Tsine labanye sesake sabitwa ngebatsakatsi kute lesambula sakhelwa Bo kutsi sicoshwe sachukulutwa sabindza inhlamba aynamatseli kodvwa kubulala leaves a scar that is so hard to heal ncesini boShandu Simakadze Abe nani
Kunjalo babu Mbatha ibuhlungu lento eyenzeka lapha emzanzi ngenhlamvu Cha iyasizwisa ubuhlungu 😢😢 every day .sifelwa ngaba mft njalo ngenxa yokuthengwa ...imali iyaphela what about loyamuntu omshi yise umndeni wakhe😢😢😢
Powerful message, it's true no peace,ukwenzile yena siyakubongela mbulali,but one day one zotholakala no matter what
Hhayi Baba ukhuluma iqiniso eish sungabulala umuntu ngokuthi ukuthukile nje 😢😢
manini mabethukelwani abantu kanti
Ey zyobuya kodwa induku, ophatha inkemba naye uhamba ngayo.
Inhlamba ayinamatheli yebo, kodwa imiphumela inesihluku,futhi usuke usuwedwa ngakho abantu abafani, mawukhuzwe lomdlalo wenhlamba 🙏🏽 kungasiphindi futhi....
@@zamothegodfather8392 yhooo
Justice for dubula
Ther is no excuse elubilaleni umuntu. Noma ngabe wone kangakanani. But ukukhipha umoegumulo is something else
Hey kubuhlungu kakhulu mh, ubhuti ebehloniohekile loya noma ngabe kukhona la eoohambuke khona koda usengaze abulawe ngibuhlungu. RIP BHUTI DUBULA uzilwele kakhulu
Udlala ngesikhathi madala kade bantu babulawa ngabe bayaziveza kube kunjalo nobugebengu ngabe abukho
And bhuti uqinisile akasoze aphumule
Siyabonga baba ukuthi usinike isithombe sokuthi kanti abamtu abathengiwe kade ngilokhu ngizihlupha ukuthi ngabe obani ngiyacabanga ukuthi kukhona okungasiza amaphoyisa ukuthi obani labo besengithi dudu emndenini😢😢
This man it just if bakuthengile or ukuthukile your comment is like u don't understand
Waze wakhuluma kabuhlungu baba.Wayithinta inhliziyo yami
Ulalekahle Dubulamavava sohlala sikukhumbula nezimpukane ezokuhlaza hayi hayi kodwa
Umufi usedlulile yobe sizwe sikaphunga noMageba lixoshwe libhekile. Bafana khuzekani nizoqatha izwe makunje. Nani makhehla ningaveli ngoba sekonakele khuzani ingane 🙏
Nami ngiyasho ngithi abakhuzwe besaphila ngoba nabo baziqedile izinkwa zamafamily eziny ngane bemosha amabrand wazo
Tsine labanye sesake sabitwa ngebatsakatsi kute lesambula sakhelwa Bo kutsi sicoshwe sachukulutwa sabindza inhlamba aynamatseli kodvwa kubulala leaves a scar that is so hard to heal ncesini boShandu Simakadze Abe nani
Mahle amagama baba ngyaxolisa ukuphawula
Unehlazo ngampela Baba... Isithombe sakhe solokhu simbuka njalo... Usibulele sonke xem ebesimkhonzile.... Inhlamba yake yabulala bani... Ngampela... Aninanembeza babulali Sies... Niyanuka phuhlu... Syanibongela nizowudla kahle uXmas no New year...😢🤞🏽
Yena ngeke ebe nayo peace 🤞
Yah ne
Ayibo ikulumo yakho inhle yona kodwa angizwakahle uma. Uthi uthuke umuntu Nala othi uthengiwe umuntu owabulala udubula. Angizwakahle baba
Ngempel uqinisile lobaba usungabulala umuntu for ukuth ukuthukile njengoba abantu bethukana kangaka nje uyobabulala beze bebebangaki
😭😭😭💔💔💔🙏🏾🙏🏾🙏🏾leyo mali ye gazi izophela😭😭😭💔💔💔
Tholukuth siphelil
Powerful message baba yinyaniso leyo rest easy Dubula
Zikhalile izingane zakhe lezonyembezi ezandleni zikaJehova, usazibuka uyazibala ukut bazikhale kangaki ziyimvula kuwe Mbulali zovuza izimpethu
Ngangithi libulala thina ma South Africa labulalana lodwa kwathi kwakhala nyonini kuleli
iqiniso nje ukuth akeskhuzane kodwa singabizi abant ngensizwa noma sebephum endlelen ngob abany abant baphila ngegaz labant ukbulal umunt akthathi lutho kbona .engath ingalala ngokphumula lensizwa🙏
Lomama wakhuluma sengathi uyamazi nje umunt obulale udubula😥
Umfazi noma ndodaa 😂
UMama yin lo ngath indoda 😂😂😂😂😂awkahle ngamahlaya😂😂
😂😂😂indoda le ngempela
Kahleni boh indoda lena
😂😂😂😂😂😂umama kanti futh lona
Jesu yaze yabuhlungu inhliziyo ukukhuluma komuntu obulawa inhliziyo nje ongeke enze lutho futhi ey isono lesi
Wena ubufuna enzeni?
