UMavava ekhuluma godaba Lokushaywa kwaBobo...| wagcina ethukwa Dubula

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 13 ธ.ค. 2024

ความคิดเห็น • 87

  • @SiphoMkhululi
    @SiphoMkhululi 2 วันที่ผ่านมา +7

    Umavava wayekhuluma iqiniso la yezwa wayengathuki inhlamba abafowethu bona ngokuthuka mina bayangixaka ukuthi mawulandela umculi omthandayo ujampela kanjani kumnye ongamlandeli bese uyamxeka uma ulandela iqhawe lakho phelela kulo ayi kumculi ongamlandeli angiphathi Uma usuthuka inhlamba usuthuka labo balandeli baloyo mculi ongamlandeli futhi ongabazi nokubazi manje ucabanga ukuthi uma sebekubona uthi kuyoba njani bafowethu msani ukuzifaka engozini enganasidingo uyabona nje mina lokhu ngamlandela ukhuzani 2011 kodwa angizange ngathuka muntu ngamlandela Uma ngingaphosisi yi album yakhe yokuqala isihlahla samavukana Mina mangiphawula ngihlala ngincoma iqhawe lami ngithi yinkosi yomasikandi jikelele up khuba up angithuki abalandeli baka mthandeni ca khulani bafowethu singabantu abamnyama sonke akusho ukuthi masithanda abaculi abahlukene sekumele sithukane kuze kwenzeke izinto ezibuhlungu kanje lento asiyithathe njengomdlalo ukuthi ulandela ukhuzani noma umthandeni sike sihlangane sose inyama sijabule ngcabanga uma singenza njalo kukhona okuhle abangasenzela khona okuhle njengabalandeli babo behlangeni cishe kungagcina sekunemicimbi yabalandeli ukuthi sizobonga abalandeli ukhuzani usephumelele empilweni umthandeni usephumelele empilweni angeke behluleke ukukwenza lokhu engikukucabangayo bafowethu ngiyacela ningiseke kulokhu ligcine leliphupho lifezekile ngiyacela ma blue nation amahle kudala siwathengela ama CD amaqhawe ethu ngalesa sikhathi sama CD uyabona manje sesiyaphela isikhathi sama CD ngiqonde ukuthi angeke amaqhawe ethu ahluleke ukwenza umcimbi wokuthi. Sibonga abalandeli festival umbono wami ma blue nation ngiyabonga 💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙🙏

  • @MaqhingaNdlela-mq8hp
    @MaqhingaNdlela-mq8hp 3 ชั่วโมงที่ผ่านมา +1

    Mina ngifisa ukuzwa ukuphawula kukaBobo ngakho konke nje lokhu osekwenzekile uthini yena

  • @ernest9605
    @ernest9605 2 วันที่ผ่านมา +3

    Nawe mavava wakhuluma amasimba ngomuntu ecishe wafa ngoba weseka umkhaya wakho

  • @SphiweDlamini-f9t
    @SphiweDlamini-f9t ชั่วโมงที่ผ่านมา +1

    Vele wabheda lana umavava lona

  • @scebihlatshwayo4036
    @scebihlatshwayo4036 หลายเดือนก่อน +4

    😂😂😂😂😂😂 khaya lakwaskanda akudlalwa kuyanyiwa straight

  • @user-Avuyileo8s
    @user-Avuyileo8s หลายเดือนก่อน +7

    ❤ukhuluma iqiniso umavava

  • @JabulaniMbatha-h2l
    @JabulaniMbatha-h2l หลายเดือนก่อน +4

    Mavava uyalikhuluma iqiniso kuzomele ubobo nokhuzani bayilungise lento bese beqhubeka nomdlalo wobunsizwa kumaskandi singaxabani ngeqiniso kodwa kube umdlalo wezinsizwa

