Never judge a book by its cover,ayihlabi ngakumisa, don't follow the crowd,syabonga professor ongadumile ongazi advertise,kodwa ozethembayo,let's hope umsebenzi uzohamba kahle,kodwa kyathembisa ,vele abantu abangaziphaka misi baphanyiswa imisebenzi yabo 🙏
Interesting series of solving or removing small boys. I so wish if khehlelezi could have been the 1 fixing this since he Is a spoke person for isghubu.
I like the content of your show. You not selling people ihamba something not aligned to intando kamdali, it's God's will that you are preaching and doing. Big UPS!
Thanks bab'Msweli for this update,,mina I would like to see ubaba lo just for ukugeza mina nabantwana bam ngoba kumnyama kwami abantwana abasebenzi kunzima nje baba
Evening Mr Msweli besicela Iukubuza isiphetho sengane yomfana eyabulawa inyanga yafela eSwatini ... asizange sisathola the last video yomgcwabo. Please can you assist with that video or let us know where to access that last episode of that video...
"Angithi nami ngawa,ngadivoza... Ngase ngavuka!!!!!!!🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽 Okubalulekile ukuvuka🤞🏽🤞🏽🤞🏽
Mr Msweli, you deserve a Moja Love show
no that channel makes content that destroys, they don't deserve Mr msweli
@@mandlandofaya6082 ey mfe2 you are telling the truth vele
They can do a showmax gig. And arrange it well. We truly learning from this.
Uqinisile❤
He really deserve❤
I totally admire how Prof Godo conducts his business ...🎉🎉
Mr. Msweli thank you for making me feel better about my situation. Indoda iyawa iphindi ivuke.
God Bless u baba Msweli mkhulu umsebenzi wakho izandla zendlula ikhanda🙏
Never judge a book by its cover,ayihlabi ngakumisa, don't follow the crowd,syabonga professor ongadumile ongazi advertise,kodwa ozethembayo,let's hope umsebenzi uzohamba kahle,kodwa kyathembisa ,vele abantu abangaziphaka misi baphanyiswa imisebenzi yabo 🙏
Uthi akadumile uGodo? udume kakhulu lobaba.
Hey nda qala ukuva ngaye lo Baba ,
@@ayandagwaca3647 , omunye wezinyanga ezindala nezidumile kwaMhlabuyalingana, laphaya ePhelandaba.
@@kheswa19 Uthi zazingaveli kuye nje?😂
@@zandingxekisukombatha5595, lolest ngeke ngempela ubazi labantu😄
Interesting series of solving or removing small boys. I so wish if khehlelezi could have been the 1 fixing this since he Is a spoke person for isghubu.
Akazi lutho lowo
Khohlwa Khehlelezi is a biggest fraud😢
Khehlelezi wami akazi lutho lowo ukbukisa nje into bayaziyo
Wazini lowo
@@thulanixali4054 scammer
Unkulunkulu akugcine msweli Ave uwusizo e south africa as whole. Siyabonga kakhulu make baba othe wathinteka ngaloludaba
Lezinyanga ezigcwele ku TH-cam zithule duuuh makmele zinga act lokh ezihlal zikwenza ku TH-cam
thule ngathi zifile
Ye ungasasho, kunaloko bayabophana 😂😂😂
Ngoba futhi
Ayikho lento yesgubhu😢
Nami ngimangele bathule dhuu🤐
Siyabonga Nongalo umsebenzi omuhle qhubeka njalo ungapheli amandala baba uMsweli uthixo akubusise wande umsebenzi wakho.🙏
Sibonge ku-Prof Godo ngomusa wokusiza mahhala
Izinyanga zasethekwini zithule du njenge khansela
😂😂😂
😂😂😂true hey
Buka nje lenyanga izonikela ngomuthi wayo, okukhombisa ukuthi izithembile.
😂😂
Lezi ezihleli emakethe ngathi azikho kodwa zyalapha
Loves ur ways of questioning really enjoys ur efforts God bless you
Siyabonga kakhulu Baba uMsweli, engathi singayithola feedback kulo mndeni kuthi umsebenzi wa professor wahamba kahle yini.
