ISTORYSAMI! ingane yalomama ayimhloniphi njengobaba Ep5

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 543

  • @phumlanivilakazi
    @phumlanivilakazi 3 หลายเดือนก่อน +43

    Uma umthanda ngempela bhuti usuger mama wakho akunankinga abantu abaphume kuwe ngoba abazi ukuthi wena uzizwa kanjani ngaye lomama lona kodwa bhuti nakhu okumele ukuqaphele lomfana ubhasobhe angakujumi akubulale okunye futhi Mina angiboni ukuthi usengasho ukuthi baba kuwe ngoba uyamazi ubaba wakhe wena musa ukukhathazwa ilokho odlana umama loyo uvale umlomo okomfana kokuthi athi baba kuwe angimboni ekwenza lokho sebengangixheka nje kodwa iqiniso leli

    • @busisiwebusie2943
      @busisiwebusie2943 3 หลายเดือนก่อน +3

      Nami nje ngiyintombazane ngeke ngisho ukuthi baba kumuntu ongishiya ngo6yrs never 😂 but ngingasho ukumamncane kongishiya ngo6yrs angazike nami ngobani 😂😂😂

    • @inkosanayamaqhawe-bd7kz
      @inkosanayamaqhawe-bd7kz 3 หลายเดือนก่อน +1

      Nibhonda njengo ntanga...ayikufun lokho 😅😅😅😅😅😅

    • @tshegofatsogiven9002
      @tshegofatsogiven9002 3 หลายเดือนก่อน

      Ngi nga mbulala vele mina

    • @Tholakele-ed1pi
      @Tholakele-ed1pi 2 หลายเดือนก่อน

      Ikuphi inhloso yokuthandana nomuntu ongangomama wakho ayi bo mhlampe uthwele lomama ayi ngeke ngiyala mtanami

    • @NanaMtshali-wh3qb
      @NanaMtshali-wh3qb 2 หลายเดือนก่อน

      ❤iqiniso

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo 3 หลายเดือนก่อน +27

    Uyahlekisa kodwa Smkelo masuty akahloniphi lomfana ungibiza ngegama😅😅😅😅😅

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 3 หลายเดือนก่อน +1

      Uma uthi uyabheka nemnyaka bacishe belingane nengane😂😂😂😂

    • @LungileMqadi
      @LungileMqadi 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂

    • @LondiwePhindile
      @LondiwePhindile 3 หลายเดือนก่อน

      Udakiwe lo smkelo 😅

    • @sithokozilethoko7814
      @sithokozilethoko7814 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂 yoo hayi

    • @sithokozilethoko7814
      @sithokozilethoko7814 3 หลายเดือนก่อน +1

      Ngiyakuzwa Samke ..khuphuka fano😂😂😂😂

  • @lindimahlanze
    @lindimahlanze 3 หลายเดือนก่อน +9

    Khuphuka lapho bergville 😅😅uyahlekisa samkelo 😅😅

  • @virginiandaba9610
    @virginiandaba9610 3 หลายเดือนก่อน +14

    😂Mmh ivoice ngathi ayifani nomnini wayo

  • @MmapiElizabeth
    @MmapiElizabeth 3 หลายเดือนก่อน +12

    Haibo you can't force to be to be respected by intanga yakho wena udla umamakhe wow I'm out of words😮😮😮😮😅😂

  • @Sbonisomadonda-y9g
    @Sbonisomadonda-y9g 2 หลายเดือนก่อน +5

    😂😂😂😂 nami ukhona ugogo ekhaya cela uzomujabulisa ngizokukhokhela

  • @sthembisomkhize1734
    @sthembisomkhize1734 3 หลายเดือนก่อน +6

    "Indodana yakho nishiyana ngo 6years " umama wekhaya .....haiy kunzima eMzansi😂😂😂😂

  • @patiencemtshali589
    @patiencemtshali589 3 หลายเดือนก่อน +9

    Musa ukumshayela umthetho phela umfana,ingani uyamazi u baba wakhe.Wena bheka lo ozengaye ngoba abantu bona bahlezi bakhuluma.Age aint nothing but a number bhuti wam Abantu bahlezi bakhuluma.

