- 53
- 1 093 434
ESIGODLWENI SEDLOZI KWAZULA'YITHOLE
South Africa
เข้าร่วมเมื่อ 17 ต.ค. 2017
Lapha kule channel ilapho uMkhulu Ngonyama Yomsamo Mngomezulu ezobe efundisa abantu ngolwazi lwesintu kanye nomongo wokwelapha kwendabuko phakathi kwesizwe sabeNgoni.
วีดีโอ
UMNDIKI NOMNDAWE KANYE NOMNONO (PART 2)
มุมมอง 3874 หลายเดือนก่อน
UMNDIKI NOMNDAWE KANYE NOMNONO (PART 2)
UMNDIKI NOMDAWE KANYE NOMNONO (PART 1)
มุมมอง 6464 หลายเดือนก่อน
UMNDIKI NOMDAWE KANYE NOMNONO (PART 1)
AMAQINISO NGAMAFUTHA ENKANYAMBA NENKOSAZANA.
มุมมอง 19Kปีที่แล้ว
AMAQINISO NGAMAFUTHA ENKANYAMBA NENKOSAZANA.
Sawubona mkhulu mina eyami yalahleka esibhedlela yantshontshwa ekhaya
Syabonga ngolwazi🙏🙏🙏
Siyabonga mkhulu
👏👏
Kwenzeka njalo kimi mkhulu konke 😢😢😢
Mkhulu nami ngazalwa ngembhethe kodwa akekho ozongenzela ngingazenzela nah? Kodwa ngzoqalangani
Mkhulu sawubona nami ngazalwa ngembhethe mnje ngenzenjani, yini okumele ngikwenze nkos yam akusalungi lutho kwanhlobo mnje
Thokoza ubongifonela
Yabhodla ngonyama yomsamo kwatsho kwavakala ngalesixwayiso ngibonga kakhulu ❤
Thokoza mkhulu,mina nginengane embili ezalwe zimbethe ngenhlanhla zikhona ingubo zazo nkinga angazi kwenziwa njani ima funa kumbula nhlanhla zabo kuthi zikhule nazo,ngybonga
@@ZillehSthole thokoza ubuka upart 2 wokuzalwa wembethe ukhona lapha
@KwaZulayithole ngyabonga ngisawuqalaza angikaze ngibone
@@ZillehSthole th-cam.com/video/XF8LUSxeOWA/w-d-xo.htmlsi=MBLMSbi_Hj38H4Hv
Purple limele ini ? Pls 🙏🏽🙏🏽🙏🏽
@@Mzansisrealconnections amakhehla
Kuyavakala khehla lam
Amen
Wayisho lento Mkhulu,Manje Uma ingubo ikhona ngisayiphethe ngenzenjani lapho.ngiyafisa ukuyilungisa
@@ZamantungwaMabaso-c8x Thokoza mntanami ungabuka upart 2 wokuzalwa wembethe ngikuchazile
Mkhulu benginenye inhlanhla mina umamkhulu wami wangilethelq inyanga ithi izovula ingubo yami kanti bazongithakatha bavalq yonke into yami
Mina nkosiyami ngazalwa ngmbethe bayintshosha insubordination yami ngiyacula manje ngiyathenjiswa kuphinde futhi kuthule nje umuntu uza impela ngize ngijabule emva kwalokho azithulele nje noma athi siyobuye sibone yooo kunzima
Thokoza
Kusho ukuthini kuphupha ugcokiswa buhlalu obumhlophe engalweni yangasokudla
@@PhindileMabuyakhulu-x6i Thokoza kubika ukuthi kukhona isimo senhlahla ezayo esidalwe esikwembethe
Kodwa mkhulu iqiniso lakho...uNkululunkulu aze akubusise...ungashitshi siyacela edlozini
Baba nginaye utwana owazalwa embethe bengingakagani ngasengiyagana koda ungowalana engigane khona akakaze izinto zakhe ziphumelele namanje ngingamlungisela kuphi kanjani
@@NompiloNkosi-s6g thokoza ubongifonela
@KwaZulayithole thokoza baba ngicela ukufona kusasa 🙏
Mmmmmm wayithinta into enjulile mkhulu ,siyathokoza mkhulu Mmmmm injulile ngeke
Amen 🙏 🙏 🙏
❤
Ngibingelele ngonyama ngihlushwa ukuvalekelwa amehlo angisakwazi nokufunda Kanti kulokhu kubikwa isabhulo kukhona other ubone ewasha izingibo Zani ezimhlophe ngingaludla ukhamba lwesembulo senhlanhla ukubambisa ngingakagcini ngokufanele
