Thank you Baba for this message I really needed to hear this I'm one of those who have been passing through all that you mentioned but I couldn't understand why people hate me so much for doing nothing and even calling me a witch. You were sent to speak to me today
I just stumbled into your channel and this video made a lot of sense to me nd explained why things happen the way they do.... ngi bonge kakhulu unkulukulu abusise..... Thokoza mtane thonga
Siyabonga kakhulu👏 imfundiso nokus'khulisa....ngiyacela, maybe for next topic ungakwazi ukusikhanyisela ukuthi 1.idlozi liyakwazi ukukhethela your wife and your husband, uzobona kanjani. 2. If idlozi lifuna ukuqalisa your spiritual journey, ekhona umuntu othandana naye, idlozi liyakwazi ukumsusa for that period of time uze uqede?
Thank you Baba for this message I really needed to hear this I'm one of those who have been passing through all that you mentioned but I couldn't understand why people hate me so much for doing nothing and even calling me a witch. You were sent to speak to me today
Me2 nginenkinga efana neyakho straight
I can relate to your situation
Siyabonga makhosi ,mina iyangikhathaza lento yokuba nezitha ezivumbuka eskhaleni ngoba nginolaka sometimes ngiye ngicabange nokulwa kanti nokulwa lokhu angikwazi ,ngiyajabula ukuzwa ukuthi kuzodlula 🙏🙏
Hey nkosi yam yimi loyo muntu mina angihlali isikhathi nabantu bayangikhathaza nje and angizwani nomsindo futhi ngathi ngahlala ngedwa endaweni ethulile
Thokoza bantu abadala ..ngiyabonga ukudeqwayisa ezinye izinto zisiphatha kabi size sbone kwangathi kuyikinga ukuba nesiphiwo sabantu abadala..👏thokozan
Siyabongo mfowam lezinto ozishoyo ziyayenza sense actually yonk into oyisho Kuma video akh ayusizo olukhul empilwen yam thank u
Siyabonga makhosi hey kunzima ngempela mina mangihleli nomuntu aloku akhuluma ebanga umsindo kuayafika nje ngizithulele ngaphenduli and usuke angikhathaza kuvele ukuthi ngalala nje kuthuleke
Wow Mkhulu I agree with you Mina ngangimphupha partner wam ngiboniswa izinto ngaye and we never lasted wayengisebenzisela nomuthi
Asibonge mkhulu kunjalo yebo phela ukubuka njengesithutha ngoba uzithulele usuke ubaleka umsindo 👏👏👏
Sbonge mkhulu,konke loko kuyenzeka kimi,ngyabonga kakhulu mkhulu,thokoza 👏,amathonga wakho akwandisele 👏❤
Siyabonga mkhulu ngicela ukubuza ma idlozi likhuphuka kodwa lihlehle lingakhulumi ungenzenjani ukuze likhulume mkhulu
Emakhosini lidinga ukulungiswa nokulothwa
Thokoza khehla uMdali NeziNyanya zakho zikwandisele izibusiso. 🙏🙏🙏👋👋👋
I just stumbled into your channel and this video made a lot of sense to me nd explained why things happen the way they do.... ngi bonge kakhulu unkulukulu abusise..... Thokoza mtane thonga
Thokoza mkhulu syabonga ngolwazi osipha lona
Thank you Mkhulu, u have just healed me
Syabonga baba ngolwazi lwakho , osukushilo konke kuyenzeka kimi bt angaz ngenze njn even indlebe yami kube ngathi ingenwe ngamanzi kuphinde kuthule
Thokoza👏🏽👏🏽🙏🏽
You have just healed me bhudi am bubbly person kodwa I don't last with pple now I isolate myself and I feel better that way
Syabonga mkhulu iqiniso osivula ngalo amehlo
Thokoza.mkhulu.ngiyabonga.ukungivula.umqondo.namehlo.zonke.lezinto.ozibalayo.kuyenzeka.kimi.god.bles.you🤞🙌🙌🙌🙏🙏
Iqiniso lelo, thank you spirit
Futhi ngivele ngibe nolaka kabi esikhaleni nomuntu engithandana naye ngivele ngimcasukele kodwa kube nje namalanga ngimjabulele kuphinde kufike ukuthi ngalali naye ngimshiye embedeni ngilala phansi
Sesahlukana kodwa.yena.usangihambela.izinyanga💔💔
Asibonge mkhulu
Yoooh Mkhulu yazi ukhuluma nami uqobo kuyimanje angazi ukuthi kumele ngenzeni sesize sihlukene nomuntu wami asizwani yoh kunzima angazi kumele ngenzeni makunje.
