Ufanele ke ukulala nabo bonke kanti ubebenzela mokudla bonke mina nje ngiyinyanya kabi lento yokuphekela abantu abaphuzayo angikufuni so, uma usukhethe ukuba nomuzi yingani uphinde wenze umuzi wakho itarven umuzi okuphuzwa kuwo awunasithunzi kugcina vule nabangani sebenza nabantu babo bezokhwelana khona la
Webhuti unakho ukubhayiza ngempela, uyabhayiza ngempela awuziboni Ufa ubulawa ilesifebe sakho, Wena uzoqonda ema frijini very soon, akancengwa umuntu oyingozi, wena uyozilengisa nje very soon uzoqonda ematreyini abandayo ngoba awusile
Mfana akukho okubekezelle uzofa ngalamadoda alomfazi wena awunabangani uyabaphuzisa and bona bakwennza isilima umthetho awuvumi abantwana. under 18 bahlale nawe wena support abantwana bavakashe uma ukhona uqhubeke nempilo akunakutywala okwehlela ngezantsi nguye yyedwa
Brother I think ncono uphume kulo Sisi this is not the end of the road ...angeke uhlale nomuntu ingaku hloniphi how can she do that n blame alcohol khona lapho no no no ayikho usesemncane bhut bakhona ebazimisele. Kwakha noku zihlonipha I wish uthathe I decision yoku phuma kuye Yebo akhulise ingane zakhe nawe uzinakekele ingane zakho kodwa thola umama ozokuthanda futhi akunikeze inhlonipho...ngoba mnje awusa sebenze kamnandi.....myeke bhut
Ohh bhuti Mzo ngicela bandla ungixhumanise no bhuti mina ngingamuphatha kahle ngina 4 years ngingajoli nami ngagileka ngafunga ngathi angisoze ngamethemba umuntu we slisa empilweni yami kdw yena ngizizwa ngimthanda❤😢
Email kwahlalanethezeke@gmail.com yonke imniningwane sisi
@NombuleloCokoto phuthuma sesi ❤
Aww sisi waytholela indoda😊
Free voucher...uyphathe kahle ke cc mawuwina ngoba ei intombazane ngyayesaba nami😢
Bhuti wami you’re a good man,shiya loBishh onempene.
Akho tshwala obehlela ngezansi!!
Kunjalo dadewethu uma uyisfebe uyisfebe nje skoon
Unenqiniso lobhut n angimsoli kukho nkonke akhulumayo n angimsoli ukhulumela nabanye besilisa 💪
Ngikhona ngicela ukuzogada izingane ngingu mama osekhulile oneminyaka engu 46 ngingazikhulisa izingan ungaze ufele emanyeleni mfana wami🙏🙏
😅mmmmm
@@thandothuthani4676 mbamba phela
There is nothing. Generally appealing about alcohol consmotion. I quit alcohol 14 years ago and the results could never been this sweeter
Ayikho leyo ukuthi ujwala behlela ngenzasi umuntu usuke aphethwe ubufebe nje
U lose finish😂😂😂
Ma brother 🥺 ayikho lento oyihlalela nalo Jezebel! I excuse yakho ayikho kho total!!😮 uhlalele ukufa wena💔
Kwaze kwazima nje nokuhlala nomuntu endlin ongaSamthandi... Usazoqhubeka nje loCc alalane nabanye
Xola bhuti nathi siyanixolela manigangile mina i salute you khohlwa abantu ukuty bathini okngenani ungathatha umfaz wesbili ngoba akekho umfaz oyokhulisa izingane zakho kahle ngaphezi komzali wazo ungamxosi ucc muyeke ahlale ekhaya nabantwana bhuti wakhe kabusha wena nomama omusha ozomthola
