Wow nkosazana andinamona inkinga yam andi understand as nisho njalo niti asi understand tina madoda manivula izifuba zenu zibenje ngapandle cha qhubeka ntombi
Lento yokuhambe nikhafula izingane zabantu isukaphi ngempela. Aluve luluhle uthando olu original not olukhandiwe ngoba kushukuthi lowomuntu umdonsa ngekhala. Into enomuthi nothando is a bad combination nje. Umuntu uma engasakuthandi myeke but if ninezingane, akondle izingane zakhe, uphume kuye
Ake nifune imithi yokuthola imisebenzi nibe ama executive in well recognised companies niyeke ukufuna imithi yamadoda, kodwa Jesu konakalaphi ngempela. Nifune imithi yokuhlakanipha, niyekele izingane zabantu ziphile in peace, mayekushiya nawe shiyeka and focus on developing yourself indoda e right izozizela when you're independent there won't be any need to bamba anyone
Mzo uzoyiqeda uzwile le episode icleavage 😂
Nami ngibona lokho mntas😂😂😂
😂🤣😂anive ningenako ukuthula😂
Yebo nkosi akasavezile koda injabulo ngyabonga nkosi angithandimuntu ohlukumezekile😂
Ayyy bandla inja ye bele 🤣🤣🤣🤣🤣
Thank you Mzo 🥰🤎
Awu Nkosi yami saphela ukuthakathwa bandla
😂😂 animameli
Uhlala kuphi doctor Ngema
Siyabonga washing from maputo
Wow nkosazana andinamona inkinga yam andi understand as nisho njalo niti asi understand tina madoda manivula izifuba zenu zibenje ngapandle cha qhubeka ntombi
Muhle umsebenzi Kadri ngema ngicela number
Sicela,lnamba,yakhe
Ungayifebelike indoda cc phezu kwemizaamo engakaa.kodwa inkingaa nabanikazi bamadoda bazothathelwaa ngalesikhafulo
Sisi amabele ahleli nje ngaphandle, ubabalo ohleli phambi kwakho aso myeni wakho, funda ukumbatha kahle
Uyabhonyelwa
Sicela no plz
Kodwa amabele awasho ukuthi uzele kathathu lo lamagula amabele hayi cha ngathi abe mpontswa 😅
kwesinye isikhathi kuba nesizathu sokuthi why ngikushiya mhlampe uyafeba then bese uyangikhafula ngibuye ngiphenduke isiyoyoyo wena uchubeke ufebe likuphi iqiniso lapho.
Dr Ngema unesphiwo siyakubongela cc unkulunkulu usiza ozisizayo uyadingakala ngempela ❤
Woooh wafa amabele ahlez phandle weMzo...🙈
😢😍
😂🤣😂😂
😂😂😂😂
Yoh ufuna wona umpipi phakathi kwawo😂
@@AlooMater-oo5pk 😆😆eii ungasho uqinise😮😂
Uzanini egoli Dr ngema ngiyakudinga crc
Ikunzima ukuba presenter amabele alenga ngaphandle kunenkinga ekhona manje kubantu besifazane abasazihloniphi indlela asebegqhoka ngayo iyajabhisa😊
problem uma uphephetha umntu oshadile abe ekuzalisile nalapho😮niyamphephetha ashiye umfazi mmm Jesu
Kade ngangihlupheka ngiyaku Dr Ngikhathele Ukukhala syabonga
Dr Ngema, ay ngikuchoma uphaphe legwalagwala. Ngiyawuthanda msebenzi wakho uyezwakala ukuthi unesiphiwo. Akwandisele umdali koyikhona akwande lawuthathakhona ulwazi. Umuntu onje ngawe uyadingeka. Angibonge Mzoh❤
Lento yokuhambe nikhafula izingane zabantu isukaphi ngempela. Aluve luluhle uthando olu original not olukhandiwe ngoba kushukuthi lowomuntu umdonsa ngekhala. Into enomuthi nothando is a bad combination nje. Umuntu uma engasakuthandi myeke but if ninezingane, akondle izingane zakhe, uphume kuye
Mmmmmm ngaze ngakuthanda
@@lungilezitha8340 Ngyabonga sis wam🤍
Kubuhlungukabi ukubhidlikelwa umuzi if lento iliqiniso izoma imizi yabantu nkulunkulu usiza ozisizayo
Siyabonga for the information, washing from maputo
Sukumela ukushada ke manje cc
Waze waba happy namhlanje udokotela
Kodwa Thando lomthi luyaphela ngoba Phela cacile bekuyeke ngoba ngasakufuni Shuthi manje suyophila ngezicano mpilo yakho yonke ngobaphela zaphela zobuyela ziqondweni qhubeke nendlelazake mthi njabulo yesikhashana Kade sibabuka bekwenza lawuphelelwa khona Phela nalolu luncani benalo ngisho kuthi thini sexwayisonje
Ayi uyasebenza mzothule Shembe uyayakha mizi ngikuthulela isigqoko
Istufuza esihle uGogo Ngema
Nawe-ke cc uziphathe kahle, ungayifebele indoda, ngoba nifike nibambe amadoda ngalento ebese kujike nina ningaziphathi kahle.
Kanti nawo mthi nabantu bawo ungagijima uye ngoba uve cc vele fike pheduke sichitho kuwe venalwenyanye lobuthi yamenzela namadlozi wefani Manye yaqaba nengani zawo.