Nibanga into engekho
Kunzima
Yimi loyo mkhulu abangani angisenabo ngisheshe ngideneke, emsebenzini, la engihlala khona nomuntu engithandana silwa njalo nasemndeni sihlangana na kushoniwe, sometimes ngiba ne feeling yokuthi abantu abangifuni ngiyabe ngifuna ukuba ngedwa.
Ngiyabonga mkhulu uthetha nam ngk ndivile 👏😭
Thank you Mkhulu.... I experiencing all that. 🙏🏽🙏🏽
Camagu.. I really needed to here this , your videos are explaining my journey so well , ngiyabonga Mkhulu👏
Ngiyabongelela ngokuzithoba ngiyabonga incazelo bengimangele mina nobaba wawatwanabsihlala ndawonye bt besixabana njalo yoo njengamanje asisakhulumisani futhi siqelelene nasembhedeni bathi sinemimoya sobabili mina l believe cz ngibanezinonakaliso ngamaphuoho kumele senzenjani ukuze sizwane futhi
Syathokoza mkhulu👏👏
Thanks mkhulu ngizizwa ngi ncono manje after this video ngia bonga
Sawubona Mkhulu.Ndikulo ngxaki futhi ndimangele nje yazi usukelwe nje esikhaleni ilize 🙆🏻♀️ndiyabonga makhosi lo myalezo uze kum straight 🙏🏽
Thanks for this, sheds light big time. Kade ndibuza ndibenzeni abantu
Eish it is painful im going through this mara kudala ngikwilezinkinga bafuna nokungibulala eish 😢. Siya bonga khakhulu ngalencazelo.
Siyabonga ndlondlo 🙏
Wow wow wow, well said thank you so much 🙏
Ubabongzalayo wisitha, umndeni, Abantu Bala ngganekhona . Omakhelwane. And ithongo libaveza bonke imkhuba abaygilayo.
siyabonga
Thokoza mkhulu Mina ngishadile kodwa ngihlushwa abadala bangikhombisa yonke into nangaye umyeni wami selingikhombisile nendawo okumele ngiyothwasa kuyo kodwa inkinga angiyazi mina
Siyabonga baba
Sbonge lapho mkhulu ngibuze isombululo kuyamele wenze njan ukuze ungab nazo lezitha kakhulu abomdeni
Siyabonga mkhulu ngengcaciso🙏
Mkhulu ngathi ukhuluma nami mina nginekinga kubantu basekhaya abangifuni kodwa lento yaqala kudala
Waze wanglapha mkhulu kubuhlungu kodwa ngoba kimi abantu ukuze baqhele kimi kmele badelele indlela esingibasize ngayo imzamo yam ngbasiza qede lapho banghlambalaze kodwa futh abayekile ukufuna usizo
Uma ungaathandi kuba sebantwini ngathi ungaba wedwa kuseyiko kwwedlozi ... ngiyabuza khehla
👏thokoza Mkhulu😥
Siyabonga makhosini
Nami.mkhulu.bengizi.phupha.izinto.azenzayo.ngimutshele.sizo.cabana🤔
Yhoo hakunjalo soloko ndibezitha
Ngyabonga mkhulu unglaphile yathkoza
Nyiyabonga mkhulu....everything makes sense now.