  • @sandiledlamini9114
    @sandiledlamini9114 หลายเดือนก่อน +3

    Bhuti wami wakhuluma kahle Mavava

  • @HistoricalBiyela
    @HistoricalBiyela 3 วันที่ผ่านมา +3

    Umavava wayekhuluma iqiniso

  • @ZamilFunds
    @ZamilFunds 2 วันที่ผ่านมา +1

    Uthini yena uBobo manimbuza ngoDubula

  • @ttkamara1193
    @ttkamara1193 หลายเดือนก่อน +3

    🎉uMavava wakhuluma kahle kakhulu kwaba ukuthi ulalelwa isilima esilalele ngemizwa savele samthuka but ukhuluma into e clean u Skhakhane ❤ why bengamkhuzanga ubobo makukhulunywa ngokuchitheka kwegazi nokuthuka abalandeli 😂 sevezokhuza manje ngoba selimshayile igoli 😅 GP Kagiso community 🎉 Well done ❤

  • @khulekaningema825
    @khulekaningema825 หลายเดือนก่อน +3

    Mina ngivumelana no bhuti Mavava awukwazi ukuthuka abantu abangakwenzanga lutho bese ufuna ukuba I victim sorry

  • @MadodaKunene
    @MadodaKunene 21 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    Kodwa nangu umuntu ushonile bafwe2

  • @bhekindlovu6823
    @bhekindlovu6823 2 วันที่ผ่านมา +1

    Uqinisile Mavava

  • @senzanithendele1619
    @senzanithendele1619 วันที่ผ่านมา

    Phuma kuTiktok ndoda nasenganini uvikele isithunzi sakho , into yenu iyovusa impi zezigodi nibadala lingaka.

  • @vusumuzimboma2278
    @vusumuzimboma2278 22 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    Ayivalwe manje lenkulumo iqhatha abantu

  • @nkocyngwazi2884
    @nkocyngwazi2884 หลายเดือนก่อน +3

    Ngivumelana no mfoka Skhakhane

  • @mvuselelindlovu7209
    @mvuselelindlovu7209 หลายเดือนก่อน +2

    Mavava ndini ukhuluma amasimba nje akukho nkulumo eyakhayo la niyeke ukuncetheza nina zinja enithi umavava u right mawukhulile awuyingqungquzeli into engakhi ukuthi iye phambili

    • @NdabezinhleSikhakhane-k9k
      @NdabezinhleSikhakhane-k9k หลายเดือนก่อน

      Awu

    • @ZULUGAMER365
      @ZULUGAMER365 หลายเดือนก่อน

      Ukhuluma ubuthuvi lo emdala ugane uKhuzaneni yena

    • @NdabezinhleSikhakhane-k9k
      @NdabezinhleSikhakhane-k9k หลายเดือนก่อน +2

      @@mvuselelindlovu7209 le yakho iyakha yin njengoba ukhuluma kanjena nje

    • @KennethMdlalose-ei5on
      @KennethMdlalose-ei5on 2 วันที่ผ่านมา

      Ngthi yini egulayo ukuthi sngajabulelala islilo

    • @kwaziemtungwa-vb3iv
      @kwaziemtungwa-vb3iv 11 ชั่วโมงที่ผ่านมา

      Hloniphani amagama wabantu madoda lizele kubuhlungu ukukhula uyintandane ubabawakho ecele ubala angcono afe azama phela umnotho not amasimba

  • @azariathabethe5193
    @azariathabethe5193 หลายเดือนก่อน +2

    UKhuzani umuntu ebekmele aphawule kulento uMavava mdala kabi ukuthi angahamba ezigaxa ezinkulumweni ezingenalo negama lakhe, ngaphandleke uma enenhliziyo engenakho ukuthula empilwen yakhe

    • @ChleKhumalo
      @ChleKhumalo หลายเดือนก่อน

      Kunjalo nje

    • @Mhlonishwa-c9q
      @Mhlonishwa-c9q หลายเดือนก่อน

      U-Mavava ulandela uKhuzani lesisbhucu ekuthiwa uBobo sathuka abalandeli bakaKhuzani nithinike nina?.