  • @Cazza321
    @Cazza321 3 หลายเดือนก่อน +12

    Preseter :Nibhonda njengontanga
    Samkelo: hayi phela ( njengo baba)🤣🤣🤣🤣Thatha Samkelo congrats!! you are one in a Million
    Sicela u part Two Samkelo anginamona ngawe uyayithatha I Trophy

  • @mengistushingle7625
    @mengistushingle7625 3 หลายเดือนก่อน +19

    The presenter I so good with the questioning.on point, keep it up

  • @LumkaLumkay-pe8fj
    @LumkaLumkay-pe8fj 3 หลายเดือนก่อน +5

    Ngaze ngahleka Jesu koda yin 😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @sontomatheba6893
    @sontomatheba6893 3 หลายเดือนก่อน +5

    Uyahlanya yini ubuwubaba wakhe na? Angithi umntwana wakho uyeza uzothi baba kuwe

  • @simamilecaluza1114
    @simamilecaluza1114 3 หลายเดือนก่อน +19

    Xolisumoya wakho udlisiwe wena 😢😢😢

  • @DDumza
    @DDumza 3 หลายเดือนก่อน +5

    I like your questions MaMthombdeni watching from New York

  • @sihle2466
    @sihle2466 3 หลายเดือนก่อน +6

    Ufuna kubize ngobaba... Hayibo we mfana.. Ungayizala ingane una4yrs... Ngoba wena una23 yena lomfana una17.... Yimhlola ke lena

    • @MEHLULIDube-d1o
      @MEHLULIDube-d1o 2 หลายเดือนก่อน +1

      Hy nam senyocela ukuba ngu Ben 10

  • @sifisozondi4114
    @sifisozondi4114 2 หลายเดือนก่อน +5

    Mxoshe emzini wakho lomfana ngoba akakuhloniphi 😂😂

    • @mondlingcobo9759
      @mondlingcobo9759 2 หลายเดือนก่อน +1

      Liyabhubha 😂😂😂😂 akabuye jesu

    • @sifisozondi4114
      @sifisozondi4114 2 หลายเดือนก่อน

      @@mondlingcobo9759 🤣🤣🤣🤣

    • @princessmolefe7211
      @princessmolefe7211 2 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂

    • @SiboMabuza-wd1hk
      @SiboMabuza-wd1hk 2 หลายเดือนก่อน

      😂 😂😂

    • @thembikunene4531
      @thembikunene4531 หลายเดือนก่อน

      Amuxosheleni, kukibo nje. This Ben 10 aka khiphanga amalobolo, therefore akudi kwakhe kuyamuzi

  • @patiencemtshali589
    @patiencemtshali589 3 หลายเดือนก่อน +5

    Banothando abo sisi abadala,ingani intanga zabo ziyabahlukumeza.

  • @khanyipetro1859
    @khanyipetro1859 3 หลายเดือนก่อน +6

    NiBhonda njengoNtanga 😂😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @mamasango2157
      @mamasango2157 3 หลายเดือนก่อน +1

      😂😂

    • @phumlanindlovu-rp9ux
      @phumlanindlovu-rp9ux 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂"chaaa!! Asibona ontanga🤣🤣🙏🤣

  • @ZenzaminaSeminahMkhize
    @ZenzaminaSeminahMkhize 3 หลายเดือนก่อน +7

    umbuzelani igama ngoba umfihlile phela kugcono saz indawo qa

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 3 หลายเดือนก่อน

      Yeah wenze iphutha maybe uzofunda kulokho

  • @sandisom23
    @sandisom23 3 หลายเดือนก่อน +4

    Udakwe likhekhe lomfana 😂. Somebody please tell him to wake up from his dream!

