Sbu Buthelezi ezikhulumela emva kokuhlaselwa isikebhe | Ubonga bonke abamusekayo ebunzimeni

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 2 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 226

  • @SiyabongaMkhize-nq4gq
    @SiyabongaMkhize-nq4gq 2 หลายเดือนก่อน +2

    Selokhu wahamba oKhozini lwafa lolaHlelo lweNdumiso,nabo laba abaphethe bayakwazi lokho.LoluyaHlelo lwasuka ku 95/100 lwehlela ku 5/100...Bhuti Sbu uNkulunkulu kyofanele abonakalise AMANDLA ngawe ngoba WAMUKHAZIMULISA EMSAKAZWENI.Khona la uMose ethi kuNkulunkulu ku Numeri 14 verse 17"Kalokhu ake abe MAKHULU AMANDLA eNkosi"💪💪💪Mina angikwazi ukuku MOTIVATOR bcos ngyakwazi,u are SO POWERFUL,RESILIENT and PERSISTENT,zikhumbuze la UNQOBE khona njengoDavide,wena wagingqa iBhere,wagingqa neBhubesi,gingqa loGoliyathi ngoba usazogingqa noSawule,ugingqe noNabali,ngisho no Uriya...

  • @sabelomthethwa9736
    @sabelomthethwa9736 ปีที่แล้ว +9

    Khokha izimali zabantu ndoda .
    Musa ukudlala ngo nkulunkulu

  • @wisemanscelo4191
    @wisemanscelo4191 ปีที่แล้ว +8

    Buyisa imal kuphela bafo ngoba uyiqola ntwana abazali bethu bayakhala😢

  • @siphosakhemajola9136
    @siphosakhemajola9136 ปีที่แล้ว +5

    Mixing religion and love of money is a downfall of a righteous man.

  • @ntobekokhubone9443
    @ntobekokhubone9443 ปีที่แล้ว +6

    Owami umkhuleko ukuthi abuyise izimali zabantu. I hope lowo uzophendulwa.

  • @ongehxaba
    @ongehxaba ปีที่แล้ว +8

    Nibhizi nilokhe nithi Amen Amen coz akunina enaqolwa ilomlisa ocashe ngebhaybheli

    • @Yazondinja
      @Yazondinja 12 วันที่ผ่านมา

      Amen ksasa koba ngabo bayobuzwa ubuhlungu, ahlele ekhona amaphixiphixi ingakho nezwe lethu linje

  • @senzekilemanqele8673
    @senzekilemanqele8673 3 หลายเดือนก่อน +2

    Nayi le voice engihambe nayo imihla yonke yobuncane bami ,you are in my prayers Bhuti Sbu

  • @Umenzi_Khumalo
    @Umenzi_Khumalo ปีที่แล้ว +4

    ONE day I had a project and I was looking for funding, ngahamba indawo eziningi ngagcina ngihlangane naye uSbu and he said to me I like you vision mina from my own pocket I will give you R250,000.00 we became friends from there and he used to call me his younger brother, am still deeply indebted to him, I lost his number uma ekungenzeka Sthembiso ungiphe ama numbers wakhe ngajabula kakhulu, God Bless.

    • @thulaninene8789
      @thulaninene8789 ปีที่แล้ว

      Was this a loan to your business? Did you pay it back?

  • @phetsiledlamini6906
    @phetsiledlamini6906 4 หลายเดือนก่อน

    Lengingakusho mine Shenge kutsi Simakadze Nkulunkulu Lophilako unawe sitsa setfu enta ngayo yonkhe indle kusisusa kuSimakadze ngiyakuncenga bhuti ungayishi indzawo yakho ngikucenga ngelibito laSimakadze Nkulunkulu Lophilako kona liciniso ishayiwe inyama yakho but ngiyetsemba kutsi lingekhatsi lakho liyavuselelwa mnaketfu Moya waSimakadze uyamisa nje nje kumi kutsi be like an eagle bhuti noma Simon sibhedza but ungavuumi kudla sono in Jesus mighty name 🙏

  • @nondumisolubisi2957
    @nondumisolubisi2957 ปีที่แล้ว +1

    uNkulunkulu akuphe Amandla nesibindi sokumelana bakho konke obhekene bakho. uNkulunkulu angeke akunike umthwalo ongaphezu kwamandla akho. Keep on praying.

