Uphethwe idlozi lakubo Mah noma lakubo Baba nah..futhi ubona ngani ukuthi eliphi elikuphethe

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 23 ม.ค. 2025

ความคิดเห็น • 76

  • @EmakhosiniAmhlophe77
    @EmakhosiniAmhlophe77 5 หลายเดือนก่อน +6

    Emakhosini, siyabonga ngemfundiso khehla. Kodwa nginenkinga ngomzekelo owenzayo ngobuhlalu obumnyama nenyoka emnyama. Ubuhlalu obumnyama abuchazi izinto zobumnyama as you have mentioned. Nenyoka emnyama kufuneka ucacise kahle khehla. Kukhona inyoka emnyama encase ichaza okunye, and kubekhona linhlwathi emnyama ichaza okunye. Khehla kunaMakhosi amanzi ...aziveza ngaleyondlela. Asixabani siyakhulisana. Emakhosini

  • @SiphiweMashiane-k6z
    @SiphiweMashiane-k6z วันที่ผ่านมา

    Akwande Mkhulu 💞🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼💞

  • @phidanincube165
    @phidanincube165 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga mkhulu wachaza kamnandi indaba ukuthi idlozi kasilo elikwazi ukubona liyathunywa Lalo yilapho okuvela khona umlayezo ngiyakudingà ngiyafuna umuntu ochaza njengawe

  • @Syvie646
    @Syvie646 2 ปีที่แล้ว +9

    Aahhh the chosen 1🙌..always coming with powerful topics..Makhosi amakhulu..🙏

  • @mamoleliarebabedi8291
    @mamoleliarebabedi8291 2 ปีที่แล้ว +4

    Very detailed, siyabonga kakhulu ndlondlo ngokusivula amehlo, thokoza khehla🙏🙏

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 2 ปีที่แล้ว +2

    Iheeeew....exactly lento eyenzeka la kumi. Ngizalelwe emshadweni kodwa izinto zami ngizilungisa ngekhaboMama..nalomsebenzi wabantu abadala ngiwunikwa abasekhaboMama. Nezembatho lezi enginazo ezakhona ekhaboMama. Siyabonga Mkhulu .

    • @9onkentbc833
      @9onkentbc833 ปีที่แล้ว +2

      Ngcela ukbuza ksetshenziswa maphi amakhandlela uma uphahla uzalwa abantu abangashadanga

  • @daisysegokodi9451
    @daisysegokodi9451 9 หลายเดือนก่อน +1

    Hawaii mkhulu kuniki now your going deep I'm in tears 😢 😢😢

  • @NoziphoZipho-oz1rf
    @NoziphoZipho-oz1rf ปีที่แล้ว

    Siyabonga kakhulu mkhulu mfundiso yakho enkosi 👏

  • @janemathebula
    @janemathebula 21 วันที่ผ่านมา

    Siyabonga mkhulu mina ngine kinga bathi ngi ya bangwa but mina ngi khulele ngwabo mama Angi hlawulwanga ngabo baba ngi qela ungu buza unguthi ngiyenza njani?

  • @NonyamekoLidawana-io4yn
    @NonyamekoLidawana-io4yn 3 หลายเดือนก่อน

    Mmmmm yooooh hayi Cha kuningi

  • @pinkiekumalo9496
    @pinkiekumalo9496 2 ปีที่แล้ว +16

    People with gifts are truly not supposed to get married nor change surnames. Emakhosini👏👏

    • @thandilemlonyeni3859
      @thandilemlonyeni3859 2 ปีที่แล้ว +18

      Mina i have a gift and my ancestors want me to be married and I am married and nothing has changed when it comes to my gift. AmaDlozi awasebenzi ngokufana.

    • @easy5417
      @easy5417 2 ปีที่แล้ว +2

      Nothing but the truth my dear sister

    • @viwekhuphelo4654
      @viwekhuphelo4654 2 ปีที่แล้ว +2

      Thandie hayi nam ndiyakungqinela,uzasilandela njani kakuhle isipiwo sako usingle especially xa usemtsha,ngoba zamane ubamba ngapha,uyeke ngapha,udibana nemimoya emibi eyahlukileyo kwababantu mane udibana nabo,Kum ngcondo andiphe umyeni wami,unyanisile ba awasebenzi ngkufana,mna kwela icala ingaske ndibenomlingane omnye,ubomi obu bam,andiko mde apa ekutshintsheni ndiphela ndizihlalela iminyaka,qha ke yinto yokuba singabantu sinamagazi nenyama,kuhambe kuhambe,buvele ubuntu,kanti xa ebenokupha umyeni okufaneleyo buzakuzinza wenze ulandele kakuhle isipiwo sakho,ngaphazamiseki.