Umndeni ngifisa usukume uDubula azilwele nombule
Ayikho into oyenza ingabona kali nale izola bayinyathele ngezinyawo
Igazi lomuntu liyazikhulumela kuJehova...ngeke asinde lombulali ngeke awuthole ukuphumula nakancane
Impela kunjal😭
Waze wamtshena kamnandi and uyabuka lapho ekhona uyangena ko Facebook Tik Tok TH-cam uyabuka uyawafunda namacomments futhi ezwe iznkulumo losathani kodwa naye kuyeza obulala ngenkemba kuyobanjalo nakuye 💔😭 kuyeza nakuwe ngiyazi uyafunda lapho ukhona
Mfwethu😢
Ukhuluma iqiniso baba akasoze angena izulu i wish ahlanye nasekhanda aze akhulume ngicela nimqalekise
Awusekhu nembeza kulomhlaba esiphila kuwo ukubulala kubo sekufana nokunquminkunku yakeyabulala bani inhlamba ngishumongameli uthukwa nsukuzaphuma hawu kodwa Nkosi ngonina nezingane zakhe😢😢
Manje ngoba nithi ubulawe umuntu amthukile ninabo ubufakazi balokho na??? Ake siyeke ukukhuluma into esingayazi bafwethu siyeke nomndeni wakwaMbatha ubeke uDubula ngokuthula singabi amajaji singenalwazi
OBaba bethu noBhuti bethu abadala kumele bephucwe ucingo. Angitshele nje ngempela uBaba kabani lona ozehlisa isthunzi kanje
😢😢😢 Ayi Ukhona umvelinqangi sham uzombona 😢😢
And ngeke ikukhule futhi ngeke injabulo ubenayo impilo yakho yonke ipeace soze wabanayo
Iqiniso baba ukhulumile
Ey kubuhlung kona ukuhamba komunt ngesandla somuny umuntu bt engat abant abasenanembeza 💔
Kodwa Bebenga buyisana bezinsizwa lena yokubulala umuntu . Ubuhlungu obuziwa u Mama wakhe bungefaniswe ukuba umzali akufaniswa Nalutho..
Masekukhuluma abadala iziqalekiso zyomlandela umbulali😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
Asbonge baba onendlebe uzwile
Hmmmm ay kunzima Jahova ngenelela nanxa syxzon sycela
Ey khona kubi akwenzile lomuntu angeke aphimule ngempela😭😭😭😭😭
Eish kodwa bakithi Le massage
Baba uke wamkhuza kodwa uDubula ethuka abantu?
