Nami nginesimo esifana ncamashi nawe. Lapho ngiliwele and lenda elinye iwele lami.nami ngifisa ukwazi ukuthi ingakuphi lapho ngiphethwe khona phakathi ko mama nanekhaya ku baba
Awuuuu ngyabonga Mkhulu ngathi wena uthunywe kimi....yimi ke lo nqo I just found out and konke lokhu okushoyo it's been my life esemele ngikubuze isiphi isgaba ke mele ngyothola kahle in a few weeks kulo ongibone ezosebenza kulomzi engivakashe kuwo
Your number 1 khehla
amen mkhulu ngicela ukubuza ukunqwamba
Thokoza mkhulu,mina nginengane embili ezalwe zimbethe ngenhlanhla zikhona ingubo zazo nkinga angazi kwenziwa njani ima funa kumbula nhlanhla zabo kuthi zikhule nazo,ngybonga
@@ZillehSthole thokoza ubuka upart 2 wokuzalwa wembethe ukhona lapha
@KwaZulayithole ngyabonga ngisawuqalaza angikaze ngibone
@@ZillehSthole th-cam.com/video/XF8LUSxeOWA/w-d-xo.htmlsi=MBLMSbi_Hj38H4Hv
Thokoza mkhuli minangazalelwa eGoli ngina 46 years ngikukelekhona angisenabo abazali nginezingani ezi 3 zazalwazimbethwe ngingenzenjani ukuthi ngizombulele inhlabhla yazo
Siyabonga Mkhulu ngolwazi olunzulu
Thokoza 👏 khehla ngiyabonga 🙌 khehla 🙏 namhlanje sengiyazazi ukuthi ngazalwa ngembethe. and ngembethe kanjani ngoba zonke lenkinga ozicazayo ngindlule kuzo zonke futhi ziloku ziphindaphinda . manje mkhulu 🙏 ngicela ukubuza ngokuhlala utholakala kuphi ngoba mina ngihlala egoli . igama ngingu Sibongile Khumalo. ubaba waka Masengeni. ngiyalidinga usizo lwakho kakhulu sengihlupheke kakhulu iminyaka engu 45years Thokoza khehla 🙏
Thokoza mntanami ngiseRichards Bay ubongifonela 073 665 1332
@@KwaZulayithole Thokoza khehla ngiyabonga🙌
Sawubona mkhulu ngiyabonga nginengane eyami yazalwa imbethe wonke umzimba kufihleke ngisho unyawo ngamtetela ekhaya ngayibona yonke kumanje ikhona into yakhe
Hmm waychaza mkhulu ei inzima.impolo yethu kwimanje ngisemshikashiken walento ngize ngahlala ekhaya last yr ngama emsebenzini besebenginike ngisho imoto yahamba sengivike ingozi inqaaba ngona ngaybonga khaya kababa kant nganginikwe khaya bomah cishe yangbulala nenye into umama wengashadanga icece kodwa ngyazama ngyalungisa manje mkhulu utholakalaphi uhlalaphi ngaze ngakifisa usizo lwakho sengike ngadlala abantu abaningi izeke noma ngenziswa ibo abadala kodwa kuyafuneka ubuye uyozwa inkinga kuphakama abakababa amakhehla kubuye kuvele khulu maka mah angsazi manje ai inzima into yethu😢😅😢
Thokoza mntanami ngiseRichards Bay
Nami nginesimo esifana ncamashi nawe. Lapho ngiliwele and lenda elinye iwele lami.nami ngifisa ukwazi ukuthi ingakuphi lapho ngiphethwe khona phakathi ko mama nanekhaya ku baba
Mkhulu sawubona nami ngazalwa ngembhethe mnje ngenzenjani, yini okumele ngikwenze nkos yam akusalungi lutho kwanhlobo mnje
Thokoza ubongifonela
Mkhulu benginenye inhlanhla mina umamkhulu wami wangilethelq inyanga ithi izovula ingubo yami kanti bazongithakatha bavalq yonke into yami
Amen. 👋👋. Celukuza ukuthi uhlambulula ngani?
