Uyibeke kahle khehla indaba yakho siyabonga, I love the part yesanusi kakhulu... Alot of people think wonke umelaphi isangoma and kusetshenzwa ngokufana... Ingelosi zezulu zinandisele mkhulu... Makhosi
Sibonge Makhehla. Nami nginesithunywa kodwa bengingayazi lento echazwayo Kusho kuthi mina nginesithunywa seZulu ngoba ngiyazamula kakhulu..noma kukhona into engekho right around mina bese ngiyazamula..sibonge ngalencazelo Makhehla. Ngihlomulile kakhulu
He. Ay kunzima... Navele nahlala kimi boBaba yey... Akukho engingasadlulile kukho... Kanti ihamba kanje... Yoh ngyabonga ukukhanyiselwa... All signs Aya straight kwi sthunywa samanzi... Kazi ngiyosizwa yin Msindisi... Ngincedeni.
Ngiya bonga Impunga bengi ngazi ngesithunywa empilweni yami yonke...ndingumuntu ohlala ephupha njalo kube oko ngiku phuphayo kuyenzeka njalo ngazi buza ukuthi kwenzekani kumi ngiwalwa lamaphupha ami kodwa ngihlala nginjalo....bese indlebe yami yaku right ihlala iduma njalo...ngaze ngazwa ngezithunywa kufacebook ngabe nginomudla kakhulu.and when ever I'm in a place where kumdaka or kunemimoya nje emibi I feel strange and also if I'm speaking with someone who has bad spirits or I can say a which a voice inside me will explain about the person loko ngizibuza what kind of a person I am please help angazi and I'm confuse about myself
yebo baba ba genjalo bathi ngiyethwasa ba ginika a.magobo go ngThawasa bt kutho and bengingatholi aba twana til manje a ginabo yoo angazi ngenzeni manje ngiybo ga
And right now I'm facing a problem...because I'm in a relationship...yes I did dream about this problem about the baby mama of my fiance that she is after us but I ignored...now I do not dream anymore I feel like my spirit is blocked...when I was meditating a voice said to me I should buy 3 candles and pray...
Mkhulu I have been watching this very informative briefs. Wonderful full traditional source especially coming from industry experts. Siyabonga Mkhulu
Siyabonga Mkhulu Mazibuko
Mgoku Sichazi sela
Ngezi Thunywa
Syabonga ewuhh kade nginilangazelele ukuzwa lemfundiso
Impungaaa💪 sibongile kwikhehla nesalukazi esidala. Camaguu
Siyabonga umsebenzi omuhle. Akakabuye uMazibuko azochaza ukuthi kuyenzeka yini ube nezithunywa ezingaphezulu kwesisodwa. Kuhle sijule kakhulu kelezizindaba
Indlodlo ezinkulu 🙏 asibonge makhehla nangichaz nangiqed ngsemanzini mina Amen
Siyabonga nge mfundiso zenu niqhobeka nofundise❤❤❤❤
Makwande Mpunga ngokuslethela uMazibuko, ngyalthanda lelo Khehla likhombisa ukwazi ukuth likhuluma ngani. INkosi iniphilise njalo, nisiz abantu. Syabonga 🙏
Syabonga Mpunga yeSintu ngifisa ukucaciseleka ngobudlelwane phakathi kwesthunywa seZulu kanye neSonto noma nebhayibheli.. nginazo ezinye zezimpawu azibaliwe amahlombe nokuzamula kakhulu kanye nokuphupha amanzi kodwa ngiwumuntu ongazwani neSonto uma ngisesontweni ngimane ngibopheke nje ngisindwe wumzimba nje kube ngingazi nam.
Best video ever 🙌
Siyabonga kakhulu ngisazokhuluma enisinika lona siyasizakala sicaciseleke kokuningi asingakuqondi kahle👋👋
Siyabonga!!! mina bengicela ubaba ake asehlukanisele umndawe nokukuthi uvela kanjani kumuntu
Amen bobaba ngyabonga sengyazi kuthy ngnaziphi izithunywa
Naze nangiphilisa nkos'yami. Bayede ebukhosini👏👏
Cha ai nangibuzela kahle Mpunga yesintu ku Gobela wemphopoma Mazibuko. Siyabonga.