    • @azariathabethe5193
      @azariathabethe5193 หลายเดือนก่อน

      @@Mhlonishwa-c9q uBobo wabiza igama likaMavava?
      Ungaqali uphendule phindela uyofunda kahle ukuthi ngitheni

    • @Mhlonishwa-c9q
      @Mhlonishwa-c9q หลายเดือนก่อน

      @@azariathabethe5193 Ngikuzwe kahle ukuthi uthini ngithi mina "UBobo uthuke nabalandeli bakaKhuzani laba uMavava naye ayinxenye yabo" uthinike wena? Ingabe uthi uMavava iyodwa into ekumele imenze aphawule ngezinto ezenzeka kwi-social media "its when ku-mentionwe igama lakhe?" Bangaki abantu abaphawula ngezinto la kwi-social media ezingalifaki nhlobo igama labo worse part-ike uBobo uthuke abalandeli bakaKhuzani laba naye uMavava naye ayinxenye yabo uzothi wena uMavava uyazigaxa kanti nibuye nicabange kanjani nina? OMavava umfoka Skhakhane abalandeli abaziwayo ukuthi bacheme udede nje neNdlamlenze kwayena uBobo uyakwazi futhi lokho naye uDubula lo uzothi wena kufanele bathule uma bethukwa yisbhucu nje somuntu. Umuntu uma ethuka nina awukwazi ukuzikhipha uthi "Hhay akangithukanga mina uma ethuka mina ubezongibiza ngegama" ubugwalake lobo. Nanokuthi nje umfoka Skhakhane akazange athi uBobo umthukile..

    • @Mhlonishwa-c9q
      @Mhlonishwa-c9q หลายเดือนก่อน

      ​​@@azariathabethe5193Ngikuzwe kahle, kusukela nini ukuthi umuntu kufanele aphawule ngento eyenzeka kwi social media kuphela uma kubizwe igama lakhe?. Uma ethi uBobo sizimpukane eziluhlaza, sidla uthuvi bukaKhuzani, siyimkhovu ingabe ayimthinti umfoka Skhakhane njengomlandeni kaKhuzani naye iyoze imthinte uma sekubizwa igama lakhe siqu? Uke wamuzwa yini umfoka Skhakhane ethi uBobo uthuke yena? Mina ngimuzwe ethi "Kwababhlungu ukuthi izingane zabo uma kukhona umuntu abamlandelayo zazi ukuthi ukuthi bazimpukane eziluhlaza .... sikuzwe ngaye uBobo ukuthi esidlangalaleni umuntu uyafiselwa ukufa.....ufuna athini uMfoka Skhakhane ufuna ethi kwaba mnandi ukubizwa ngezimpukane? Aphinde athi kwakungaqondiswe kuye yet ezazi kahle ukuthi naye ungumlandeli kaKhuzani futhi naye uBobo lowo ukwazi kahle lokho naye uDubula lo?. Kanti nibuye nicabange kanjani vele?. Ufuna ukungitshela ukuthi njengoba ulapho nje uma kungafika umuntu anithuke nalabo onabo lapho uma ungewedwa ungavele uthi wena "Hhay ubengathuki mina, if ubethuka mina ubezobiza igama lami?" Ubugwala lobo, uMavava sinaye ngapha kwaguqa ucheme udede neNdlamlenze naye hhay ngemfihlo futhi manje wena ufuna ukuthi uma kuqhamuka isbotho esinjengo Bobo sithuka wonke nje umuntu olandela uKhuzani azihlangule yena athi cha ubengambali yena yena ubethuka abanye nje abalandeli bakaKhuzani hhay yena?. Ningadlali ngathi bakithi size sbone asnankinga nokuchema kwenu kodwa phela cabangani ngendlela e-right neneqiniso phela nani nje kuzoqhamuka isbotho siKhulume kabi ngaloMthandeni wenu angeke nithule futhike nje nina anithuli ngisho kungazange nje kukhulunywe kabi ngaye nize nincamele ngisho nokuchukuluzana nabantu ngenxa nje yokuthandazana naye "Idolize"..