Manje kusho kuth kmele abulawe yin Uma ethuka abantu
@@Majozilukhozi yathi ingoma wokhuluma nsizwa ubal,amagam,akho
Sebenzani I thuna finish Nani balandel yenkani INHLAMBA
Fhuthi uyohlupheka impiloloyakhe yonke isihlungu esinje unesono umbulali
Kunzima
Uqinisile mntu omdala but nathi akhe sifunde ukuthi ukuthuka abantu akusisizi ngalutho nam sengasho ukuthi lo ubulele unecala and impela ngeke akuthole ukuphumula ngesenzo sakhe esibi futhi nale nzizwa ingasekho isancane umfo ka Mbatha uma ebengathukanga muntu ngabe usaphila asicabangeleni ingane babhemu before senze izinto😢😢
Kunjalo Mnewethu iqiniso alibuqedi ubuhlobo uyojezumbulali unombeza awugezwa ngentelezi
Ey kunzima
Uwabekile bawo ❤
Nkathi seniyamazi kanti futhi wowu ayikhale 😅😅
Ufuna ukuva nabakhalayo ngoDubula umane ebukela konke kodwa iyaphela imali noba ingakanani uzosala exwebile
Qinisile baba, Tv iyohlele idlala. Kodwa benicanga nje,izinkabi zisenawo nembeza ? Angiboni ukuthi usekhona
Kubuhlungu ukwenzile yena kodwa ngenyimini siyobheka kuye leso sibhamu zilwele Dubula ngiyamenyanya owakhanda ibhamu bayaphela amafowethu
Obhuti bethu obaba bengani zethu obaba bethu senasombulula ngesbhamu umshiza nehawu sekwashonaphi thina saz kwazulu umuntu elungiswa ngomshisa ikhanda libe bovu ensizweni kodwa awusekho unembeza senimane niqhofoze nje kuhle komuntu obulala maqanda ngyazisa mna mhla sithola umbiko wokuthi sesikutholile isbhamu kaz siyojabula na njengoba senza mangabe kushonwe kweminye imizi kahleni ukusihlaza sesiyanisaba ningobaba bengan abafowethu obaba bethu omalume ngoba asaz yin le eniyidlayo egoli edala ukuth ubuke umuntu epaquza igazi lakhe lichitheka ngesandla sakho cha uphelile uzulu ngfikelwa ukwesaba nosizi makunjena yebo niyasho ubedelela uDubula uSimpiwe Majola yena wenzeni haibo akekho ofanelwe ukufa
Aw ubaba wasekhuluma ngokuthi udutshulelwe ukuthuka inhlamba wazi kanjn baba ay ngathi kumele ake athi ukuchaza lobaba
Kodwa mengabe kuthengwe inkabi ukuthi imbulale wee inkabi azisashawa unembeza la ekhona ulala ubuthongo usekhohliwe nokuthi ubulele umuntu ey futhi kodwa ezulwini kuyayiwa umuntu nomuntu uyovuna akutshalile😢
Akaz nanyaka🤔😅
Aibooo kanti ubulawe umuntu obemthukile🤭
Kodwa shandu kandaba uhambe Kahle mthiya nasentendeni yesandla iyenela 😭😭😭😭😭😭😭😭
Awu ngo Dubua
Kubhlung mfweth😢
Akusetshenzwe umzimba
Ngcesini South Africa
Weeeeeee shembe yeka sebeku cinga nawe sebefuna kuku dubula
Kodwa baba amazwi akho mahle kodwa ukube wa washo kuye esathuka abantu ngabe kuncono.
Auu wena suze uyaguga khona owakambona enza leyonto kudala sibulawela abantu esibathandayo kodwa lutho ubulungiswaa mnje khane ubona ukuthi uyoyisola lona ombulele wazingani ukuthi uyobe engaqali ngaloyo dubula into ayijwayele🙄
💔💔💔💔eyi kubuhlungu xem
Bayibulala ingane 😢
Akangakutholi ukuphumula udoti efe kaningi egeze ebuye enye . Nakho lokhu okubizwa izinkabi okunganamasende kuZithutha ngoba nakho kuphila impilo emfushane ngathi izimpukane kuqedana kokdwa ngoba akuthembani .
😢😢😢kwaze kwabuhlungu kodwa yaz
Kunzima😭
Fth. Iqiniso elingenakuphikiswa kube izinkab zyayiyeka lento umunt Uma efuna kubulala akazibulalele yena munt fth kuyimanje akabulal uyasikhohlisa uum
Ai inehlazo ngempela usathane
Mmm😭😭😭
Mtshele baba , kungaze kufe umuntu ngenhlamba nje unembeza Kade wafa ebantwini sibuhlungu shame ,
Awsekho
😭😭😭😭😭😭💔💔💔 Thixo wam
😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Kanti ubulawe umuntu amthukile?
Uphi lo weLasta ngathi akasaposti kulezinsuku???
Igazi liyakhuluma uyozikhulumela ngelinyi langa
Ayinamatheli inhlamba uyolala ephuze ugologo njalo ezama ubuthongo
Yhooo
Wake wakwenza wabona kut akulaleki noma uyacabanga nj ngoba wena ngeke kulaleke kuwe
Ubulawelwe ukuthuka umuntu yini Kanti?