  • @bhekinkosisithole7441
    @bhekinkosisithole7441 3 หลายเดือนก่อน +11

    Imbamba le😂😂😂😅

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 3 หลายเดือนก่อน +1

      😂😂😂😂ngaligcina nini igama leMBAMBA👋

  • @AbongileMlaba
    @AbongileMlaba 3 หลายเดือนก่อน +8

    😂😂😂😂😂akaze ngihleke kanje

    • @Vezi864
      @Vezi864 3 หลายเดือนก่อน +2

      Waze wamuhle maMlaba

    • @AbongileMlaba
      @AbongileMlaba 3 หลายเดือนก่อน

      @@Vezi864 ngyabonga

    • @sthembisomkhize1734
      @sthembisomkhize1734 3 หลายเดือนก่อน +1

      Nawe umdala yini 😂😂😂😂😂😂

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq 3 หลายเดือนก่อน +7

    Kokusiza uthule ngoba lowomfana uzokwenzela izimanga ungamshayeli umthetho nami ngeke nje untanga yami athi ngithi baba ngibe ngibona ukuthi uzengenkece layikhaya khuluma nentombi yakho uyeke mina🤞

    • @NHLANHLOMDLULI
      @NHLANHLOMDLULI 3 หลายเดือนก่อน +1

      🤣🤣🤣🤣🤣

    • @EnosMbongwe
      @EnosMbongwe 3 หลายเดือนก่อน +2

      Ngiyasola Loku.kwengane nensangu.kuyayibhema kuthi kuyindoda yo mzulu indoda yomzulu ilala netshitshi ayilali.nonina kuke kwezwa kuphi.ingane.iwuyise wengane kusanganela lo ntanga yakhe naye lomfazi hilabo no Kroy bezalukwazi badla amafa abawashiyela amadoda nosikhotheni Danko indoda endala🤰🌿🗑️👎

  • @NomfundoMahlaba
    @NomfundoMahlaba 3 หลายเดือนก่อน +2

    Imfishimfishi😂😂😂😂uyagula wengane nalo mama uyagula naye uhlaza izingane zakhe

  • @ArtheshGqolozayo
    @ArtheshGqolozayo 3 หลายเดือนก่อน +1

    Lento ucc xa emdala iilityala what about otata abadala emantombini amancinci ningakalazi.

  • @sabelodbuzuyise2125
    @sabelodbuzuyise2125 3 หลายเดือนก่อน +4

    Abanye omama bayaganga yazi y edlise lomtwana omncane kangaka cos idliso leli okwangempela akayophalaziswa ziphi izinyanga zilamule

    • @ntombifuthimkize5559
      @ntombifuthimkize5559 2 หลายเดือนก่อน

      @@sabelodbuzuyise2125 if kuyikhehla elithatha ingane anisho UKUTHI idlisiwe

    • @GoodnessMalomane-l7o
      @GoodnessMalomane-l7o 2 หลายเดือนก่อน

      Ngempela akayophalaza umfana🤞🤞

    • @charitymathe
      @charitymathe 2 หลายเดือนก่อน

      Awu yaaaa🏃‍♂️🏃‍♂️🏃‍♂️🤬😮

  • @mpontshaneshuthathokozani4931
    @mpontshaneshuthathokozani4931 3 หลายเดือนก่อน +2

    Wena uphoxa ontanga wenu, wzisisola boy kusemhlabeni yabhayiza wena, bantu bakutshela iqiniso, uhlaza umndeni wakho, salukazi kuwe leso

  • @patiencemthiyane4798
    @patiencemthiyane4798 3 หลายเดือนก่อน +3

    Uma bethi myeke , ingane le ezayo bathini ngayo. Lokhu kwenzeka kubantu abahlulwa ukuziphilela impilo yabo. Babuze ebantwini ukuthi baphile kanjani. Ukuyokotiza ekhaya , musa ukubafoselela ngenkani ngekati lakho.Bazoze babe ready. Abekho ready, bethukile , kodwa ngokuyakwesikhathi bazojwayela kodwa uma bekuthanda nawe. Umfana akadeleli wena udelela unina uma emthuma. Osuke emthuma unina enye nenye ayithi shu. Khohlwa ukunaka umfana uyakuzonda. Phuma kuye angaze acabange ukukucisha uma uzoba isicefe kuye. Lindela eyakho ingane ukhohlwe ozifice zihappy wena wafika nokuba indoda yomzulu edimanda ukuhlonishwa nawumuncwi