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on 2 วันที่ผ่านมา

    Ubobo bambuza ukuthi if ukhuluma kanje abalandeli abazokuthuka xasethi kobe kuwulandeli onje onje loyo. Ayi ukuthi wakhuluma nabo bonke kahle kahle bayekhuluma newengu

  • @djscwephemsuthu5306
    @djscwephemsuthu5306 หลายเดือนก่อน +3

    Impukane ngempela uMavava 😮ndunu yakhe

    • @ThembelaniMthembu-u3f
      @ThembelaniMthembu-u3f 3 วันที่ผ่านมา +1

      Uyanqena ku mtshela

    • @HistoricalBiyela
      @HistoricalBiyela 3 วันที่ผ่านมา +2

      Amaziwi akho abonakalile mfwethu azwakele ezindlebeni weynsizwa kulungile nam ngumlandeli kakhuba kshuthi sizimpukane ngelinyilanga uyowakhumbula lamazwi akho ayi comments Kahlen kusdelele njalo

    • @NtombiMkhwanazi
      @NtombiMkhwanazi 2 วันที่ผ่านมา

      ​@@ThembelaniMthembu-u3f😂😂😂

  • @thubelihlemaphumulo8605
    @thubelihlemaphumulo8605 หลายเดือนก่อน +2

    Yazi mavava akanabukelisi iqiniso kukuweke ukuthi ulithatha kanjani

    • @Vezi864
      @Vezi864 หลายเดือนก่อน

      Uyalukhotha ugqoko Mashimane?

    • @Mhlonishwa-c9q
      @Mhlonishwa-c9q หลายเดือนก่อน

      Uqinisile uMfoka Skhakhane lapha angeke phela sibe zimbulu sonke iso ngeso bhuti akukwazi phela ukuthi izinkulumo ezinohlevane zibe zinhle uma ziQhamuka kuBobo bese kuthi uma sezibhekiswa ngakuye naye sekuba kubi khohlwani lapho..

  • @falakhendlela1608
    @falakhendlela1608 หลายเดือนก่อน +2

    Mavava mfw2 akukhulunywa kanjena

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn หลายเดือนก่อน +2

    Manje kuryt ukhuzani yena evalele abanye abaculi ethi makukhona dlubheke akayi kulow mcimbi😢

    • @SiyabongaLithuli
      @SiyabongaLithuli หลายเดือนก่อน +1

      Yebo Kuba wathi yena akayi lilungelo lakhe Uma engafuni

    • @NkosinathiMncwango-oe4kn
      @NkosinathiMncwango-oe4kn หลายเดือนก่อน

      @@SiyabongaLithuli angikhulumi nawe 🙄 kodw ke wesdikiselo

    • @Gqisha
      @Gqisha หลายเดือนก่อน +1

      🤣😂🤣😂🤣😂🤣🤦🏻‍♂️​@@NkosinathiMncwango-oe4kn

    • @NkosinathiMncwango-oe4kn
      @NkosinathiMncwango-oe4kn หลายเดือนก่อน

      @@Gqisha bayasbhedela Laba😂😂🤦

    • @bhekindlovu6823
      @bhekindlovu6823 2 วันที่ผ่านมา +1

      Why abaculi bengazi lweli bona bodwa??

