu ibhova manje municipality wase NQUTU awenzanga kahle bekumele kube Street NQUTU esibizwa ngokuthi mgqumeni Street or school manje kumnyama ayi qiniso alikho NQUTU 😢😢😢
Cha munt wakithi ungadideki kwakuqedwa ubuxoki namanga la kulenkulumo. Akufanele uma umuntu ethi uyatalabha utalabha imbangi yakhe bese eyiqambela namanga ngoba nakhu azi kahle ukuthi vele labo abamthandayo bazokholwa yonke into ayishoyo noma ekhuluma amanga because i-media is a propaganda machine and it is full of non thinkers yonke into eshiwoyo ngenhloso yokudicilela isthunzi somunye umuntu phansi some people bayayikholelwa ibe ingelona iqiniso futhi ingenabufakazi yingakho nje iNdlamlenze yafika nalento yobufakazi yayiqhubeka khona la ngoba iyaqonda ukuthi empeleni akuyithi sonke esizwana namanga futhi nesikhonze ukusabalalisa izinto ezingenabufakazi ngoba kuwubuwula lokho. Say something and provide evidence bluffing time is over sifundile manje indaba yeynganekwane manje asisaysebenzi. Lenza kahle nje ibhova lashiya emhlabeni lembule izinqa kweny indoda amandla alo ayegcina la ukubani ngaleskhathi ezobuchwepheshe zazinjengamanje wayengenza more ukuzihlangula ekutheni ubemsulwa kangakanani kulezinto ezingezona ebezishiwo kabi ngalo yingakho nje ngiyiqonda kahle lento yeNdlamlenze nobufakazi ukuthi kahlehle isukaphi.
Ey mina bafethu namanje uMgqumeni ngisamlandela namanje futhi ngisamthanda amd nomculo wakhe usangiphilisa futhi ngiyoze ngilale kobandayo🙏🏿🥺❤️
😂😂😂 nami angiwudlali omunye uMaskandi ngaphandle kuka Gqumza
yakhumbuleka kakhulu ibhova manje municipality wase NQUTU awenzanga kahle bekumele kube Street NQUTU esibizwa ngokuthi mgqumeni Street or school manje kumnyama ayi qiniso alikho NQUTU 😢😢😢
Siyabonga I'm missing him.sohla sikuthnda sikukhumbul Khumalo Bhova.Dlamanzi.Mgqumen 💔
Uyibekile induku ebandla uMgqumeni.Siyambongela thina sizwe saseMzansi.🇿🇦✊🏽
😢😢😢😢asihlanganeni sodwa sikhipheni imali senze inkumbulo kamgqumeni
UNkulunkulu womaskandi bonke bephelele🙌🏽❤️
Soze laphela igama leBhova likaDikadika🙌
Ayi kodwa lendoda ebibizwa ngelikamgqumeni 💔💔💔😢😢😢 Eshi ngathi unkulunkulu washesha wadlala indima yakhe lanah bakwethu hai ngeke mphela ndoda ubuqhawe bakho bhova sisabuhlonipha Min kweyami inhliziyo usaphila baba nzohlezi ngikukhumbula bhova Lam 😭😭😭😭😭😭😭😭
Liyakhumbuleka Ibhova likadikadika umculo walo will live forever ❤
Akakho ofana nawe, uhlala uhleli ezitlizweni ❤
Manje nintshontsha ama dvd abaculi bese nenza ngathi ayeshuthwa yin vele😏😏😏😏😏😏
Ayi Kabi maqhawe akithi iqhawe kodwa umfoka Khumalo mzilikazi kama shobana uyohlala uyqhawe mtungwa iyaku hlonipha qhawe zyohamba iznsizwa kuyo Sala iybongo from thandanani Phungula phansi e nmz
Ngangsafisa ukumbona ukuze angitshele ukuthi wayemisa kanjani nje uma sebenza kanje kuye #NgiseGoliLaEngikhona #WemaGqumaAsempofane
Siyabonga baba