God bless you baba Msweli, nethimba lakho❤❤
Congratulations Ayanda you are doing a good job.
Unwele olude Mswele ngomsebenzi omuhle owenzela iSizwe ungabheke nzuzo❤
Asibonge kakhulu baba Nongalo no baba Godo xwayisa impela ngalezigubhu ey kubi kulelizwe nawungumuntu empilweni uyawa bt uphinde uvuke nami nje ngikuso kuyimanje isimo sokuwa sekuphele iminyaka ngisokola ngisebenza bt engiye ngikusho ukuthi kondlula konke lokusokola nekweletu enginazo Baba Nongalo bt ukuthwala negubhu cha ngeke
I like the content of your show. You not selling people ihamba something not aligned to intando kamdali, it's God's will that you are preaching and doing. Big UPS!
10 wives 👌👌👌 iqhawe leli... Yaz uzalise njenge Nkosi Umpande😂😂 futhi naye usele emuva
Amen 🙏🏽 syabonga nge update baba
Sbonge u prof Godo lamankankani .indoda yangakithile sbonge ngokuzinikela nokusimela🙏🙏.sbonge nobaba umsweli❤️
Awuuu Baba Godolulala mankankane Siyabonga 🙏🙏🙏
Thanks Bab Nongalo kwanga msebenz obuwenziwa kulelikhaya ungaba impumelelo
Baningi abasazokhala🤞siyabonga Mr Msweli🙌
AMEN AMEN BABA inkosi ikisikelele kunye no BABA ohamba naye inkosi isikelele 👐👐
Thanks baba uMsweni muhle umsebenzi wakho unakekela umphakathi
asbonge Prof. GODO owakithi 👏👏
Nongalo🙌...abantu abanjengawe ababaningi abalimelayo iqiniso.Siyabonga Muthwa....uqhubeke nje Baba🙏 ulimele iqiniso lokuthi okungahambisani nokhokho bethu kumele kume. Siyabonga Nxele!!!!!❤
Siyabonga kuBaba uGondo🙌🏿🙌🏿
Khona manjalo, siyabonga ngosizo kulowo mndeni, ume njalo nje bab' uMsweli
Baba Msweli may Godo bless you.
Mr Msweli may God Bless you
Ngwenya keep up the good work
Mr Msweni ndiyawthanda umsebenzi wakho ndicela uqhubeke ungadinwa kusebenzela umphakathi❤
Thanks baba Nongalo imisebenzi yakho iyabonakala unguhulumeni osebenzela isizwe
Siyabonga baba usizo lwakho,Khuphuka Ayanda
Syabonga Prof ngathi ngiyizwa lento ngathuthumela ngacabanga kithi 😢lapho kuvele kukhale iskhova nje nenja ishaye mkhulungwane mmm ngyafias nami prof G ungisize
Kanti sisuke sikhalelani is khona ebsuku
Tank you Mr msweli &your team keap it up
Sibonge BabMsweli, Sibonge kubabGodo
May the family find peace
Ei uyasebenza Baba Msweli 🙏🙏 sibonge ku baba uGodo😊 sethembe umndeni uzophumula
Syabonga baba Msweli umsebenzi omuhle futh omkhulu Ave ngingazfun izgubhu kungen abantu abangahlangene ngob umuntu kmel akhe umuzi wakhe Le kude Abe nawo ke lomsangano wezgubhu
Kunjalo manje zisebenza zixhumane nozalo .