    • @palesasefurutshe6832
      @palesasefurutshe6832 ปีที่แล้ว +3

      Lol its just a lie I know a couple who are both healers their doing just fine! Stop generalising

  • @YonelqMatiloshe-be7co
    @YonelqMatiloshe-be7co ปีที่แล้ว +1

    Thank you this really helped bhuti

  • @mojabengmohapi5975
    @mojabengmohapi5975 2 ปีที่แล้ว +2

    Thokoza I really needed to hear this👏👏

  • @benben9590
    @benben9590 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga kakhulu ngencazelo mayelana nokuthi ubona ngani ukuthi uluphi uhlangothi okumele ulusebenzise.both sides)thank u so much.

  • @NcumisaDinwa
    @NcumisaDinwa ปีที่แล้ว +1

    Thank you🙏 😢I'm struggling with this right now

  • @liziwentshengulana2040
    @liziwentshengulana2040 2 ปีที่แล้ว +5

    Lokhu kucaca kahle. Gifts always come from the One that created everything not from the created. Ancestors can only be guides and messengers as angels. Thank you.

    • @bafunanitsholo5640
      @bafunanitsholo5640 2 ปีที่แล้ว +2

      This is so heartbreaking though…..let no one gets married then because it just becomes complicated.Thank you for the teachings mntane dlozi🙏🏽

    • @phidanincube165
      @phidanincube165 ปีที่แล้ว +2

      Ucaciss kahle lobaba

  • @moyomushayachirashwa7398
    @moyomushayachirashwa7398 2 ปีที่แล้ว +14

    You have answered a question that was troubling me this whole week , Thank you for the clarity continue giving us your teachings .
    Just a question: Yini izindlondlo zobungoma

  • @nomusachristina1914
    @nomusachristina1914 ปีที่แล้ว

    Thokoza makhosi yaze yathi mayijule letopic but thank you for clarifying kakuhle ngalendlela 👏🙏👌

  • @manziniphila
    @manziniphila 3 วันที่ผ่านมา

    Mina ngihlawuliwe kodwa angizalelwe emshandweni.njalo uma kumele ngenze izinto kobaba kuba nezinkinga kuyimanje ngihleli komah kababa angibazi kangako sike saze sadukela.kumanje ngathi kaMah ikaShembe kababa ikaZungu kodwa njalo uma ngiyakobaba kunento enza ngingalali ngibuye komah noma ngingatshelwa

  • @khethiwekhabule-dw1fh
    @khethiwekhabule-dw1fh ปีที่แล้ว

    Thanks mkhulu 👏👏👏🙌

  • @NjabuloMabanga
    @NjabuloMabanga ปีที่แล้ว

    Bro you are soo genuine...😢😢

  • @unathim7463
    @unathim7463 2 ปีที่แล้ว +1

    Camagu, what if nenze amahlanganiso? Futhi nadityaniswa ngama Dlozi,ngiyayicela i follow up video ecacisayo 👏👏

  • @philemonmkhwanazi6386
    @philemonmkhwanazi6386 2 ปีที่แล้ว +1

    Makhosi🙌🙌🙌🙌🙌

  • @ThobileDlamini-ce4tn
    @ThobileDlamini-ce4tn 3 หลายเดือนก่อน

    Makhosi ngicela unginike inumber yakho😊

  • @thembisilemdladla1354
    @thembisilemdladla1354 2 ปีที่แล้ว +1

    hy wayichaza kahle lendaba yedlozi labomama nekababa coz mina bathi ngidlozi lakubo kamama ugogo ozala umama uyena ongvikelayo kukho konke bt kwiside labobaba angizwa kutho ngabo ngiyabonga incazelo

  • @abuyisiwemkhosana4915
    @abuyisiwemkhosana4915 ปีที่แล้ว +1

    I agree its true

  • @ZamaZulu-f4x
    @ZamaZulu-f4x 6 หลายเดือนก่อน

    So how did u know ukuthi ngiphetwe ngaliphi ,lakabo ma or kabobaba

  • @ameliasmommyshazi7585
    @ameliasmommyshazi7585 2 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza mkhulu🙌