Lendoda ubushimane ingaviki.ngengane mfo awukho umuzi ongakhiwa ubufebe okusalayo lenyoka oyifukamele izokudlisa ikubulale izokhona ukudliwa amapipi awowonke lamadoda ngokukhululeka Nako lokuthi nisalalana kodwa awusamthandi kusabonisa ubushimane mina umfazi ngazi ukuthi uyadliwa nogwayi ngeke uze uvuke.ngoba.ukugibela.nje phezu kwakhe kufika.lento ukuthi ngisayongena kulelixhaphozi lodaka lodamu baxeda abangani ukubhukuda nogwayi kulo kufa konke nemizwa kodwa kuwe isavuka usakhona ukuyo khalela kulolo xhaphozi lodaka awuhlukanga nawe.nengulube mfo uyahola Kahle thatha ingane.uzise Kini uzondle udayise lomuzi nehlukaniselane qha amadla endoda awapheli kunokubekezela amanyala ubukeka usemusha pho bushimane Bani ngesidwedwe saka.no Kroy Danko ndoda endala Soweto gp👰🐖🐍👹👎
Amathang' ahlanzel' abangenamabhodwe!! Lonondindwa ufebel' indod' e FAIR kangaka!😊😊😊😊
Thatha mina bhuti❤
Yooo ngathi ungathola uNkosikazi oyokuthanda nengane zakho😢Gogo akekho na,ngathi ungamcupha ubabhaqe bebambele
Zithathele mina bhuti ngizokuphathakahle nabantwaba bethu❤❤
😂😂😂😂😂 kodwa yini
Angibafuna abangani ngoba ayikho nje into enomngani umngani upoison angifuna kwalegama elithi mngani
Siyabonga emhlabeni mangabe kuse khona abantu abalunge nje ngalo Bhuti mina angifuni ukuqamba amanga ngidubula abangani bese ngidubula umfazi
Kwaze kwanzima south africa
I wonder ngabakho na bona abantwana😢
Lento yabarong ngokuthi ubafo eletha abangani endlini kwakumele behlale emnyango bengangeni endlini
Why kungathi umendo utholwa yizifebe zodwa. Kanjan kanti bekhona omama abazothile abanesthunzi😢😢
Iqiniso uthumele izingane bayngaki abantu abakhulisa ingane ngabodwana, Bhuti even manje Umama onjena uzozikhulisa kalnjani ningana ngoba Uzolala namadoda phambili kwakhe isikhohlakali nje leso cela umfazi kuntu abakini
Umuhle mphathi wohlelo. Nesigqoko sakho sihle impela, kodwa uboke usibeke phansi uma kwenzeka❤
Wenzakahle bhuti ucabangele abantwana bantu noma bengathini abantu beka abantabakho phambili bhuti
Umfazi wakho isifebe bafo wena ke uyisiphukuphuku esihlala nesifebe sewazi.
😂😂😂😂
😂😂😂😂🤣🤣🤣🤣waze wadlala nge QINISO
He is 💯 right
🤣🤣🤣
😂😂
Kodwa lesi isifundo sawowonke umuntu ukuthi uma ungumuntu onabangani akumele bajwayele izinto zakho eziligugu lakho, bengajwayeli ukuza emzini wakho ngaphandle kwenvume yakho, bengajweli umkakho noma umyeni wakho.
Kuthiwa izinyoni zohlobo lunye zindiza ndawonye.
Mawuganiwe musa ukujwayeza abantu abaganiwe endlini enomkakho kumele ube nendlu yensizwa ecele.
Empeleni maganiwe asikho isdingo sabangani abanga ganiwe ngoba abekho ku level yakho.
Kodwa naye ubhut akazi yin ukut okokuqala nje awuyi oyocheker uhamba nomngani/ awubalethi abangani emzin wakho ngoba umunt wesfazane uyathatheka
Kuya ngomuntu omtholile my husband wenza lomsebenzi 18 yrs manje kodwa ngyamhlonipha kakhulu Kanye nomuzi wakhe ucc lona wayeziphelwe impene
Ngiyakuhlaba bafo umngani akalethwa ekhaya uma unomakoti 😢😢
Zinsinzwa cuphani abafaz(hhai izintombi) ngoba niyozikhalela izinkomo zenu...buka manje kunjan...lezinto zyagwemeka
A real family man who care about his children, he just married a cheat 😢😢😢
xosha levulagolo lakho wena usayolala kanjani nalo wazi ukuthi uvulela bangani bakho imilenze xosha lesifebe.
Mina ngifisa ukwaz kuth balala nge condom manje or kwenzakalani...🤷
Udlala ubushimane wena brazo kuphela .