Awww Koda lalihlonipha ibhova Buka lizotha kanjani malixhawula
Dankie bhuti siyabonga
syabonga ngeqhawe
My king of maskandi mashobane
Syabonga mfwethu sacel ephelel yay sms 🙏🙏
Ikhona mfwethu ngena kuma video ale channel uzoyithola noma ungsendele iwhatsapp ngikunike link
King❤❤❤
Yafike yawageqa amagula ngeBhova lensizwa yawaqeda amanga ka 5 years ayeseqalile😂
Bhopal likadikadika bheje
Umgqumeni bafowethu ngi cela ukubuza ubabi owezwa kuthiwa kukhona ingoma yakhe eyahlukanisa unyaka engasekho emhlabeni
Bhova likadikadika
Umculo wakhe nanamhlanje usenegalelo Kanti indlela abekade ehlela ngayo sound yakhe bengiyithanda kakhulu ngoba bewuzwa makuhlala abakwethu noma Amagacokama
Ziyohamba izinsizwa kosala izibongo
Yayigadle yazwela imkhiza ejazini lana iNdidane 😅
Kwakuyinkunzi yangempela le
Mina ngisaydlala ingoma zebhova😂
Yoo thina salahlekelwa kum
kwavele kwehla izinyembezi .mangikhumbula lensizwa.
Ngiyakhala ngebhova
Ngase abantwana bakhe bangafuza ubaba wabo
Mft🎉
Sacela usitholele namanje amavidyo ebhova likhuluma
Akhona khona la but ngsazothola amanye
Sicela nisizamele eyomngcwabo weBhova
Sicela usifakele interview yeJuke box
Awu umfoka mashobane madoda
Akobe balalele njalo okhozini ngoba yilo njalo njalo elona umculo kamaskandi liwuxoze lawuxoza nabasakazi balo ku sekhona Bhodloza kwakungenje
Waze wayichaza ububhimbi lento yebhova mfe2 ulimu lwakho linobushimane awukwazi ukuyibeka isisoka inkulumo
😂😂😂😂😂 ei kufakaziswa izinduna ei INDIDANE yayibaxebula ngesbhaxu😂😂😂😂😂
Cha munt wakithi ungadideki kwakuqedwa ubuxoki namanga la kulenkulumo. Akufanele uma umuntu ethi uyatalabha utalabha imbangi yakhe bese eyiqambela namanga ngoba nakhu azi kahle ukuthi vele labo abamthandayo bazokholwa yonke into ayishoyo noma ekhuluma amanga because i-media is a propaganda machine and it is full of non thinkers yonke into eshiwoyo ngenhloso yokudicilela isthunzi somunye umuntu phansi some people bayayikholelwa ibe ingelona iqiniso futhi ingenabufakazi yingakho nje iNdlamlenze yafika nalento yobufakazi yayiqhubeka khona la ngoba iyaqonda ukuthi empeleni akuyithi sonke esizwana namanga futhi nesikhonze ukusabalalisa izinto ezingenabufakazi ngoba kuwubuwula lokho. Say something and provide evidence bluffing time is over sifundile manje indaba yeynganekwane manje asisaysebenzi. Lenza kahle nje ibhova lashiya emhlabeni lembule izinqa kweny indoda amandla alo ayegcina la ukubani ngaleskhathi ezobuchwepheshe zazinjengamanje wayengenza more ukuzihlangula ekutheni ubemsulwa kangakanani kulezinto ezingezona ebezishiwo kabi ngalo yingakho nje ngiyiqonda kahle lento yeNdlamlenze nobufakazi ukuthi kahlehle isukaphi.
Niyasidakelwa nina why nintshontsha izinto esizaziyo nxxx niyanyanyisa
niyamosha kodwa ngalemibhalo ebomvu enibhala ngayo amavideo 👎🏼 turn off
eyi angazi besuke befaka imibhalo yani Mina laba ayi bayadinana mani