I enjoyed this interview babu Godo lama kankane ngyaku Vuma Mkhulu babu msweli izandla zidlula ikhanda
Syabonga bab Msweli umenjalo nokusiza uphakathi cela ungicelela umfazi oyedwa ku prof
Thanks bab'Msweli for this update,,mina I would like to see ubaba lo just for ukugeza mina nabantwana bam ngoba kumnyama kwami abantwana abasebenzi kunzima nje baba
Go there work hard, juluka.... Very well said Mfoka Msweli mfethu... My former colleague 🎉
UNKULUNKULU akubusise babMsweli Kanye no Prof Godo
Awu uMalume wami🙌🙌🙌
Yeyi my Ngwenya uyasebenza umona phansi 🙏🙏👌
Awu syabonga yaz izinyanga ezisakwazi ukuvolontiya mahhala emhlabeni mezisekhona ngoba nowadays kusetshenzwa imali
God is great all the time, Siyabonga
Siyabonga baba Msweli ukunceda lomndeni siyabonga noMvelase ukuthi akhe iqaza eyonceda ake nitshele nalaba abagijimisa imnotho ngento engekho ekucineni bazo hlupha umndeni
Mmhhh siyabonga Nongalo siyabonga KaKhulu mKhaya usebenzile KungesiKh laph Kuphela uy'mele iSouth Africa 🎉🎉🤗🤗
Baba uMsweli, namhlenje ngifunde lukhu kuwe, unkulunkulu ehlise umoya oncwele kuphi nakuphi lapho uhamba khona 🙏🙏
Ngafunda okukhulu namhlanje baba Msweli no baba Ulwazi olungaka siyabonga kakhulu JEHOVAH aqhubeke akubusise aphinde akukhusele,
Thank you baba....Zigubhu must fall...in Southern Africa...(South Africa/Zimbabwe/Zambia/Botswana/Mozambique/Malawi)....
Baphi okhehlelezi omabalengwe .kanti baggage ngokukhuluma sadlala abantu
Siyabonga baba msweli ngokugceda abantu unkulunkulu akukhulise ngingumlandeli wakho
Siyabonga Bab msweli Ayandamadoda 🛶🌈🇿🇦🇿🇦
Really babu msweli you deserve 157 channel
Baba Msweli ngiyakubona unkulunkulu akubusise besinawe ngempelasonto oNdini sitshala umantwana wakwaPhindangene🎉❤.
BabaGodoooo🙌❤️
Dr khehlelezi wesigubhu sika 6 million lolo😂😂😂 hope nizovuka ngalomfana
😂😂😂
We need Part2😅
Truly speaking sibambe nzima
Sibonga ukuthi usizo balutholile sengathi abantu bangathola isifundo ngokwenzeke kulo mndeni, siyabonga baba u Msweli . Sicela update after 3 months ukuthi basale kanjani kwalunga yini.
Kona kubongwa nasemazulwini zaphuma lezonto akusiyo into elula le kunzima emhlabeni nkosi
Hello plz help me nge number or email ka babumsweli lapho abhalelwa khona makunezinkinga plz
Siyabonga Proff Godo
Kudlalwa ngabantu ngempela ngalombhedo wezigubhu
Kuze kuvela umuntu ongenzi amashow off....kuthule laba abahlala besfundekela ngamandla abo omnkonkothelo...syabonga baba uMsweli muhle umsebenzi wakho futhi awupheli mandla syabonga asthembe ukuthi ngoNkulunkulu sekulungile
Bezizobashaya lezigubhu azidlali ziyasikhipha isidumbu
ISIGUBHU SIKA 6 MILLION
Inganekwane😂
BABA MSWELI WENA UYISIBUSISO KWABANINGI UPHILE NJE UNGAKHOKHOBI UZOSISIZA SONKE ❤
❤Kodwa msweli uhlekisa noma kushubile
😂
Msweli Siyabonga NoNgalo kakhulu Mkhulu umsebenzi
Ophezulu akuphe amandla Baba umsweli ...qgubeka njalo kuze kube isekupheleni kwemuhla yakho yokuphila...futhi nangale kwethuna uze uqubeke nalomsebenzi
I Ngwenya yami....siyabonga
Baba Msweli nkosi yami uNkulunkulu akubusise kwande baba.
Evening Mr Msweli besicela Iukubuza isiphetho sengane yomfana eyabulawa inyanga yafela eSwatini ... asizange sisathola the last video yomgcwabo. Please can you assist with that video or let us know where to access that last episode of that video...