  • @MKHULUMEHLEMAMBAMkhwanazi
    @MKHULUMEHLEMAMBAMkhwanazi 3 หลายเดือนก่อน +2

    Kodwa iqiniso LITHI uthando akuyona IMINYAKA kodwa INHLONIPHO nokuhloniphana OTHANDWENI Mina nginabafazi ABADALA kunami ABABILI omunye ngashadanaye 2018 omunye NGISHADE naye last year KUMNANDI FUTHI

    • @zowbaca7299
      @zowbaca7299 3 หลายเดือนก่อน

      Kodwa andiboni ukuba badala kangangoba bangakuzala tata.
      Angabamdala kancinci kube ngumntu nje owawungakhula udlala naye, kutsho ukuthi ingqondo yenu namazinga obomi andawonye ( same age group) hayi uba abe ngunyoko

  • @mzwandilefakude8758
    @mzwandilefakude8758 3 หลายเดือนก่อน +5

    😂😂😂😂😂😂aniguli bafana baminiyehlula ma 2k😂😂😂😂😂

    • @thandothuthani4676
      @thandothuthani4676 3 หลายเดือนก่อน +1

      😂😂

    • @mzwandilefakude8758
      @mzwandilefakude8758 3 หลายเดือนก่อน

      @@thandothuthani4676 Thando musa ukuhleka Mamakhe😂😂

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂😂yeeeeeey weMzwandile ...lisho uliphinde ....aaay abaguuuli yaz umuntu adunyelwe kuze kube sengathi ....ungamxebula ngemvubu

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 3 หลายเดือนก่อน

      Ungasukela umgegedla ongangami nje ........uthi unentombi ...bayephi ontangayenu

  • @LindiweMaphanga-fg7hd
    @LindiweMaphanga-fg7hd 3 หลายเดือนก่อน +2

    Bafo yeka logogo omdala futhi akakufuni. Ukubonisa kubo😢😢😢

  • @AyabongaMatsinhe
    @AyabongaMatsinhe 3 หลายเดือนก่อน +2

    😂😂😂voice

  • @ntombifuthimkize5559
    @ntombifuthimkize5559 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ungake umyeke uma umthanda bro coz laba abancane bathandana nabathwela banezinkinga ezifihlakele nezinkulu I mostyabo hlala lapho uhleli khona

  • @GuguMokoena-p5o
    @GuguMokoena-p5o 3 หลายเดือนก่อน +1

    Mfana wami as long as you happy no.sugar mama wakho a right nithandana ungabanaki abantu injabulo yakho iza phambili 😅

  • @ConstanceButhelezi-h5s
    @ConstanceButhelezi-h5s 3 หลายเดือนก่อน +1

    Qhubeka mfana akakuzali finsh kangakanani.laba abalala neyngane zabo beyzala kthiwan ngalabo

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 3 หลายเดือนก่อน +2

    😂😂😂Sengifisa ukubona indlela okhuluma ngayo voice.Zithandele isigogwana sakho mawusithanda khohlwe abantu

    • @sthembisomkhize1734
      @sthembisomkhize1734 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂uyahlekisa nje straight 😂😂😂ingane ayimbize ngobaba please 😂😂😂

  • @TS-jw6tp
    @TS-jw6tp 2 หลายเดือนก่อน +1

    😂🤣😂 sengigagula ngegama lomfana athi Samkelo🤣😅😂 thatha khona khehla mfana

  • @MbongiMbuthuma
    @MbongiMbuthuma 3 หลายเดือนก่อน +3

    Emzansi kushubile ngomjolo

    • @ntombienhlemahlaba8368
      @ntombienhlemahlaba8368 3 หลายเดือนก่อน

      Futhi,ngoba Noma bengababasha nobabili abantu,kodwa hhayi!Ziyakhala😂🤣

    • @nomthandazonxumalo4523
      @nomthandazonxumalo4523 2 หลายเดือนก่อน

      Ei! wybooo😮 kwanzima ukshima kwabanye besfazane kulo mama naye ubhuti yes uthando alunamnyaka bt age gap engaka 23 vs 43 tjoo sengingamane ngsale makunjeee woza eMzansi bahlali zozizwa izmanga😮🥱🤦