Isthithithi sendoda lesi. And siyathanda ukudlelwa ngamanye amadoda. Wuuu kanti zitholakakuphi ezibhamu bakwethu la kufuneka udubule lesfebe.
Nawe mfowethu uyabheda ukufundisa umuntu utshwala ngoba wenzela umuzi unothe,
Hawu thola unkosikazi omunye ndoda uzofa❤❤
U sis unempene isifebe isidwedwe isighada esingachazeki muyeke bhuti
Uxoshe nabangani bakho bafo uma usuthole omunye
Ba4 phuma kulowo muntu cz uzokudlisa bese kukhale esakhe isgingci, akahambe ba4 usehlulile lowo 3 yabantu alalenabo Wena usahleli naye and ngiyakhumbula ebancoma ethi siyasebenza izinqazabanye abafana
Mhlawumbe umdlisile already nje
Mfowethu ngiyasisekela sinqumo sakho sekutsi bantfwana bangabi ngibondzindza sitsebeni ngiyakuvuma bhuti wami ukhombise kuba yindvodza ngoba ecinisweni akekho umuntfu longenawo emaphutsa kungako Jesu watsi longenasono akamgcobe ngematje
Akwenziwa lokho umngane aleze nomuntu wakhe .. umngane yinyoka
Mungasezuku themba umuntu wesmame vele ungathandani uthenge emgaqeni cz njengoba ulimele kanje uzohamba uthwesa abantu icala abangalazi,okwabanganike uyazuza cz umdala mungaka n uyazi ukuthi umngani isitha
Waqala ngokukusebenza boy akekho umuntu ongavuma lesisimo
Ngagithi leshow it a reality tv show kanti iskeshi
Mina ngibona engthi uthi ulinde ukthola umunye umfazi kanti ulinde ithuna bhuti wabantu ngba kuyabonakali ukthi ihlekisana ihlomile usazokugila ,,nd nalokunotha okhuluma ngkho is not make sure 💔💔💔
Isfebe asishitshi nje
Weee bhuti udlisiwe wena uslanda kanjani isfebe kuze kube kathathu ,uzofa nje ubulawe izifo ngalesfebe
Ay mfana vele uphumele obala usamthanda finish and klaar musa ukdlala ngath
Ufanele ke ukulala nabo bonke kanti ubebenzela mokudla bonke mina nje ngiyinyanya kabi lento yokuphekela abantu abaphuzayo angikufuni so, uma usukhethe ukuba nomuzi yingani uphinde wenze umuzi wakho itarven umuzi okuphuzwa kuwo awunasithunzi kugcina vule nabangani sebenza nabantu babo bezokhwelana khona la
Zomosha ingane zenu lo mama zofundani ngalento eziyibona kumawabo
Bafo ungalahli umuntu wakho amaphutha ayenzeka baningi abakhulise izingane okungezona ezabo
Ay ngeke, maybe udlisiwe nje aybo... Wendoda, isifebe asishintshi nhlobo
Nomfazi ophuzayo nje inkinga leyo
Isilima sendoda lesi, uhlala kanjani nenyoka endlini? Uzokufa wena silima, inyoka lena
Ngesinye isikhathi ukwenzela izingane kuyingozi ngoba zifundani kuye njengamanje ezibhixa ngendoda zikhona. Khona uma engamitha kwimanje. Nawe uyakumosha sufunde noku pretend ai kubi.
Akayophalaziswa lobhuti udlisiwe asikho emqoka kesizathu akasibekayo esenza ukuthi egcine leskhohlakali
Your children first ❤❤❤
Woza bhuti ngikhona ngizozibheka ingane zakho
Fakalento isicitho ihambe mnaka khohlwanje abantwana uzobakhulisa noma engahamba nabo ngoba usezokubulala okulandelayo
Webhuti unakho ukubhayiza ngempela, uyabhayiza ngempela awuziboni Ufa ubulawa ilesifebe sakho, Wena uzoqonda ema frijini very soon, akancengwa umuntu oyingozi, wena uyozilengisa nje very soon uzoqonda ematreyini abandayo ngoba awusile
Ubhayiza ngani manje. Mina engikwaziyo nabantu Bama truck bayabamba bayayeka la emgwaqeni ngakho kubhuti angazozenza imsulwa Lana ubebayisaphi abangani botshwala emzini wakhe onezindu ezimbili. Ukuthi thina bantu besmame siyashesha ukuthukeka makubanjwe thina.