  • @thembekanuh9695
    @thembekanuh9695 ปีที่แล้ว +2

    Uthixo abenawe uphole bhuti wethu🙌🏿🙌🏿🙌🏿

  • @thabsilejoycenkosi769
    @thabsilejoycenkosi769 3 หลายเดือนก่อน

    Uthi ngibize ngeykhathi ezinzima ngokuphendula ngikukhombe nokukhulu kunaloku unawe God mfo uzokulwela

  • @ntombiruth9808
    @ntombiruth9808 ปีที่แล้ว +3

    God is still God noma kunje. Have courage nceku.

  • @doctormthokozisimnguni2945
    @doctormthokozisimnguni2945 ปีที่แล้ว +3

    Yazi kukhona into engahlangani lapha, Sibusiso buthelezi umenzeni uNkulunkulu aze akuthukuthelele ngaka bhuti wami? Amandla okudlula kulesisimo akuwe uqobo bhuti, ngiyaqonda ukuthi awudlelezelanga muntu ngenhloso kodwa kukhona okukucathamele unganakile kwaba namandla ngaphezu kwakho.

  • @bhekimchunu9349
    @bhekimchunu9349 ปีที่แล้ว +1

    Sbu, that interview you had with Checkpoint was a bad call on your part. In your responses you had your super fans in mind as your audience, not the aggrieved and injured people who have lost their live's savings. You also came across as unempathetic, evasive and arrogant. That's my honest impression. Your whole business model was a bad call as well, by the way. You were supposed to consult with actuarial experts before you touched other people's moneys. Ningakhohlisana nje nabazalwane bakho but you are not a victim here, you messed up bru - with all due respect.

  • @nelisiwengubane-n7f
    @nelisiwengubane-n7f ปีที่แล้ว +4

    Like lathi ibhaybheli "ziningi izinhlupho zolungileyo kepha uJehova uyamkhulula kuzo zonke" God will see you through mtaka baba, be strong

  • @abednigophumangubane7797
    @abednigophumangubane7797 ปีที่แล้ว +4

    Vuka mfoka Shenge wembathe amandla akho namanje usewuye lo esimazela okhozi egila izimanga ngama motivation namanje konke lobubunzima buzokuphakamisa kakhulu Mina namanje ubuhlakan nokukholwa kwakho asikungabazi ngisho ungathelwa ngendle uthukwe uhlanjalazwe kodwa umlomo wakho uphefumula amazwi aphilisa izwe lonke loluhambo okulo lufana nolukajesu uqobo syakweseka SHENGE

  • @lindiwemagubane9156
    @lindiwemagubane9156 ปีที่แล้ว +1

    Usathane uyathanda ukuthi abantu abathanda UNKULUNKULU abathele ngehlazo kodwa lelohlazo sathwalelwa esiphambanweni

  • @LungileMkhize-v5w
    @LungileMkhize-v5w ปีที่แล้ว

    UJehova uyinqaba ngosuku lwenhlupheko, uyabazi abaphephela kuye

  • @ernest9605
    @ernest9605 ปีที่แล้ว +2

    uNkulunkulu uzokuhlenga Buthelezi noJesu wahluphekela abantu wafa wafela abantu wathukwa washaywa wakhifwa ngamathe,ngeke kushintshwe muntu ukuthi kubantu abanamakhaya ngawe

  • @bhekim62
    @bhekim62 ปีที่แล้ว +2

    Sokwalisa mina vele selokhu ngilinde ukuzwa ngawe ukuthi kanti kwenzekani kuyoyonke lento . Khululeka mfowethu siyazi usathane uyiqili , uyisela futhi ungumbulali