Ngyabonga ndlondlo enkulu nami emalangeni igamalami liyelacekelwa phansi kangoba umoya wami bewubuhlungu manje sengyabona ukuthi isizathu yini thokoza
Camagu yhoo bayahluleka kum yonke le uyithethayo yenzeka kum emzini nasekhaya camagu
Thokoz khehl yint binghluph
And.bewangibonisa.amadlozi.
Thokoza mkhulu wayibeka yacaca,yaz ngangithi yimi onenkinga syabonga
Syabonga cabagu
Asbonge baba
Dankei baba yiciniso lelo
Thokoza ngi hluhwa nga ma gundwane siza
Camagu mkhulu u thetha nam kwenzeka kum konke oku
NAm mkulusokwaba kukudla kwam mnandikete ukupila ngedwa Kuba ukuba nmoya kubuhlungu sibizwa ngamagamna ndiyabanikakulu ndidiniwe ngabo bayandazi andihleki angiziketela gangakethw
ngempela iqiniso
iqiniso mkhulu kuyenzeka
Ngiyabonga ukuvula le video yaze yangibeka esthombeni esicacile ngento esingihluphe iminyaka 🙏🏾
🙏🙏🙏ngiyabonga besengifisa lokufa ngijikelwa ngumndeni ngingazi ngoneni bambiza ngomthakathi😭😭😭
Emakhosini..kuzodlula Mntana wedlozi konke okwesikhashana
@@ubungomabeqinisonondlondlo1808 🙏🙏🙏🙏😂
thokoza
UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.
Fact that u on this page shows kty awanelisekile lawkhana udinga usizo lwesintu
yebo mkhulu
Mhhhh ngiyabonga kakhulu yimi loyo
0788142718..whatapp
well spoken.
Ngath usho Kimi manje izitha lizinqoba kanjan njengoba zining kanje
Siyabonga kakhulu👏 imfundiso nokus'khulisa....ngiyacela, maybe for next topic ungakwazi ukusikhanyisela ukuthi 1.idlozi liyakwazi ukukhethela your wife and your husband, uzobona kanjani. 2. If idlozi lifuna ukuqalisa your spiritual journey, ekhona umuntu othandana naye, idlozi liyakwazi ukumsusa for that period of time uze uqede?
Thokoza khehla
Akukhanye kube kuhle
, 🙏
hy dankie incazelo lento oyshoyo umama ekhaya uphila leyompilo uysangoma ubizwa ngomthakathi endaweni omakhelwane coz sebezame kaningi besenza izinto ezimnhi bt bayahluleka bese beth iyathakatha sihlezi nje kodwa impilo yalendawo esihlala kuyo ayimnndi neze umona mununingi siphola nje impilo ephakathi bt bathi sizenza abelungu siyzama ukuphila impilo esogifunayo kadwa iyooo kunzima izinkulumo ezimbhi evryday bt sebezame konke ukusiketula bt amadlozi nojehova akakthandi sikhona siyphila bengihlala ngizibuza ukth yy besizonda kangaka ekhaya ayi ngiykhanyelwa manje ngiybonga kakhulu
I'm 21 ngiyaqala ukuthola isaluleko esinjena, besengikhathele uku blame abanye abantu ngiyabonga.
Mina ngyacela wenze ivideo why umuntu asabe mekufanele aye ku gobela amphuphile
Thokoza mkhulu sbonge🙏
That what im facing 😕😕
Yonke lento oyishoyo iyenzeka Kimi. Kodwa angisho ukuth nginedlozi. Futhi umuntu ngizwana naye manje. Kusasa ngimubone kuqala ukuth usejikile engakasho lutho Kimi.
Utholakalaphi umfwethu mufuna ukumubona nine ne session one on one?
Emakhosini whatapp us 0788142718
Ngath usho kimi mkhulu angifunwa muntu emndenin no matter ngenza okuhle kanjan koda nje abangifun.. ngize ngizizwele ngolahliwe njee angijabulile neze
That’s what is happening to me.. I’m alone 😢
Emakhosini..you are welcome to speak with us 😊👏🏽👏🏽
Whatapp us..0788142718
siyabonga mkhulu