  • @SphamandlaMakhaye-h5r
    @SphamandlaMakhaye-h5r 3 วันที่ผ่านมา +5

    Kanti yini le eyakhulunya umavava le yacasula u Dubula

    • @CuzukoChiya
      @CuzukoChiya 2 วันที่ผ่านมา +2

      Yeyi mf2 nam ngiyafisa ukwazi ukt wacasulwa yin uDubula ukuze athuke uMavava

    • @lungelomajola7522
      @lungelomajola7522 2 วันที่ผ่านมา

      Waye sezibizela ukufa angithi washo ukuthi akemesabi

    • @CuzukoChiya
      @CuzukoChiya 2 วันที่ผ่านมา

      @lungelomajola7522 kodwa waxolisa mf2

  • @nkosinathimkhize9072
    @nkosinathimkhize9072 หลายเดือนก่อน +3

    Yini kanti uMavava nimveze njengomuntu oyislwane ? Sengilalele izinkulumo zakhe cishe ezimbili ezahlukene lomuntu uyaphila futhi ukhuluma inkulumo eyomile futhi akasabisi muntu

  • @NtetheleloAubrey
    @NtetheleloAubrey หลายเดือนก่อน +3

    Winkunzi mavava iqiniso iqiniso

  • @Khanyisa-gv1tk
    @Khanyisa-gv1tk หลายเดือนก่อน +1

    Kwakubangwa iqiniso elingenakuphikwa kodwa-ke ngoba zinsizwa lezi zizoyilungisa lenkinga yazo kahle ayingempi

  • @jabulanimdluli4777
    @jabulanimdluli4777 หลายเดือนก่อน +3

    Mavava wena ungena kuphi cz wayefisela ukhuzani not wena and vele abalandeli bakakhuba baziphethe ngo plastic

    • @ZULUGAMER365
      @ZULUGAMER365 หลายเดือนก่อน

      Ubunina kulobaba omdala yerrr

  • @kevinjay3833
    @kevinjay3833 หลายเดือนก่อน +1

    Kwanaye loMnikazi we fortuner isbhucu esikhuluma izinto angahlangene nazo

  • @NompiloNgcobo-nz2po
    @NompiloNgcobo-nz2po 4 วันที่ผ่านมา +5

    Niziqopha nishiye ubufakazi ufile umuntu asele amagama sekwenzekile😂😂😂😂😂😂.

    • @NokwandaSibiya-p1e
      @NokwandaSibiya-p1e 24 นาทีที่ผ่านมา

      Wase wahleka 0
      Pho ?😳 yin ehlekisa ngokufa komuntu?

  • @khumalo851
    @khumalo851 หลายเดือนก่อน +5

    Mxm akafusenge lo Mavava abaculi bayatalabhana abekho crc uBobo wayezidlalela ezifunela itrend ngoba ezifunela abalandeli ukuthi bemnake coz wayezokhipha

    • @Mhlonishwa-c9q
      @Mhlonishwa-c9q หลายเดือนก่อน +2

      Unamanga uBobo akadlali futhi u-Crc iyodwa nje into o-right ngayo ile yokuthi uzifunela abalandeli nokuthi nimnake. Uma lukhona uhlobo lokudlala olufana nesenzo sika-Bobo senihlulwa yini-ke ukubona ukuthi uMavava naye uyadlala akekho Crc..

    • @sithembisongwane2137
      @sithembisongwane2137 หลายเดือนก่อน

      Okusho ukuthi bonke laba abathi bavalelwa uKhuzani bayadlala, pho why nina balandeli abazonda iNdlamlenze nibathatha seriuos ngamanga abo?

    • @khumalo851
      @khumalo851 หลายเดือนก่อน

      @@Mhlonishwa-c9q wayedlala nje ukube wayengadlali wayezom4nela uKhuzani esho ukuthi ndoda angiyithandi lento or eye kuKhuzani efike emfake inhlavu ukube waye crc not ukuthi eze kutiktok or kuTH-cam or kuFacebook if indaba wayiletha kuFacebook usuke uzidlalela ake nifunde kuMbeje kunini ethi uMbeje uzobulala uMnyovu uSwidi ehlezi ethi uzoshaya uMbeje uMnyovu ethi uzoloya uMbeze lento ya social media kumele niyiqonde ukuthi into yokuqoqa i attention ukuze uzonakwa if uwumculi. Not ukuthi baxabene ngempela so nawe dlala ingoma uyeke umuzwa wokuthi une G spot uthanda abafana uze ngothando.