  • @lungagxotani2250
    @lungagxotani2250 2 หลายเดือนก่อน

    Hey usisishumane kwedini sewungade ucele thando kwi group zoFacebook😂😂😂

  • @Nyararai
    @Nyararai 3 หลายเดือนก่อน +1

    Shame kunzima wengane myb uthande imali

  • @potchtaas873
    @potchtaas873 3 หลายเดือนก่อน +2

    Uthakakathiwe wemfana ufuna ukunikwezwa ukudla 😅😅😅hayi ngeke

  • @nosiphothembekathembeka4582
    @nosiphothembekathembeka4582 3 หลายเดือนก่อน +2

    Kuzothwalwa ngawe wena Samkelo😂😂😂😂maybe banging introdusile kodwa angaz😂

  • @nokuthulamkhize8877
    @nokuthulamkhize8877 3 หลายเดือนก่อน +2

    Cies, nibhedela ingane wezavolo ndini!

  • @Romeofive
    @Romeofive 3 หลายเดือนก่อน +3

    Lomfana mele akushaye strong awusile wena

    • @JoyHaise
      @JoyHaise 2 หลายเดือนก่อน +1

      Ai, Cha !!!! Yekani umfana, kade nibizana kanjani ebholeni??? Manje sekufanele aklethele ukudla ngetray ???Awboninto eweongo wena lapho ??? Umama loyo kasukvilapha , akalethe yena ukudla ngetray!!!!
      Musani kumhlukumeza ninomama.This is too much for him, shem

  • @CarolNgozo-u3n
    @CarolNgozo-u3n 21 วันที่ผ่านมา

    Manje siyekela kanjani tindzaba takho singakuboni? Utifihle leni ??😂😂😂

  • @SizakeleZulu-v7v
    @SizakeleZulu-v7v 3 หลายเดือนก่อน +1

    Jehova uthando lunzima ngempela 😢

    • @TabisaGogodla
      @TabisaGogodla 3 หลายเดือนก่อน

      Hayi suuka .mntana lo khothando bafo..am sr kunama beenefits

  • @takalanimuthala4665
    @takalanimuthala4665 3 หลายเดือนก่อน +2

    Kodwa mfanam wamqala wathin nje ngoba phela umama wakho lowo unganya kimi kade wakudlisa lomama kodwa khona nje bona abakin bathini nje iminyaka emingaka pho hamba ophalaza wena 😂😂😂😂

  • @NonkanyisoVeco-q3q
    @NonkanyisoVeco-q3q 2 หลายเดือนก่อน

    Uzifihlele ntoni phofu xa uzojika uzichaze...😂😂😂 Gap its too much kodwa ke uthando lukuni yenza okufiswa yintliziyo yakho ..ndilala nezalukazi ..😂😂😂😂????

  • @CheffdesoulNews
    @CheffdesoulNews 2 หลายเดือนก่อน

    No man...lomfo akayeke umfana, akayona insane yakhe vele

  • @NontokozoJali-cs6ez
    @NontokozoJali-cs6ez 3 หลายเดือนก่อน +3

    Ihhe babazan nkosyami amahlon kimi😂😂

  • @MpendulenhleMpendulo-hv6gm
    @MpendulenhleMpendulo-hv6gm 3 หลายเดือนก่อน

    Nxaaaaa VELE udluu Nyoko njàaa ukhohlakele,bengizoku bulala njaa kube ngili mfana🤮🤮🤮🤮🤮

  • @BuhlebendaloMbhele-xp6kg
    @BuhlebendaloMbhele-xp6kg 3 หลายเดือนก่อน +1

    Oh ngithi xol'isumoya wakho udlisiwe wena😂😂😂😂😂angibize ngobaba yeheeeeeni kwasuka okukhulu😂😂😂😂

  • @princessmolefe7211
    @princessmolefe7211 2 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂akafuni ukuthi wayesiyibhobhodleyana uthi ai ngangisemncane ai mfana baphi owawubhukuda nabo

