Maqumbane thank you for part 2👌👍🥳 you really work hard 💪 love how you follow up ❤May the good Lord continue to give you strength and protect your heart
Yeyy ngoba umuntu akabhalwa ebuswen ukuthi ukuthi uyisigebengu ..I'm feeling sorry for makaAyanda as well she didn't see it coming ..Ayanda you are a strong lady 💪 keep well girl
You trusted the wrong person that's what we do for love as long as Ayanda is protected and safe now. We need to put our children first and give the love that they deserve.
Ngaze ngajabula ukbona ayanda eseluleme kanje syabonga maqumbane❤️❤️❤️
Uzwakala ehlakanphile umama kshuthi waxhophekanje wayengekho budedengu,thanks for healing ayanda n all the best dear
Phola sthandwa sami..uzofunda ube right futhi nje nomama ungamzondi..sondela kakhulu kuye...love u bby girl.....ngiphakamisa zandla kuwe mavinjwa nge thousand 🎉..qhubeka njalo ngomsebenzi omuhle
Kuliphutha ukusheshe sijaje singaka lizwa lonke side.. singaba zali sonke uthando luyasilutha kakhulu. Ngi happy uma cc omcane ese recover ngeke ngisho ukuth akaxole kdwa akadlule alungise impilo hakhe
UMzansi Afrika udinga abantu abafana nawe bhut Thabiso......indlela owenza ngayo uhamba straight ezinyathelweni zika baba kaAndile m(my former Principal ) eZinqoleni.. syabonga Ndosi❤🎉
le Mic yakho i powerful, ungabuka ubuncane bayo uyigxeke kodwa ekwenzeni umsebenzi iphuma phambili . umsindo iwucosha njengoba unjalo.
Siyabonga mama.nawe wawungazi phela ukuthi ugane usathane
Salimala nkosiyami yoo Siyabonga ukumbona esengcono ucc ❤❤
Ngavele ngakhumbula ekhaya Maqumbane kwa J.... I'm watching from Capetown. Laqumba I Selesele leNtaba🎉❤
Syabonga Jehova, udadewethu eselulama. Enkosi Thabiso mtakababa. Sikhona e Gamalakhe
Wamuhle Mabizo wami❤❤❤❤ syabonga we Dubandlela ngomsebenzi omuhle Mkhokheli
MaThousand u re the best Maqumbane asibonge 4 solving ur problems
Wamuhle Ayanda mntanami, phila ntombi ukhule,syabonga Selesele maqumbana
Oh man she looks better than before..strong gal.
Oh nkosi thin esizele amantombazane uze usikhumbule jesu umuntu akayeke nokuqoma au jesu ibuhlung lendab ngob umuntu.ngek umaz ukuth ucabangani eish😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Siyabonga kakhulu sibonga uNkulunkulu ngolomtwana ukuthi uyalulama umhlolo adlule kuwo, nale support osumnike yona mama wakhe ngangisamangele ukuthi kanti ungumama onjani🙏
Siyabonga maqumbana..ei uyasebenza ngempela selesele...qhubeka nje njalo.
Haw Jesu yangiphutha kanjan angibonanga
Syabonga kakhulu part 2 muhle umsebenzi ❤❤
Qumba maqumbane sawbona syabonga igalelo lakho mfokaNdosi uqhubeke nje 🙏🙏🙏syalbongushintsho ngoAyanda
Yayiphethwe ubunja nje leyanja despite ukuthi mdala noma mncane
To Ayanda ❤❤❤❤
Syabonga mbinyiliki ngo part 2 muhle umsebenzi wakho bhudi nanzi mbali zakho💐💐💐
Umhamha,isoka likamhamha yingane yentombazana it's 🔥 🔥 🔥 🔥 strue.angazi bafazi ukuthi niyozwa makwenze njani 😢😢
Maqumbane Siyabonga U Part 2 Umama Umuntu Onganaki Ungavuma Kanjani Ukuthi Ingane Iyeke Isikole Ubesuthi Yi Influence Yabangane Ungahlalanga Nayo Uyibuze Bazali Kakhulukazi BoMama Ngicela Ninakelele Abantwana Ngayo Yonke Indlela Futhi Nani BoBaba Phanini Izingane Zenu Uthando Ukuthi Awusazwani NoNina Akusho Ukuthi Yekelela Ingane Ayingeni Ezimpini Zenu Qumba Maqumbane Siyabonga
Siyabonga Maqumbane wethu we needed this episode and we love you Ayanda what a brave girl ❤🎉
Siyabonga Maqumbana 🎉❤ keep it ngomsebenzi wakho omuhle💯
Bhuti Magumbane I proud of you ❤️❤️❤️
Wooow mkhaya wam uphilile nje mfwethu ngikudonsa ngiphansi e Murchison Kwasithole e port shepstone ume nje njalo mfwethu
Siyabonga Maqumbana ngokubuyela bck kwi episode ka Ayanda engijabulisayo kukumbona ejabulile umbtwana nomama wakhe emsupporter undodakazi
Uqhubeke nesikole as usitsho ukuba sisifiso salho s9kuzibona ubuyele eskolweni❤❤
Awu Jumping Castle Selesele Lentaba❤❤❤Sengkhona ngse Mtuba
Siyabonga maqumban❤muhle umsebezi owenzayo
Ngiyabonga Maqumbane ukusipha part 2 walendaba I hope nam nabanye esithintile kakhulu sizolapheka ngoba yasilimaza nathi singabanukeli 😢😢😢😢ukubona uAyanda ephila kuzosenza sibengcono. Sibonge isandla sikaNkulunkulu indlela esisebenzenze ngayo sisebenzisa wena Maqumbane. Kodwa singayini ngaphandle kwakho siyathobeka.