Uqinisile
Litho uliphinde mntaka Thixo
Isilima besishiyi Cleavage 😊
We besekuba uwenake umdonsa ngekhala bese umfebela siyazibona izinto ezikanje 🤞
🎉💃🎉 first to watch 🤡 pupupuuuu...💁
Ake ningiphe zino zoka Dor ngema ngyamdinga bo nami
Inumber kamkhulu Madlokovu plse
Danki Dj bhonyabhonya siyaluthanda uhlelo, dbn
Ngaze ngamthanda u Dr ngema have to meet her😊
Plz number ka doctor ngema ngifuna ukuya kuye
I number boooh ka doctor ngema
Egoli Dr Ngema
Cha mina angkuphasisi ukubamba indoda kufuna uthando lweqiniso ayi elomuthi, umuthi ngyazonda, chabo cc mina ngirty nginje
Walikhuluma iqiniso cc wam. Ay nam ngfuna uthando lweqiniso, hhay lento yemithi
yha uma kuhamba kahle ungasebenzisi umuthi .umuthi sizowusebenzisa thin ngoba kade sizama kungahlangani ❤
Kodvwa vele kumele size siloyane?
Angikuphasisi lentfo le...umuntfu akasukutsandza ngenca yemutsi Ayaphela ematsemba alona mhlaba
Umbuzo wami uthi manje Uma bezo cela iykhafulo neyngcabo baphathani ewubufakaz bokuthi bashadile noma Yi straight sakhe?
Ngoba ngibona ingozi Yomaweyngane neyntombi bebhidliza imizi yabantu.
Umbuzo wesbili : kungenzakalan Uma kungafika intombi yalobaba obeseshiye loyamama osegcatshiwe wabuya umyen wakhe ? Naye uzogcatshwa futhi?
Ayizo kwatanje indoda kalomama meyizwa ukthi kanti isilawulwa ngomthi..kuhle kubi but ekugcineni ngibona ubungozi Minalana..
Inking iyoqala mhla usuthi ingane yabantu inesidina bese UYAFEBA akubulale ngoba ninjalo
Manje inyanga masishonile uyomisa kanjani, cos kuyavuselelwa nje. Masuphupha umuthi uyokuzonda aze akushaye
Makukuty ushiye umfazi beseyozalisa ngaphandle lowangaphandle kmeleni akhafule ndoda yomfazi
Ungenaphi umuthi kuphi ukuzethemba bantu besfazane usuke uthakatha nje futh shuth yonke into wena uylungisa ngomuthi shwele
Inumber ka Dr Ngema please Mzokhona
Sawubona sacela ukubuza uya wtp kule nr dokotela
Ngoba omakhwapheni bayazala, bephephethe yini?????
Kodwa bosisi niyingandeleyonto coz ayiphelikamnandi iyafana nesitwalo
Amabele haw awunxibile okunesizotha
Sicela ama number ka Dr Ngema
Nibafihlelani abantu yini ningavele nibafonele sizwa indabayabo
Ayifani indaba yocingo neyokukhuluma naye bukhoma.
Ukumfihla uma kukhulunywa udaba olukanje kubalulekile ngoba abasemzini bohlezi bemuthuka ngakho lokhu. Nasphakathini kakhulukazi ebandleni akhonza kulo
@@mzothuleshembe5612 ayibukeki kahle indaba uma umfihlo imnandi uma umbona okhulumayo plzz awuzame ukulungisalapho
Ngizophinda into yeyodwa, vele uyivale
Awu dokotela makube ngasheshe ngakwazi ngabe awuchithekanga umshado wami akuve kubuhlungu ukuhlukana nomnyeni wakho akushiye nezingane ngenxa yalamantombazane amancane asebenzisa imithi yokuchitha imshado yabantu
Ndicela number ka Doctor Ngema
Umjolo uyanyisa😂😂😂😂😂
Dr ngema pls
Ake nifune imithi yokuthola imisebenzi nibe ama executive in well recognised companies niyeke ukufuna imithi yamadoda, kodwa Jesu konakalaphi ngempela. Nifune imithi yokuhlakanipha, niyekele izingane zabantu ziphile in peace, mayekushiya nawe shiyeka and focus on developing yourself indoda e right izozizela when you're independent there won't be any need to bamba anyone
Angithi b bafuna ukondliwa
Are working in Johannesburg
Scela ama number ka Dr Ngema pls tu
But khona nje kwi video
@@Dez_Sphokayangiboni mina
@@AngelineTenza11:42 bheka la
@@Dez_Sphokay sengitholile ngiyabonga
Ngiyakuzwa Mina DR Ngema mina nje bengicela ukukhishwa isilwane ngiyaphela nkosi yami kwakunini ngihamba ngifuna usizo
Iyahlupha lento yesilwaane ihlupha abantu abaningi ezweni.impilo imile ngikutshele kuvaleka yonke into
Umama wami loyo
Cleavage kulo cc😊
WeMzo bhut wam, uzovuthwa icleavage isebusweni bempi big time😂🤣😂
Ngibuka ngise Nelspruit. Ngicela Kubota mawufuna kumdukisa uyakhona doctor
Yikho indoda yakushiya awukwazi ukugqoka, amabele wonke phandle hayi Uyanyanyisa
Dr Ngema utholakalaphi and socela inumber yakhe
Sanbonani mina ngidinga okomsebenzi kwaze kwanzima
Siyabonga doctor watching from White river
Amabele🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Ikheli bo
😂😂😂😂😂sikhafulelwani
Umsangano nje😂🤣
@@phumimabanga962 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣hay andsaz
Lobhuti uyafa amagula amabele 🏀🏀 osistaz😂😂
Sizomenzela uhlelo siyi Nethezeka TV