  • @busisiwemattaka
    @busisiwemattaka 3 หลายเดือนก่อน +1

    Waze wajaha ke kuba u baba ngo 23 years😂wazala wena ngo 6 yrs

  • @RhulaniOscar-pk4cn
    @RhulaniOscar-pk4cn 3 หลายเดือนก่อน +1

    😅😅😅😅😅I'm watching this episode in johannesburg hilbrow 😅

  • @fundiswamendu1307
    @fundiswamendu1307 3 หลายเดือนก่อน +1

    Yhoo heee be2na ndingakhe ndiye kulomfana ndiguge ndinje. Mamazala ufumane ukuthi yi same age njengam . Yhuu haini ninani lomfana yhoo .Uyele imali kulo mugal ngekhe ,klk nomfana niyalamana yhoo. 😢😂😅Uyavuya yeka umfana akubize we2 .

  • @sehliesehlie6337
    @sehliesehlie6337 หลายเดือนก่อน

    Abantu abasamkele. Isimo sakho njenge gama lakho kidwa. 43. And. 23 hayi ngeke. Kodwa ke uthando luthando intanga zakho kazikho yini endaweni yakini. Uze uthole. Isigogwana kuFacebook

  • @NomusaMakhosi
    @NomusaMakhosi หลายเดือนก่อน

    Nganeyami engingakusho nje udlala idliso funa kuphalaziswa boy

  • @sebenzilepretty9347
    @sebenzilepretty9347 หลายเดือนก่อน

    Mina angiqondile ukuhleka kodwa nawe Samkelo bakithi 🤣🤣🤣🤣🤣

  • @Pretty-u5b
    @Pretty-u5b 3 หลายเดือนก่อน +1

    😂😂😂😂😂kuyacaca umfana umamzo wamdlisa wawudla ngephepha noma ngehalavu wabhubha umhlaba kodwa jeso mmmmm nalu thando lomfana😂😂😂😂

  • @phindilemhlongo9932
    @phindilemhlongo9932 หลายเดือนก่อน

    Lomama ukhohlakele.. Ingane angayizala yena yenza indoda.. Mina I'm 40 ingane yami Ina 23..so kufana nokuth ujola nengane yakhe lomfazi

  • @HenryMchunu
    @HenryMchunu 3 หลายเดือนก่อน +1

    Thatha umfazi wakho niyofuna umuzi wenu nishiye umfana kubo but ngiworried nge age gab uzobaleka wena

  • @portiamthimunye2899
    @portiamthimunye2899 3 หลายเดือนก่อน

    Awuhlonipheki ngoba uyingane futhi anishiyani kakhulu,soze waba ubaba wakhe uyintanga yakhe. Put that in your skull,uyingane period

  • @bekezelankomo7507
    @bekezelankomo7507 2 หลายเดือนก่อน

    Uvuselela ibumba lakubo kutsho amakhehla Kubo egana ezicane manje sebefuna vis VESA ukuze kuzalwe umntwana Onamandla qubeka mfana wami uyavuka ununzi ungethuswa ngabantu abesaba iqiniso

  • @SiphoHlophe-z8m
    @SiphoHlophe-z8m 3 หลายเดือนก่อน +1

    Siphume kanjani ezindabeni zenu ngoba Inethezeka TV ikuvale ubuso ngoba sifuna ukukuthela induku. Kungani ungafuni ukwazi umndeni wakhe.

  • @ZaneleNtuli-p2p
    @ZaneleNtuli-p2p 2 หลายเดือนก่อน

    Yabooo umuntu uma edlisiwe ukhuluma kanje yangdina yazi😣😣

  • @PhilimonZwane-mz4pp
    @PhilimonZwane-mz4pp 2 หลายเดือนก่อน

    Mkhaya. Ngicela. Ungi. Inboxe. Please

  • @fikilemthembu5823
    @fikilemthembu5823 3 หลายเดือนก่อน +3

    😂😂 iyahlekisake lena,ufuna ukuhlonishwa udodana😂

  • @KhayalethuBezana-n2z
    @KhayalethuBezana-n2z 3 หลายเดือนก่อน

    Ngicela ukubuza phela uma mina ngiyindoda ngina 43 then umuntu wam wesifazane abena 23 ingabe kukhona yini oku wrong lapho unasivumelene othandweni