@NtsoakiCele-mh8th kahle bo, lenqwaba yamadoda ambhebhile wena usakubona kunobuntu, kahle kahle, vele uyabhayiza uzofa lo, izifebe ziyabulala, eyabantu bama teuck.akusibo bonke abanjalo, ngke ke uvele ubhangqe ngabhande linye futhi mhlawumbhe uyathenga not ukudla budlabha njengalezinja aseze azincome futhi ukukhombisa ukuthi ukwenze ngabomu
Wee awudabukeleki wena ngoba awukamxoshi lodoti wakho
Inkinga ke le mangabe esalala nalesi sonakali bayathakatha abanye abafazi Uma eyibona levidoe kokwenzakalani
Alikho icala lomjolo ululaza ithunzi nj somuzi uwumfaxi siphi ismilo😢,🥱
Yeka ukulala nalomfazi uzothi um raphile
Bafo iyona vele inkinga esibhekene nayo thina madoda umuntu wesifazane uma ebambheka ekugangeni kwakhe basihlambalaza ngokuthi embhedeni asenzi kahle indlela abazithethelela ngayo khululeka bafo iculo labo lelo kodwa bafo nisambatha ndawonye awuboni kuwubungozi ukulanda izithunzi zabantu abahlukene amabhadi🤞
Uma sebanjiwe yikho ebona ukuthi belamba,,yikho kumele sibiye ngomuthi
My favourite show❤ and the presenters 🥰
🙏🙏
Bhuti Mzo ngikubonile last week udlula e-320😊
Kodake ngingangumama wezingane zakho ibuhlungu lento thatha mina mahala😂
vele uyenke ukuphuza ke bhuti ngoba nakho ykuphuza kunomthelela qaphela
haw ungaqonywa intombi eyodwa so sonke sibolile ay uyabhedake bafo ubheda impela kahle kahle uyabheda nwe ufana nalomakoti wakho osanganayo
Add the link of the previous video Nhlanzi
Mfana akukho okubekezelle uzofa ngalamadoda alomfazi wena awunabangani uyabaphuzisa and bona bakwennza isilima umthetho awuvumi abantwana. under 18 bahlale nawe wena support abantwana bavakashe uma ukhona uqhubeke nempilo akunakutywala okwehlela ngezantsi nguye yyedwa
Kwaze kwanzima butiwami futhi unomoya ophasi umakotiwakho uphethwe ubufebe nje
Brother I think ncono uphume kulo Sisi this is not the end of the road ...angeke uhlale nomuntu ingaku hloniphi how can she do that n blame alcohol khona lapho no no no ayikho usesemncane bhut bakhona ebazimisele. Kwakha noku zihlonipha I wish uthathe I decision yoku phuma kuye Yebo akhulise ingane zakhe nawe uzinakekele ingane zakho kodwa thola umama ozokuthanda futhi akunikeze inhlonipho...ngoba mnje awusa sebenze kamnandi.....myeke bhut
Waze washima ubhuti wabantu 🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️
Ngampela😂
Ukuze uphume ekukhulumeni yakho omunye umuzi umyeke nawo lowo nezingane uthengele izingane ukudlala ukuhambise nezingubo zezingane zithengwe uwe ingabikho imali ewu cash ewela esandleni sakhe azibonele yena ukuthi uphila kanjani amadoda akhe azomupha imali
Askies baba bowuhlangene nengwababane yomfazi ingwadla streighyt
Boet akakhulule uNondindwa unless efuna uphele lonyaka sese ndele koYihlomkhulu
Bhuti wamii shiya
Namanga lenyoni isamthanda lomuntu.😂😂😂😂😂😂or bamudlisile
Vele abafazi baqala ngokudlisa indoda before bayenze islima. Always they cheat knowing ukuthi uzoyaphi.