Siyabonga kakhulu baba unyazi luku busise ❤
Babe msweli umsebenzi wakho muhle baba inkhosi ikubusise shem❤❤❤
Amen ndisacela nindiphe inu kaBaba usweli pls pls ndiyacela
Emva kokubuka la nami ngaba themba lokuthi kuzolunga kithi njengoba nginenkinga efana nalena ekhaya,angaz ke noma kuyolunga yini, ngoba okwakithi umzali wami ngath ukuphethe konke,kwazise ungumelaphi wendabuko wakudala, isgubhu sakhe sikhona, khona amabutho kithi, khona ispoki la phakathi, khona umamlambo la kithi,isihlahla somdlebe sikhona 😢kodwa nami month end ngizokwehla ngiye ekhaya ngiyozama ukukukhipha,okubuhlungu ukith watshela ithwasa lakhe ukuth mhla yakhishwa lento kuyoba ukuhamba kwakhe😥kodwa ke nginethemba ukuth kuzolunga if kungalunganga sengiyokuthinta nami mr msweli🙏
Qubeka uzame ukukhipha lento emane ehambe. Ngoba iniphilisa kabuhlungu lento
@@xolanimichaelmadondo1228 kunjalo bafo ngiyabonga 🙏
Sezinihlupha kanti esaphila umnikazi? Zenzani nje?
Nkulunkulu akusikelele mft nilithole usizo
@@zandingxekisukombatha5595 yebo angith usegugile 😥Uma wabona uPart one walendaba,kuyafana🤞
Inxaki la bengicabanga ukuthi inyanga zodumo zizoxhuma zizobonakalise amandla azo kodwa dololo 😂😂😂
Bazi ukuqamba amanga labo abazi lutho nazi inyanga zangempela azidumadumile azizidumisi 😂😂😂
Ngisho uNgizwe usebenzisa esingayazi inyanga eceleni lakhe, 🤧🤧kudlaliwe ngathi ngalezi nyanga mbumbulu 🤞🏾
@@siphovilakazi7390 asimeleni Proff Godo ukuthi wenze njani ubaba Msweli his doing good job 👏🏾
Repeat 🔁 that on higher volume
🙆🙆🙆🙆🙆 amakhosikazi awu 10 izingane 65 kuyaphezulu😂😂😂 Jesu
Hhaibo uyadlala lobaba😂
Khehlelezi hope uyayibona le vidoe udlala ngabantu
Abantu bàthanda ingcebo kunokuthanda uNkulunkulu yikho lokhu begcina beshiya umndeni usenkingeni
😮😮😮10 wife's and 66 kids+ 78 grandchildren yoh Jesus Christ ay ngyavuma Godo uwufikelanga ubala emhlabeni🙏🙏
Msweli uliqhawe nduna yami siyabonga
Syabonga Baba Msweli
Ziphi inyanga ezihlale zikhuluma koyoutube
Khohlwa 😂😂😂😂
Obabudokotela😂😂😂
@@SiphamandlaSoke-ih8pl worse fake ke leyo 😂😂😂is he a sangoma or what that guy? Busy drinking clover fake juice and bragging 🤔
Hayi Msweli uyiqhawe labantu bonke akugcine uBabuNkulunkulu uphile njalo Siyabonga muhle umsebenzi
Uyingwenya Msweli 🤝🤝🤝
Baba Msweli uyobusiswa unkukunkulu mkhulu msebenzi wakho
Unkulunkulu aze asisize nodadowethu nabafowethu bengalinge bebo i option kuwu kuthwala ngelinye ilanga😢😢😢
ayisho leyompahla 🙏
Ndicela Tat'uMsweli ubuye ne feedback yale family nam ndizofumana uncedo Ku Prof. Godo
Msweli baba yonkinto pls yenze ku Moja lv siyacela
Impilo inoStop & Go kunjalo nje
Yes he deserves 157 channel indeed 👏
Kusamele 😂 siythole video ka Dr godo e formal
Ewe moja love ngampela