@@NonkululekoMpanza-zd2cf Thokoza yebo
amen mkhulu ngicela ukubuza ukunqwamba
Ngiyakubingelela mkhulu bengicela ukubuza ngesihlahla 0kuthiwa umnsinsi wokuzimilela ukuthi sifanele yini ukutshalwa ngaphakathi ekhaya.ngiyabonga
Yoh ngyabonga kakhulu mkhulu ukungvula amehlo
Wau syabonga kakhulu ukusifundisa into ebalulekile ngempilo yethu❤
Syabonga baba. Ukhule khehla. Walibeka iqiniso. Sikhathele manga ezinyanga nezangoma. 😭Hey. Kuyadlalwa ngath ngoba sihluphekile sinezinkinga. Nath sigijime senzenjalo. Weeee babo liyabhubha. Ake bafane nawo mkhulu. Thokoza
Thokoza Makhosi Bengicela ukubuza ngiphuphe ngiphuphe ngicosha intambo enemibala emibili white and blue, bese iba nezinaliti beziwu4, ngiyicoshile ngayidabula ngathatha inaliti, kwavela izinja zizongiluma ngalwa ngalezinaliti zahluleka, bengicela incazelo yalephupho
@@mxolisiKhanye thokoza mntanami ngithinte kulenumber 0736651332
Siyabonga Mkhulu🙏♀️Unkulunkulu acine❤
Thokoza mkhulu nami ngowomunye owazalwa wembethe umzimba wonke.abazali bami abangenzelanga lutho nezinto zami kwenzeka njengoba nje uyibeka 🙏🙏
🙏uzwakala kahle 🙏
Thokoza mkhulu ngicela ukuchazelwa ngiphuphe kungathi sisekhaya lomuntu wami sisemzini wethu kodwa endlini bekungelampahla esendlala nje phansi laesizolala khona ngabona sengiphandle kungathi ngilogogo edamini ngabona sekunetha imvula ngabona sekulomfula lapho usugcwele amanzi ehamba ngolaka but nje ebemanengi lamanzi kodwa ebengakho mahle ngabona sengibhukuda ukuze ngiwele ngale ngiye ekhaya mangifika ekhaya sengimanzi kwathi umntwana wanginikeza imphahla zokuntshintsha ethi ngezikasisi wami nantshintsha ngaphuma phandle phambi komuzi bekunesibaya emva komuzi kukensimu lobhudi keyena ubephumile ngathi uyedinga imbongolo
Eyi mkhulu wayibeka yacaca ngiyabonga kakhulu sengathi ungeyeke ukusifundisa sifunda lukhulu❤
@@JabuGumede-h1s ngiyathokoza
Ngibonga mkhulu isaluleko sakho waze wangingivula amehlo
Sawubona mkhulu ngiyabonga nginengane eyami yazalwa imbethe wonke umzimba kufihleke ngisho unyawo ngamtetela ekhaya ngayibona yonke kumanje ikhona into yakhe
Khuluma kuphela bafoooohhh!
Thokoza Mkhulu ngicela ukwazi utholakala kuphi kanjani.
@@NomathamsanqaSnuma 0736651332 Richard's Bay
Camagu Mnt'omdala 👋 Amafutha Enkosazana awekho
Camagu Tata ohhh Camagu mntumdala, ohhh Camagu Khehle😭😭😭🙏🙏🙏. Awekho amafutha enkanyamba
Syabonga Mkhulu
Thokoza mkhulu ngaphinda ngaphiwa ngugogo imbatho emroun beyiskert nejazi elimhlooe lebhanti eliyellow wathi kangiyothandaza entabeni
Ubongithinta eceleni 0736651332
Thokoza mkhulu Mina ngiohuphe ubuhlalu obuhlophe lobubomvu ngibufake esandkeni bukeskopela ngabekutsho ukuthini lokho
Amen khulu❤
Thokoza Ndauwe Makhosi
hhay ukhulumile baba cyabonga kakhul
Ay 😔inhlanhla embi man
Thokozani ngiyiyazithoba ubuhlali obu White and 3 red kuchazani
Thokoza ngithinte kulenumber 0736651332 whatspp
Labantu Baya ganga
Isbongo sam😊❤