Kunolwazi olunjulu aselutholile uDkt Mkhize ngokuzalwa wembethe
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 18 ต.ค. 2024
- Thokoza,
Enye yezehlakalo eziyindida enkuku ezintweni zeSintu ileyo yokuzalwa wembethe. UDokotela uMkhize usekhulume kabanzi ngaloludaba futhi ubhale nencwadi echaza izinhlobo zokuzalwa wembethe nokuthi ungasinakelela kanjani isimo esinje. Kunolwazi olunjulu aselutholile ngokwenza ucwaningo.
One of the most misunderstood occurrences in African healing, is that of ukuzalwa wembethe. Dr Mkhize has spoken extensively on the matter, having also written a book detailing the types and how to take care of this. But there is a more knowledge which has been revealed to him through his research.
Makwande Baba wesizwe, inkosi yomsamo🐆🐆👏
Syabonga Baba Khabazela.kwande emakhehleni ngolwazi abasipha Lona ngawe.🙏🙏🙏🙏
Syabonga mkhulu ngicel usizo bo ngenamba yakhe ngafa ukugula kwehlula ngisho odokotela besilungu akucaci konakelephi
Sibonga kakhulu bawo mkhize ngokusichazela ngolwazi baba
Siyabonga bana ngokusichazela Indaba yokwembatha sibonga kakhulu
Siyabonga thina kuwe Mkhulu Gubhela
Naba abantu bokwethenjwa ay laba belokhu bestshela ngemikhovu nangeznyoka nangomantindane no tikoloshe
Syabonga ngolwazi Baba Khabazela eyi kodwa nglokhu ngkhale njalo ngalomuntu ohlale osa inyama ngemuva njalo mangbuka ama video lendoda ingigabisela ngenyama
Ngiyasola usya lona owosa inyama
Siyabonga Mavovo
Molweni tata ndicela ubuza ndizelwe ndembethe kodwa ingubo yam andiyazi yayaphi ngok ndihlutshwa ngamahlaba ndingendza njani
Salibonani bengicela I number la enginga kwazi ukuthi ngikhulume lo baba umkhize
Mina ngisa Cela ukubuza kubaba Uma wazalwa weza ngezinyawo kuye kwenziweni ekukhuleni kwakho njengami nje
Enkosi bawo
😢iyaphila lento yokhokho 😊
Sawubona baba. Kwenzakalani uma umama onizalayo wayembethe bese enezingane 9 bese sonke kuthiwa sazalwa sembethe kanye nabazukulu. Senzenjani makunjalo
Bhidlindaba kaluphuzi
Khabazela ngifuna ukuza kuwena nginenkinga kakhulu
Khabazela ngcela inamba baba
Right on time to disseminate knowledge
Siyabonga mkhulu
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga,nangamasiko? Deuteronomy 18:9-12,Mark 7:7-9,13.
Yey asazi awustsheli ngani ukuthi uthini safa uwee haw
Hamba uyotshela abakoMngomezulu leyonto yakho
Hai bo wena uke wambona yena lo Nkulunkulu o khuluma ngaye... look deep inside you... stop charging other people stuff u r lost thinking that you are smart...repent muntu omnyama...
@@thembamdlongwa5586 Yini e wrong kulokhu okushiwo yibhayibheli we Themba?
Okuwrongo yilo leBhayibheli lakho elabhalwa uDetronomy le eIsrael, uhlanganaphi nabo. Why ingekho incwadi eyabhalwa abakwaMngomezulu siyilandele haayi le eyaMaJuda.