Awuuuu ngyabonga Mkhulu ngathi wena uthunywe kimi....yimi ke lo nqo I just found out and konke lokhu okushoyo it's been my life esemele ngikubuze isiphi isgaba ke mele ngyothola kahle in a few weeks kulo ongibone ezosebenza kulomzi engivakashe kuwo
Uphupha ingubo
Ukuphupha inyoka ikuthatha
🎉Siyabonga
Baba nginaye utwana owazalwa embethe bengingakagani ngasengiyagana koda ungowalana engigane khona akakaze izinto zakhe ziphumelele namanje ngingamlungisela kuphi kanjani
@@NompiloNkosi-s6g thokoza ubongifonela
@KwaZulayithole thokoza baba ngicela ukufona kusasa 🙏
Kuyavakala khehla lam
Ay 😔inhlanhla embi man
thokoza khehla
Thokoza Mkhulu ngicela ukwazi utholakala kuphi kanjani.
@@NomathamsanqaSnuma 0736651332 Richard's Bay
Kimi yalungiswa lento kwadlula iskhashana esingatheni...kwasuka ukushisa yonkinto ethi ayibe impumelelo yashabalala ngiybuka konke kwaphela....angsazi Kant ukuth kufunekani
Yebo mkhulu ayikhehla lento I Kinga Nami ngazalwa ngembethe kodwa kunzima kimi abazali bashona bonke ngingedwa nje😭
Mkhulu nam ndingomnye okuthiwa ndizelwe ndembethe ene abasekho abazali andazi ndizobuza bani abantu abaninzi bebendixelela ngobuwele kumnyama kum
Thokoza mkhulu mmmmm yzi nmi gazalwa mbethe indlozi lmi lako malume bt asekho mntu omndala khaya lmi ko mama naka baba
Sabonga kuyasebenza
Mkhulu ukhuluma nami, ngize ngalehlekelwa umsebenzi. Ngihambile kodwa ngihlulekile ngiyahlupheka kuvaleke yonke into. Ubaba akasekho wangilahla ngimncane noMamami akangifuni ngiyazula nje, impilo yami ize yehlela ezinganeni zami
L
Mina ubaba washona kodwa umah akangifuni Nala engihambe khona ngiyahlupheka njr😢
Siyabonga kakhulu mkhulu. Uma ngingasenabo abazali nezihlobo nxa zombili, ngingakwazi yini ukuzithengela izimbuzi ngizembule mina ingubo engiyembethe?
Thokoza mntanami yebo
@@KwaZulayithole ngiyabonga kakhulu mkhulu. Ibingihlupha lendaba. INkosi ikubusise.
Utholakala kanjani mkhulu
@@PORTIABAHOLO ngise Richards Bay
@@KwaZulayithole ngiyabonga mkhulu kwaze kwakude kimi kodwa ngizozama ukufinyelela kuwena mkhulu mina ngingalana e free state
@@PORTIABAHOLO thokoza Kanti njalo ngiyakwazi ukuhlolela umuntu ngefoni
Yho okokuqala nghlangabezana nomuntu ochaza kanje, abathokoze oGogo noMkhulu mina ngfuna ukufouna nje Mkhulu
Thokoza mntanami
Thokoza Mkhulu, ngafouna, ngizozama ukuhlela ukuthi ngiza nini lapho, nomama befuna ukungikhapha ntoknayo Ukude
Nami mkhulu ngipheze kwaleyonkinga akwenzeki lutho empilweni kthiwa ngazalwa ngembethe And ngihlezi nginombuzo ukuthi why ngihlupheke kanje kthiwa ngazalwa ngembethe 😢
Wayisho lento Mkhulu,Manje Uma ingubo ikhona ngisayiphethe ngenzenjani lapho.ngiyafisa ukuyilungisa
@@ZamantungwaMabaso-c8x Thokoza mntanami ungabuka upart 2 wokuzalwa wembethe ngikuchazile
Thokoza mkhulu
Uma kuthiwa wambhathwa kabili uzimbula kanjani nanokuthi zingaba ngaki izimbuzi abazali abasekho imina kuphela nodadewethu
Thokoza mntanami kumele lowo okuhlolele lokho akuchazele ukuba iziphi zona lezo zigaba ezembethe, bese Uma kwenziwa lomsebenzi kuba izimbuzi ezimbili uyakwazi ukuzithenge wena Uma abazali bengenawo Amandla noma bengasekho kulomhlaba.