Umuhle Yaya Ntombiyami uStrong Sisi Big up Nana
Syabonga bhudi Thabiso.
Thank you Uhlanga Media
Syabonga bakity. Aqhubeke aberyt unana
Maqumbane thank you for part 2👌👍🥳 you really work hard 💪 love how you follow up ❤May the good Lord continue to give you strength and protect your heart
@@nthabimabuza1031 feedback it's breakfast of champion we love it mosebetsi was bona u mhle ka nete 👏👏👏👊
Oh I love this show ❤, qhubeka Maqumbana
We love feedback buti 🙏🙏it's shows us uthando as Ba laledi🤝 phambili buti wami 👏👏👏👏👏👊🤝❤️
EYI ngijovekile iloluhlelo iselesele lentaba Maqumbane Keep it up bhuti👌
Yeyy ngoba umuntu akabhalwa ebuswen ukuthi ukuthi uyisigebengu ..I'm feeling sorry for makaAyanda as well she didn't see it coming ..Ayanda you are a strong lady 💪 keep well girl
Kade ngilindile, Selesele Lentaba❤❤❤
Maqumbana mfanawami siyabonga kuNkulunkulu ngawe
Syabonga imphumela emihle bhuti ❤❤❤
Siyabonga mbinyiliki whoooow ndithanda imibuzo yakho u so intelligence,
Mina ngisabela nezingane zabafana libi kakhulu izwe langaphandle asibangade sibathande abantwana bethu bonke abafana namantombazane❤
Even boys are raped check out that guy whom his mother left him with his father
Siyabonga kuMama ngokuba neqiniso kumntwana wakho nawe Mphathi wohlelo siyabonga kakhulu 😊
Siyabonga qumbamaqumbane umusebenzi omuhle owenzayo
Kwayinjabulo ukubona kuth uAyanda uze wagcina esencono futh esamukelile syabonga kuHlanga Media. Khula sis akukho okungadluli dlulisa noNklnkl uzokusiza❤️🩹
Siyabonga bhuti muhle umsebenzi wakho ❤
Good job 👍
Dankie boet wam. Be blessed and I wish you all the best.Ikhule inkqubo yakho
Siyabonga wht I wish ukuthi kungasamphindi coz ngizwa kuthiwa Uma ungadlengulwa Kanye kuyakuphinda futhi moya wokudlwengula phuma uphele kuAyanda ngegama likaJesu Christ awuhambe lomoya umntwana aphile impilo e-ryt kungekho umuntu ozobona ukuthi mele amdlwengule futhi phuma uye kwalasha moya omubi enganeni thank u🙏
@@ItumelengQueenMaduna Siqalekisa ISENZO ESENZIWA ILOYA MGULUKUDU, WOSATHANE OZIBIZA INDODA ( EBE ENGAHLUKENE NENJA ) .UTHIXO AKHUSELE U AYANDA SINGAPHINDE SIZIPHINDE LESENZO ESINGCOLILE
Qumba Maqumbana my black president in house siyabonga umsebenzi omuhle
Laqhumba selesele lentaba. Keep well with a good work
Qumba qhawe ✊
❤ Laqumba iselesele lentaba gulukudu sesikhona
Mavala ngenkulungwane, gulukudu.