Siya bonga khehla lami👏🙌🙏🙏😊
Siyabonga kakhulu mkhulu ngama video sifunda okuningi. Bengicela umkhulu enze i-video echaza kabanzi ngomuthi omhlophe, mina nginabantu abadala manje ngike ngaphupha kuthiwa angithole umuthi omhlophe sengike kawadla amagobongo phambilini. Ngiyobonga kakhulu mkhulu
Mkhulu indaba yesithunywa yaze yajula ubaba UMazibuko uyayazi indaba yakhe🙏
Zingiphethe zonke lezizithunywa danko 🫶🤝
Nginazo zonke izithunywa inkinga azilungisiwe😥ziyangihlupha bantwana beNkosi..ngiyafisa kusizakala ngiyababonela abantu ngokukamoya kodwa akuphelele
Siyabonga Mpunga nayithinta imimoya engembethe
Ngyacela ngelinye ilanga ningene nijule kuMlozi, izinhlobo zawo nokuthi ulungiswa kanjani
Ngathi ngikuphethe okining ngaphandle kokubhodla
Uyibeke kahle khehla indaba yakho siyabonga, I love the part yesanusi kakhulu... Alot of people think wonke umelaphi isangoma and kusetshenzwa ngokufana... Ingelosi zezulu zinandisele mkhulu... Makhosi
Siyabonga ngiceluk'buza kuyenzeka ukuthi ubenesthunywa sasentabeni nasemanzini at the same time na
Sibonge Makhehla. Nami nginesithunywa kodwa bengingayazi lento echazwayo Kusho kuthi mina nginesithunywa seZulu ngoba ngiyazamula kakhulu..noma kukhona into engekho right around mina bese ngiyazamula..sibonge ngalencazelo Makhehla. Ngihlomulile kakhulu
Amen siyabonga kakhulu 🙏🙏
Ngiyajabula ngalemfundiso enhle kanje
Wow. Ngiyabonga today's explanation yes'Thunywa blew me away.🙌🙌🙌👏
Asibonge Makhehla amahle for opening our spiritual eyes 💫
Asibonge bantu abadala eyami inkinga ila ngingumuntu ovuswa elele mhlambe ngama sign athize mina angifuyile kodwa ngivuswe izinja zakomakhelwane maqede ngilunguze ngizobona something. Ngifisa ukwazi ngoba sesidlale kakhulu abantubakthi
Thokoza...Siyabonga ngecazelo enhle...Makwande...💃💜🤗
Thanks Mkhulu Mazibuko makwande
Amen
Hawu Siyabonga bakithi inkosi Inibusisiwe mina sengifundile kakhulu...izandla zihlula ikhada
ngiyawa saba amanzi nkos yami
Siyabonga mkhulu I needed to hear this information about spiritually but I have questions
Mkhulu sibabawa usenzele indawo emphumalanga ngiyabawa
Thozani 👏👏 futhi ngiyanibulisa✋
Makukhanye kwande! Bengidinga kakhulu ukuba lapha ngincele lolu lwazi!
Baba, nginesama,,
Nzii, kufikaizwi, likhulu.mena.mimanj
Mpunga yesintu Ngicela wenze video ngokumele umuntu akwenze xa bekuthwasisile kungamele. 🙏🏽
Syabonga Mkhulu
Ndicela ukubuza yintoni u Gweja
Mkhulu kangathi ningaqubeka nisize. Siyasizeka kakhulu bambili Mazibuko nemphunga
Ngiyabonga gogo nisatamine
Hai u baba usho mina la wesithunywa saphezulu nesamanzi
Babu Mazibuko neMpunga Yesizwe channel happyyy siyabonga izimfundiso Zen u phambili nano iNkosi inibusise nonke happpyyy
Siyabonga Mazibuko
Thokozani boMkhulu, nayi ndaba engihlukumezayo uma ngidinga usizo, kukhona abomoya abasuke babeyigebengu bakuthwebule isiphiwo sakho wena udinga usizo. Manje sazi njani ukuba sizosizwa kahle kumbe sibaleke ngazo zombili. Kubuhlungu ukuba udinga usizo umntu akudalele uhlupho olukhulu phezukwalolo obunalo. Sizani lapho
Ngibingelele mpunga ay mina nginenkinga enkulu uokushaya indlwabu at ayiyekeki
Thandaza kakhulu uncenge kubantu abadala kuzondlula
You have to try and stop it. Mina ngake ngaba addicted for 4 years. Eish imosha into eziningi.
Ngyabonga waze wayichaza kahle baba kodwa mnje mina kufike kukhale phezulu endlini mabefuna ngivuke imilozi izwakala endlebeni kodwa iyancinciza .ngingezea ukuthi kuthi
Mpunga yesintu bengisaqela ngokuzayo ukhulume ngesithunywa Othingolwenkosazane angifuni ukwanda kakhulu ngoba bakhona abangezi kahle eyintweni zika moya
Mkhulu ngiyakudinga ngempela
Thokoza kumaKhehla wonke ngicela ukubuza ukuthi zihlekane kanjani lezithunywa zezulu nezinye izithunywa uma zikhona
He. Ay kunzima... Navele nahlala kimi boBaba yey... Akukho engingasadlulile kukho... Kanti ihamba kanje... Yoh ngyabonga ukukhanyiselwa... All signs Aya straight kwi sthunywa samanzi... Kazi ngiyosizwa yin Msindisi... Ngincedeni.