  • @NHLANHLOMDLULI
    @NHLANHLOMDLULI 3 หลายเดือนก่อน +3

    MINA SENGFISA NOKUMBONA UMABHENIZA🤣🤣

  • @Sibongisenimyeza200
    @Sibongisenimyeza200 3 หลายเดือนก่อน

    Sothini umhlaba esiphila kuwo usenzisa izinto sothinike vele? Kunje

  • @IshmaelNjabuloyesizwe
    @IshmaelNjabuloyesizwe 3 หลายเดือนก่อน

    Udaba lwale Ndoda lujulile😐🙆at the same time luyahlekisa🙁 kodw I voice yakhe iyasolisa.

  • @musaelvyintsibanda
    @musaelvyintsibanda 3 หลายเดือนก่อน +2

    "hayi njengontanga" 😅

  • @NombuleloSiduka
    @NombuleloSiduka 2 หลายเดือนก่อน

    Uthe u23???kodwa ivoice ai ngathi akuhambanga kahleee

  • @amosndabeni934
    @amosndabeni934 3 หลายเดือนก่อน

    Kodwa nkosi ingane Zethu zisenzani? phela ayikho futhi nje nalo mama ukhohlakale

  • @IvyWambi-tz8nm
    @IvyWambi-tz8nm 2 หลายเดือนก่อน

    Ingane u Zuma unonkosikazi one 22 years kodwa yena una 82 so why abantu bangabi against bona hai mabaphume ezindabeni zika Samu uGg phethe kahle.

  • @syabongamhlongo4012
    @syabongamhlongo4012 2 หลายเดือนก่อน

    Kodwa Njomane ususbeke phezulu kwi gogwana wawezwa kahle lamazwi Athi ingubo endala ilala izingane

  • @KholiswaMtshakaza
    @KholiswaMtshakaza 2 หลายเดือนก่อน

    Usuze wabanevoice yamakhehla mfana ngoba udla izalkazi

  • @nhlanhlankomo1220
    @nhlanhlankomo1220 2 หลายเดือนก่อน

    Kufuneka indodana ikukhiphe amazinyo ngesibhakela, umfunani umama wakho

  • @EskaLwandle
    @EskaLwandle 2 หลายเดือนก่อน

    Uke uphalaze noba ngeziqungu iyahlekisa lento yakho mfana

  • @AnnahDube
    @AnnahDube 3 หลายเดือนก่อน

    Inkinga lomama yingane yakhe yokugcina le azoyithola what about wena Samkelo uzozitholaphi ezinye ingane ukhulile lomuntu for wena wesabani kontanga yakho

  • @NomvulaNgcoboNomvulahNgcobo
    @NomvulaNgcoboNomvulahNgcobo 20 วันที่ผ่านมา

    😂😂😂😂lafa elihle kakhulu ngyanivuma bafazi ichilo phela leli hawuuuuuuuuu shwele

  • @Ma23595
    @Ma23595 2 หลายเดือนก่อน

    Waze wangihlekisa Samkelo webakithi 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @buhlenonku123
    @buhlenonku123 13 วันที่ผ่านมา

    Niselfish kabi nina bantu uma kuyindoda eshiya owesfazane anisho ukuthi lelikhehla lidlala ngengane nithi isoka siyekeni senze esikthandayo ngemzimba yethu,shadani ungabanaki abantu banezabo ngeke futhi banenzele lutho amaxoki kabi lawa