Umqedile 😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
Bhuti yeka ubushimane khipha ubhishi endlini baningi abantu besifazane abaphilayo la emnyango uzogcina ufile ilowomuntu
"Syavakashelana loku kokuthi syakhohlisana"😂😂😂😂kunzima xem
🤣🤣🤣🤣🤣🙆🏾♀️
Yabona nj mfw2 ushimile uhlez kanjn nomunt edliwa ai gede mfo uyabhayiza
Yho amathanga ahlanzela abangenamabhodwe yiza kimi bhuti anginamuntu ngifina umuntu ofana nawe oneqiniso ngihlala e forest hill jhb
1st to comment 🎉🎉🎉
This is not a comment promise😂
Mzoo Sanibonani Hai utata le case yakhe ayiqhelekanga kulalwane ukho Ndingaske ndithi Ufethwelumnqwazi Makanyamezele xa engenakumgxotha😮Mzoo😅
😊
@@MbaliButhelezi-r5w ayo comment nyhani leya🤣🤣🤣
Iqinisile lendoda.
Udlisiwe bhudi awuzenzi abakuphalazise hay ngeke uzoqhubeka ekufebela boo
Ahlanzela abangenamabhodwe
Lento oyenzayo inzima ukuhlalisa umuntu ekufebela, ngoba uthi wenzela izingane still inhliziyo iyohlezi ikhala igazi,ngeke ukuthole ukuphumula ,,shiya phansi isifebe
Ay bhuti akaye kubo unonkiloyi nezingane ksasa uzokbulala nawo lamadoda musa ukuba yisishimane mfethu
Kushuthi khona into amenza Yona lomfazi nawe awusile nje njengoba usho kanje inkulu into azokwenza Yona losisi into azoyenza nje uzokushiya ekukhiyile futhi mawungekho usalala nje abangani bakho shiya phansi usazomthola omunye ongcono kunalo
Owesifazane akathembekile abenzanga lutho abangani inking ucc uthanda ibandla bhasobha boy bazocupha wena kumkakho abangani wayevese engcolile funa intombi wena khohlwa yilomuntu
Mcuphe bafo mase uyamazisa ngoba suwavela kubo
Uma ukhuluma kanjalo uqhaphele mfowethu engakwenza isilo sengubo ungafa nokufa okuncono ukumushiya lapho nengane
Anything lento ingmoshela data lami😢
Kodwa amathanga ahlanzela bangena mabhodwe hozokhehla mina mkhaya ngila egoli sigoduke ,ngoba hayi kuyenyukela la ejolweni 😲😲😲
Isifebe vs isishimane😂 ucasha ngengane😂 maybe akuzona ezakhe😂😂😂😂😂 on goal maZULU😢
Mhlambe kwazona ezabangani bakhe nalezozingane 😂😂😂😂sishimane😂 lesi
Vele uma ufeba uzocopita izinto ezirongo
Mfoweth usadinga umfanzi kumele ushele baba uthole umfanzi, isifebe lesi bhuti ayikho lento 😂😂😂
Ngasdakelwa wenondindwa tshwala abehleli ngezansi wisfebe wena
Mshiye mf2 akakulungele uyisishimane bhuti kodwa
ndiyamva kulendawo yokuthi secingela abantwana ukuba behlukane bt aphinde athi uzokube ekhangela umntu ozojonga aba ntwana omfumama aqale amsuse kuye , bt selimele uyokuthi emfumana lomntu uyobe sele elimele kakhulu ngase ayisuse leyokuthi usazo msusa thathe omnye umntu umntu wonke unawu amaphutha xa emxolela ibingeyonto embhi seyicacisile ukuba Angamxolela ngoba kutheni lo ezomthatha uzogadwa ngubani eneziphi ingxaki keee
Lento ayikhulumayo ubhuti ayinasisindo. Umgcina kanjani umuntu uma ungasamfuni empilweni yakho? Uyalala naye futhi lomfazi. Hayi ahaqinile ubhuti lona. Manje ucabanga ukthi losisi uyi button yini? Uma Angakuzwa lokhu aka cabanga ukuthi Kukhona angamenza khona? Hayi kahleni bakwethu. Uzomdlisa uma engakaqali vele.
Ayiiii cha kusinda kwehlela mekunje😐