  • @nozukobacela-fh5fd
    @nozukobacela-fh5fd 9 หลายเดือนก่อน

    Ndacacelwa Kakuhle

  • @ShasheDube
    @ShasheDube 3 หลายเดือนก่อน

    Manje fanele uyezenjan makunjalo

  • @londymathonsi4813
    @londymathonsi4813 ปีที่แล้ว

    Mina benginokuphupha wamathambo ezilwane eyfile, wamathambo nje wodwa omile, manje sekushitshile sengiphupha ngena manzini khipha ithambo elodwa emanzini 😢cela ungichazele

  • @jobefxcapital1738
    @jobefxcapital1738 2 ปีที่แล้ว +2

    Siyabingelela eMAKHOSINI Amahle, if you can , can you touch on ukuzalwa newele ...nginalenkinga....

  • @thandilemlonyeni3859
    @thandilemlonyeni3859 2 ปีที่แล้ว +12

    Mina I think kushiyana ngamaAncestors omuntu,....akhona amaAncestors aye afune ingane yabo eyiSangoma ishadwe. Secondly in my opinion I think vele iZangoma Kumele zishade to avoid Soul ties....ngoba if one is not married 🙆🙆Bandla ukufeba okuzobalapho😄 and kuzocedela kungcola iDlozi or AmaDlozi akhe and siyazi ukuthi Ancestors abazwani nokungcola or ukungcoliswa. CAMAGU 🙏🕯️

    • @liziwentshengulana2040
      @liziwentshengulana2040 2 ปีที่แล้ว +4

      When we grow spiritually as we are supposed to, there is a level where you realize you are not flesh and blood but spirit. At this level you know better about spiritual things . Flesh and blood cannot inherit the kingdom of God. When your purpose is spiritual you listen to spirit not your flesh.

    • @esthermalepa5084
      @esthermalepa5084 2 ปีที่แล้ว +3

      Even married people bayafeba.Ubufebe benziwa umuntu ngokuthanda kwakhe.

    • @thandilemlonyeni3859
      @thandilemlonyeni3859 2 ปีที่แล้ว

      @@esthermalepa5084 it seems like you don't understand the topic....

    • @esthermalepa5084
      @esthermalepa5084 2 ปีที่แล้ว

      @@thandilemlonyeni3859 Oh

  • @ThobileDlamini-ce4tn
    @ThobileDlamini-ce4tn 3 หลายเดือนก่อน

    Mina ngathwasa kuthe sengithwasilekwavela ukuthikufanele ngilungise isithunywa manje angazi kufanele ngenzenjani naboubunģoma ngisamile

  • @Introvert_Fi
    @Introvert_Fi 2 ปีที่แล้ว +1

    👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾❤️

  • @nokuthula105
    @nokuthula105 ปีที่แล้ว

    thokoza mkhulu waze wayibeka🙏🙏

  • @fundiswawon3784
    @fundiswawon3784 2 ปีที่แล้ว +1

    Thanks so much 🙏

  • @tsholofelodabishi8088
    @tsholofelodabishi8088 2 ปีที่แล้ว +3

    It's okay to get married with 2surnames like I using my surname n my husband in order to keep my dlozi

  • @KholisileMahamba
    @KholisileMahamba 4 หลายเดือนก่อน

    Yeyi ngayithanda limfundiso

  • @sabelodlamimi6036
    @sabelodlamimi6036 2 หลายเดือนก่อน

    Manje mina ngzalelwe Khaya Kubo mAh, magyohlola , kuthiwa angvuse muzi wakuboma , bese ngyawavala lawa amanye.
    Engfuna kukwaz ubungozi bokuvala amadlozi akubobaba?

  • @nompumelelomhlongo6543
    @nompumelelomhlongo6543 2 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza mkhulu,ngyabonga mina angiqedi ukubonga kwami usungivule amehlo nomqondo waqaqeka kakhulu,kodwa namhlanje ngsadidekile coz ziningi izinkinga enginazo zona Lexi okhuluma ngazo,kodwa ngizolokhu ngiklandela ukuze ngisizakale ngyathokoza.

  • @nontlantlakupiso9489
    @nontlantlakupiso9489 8 หลายเดือนก่อน

    Mkhulu ndicela ukubuza ukuba xa ukhunga uzube kwenziwa ntoni?

  • @tebohorikhotso5722
    @tebohorikhotso5722 2 ปีที่แล้ว +1

    now how do i create the rule that amadlozi wakabo baba follow amadlozi wakabo mama?