  • @jabsilejabu5174
    @jabsilejabu5174 หลายเดือนก่อน

    Akushiyo luthoma indoda ithandana nentombazane encane, wuuuu

  • @SBUYISELOMADLOPHA
    @SBUYISELOMADLOPHA หลายเดือนก่อน

    Hamba nje uyophalaza wena nabakubo ngicela beyomphalazisa bandla

  • @patiencemthiyane4798
    @patiencemthiyane4798 3 หลายเดือนก่อน +1

    Lomfana empeleni asikho isidingo sokukubiza ngobaba vele awusiye ubaba wakhe. Angasho ukuthi malume . Wena naka othandana naye nengane yakho ezayo. Musa ukuzihlupha ngabantu, ngisho abakini noma ubani. Uthando luphakathi kwakho nalosisi. Sesakhathala ukuphilela abantu bengeke bakwenzele lutho. Uphila kanye kulomhlaba. Jabula ngesikhathi sokujabula vele emhlabeni ngeke wanelise wonke umuntu. Kodwa akube uthando lweqiniso. Kungathi kusasa usumbona ubudala usufuna ontanga yakho ..Kumanje ulalela ukuthi abantu bathini. Uma uzolalela abantu.ukuthi bathini, uyofa nini, ngoba bobe besakhuluma. Kumanje unestress. Kini basho u shit umphakathi usho ushit, abangane basho.ushit. Khula uqine ube indoda ngoba uqale uqalile. Musa ukuvevezela ngobala. Uthando kuthiwa aluboni. Impela aluboni bubi libona ubuhle bodwa.

    • @gladnessmfusi7102
      @gladnessmfusi7102 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂 Samkelo akasalifini igama lakhe imikhuba yezingane zethu

    • @ntombienhlemahlaba8368
      @ntombienhlemahlaba8368 3 หลายเดือนก่อน

      Kanti nempatho ikhona la kuma Cressida 💝

  • @ThembaThomasMngomezulu
    @ThembaThomasMngomezulu 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ubhuti idle wasutha uthando kaluboni

  • @mkaywabo1354
    @mkaywabo1354 2 หลายเดือนก่อน

    Please lunfana ona17 akafunde ukuhlonipha manje ubaba wakhe omncane ngoba kuza umfowabo omcane

  • @nokukhanyanokubonga154
    @nokukhanyanokubonga154 3 หลายเดือนก่อน

    Niyabonake izingane zabafana ezikhuliswa womama bazo kuphela zibhayiza kanje

  • @sifisomalimela3913
    @sifisomalimela3913 2 หลายเดือนก่อน

    Wena ufunukshawa shuthi awkaze uqonywe waqala ngaso lesalkwazi manje usuhlanyiswa umawakho

  • @NkosinathizwelibanziNkwanyana
    @NkosinathizwelibanziNkwanyana 2 หลายเดือนก่อน

    Ufuna ukubhaxwa wena uyekizalukazi. Ngemvubu

  • @MbohMzizi
    @MbohMzizi 2 หลายเดือนก่อน

    Ainjengontanga njengo babawakhe thatha Samkelo ave uhlekisa😂

  • @sphesihlengobese8249
    @sphesihlengobese8249 หลายเดือนก่อน

    Isishimane lento yayize ibhale ukuth ifuna umuntu babengekhon ontanga yakhe waze wangnyanyisa umfana yeses

  • @aykay9328
    @aykay9328 2 หลายเดือนก่อน

    Stop asking people to reveal thier names if you you r hiding their faces, don't be dumb, use common sense.

  • @lennoxrashopola3561
    @lennoxrashopola3561 2 หลายเดือนก่อน

    Samkelo why hide your face 😂😂 but reveal your name. You are the same age group as her 17 yr old unfortunately you are sleeping with his mother

  • @mbhekiseninala
    @mbhekiseninala 2 หลายเดือนก่อน

    Wadla imali nomuntu nomuthi😢...mina bengzokbulala ukube umama lowo

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 2 หลายเดือนก่อน

    Usamkelo nje akujiki ...uyahlanya

  • @ThokozaniNgubane-kd2tz
    @ThokozaniNgubane-kd2tz 2 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂 Ewu ubuqili bentethe yenza ngathi ibelethe ingane kanti ibelethe indoda " Indla ikhekhe idle imali Inkabi encane

  • @Zamawuba
    @Zamawuba 3 หลายเดือนก่อน +1

    Mina nomama sijabule 😂😂😂😂😂 uyabuza mamuseleku. akasaletheli ukudla umufana