Mina bangivezela zambili sahlukana ngemibala nami kwathiwa ngmbethwe kabili
Thokoza mkhulu cela inamba yakho ngokohlala ngise mpangen
Thokoza 0736651332
Yebo mkhulu mgyabingelela nami mkhulu ngazalwa ngembethe kodwa hayi izinkinga ezingilandelayo kunzima mkhulu impilo yam imile ngicela usizo mkhulu
Ndicela ino kamkhulu mgomezulu
Kuyiqiniso yini ukty amanesi ayayithatha eyoyidayisa lengubo obuyembethe ,futy mawungazi wenzenjani
@@LindiweHlongwane-g4b Thokoza mntanami yebo kuyenzeka
Thokoza mkhulu. Mangabe kuthiwa uzalwe wembethe. uqala kuphi mangabe uthi ufuna ukumbula and uhlambulule inhlanhla owazalwa nayo?
Thokoza mntanami kumele uqale ngokuba uthole umelaphi wendabuko akuhlole bese niya ekhaya seqala umsebenzi. Ikhona i-video lapha echaza indlela yokulungisa isihloko sayo sithi UKUZALWA WEMBETHE PART 1 AND PART 2
Thank you
Thanks!
Ngiyathokoza kwande
Ngiyabonga ukuthola lolulwazi kodwa inkinga akwenzeki yini ukuthi Uma wembethe abantu abadala bekubonise umuntu ozokusiza ngoba siyahamba kodwa usizo singalutholi
@@MornicaDube thokoza Uma umsamo wakho uhlanzekile bayokubonisa
Mina ngazalwa ngembethe ngahamba ngayokufuna ukuthi ngembethe kanjan bangitshel nokuthi idlozi lakuphi elingembethe elakithi noma kabomama ngathol ukuthi elakabomama so ngaphupha ebusuku umuntu eza ekhave ubuso bonke nomzimba wonke njenge ngelosi engabonakali ingubo emjlophe wafika kimi ngaguqa ngamadolo wase ethi angimukele nasi isipho ngamukela ngabong wase eyahamba ngaphaphama sekusel ukuthi ngikwenze but inkinga umuntu ozokwenza lapho ke kunzima
Thokoza kuyalihlanhla lokho owakubona kuyakhanya impela kulungise
ngicela ukbuza Mkhulu uma umzali wakho azalwa embethe kanti nawe uzalwe wembethe kwenziwa njani??
Thokoza mntanami kumele nilungise kodwa ingubo inomuntu wayo ungayeza ngisho umzali wakho engayenzile ngoba ayiphumi kumuntu oyedwa
Thonkoza mkhulu yimina kodwa izinto zami manje zimile
Thokoza mntanami kumele usukume ulungise
Sicela inumber kamkhulu
@@NonhlanhlaCele-xq1mr 0736651332
Hmm waychaza mkhulu ei inzima.impolo yethu kwimanje ngisemshikashiken walento ngize ngahlala ekhaya last yr ngama emsebenzini besebenginike ngisho imoto yahamba sengivike ingozi inqaaba ngona ngaybonga khaya kababa kant nganginikwe khaya bomah cishe yangbulala nenye into umama wengashadanga icece kodwa ngyazama ngyalungisa manje mkhulu utholakalaphi uhlalaphi ngaze ngakifisa usizo lwakho sengike ngadlala abantu abaningi izeke noma ngenziswa ibo abadala kodwa kuyafuneka ubuye uyozwa inkinga kuphakama abakababa amakhehla kubuye kuvele khulu maka mah angsazi manje ai inzima into yethu😢😅😢
Saubona mkhulu umuntu ma efuna ukukubona fumaneka kuphi nendawo
Thokoza mntanami ngiseRichards Bay