Inhlonipho kqala singaze sifike la.... lobaba khulum ngath uyamaz nj mbulali
Yoh yakhuluma lendoda
Iyathinta
Kanti webafwethu kwastivu awekho yin ama camera noma ngabe akabonakali tiktok loh somkhipha
Yah ne
Awbakithi ubuhlungu obungaka
Ubaba olahlile lo
Zayibulala ingane izinja nxa
Cha futhi unembeza uyamshaya la ekhona umbulali😢
& uyazisola manje
Kunzima🥺
What if bekadla umfaz womuntu ke.before kusolwe abanye abantu
Abantu abasen nembeza ezwen salu subuya Nkosi Jesu
Kunzima🥺
Kube ubeqale kubo wayobheka ubezokbona ukbaluleka kwakhe. Zinyembez zomfelokaz ziyakhuluma
😂😂😂 yashumayela inceku
Ubuntu kanti bayaphi south Africa umntu akanazwelo lothatha nje umphefumlo womntu kweze kwanzima uphila south Africa hayi ndiyayihlonipha lento 🔫😢
Abusekho sdalo ubunt
Eish 😢😢😢😢😢
😭😭😭😭😭
Kunjalo babu Mbatha ibuhlungu lento eyenzeka lapha emzanzi ngenhlamvu Cha iyasizwisa ubuhlungu 😢😢 every day .sifelwa ngaba mft njalo ngenxa yokuthengwa ...imali iyaphela what about loyamuntu omshi yise umndeni wakhe😢😢😢
Khuluma ngane yakwethu kodwa ababulali bayatanasa nje apha emzantsi Naba babulali bakasenzo betanasa zange kubekho namnye oboshwayo Phelan 10yrs manje emzantsi bulala umuntu Fana nobulala uphela unembeza yinto engekho
Ngiyabingelela ngingumama umkhonto ngibuhlungu ngokwenzeke kudubula angisiye umuntu ongenakuTiktok kubuhlungu okwenzekile ngizele abafana kubuhlungu kakhulu ingabe mbulali uzophelelaphi ngiyaxolisa kubantu bakwaTiktok ngizoqala ukungena kuTiktokngesimo ezenzekile angisinguye umuntu waTiktok ngumakhosi nje owathwasa ngokweqiniso umndeni wakwambatha awulale ngoxolo ngiphinde ngithi mndeni wakwaTiktok nilale ngoxolo ngikanyenani kulesi Simo enikuso ngicela ukulukulu anibusise Uma seniyobeka udubula mina ngiseMandaden😭😭😭😭😭😭😭ngikhalela nawe mntanami mngibe ukumbona kocina qina mntanami ngikuzwela kakhulu mfana wami mgube ukulukulu kucine ngoba awukho udasibhini wokulahla umuntu niqine zingane zami uTiktok usitshengise okuningi😭😭😭😭😭
Cha mzali isono sokweyisa abantu siyobuzwa ebazalini bakhe ,sonke sikhule lakuthukwa inhlamba kodwa Sasikhuzwa njalo uze udliswe upelepele kuthiwa phimisa uzushayiwe ,umuntu onjan ongakhuzwa , iskhathi manje a Sokukhuluma iqiniso umlomo uyabulisa ubomhlonipha omunye umuntu ngisho engaba kude kangakanani
Ngilunge ngingawadlali lamasimba enu o tik tok..ubaba kaban nje lona 😢
😂😂😂😂😂😂😂😂awukahle mfe2 yaz
Okusalayo ukhulum iqiniso
@@MawenzaButhelezikube ukhuluma iciniso ngabe abantu ababulawa nobugebengu ngabe abuseskho manje kuphi khona
@@MawenzaButheleziakasale eyolifakaza e court unolwazi lomama ngombulali
😂😂😂😂
Izodlali film not I tv😂
Labobaba abakhulumela safuth kangaka bavelaph. Baphucen amaphone ngeke
ngoba niyazi ukuthi uDubula ubulawelwe ukuthi wathuka umuntu aniyingani emaphoyiseni niyosho ukuthi ubani ombulele
Dakiwe wena,uylalelile yonke lenkulumo yonke noma umlomo omanzi nje
Mina nophikisana uma nithanda inhlamba nokuhamba ukhuluma izinto ezingasile emphakathi nisazofa ukubukisa ngempumelelo yakho abantu laba mina angifisi ukuduma ngoba angikwazi ukuzigada ngomunye ongasheshe azifele