Siyabonga ngimsebenzi wakho omuhle Maqumbane nokusilethela upart 2 nokbona nje usisi eseryt kanje🥰🤗
Thanks my brother Thabiso 👏👏 you are really doing the great job 💯 bigup to you my brother God bless you more and more 🙏🙏
Ai bhutiwami unkunkulu akubusise akwandisele iynsuku zokuphila abande abande abanjengawe mfethu ❤🎉
Cha kwakungekuye owasenkandla ngaze sidume kabi siyinkandla ngokuziholela
Maqumbane🎉🎉🎉🎉🎉
Sibonga kakhulu Ndosi ngemisebenzi emihle 💯❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🙏🙏🙏🙏
Siyabonga ukuphola kwengane God bless you my dear
Siyabonga Maqumbane,uselaphekile usisi omncane
Sesikhona maqumbana❤
siyabonga Ayanda qubekela phambili cc u jehove uzokupha amandla Mam kas ayanda mseke njalo siyabonga
Sbongè Maqumbane selesele lentaba ❤❤❤❤
Waze wamuhle Ayanda gal..I'm happy cos your mom admits her mistakes 😢shame
Qumba mawumbane! My favourite ❤️❤️
No1 channel❤❤with bhuti omdala 🥰🇿🇦
Laqumba iselesele lentaba 🤝❤
Siyakubingelela Mbinyiliki😂🎉🎉
Siyabonga ukuthi kugcine kunomehluko omkhulu
Thank you for the follow up. To our King you are building a nation ❤❤❤❤❤
Qumba waqumbana keep on doing good job mfokandosi
Asibonge uma isimo sesingcono
My lovely show .Hello my bhuti wami best presenter 💞💞💞
🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Goodworkmaqumbane
Xebu... Sesiphakathi💃💃💃💃💃
Thanks my brother for part 2 🙏🙏 God bless you 🙏🙏
Syabonga Selesele❤🎉
Ayanda ❤❤❤sisi kwaze kwajabulisa ukukubona uhleks futha
Mina ngcel nibuyele kulocc ababezam ukummbulalal,lo owaphum Waz way emqamshwen .....angsaz upart ba
Ngiyayikhumbula leyo episode,ngingafisa kakhulu nami ukwazi kwaphetha kanjani
Episode 10
@KOEMBAMBO SECONDED, UKUPHEPHA KWALOYADISA KUYAWUPHAZAMISA UMOYA WAMI NJALO MANGIMCABANGA , ONINA LABAYA ABATHAKATHI ANGIBATHEMBI NHLOBO .
Aybo wangikhumbuza lowebulawa odadewabo mawakhe, befuna imali yakhe ngoba umona uyingozi
Nalo wetafula owedayisa ukudla bamthakatha ngempethu part 2 plz
My favorite presenter❤❤❤
Xebuuu langena iselesele lingasadlanga nkotshana yamuntu
😢Kodwa nidlalile ngathi😔size sikhale Nje ngempela Kant niya Act😭😭😭
Sibheke omlume ekhaya ,kubo kababa obabomncane nabo alungile empilweni yezingane zamantombazane asivule amehlo singomama
Ngisacela ukuvinjwa ngo thawuzeni ,kuningi slindile 😅
My king 👑thanx for fit back 🙏✅✅✅ very professional job 💯🙌
Siyabulela kuHlanga Media
Welldone Ayanda we salute you
Waze wajabulisa uAyanda , ubukeke enoshintsho kakhulu. Ngiyabonga ngo PART 2. AYANDA ENGATHI UTHIXO ANGAKUPHOLISA AMANXEBA UKUZE IMPILO IZOQHUBEKA
Laqumba iselesele lentaba muhle umsebenzi wakho qhubeka njalo usisize ujehova anibiyele nje kulomsebenzi Ayanda siyabonga ubukeka usungcono kakhulu
Sorry ukuqondisa kuthwa if sibhala igama likaJehova kumele siqale nge capital letter ukumehlukanisa lezithixo kumbe izithombe ezebziwa othixo ngakho kumele simnike uJehova ubukhulu bakhe ngendlela engafunduswa ngakhona umuntu oyazi lokho kunzima uku alike ngoba ebone uJehova seyehlisiwe
Mna ndithi hlala nabantwana bakho undwendwele kulo mntu , ungade umkise abantwana bakho ngenxa yomjolo.
Abantwana bakho bezakuqala 🤞
Laqumba iselesele lentaba, siyabonga ngo parte 2, i watch from Mozambique 🇲🇿
Sendikhona, ndibuya Ku Moja 9,9 bendisabukele uJub Jub😂😂😂, laqumb' isele sele, yiza nazo bhuti wabantu❤❤❤
Maqumbane siyabonga ngopart 2 muhle umsebenzi wakho
Nase Goli uyasibusisa webhuti❤❤❤
Selesele lentaba Siyabonga ana episode 2uyawenza umsebenziwakho my brother 👊👊
Syabonga mfwethu ngemisebenzi yakho oyenzela izwe.Ngyajabula ukuthi waboshwa kodwa yimbi into ayenza enganeni futhi uyphixile ilegacy yakwaNdlovu kwakufanele Kube Nguye umvikeli womndeni wakhe wasebenzisa ithuba lokuthi ingane zkyizali.Mina ngingowakwaNdlovu ungiphoxe kakhulu usiphoxe kakhulu futhi ngesenzo sakhe ngimzonda kakhulu umuntu ohlukumeza abantwana Kanye nabantu besimame
You trusted the wrong person that's what we do for love as long as Ayanda is protected and safe now. We need to put our children first and give the love that they deserve.
mbhinyiliki qumba maqumbane 💞💞