Very true dokotela, siyakubonga more powers to you. Somkulu
Besicela Mpunga yesintu ubaba ake abuye ezochaza umndawe angene ajule kancane
Mpunga ngcela ukbuza yin eyenza ungakwaz ukxhumana nedlozi lakho,namaphupho nezibonakaliso zivaleke,kodwa unesphiwo
🙂.. mmhh.. kyezwakala syabonga
Ngicela lengoma ledlala ekugcineni kwe video
Siyabonga mpunga yesintu ngolwazi noMazibuko,🙏
Manje ubhodla uzamule kokubili lwenziwa yini lokho
Sibonge ngokuzwa
Ngemi Bala yama Jazi
Sanibonani Khondlo kanye bempunga yesintu ngibonga ngiyangqongqoza sengiyayazi imimoya eyingembethe. Nibusiseke
Ngicela ukubuza ukuthi uma ngibona ngihamba phezu kwamanzi ngize ngiyofika lapho kunento engathi icema phakathi nomfula kumeleni lokho ezithunyweni,ngenye imini ngibona ubuhlalo ngingenzenjani ukulungisa lokhu
Molweni Mpunga noMkhulu Mazibuko, nitsho kamnandi
gulukudu
Ngiya bonga Impunga bengi ngazi ngesithunywa empilweni yami yonke...ndingumuntu ohlala ephupha njalo kube oko ngiku phuphayo kuyenzeka njalo ngazi buza ukuthi kwenzekani kumi ngiwalwa lamaphupha ami kodwa ngihlala nginjalo....bese indlebe yami yaku right ihlala iduma njalo...ngaze ngazwa ngezithunywa kufacebook ngabe nginomudla kakhulu.and when ever I'm in a place where kumdaka or kunemimoya nje emibi I feel strange and also if I'm speaking with someone who has bad spirits or I can say a which a voice inside me will explain about the person loko ngizibuza what kind of a person I am please help angazi and I'm confuse about myself
yebo baba ba genjalo bathi ngiyethwasa ba ginika a.magobo go ngThawasa bt kutho and bengingatholi aba twana til manje a ginabo yoo angazi ngenzeni manje ngiybo ga
Ndiyabulisa maxhego . Eyi siyafunda kule channel
isandla sidlula ikhanda ✋
Impunga!!! 💪
Thina esizamulayo siphethwe yisithunywa saseZulwini
Manje uma zonke lezimpawu enizibalayo zikhona kumuntu eyedwa ukuthi zenzeka ngesikhathi esihlukene kusuke kwenzenjani ngampela?
Ngaze ngayithanda lendaba ebichazwa la.
Yhuuuu
ayyyy ngiyavuma
Bengisa cela ubuza ngethoga lenjani
Sokuthengela mpunga i memory card . Babu Mazibuko yazaz indabazakho kwande mkhulu
Cynthia e Witbank ngisendleleni Babu Mazibuko
Ngaze ngabusiseka.kunn nglinde le topics .impuuumga
Impunga Yesintu itholakala kephi noWest Walk building?
Ay you know your story Bhuti ❤
Hiyi bo ngimokuphupha usivungu vungu somoya angisazi
🙏🙏
Cha washaya khona
Uyasaba?😆😆😆ayyy uyasigoqa
Yeses ubukhali mtomdala
Nalanda umuntu odavuza kangaka kwenzenjani konke akukhulumayo uyangathekisa
Bahlonipheki ca niyayibeka
🙏🙌🙌Wachasa ngithola lonke iqiniso ngam
Mina ngyazamula, ngine khanda elingapheli, indlebe zihlala ziluma. Kwathiwa nginesthunywa samanzi. Manje ngicela ukwazi kuyenzeka ukuthi ngaba nemimoya yaseZulwini neyasemanzini na?
Lana nangilapha kakhulu kulenkulumo yalolusuku.
mbingelele kumpunga ngisacela ukucazelwa ngephupho lami
ngiphume ngise stolo lapho okuthengiswa inyama ngasengicelwa ngomunye umama ukuba ngimthengele inyama ebomvu eyenkomo waseyifaka emaplastic wasethi ibiza 1350
sbonge Mpunga
Hi Impunga, can you make a video about suicide and spirituality especially in gifted people
Thanks for asking this question,sethembe impugns izoyi attender ngokphuthuma, lesipho ngathi siyi curse.
Impunga ayisifundi isilungu
Looking forward to that . It’s so heavy
That would be a different & interesting topic. 👏🏾Thank you for the request, lets hope it will be honoured.
@@sifisofinal1985 lelo yiphuzu elivumelekile, Mfo NgaMbanjwa ungakwazi ukwenza ividiyo mayelana nokuzibulala kanye nengokomoya ikakhulukazi kubantu abanesiphiwo
And right now I'm facing a problem...because I'm in a relationship...yes I did dream about this problem about the baby mama of my fiance that she is after us but I ignored...now I do not dream anymore I feel like my spirit is blocked...when I was meditating a voice said to me I should buy 3 candles and pray...
Asithi usewadlile amagobongo kungafanele umuntu; kumele enze njani ukuzikhulula kuyo leyo mimoya esuke idonsekile kuye?
@impunga can we please have subtitles
Mina ngicela ukubuza ukuthi uma uye emanzini ufike ubone inyoka eyello n white kuchazani?
Sanibona bomkhulu, ngicelà ukubuza ukuthi kuyenzeke ukuthi ubenazo zonke izithunywa yini?