  • @dudiademcdevine3401
    @dudiademcdevine3401 9 หลายเดือนก่อน

    Ngyabonga ngencazeleko mina ngyaba phupha macala womabil kwa Mah nakwa Baba abant eng zwana nabo abahlali kubangani kunesikhathi sokuth bang hlamuke ngisale ngedwa

  • @khunjulwamantyi3040
    @khunjulwamantyi3040 2 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza mkhulu ndiyabonga ngemfundiso zakho camagu

  • @sibahlemolly9322
    @sibahlemolly9322 2 ปีที่แล้ว +5

    I really need your number Makhosi amakhulu khona engifisa ukukwazi impela ...awuve Ukhuluma kahle amaqiniso

    • @sibahlemolly9322
      @sibahlemolly9322 2 ปีที่แล้ว +2

      Kuncane nje engicela usizo ngakho , mina ngisawumfundi wesikole ....never stop listening to you

    • @sibahlemolly9322
      @sibahlemolly9322 2 ปีที่แล้ว +1

      Kuncane nje engicela usizo ngakho , mina ngisawumfundi wesikole ....never stop listening to you

    • @sibahlemolly9322
      @sibahlemolly9322 2 ปีที่แล้ว

      Kuncane nje engicela usizo ngakho , mina ngisawumfundi wesikole ....never stop listening to you

  • @AphiweNoluthandoNxusa
    @AphiweNoluthandoNxusa 10 หลายเดือนก่อน

    Makhosi ngicela ukubuza ukuthi kusuke kwenzakalani Uma uvele ushawe uvalo sthukuthuku, kushise isisu,uzwe amanzi, Uma uvala amehlo ubone izinto kodwa ungaqondi,Noma uzwe presence of something,or uzwe ngathi khona okuk'hambayo emzimbeni

  • @JabuMathenjwa
    @JabuMathenjwa 3 หลายเดือนก่อน

    Sibonge mtanethodlozi ngokuseluleka nokusixwayisa ngokwedlozi uze ungadinwa

  • @londikhaya2756
    @londikhaya2756 ปีที่แล้ว

    Can you work with both sides ? Of Amadlozi ? Mina uGogo from my mother's side has come through before giving me a message to send to my mom's side of the family. But when i get into a "trans" i call out my fathers side clan names. How do i connect them? Or get them to both help me?

  • @SmilingBeach-rq6fr
    @SmilingBeach-rq6fr 8 หลายเดือนก่อน

    Thokoza mkhulu kwaze kwayisibusiso ukuhlangana nama video akho sekunesikhathi impela ngihlushwa ukubangwa idlozi lasekhaya Kanye nako nyokolume ngyabonga izandla zidlula ikhanda

  • @noxolozulu2291
    @noxolozulu2291 ปีที่แล้ว

    Still mkhulu angizwa mina ukuthi ubona ngani ukuthi iliphi eliza nesipho ikomalume or ekhaya

  • @NtombenhleKubheka-vq5mp
    @NtombenhleKubheka-vq5mp ปีที่แล้ว

    Ngicela ukubuzA NANGABE UBABA UHLAWULEKUPHELA MANJE NGIFUNA KUSHADA NGIPHUMELA KUPHI

  • @lindiwahngubani7747
    @lindiwahngubani7747 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza mkhulu. How can I contact you

  • @daluthandontontela5382
    @daluthandontontela5382 10 หลายเดือนก่อน

    ♥️✊🌍🇿🇦✌

  • @NosandileMzamo
    @NosandileMzamo 7 หลายเดือนก่อน

    Makhosi make uqhubeke kuba sishada sinelo thongo lobomama kodwa ubone kungekho mnandi emshatweni khawutsho uba kumele sitshade yhini camagu

  • @nokuthula105
    @nokuthula105 ปีที่แล้ว

    kunjalo

  • @yondiu1
    @yondiu1 2 ปีที่แล้ว +1

    If akumazi uTata?

  • @luhdakingluh2046
    @luhdakingluh2046 ปีที่แล้ว +1

    Ukudelela how u claim a child u ddnt care for

  • @thabisilemakhoba4758
    @thabisilemakhoba4758 2 ปีที่แล้ว +1

    Kunzima

  • @fundiswawon3784
    @fundiswawon3784 2 ปีที่แล้ว +1

    Thanks so much 🙏