  • @BusiMthethwa-x7j
    @BusiMthethwa-x7j 2 วันที่ผ่านมา

    Sathukwa singenze lutho kodwa senani nhlamba yinamatheli

  • @celiwekunene2506
    @celiwekunene2506 วันที่ผ่านมา

    Ungaze ufisele umuntu ukufa ngoba nakhu ulwela omunye umfana nawe nje uwrong kwakungamele uphike neslima

  • @NkosinathiButhelezi-v8k
    @NkosinathiButhelezi-v8k หลายเดือนก่อน +2

    Aii cha wayebheda nje lomuntu abantu iqiniso kshuthi abalazi yini...ayikho nje lento eyayikhulunywa ilomavava ebudaleni bakhe

  • @falakhendlela1608
    @falakhendlela1608 หลายเดือนก่อน +1

    Unifaka mavava ngoba nishidabisa omunye umfana.

  • @SizweCele-b4n
    @SizweCele-b4n 3 วันที่ผ่านมา +1

    M kwaze kwanzima lento akufanele engabe ikhulunywa kanje kufanele ngabe kwakhiwa isixazululo nokuthelelana amanzi ngoba if kukhulunywa kabi ngabanye kusazolinyazwana ngifunga uma

  • @hlengiwedlomo4151
    @hlengiwedlomo4151 วันที่ผ่านมา

    Mh kunzima kanti kujule kanje bengingazi

  • @vincentgumede1833
    @vincentgumede1833 หลายเดือนก่อน +1

    Nibadala bobhuti awasekwa amanyala

  • @SakhiseniMbatha-j3l
    @SakhiseniMbatha-j3l หลายเดือนก่อน +1

    ALIKHO NJE IQINISO LA

  • @khethabantu228
    @khethabantu228 วันที่ผ่านมา

    Yebo kunjalo bhuti

  • @sbonelohadebe7887
    @sbonelohadebe7887 หลายเดือนก่อน

    Dankie mavava

  • @Vezi864
    @Vezi864 หลายเดือนก่อน +1

    Ai uyabhayiza mavovo

  • @Charlescharles-m1y
    @Charlescharles-m1y หลายเดือนก่อน +1

    Waziphoxa lo Mavava..Wena ungena kuphi

    • @LundiMandla
      @LundiMandla หลายเดือนก่อน

      thula ngoba kuyacaca uyafika kumaskandi

  • @sbonelohadebe7887
    @sbonelohadebe7887 หลายเดือนก่อน +2

    🎉mavava

  • @luckymduduzi6251
    @luckymduduzi6251 หลายเดือนก่อน +2

    LoMavava wakhona uyisincela mthondo sika Khuzani uma sebemthuka oDubula bese kzogqanyiswa ukuth mdala, mayemdala ubekwa yin lah? Lapha ezinkundleni zokuxhumana ngeke sizwe ngaye lah phela akukhona eRenki lah asatshwa khona akuncengwa muntu lah.

    • @phindileliyanda1668
      @phindileliyanda1668 หลายเดือนก่อน +1

      Awumsabi wena?😏

    • @Mhlonishwa-c9q
      @Mhlonishwa-c9q 2 วันที่ผ่านมา

      ​​@@phindileliyanda1668Ngiphinde ngizibuze nokuthi nje ilona liphi igama elikhulunywe uMavava elibi kulenkulumo ehlambuluke ngaloluhlobo noma isono ukuba ngumlandeli kaKhuzani yingakho esethukwa ngaloluhlobo?.

    • @sphamandladlungele2310
      @sphamandladlungele2310 2 วันที่ผ่านมา +1

      RIP in advance

    • @NtombiMkhwanazi
      @NtombiMkhwanazi 2 วันที่ผ่านมา

      Awumbuze...​@@phindileliyanda1668