  • @Sibongilejames
    @Sibongilejames ปีที่แล้ว +3

    Mfowethu kuzondlula nalokhu,the devel is a liar("Uma nehlelwa yizilingo jabulani nithokoze,your reward is great"❤️

  • @busisiwelushaba6633
    @busisiwelushaba6633 ปีที่แล้ว +3

    uNkulunkulu olalelayo umkhuleko SBU akamlahli umuntu..devil is a liar.God is with you son🛐🛐🙏🙏

  • @nomfisokhubone3937
    @nomfisokhubone3937 ปีที่แล้ว +3

    "bhekani nginani izinsuku zonke kuze kube sekpheleni"Mathew 28

  • @KhumbulaniMnomiya-os6gr
    @KhumbulaniMnomiya-os6gr ปีที่แล้ว +2

    Shenge asikho is isikhali ezenzelwe abangcwele esizophumelela nolimi ulumelana labangcwele luyokwahlulelwa ngosukunlokwahlulelwa, ngalamazwi ngithi kuwe lesisimo obhekene siyisuvivinyo sokholo lwakho usathane uzama ukubhodliza ubizo lwakho ,kodwa ngengama lenkosi ngeke aphumelele

  • @siphesihlelanga5783
    @siphesihlelanga5783 ปีที่แล้ว +2

    Kwenzakalani kahlehle ubani ongangichazela? Kodwa ngo Shenge madoda😢

  • @nomusakadube-mtima1104
    @nomusakadube-mtima1104 ปีที่แล้ว +2

    Bhuti Sbu hlala edwaleni elinguJesu usithembisile ngek asishiye izwi Lakhe liyaphila alibuyeli emuva lingawenzang umsebenzi
    Mina njengob ukhulum okuningi angikuzwanga kodwa ngilalele iphimbo lakho lino gcobo ungumgcotshwa kaJehova usathane ushwebile
    Sibong impilo nomama siyamkhulekela ukhona uJehova wezimo nezimpi zonke AMEN

  • @BonganiNkonyane
    @BonganiNkonyane ปีที่แล้ว +3

    Ihubo 65:2"Wena OZWAYO imkhuleko". Phungashe sinawe emkhulekweni bhuti, olungileyo uyawa ka Skhombisa kepha uJehova uyamvusa ka skhombisa, bhuti stay strong awuwedwa, vuka qhawe imiphefumulo owayilanda seyibhubha usesemandleni is akumina namanje.SIYADINGANA.

  • @LindiMavuso
    @LindiMavuso ปีที่แล้ว +3

    Kubuhlungu odlula kukho yima isibindi akushilo ezwini lakhe akagudluki kukho He said.
    ''He will never leave nor forsake you'' okwakho yazi ukuthi lingevinjwe muntu icebo likaNkulunkulu ngempilo yakho don't give up sekuseduze lapho siyakhona, please unganikezeli ngiyakuncenga ngegama likaJesu unganikezeli press on..........

  • @Tman-028
    @Tman-028 ปีที่แล้ว +4

    Be strong my chief nothing happens for no reason you will see god upon your life

  • @zonkeqina5847
    @zonkeqina5847 ปีที่แล้ว +2

    Qina qhawe konke kuzondlula noma kunzina😢

  • @andrewjosephs2792
    @andrewjosephs2792 ปีที่แล้ว +2

    Sbu uyathandwa,ngeke sikulahle, ukukhubeka okwethu sonke.nathi usikhuthaze kakhulu .

  • @buzokwakhembatha1293
    @buzokwakhembatha1293 ปีที่แล้ว +1

    eish ubuhlungu engabuzwa ngawe my brother ngahlumleka ngakhala wiiiii, ngathi nkosi nguwe owaziyo ngezimpilo zethu

  • @mduduzishange9623
    @mduduzishange9623 ปีที่แล้ว +1

    Umona unjalo Shenge uma umuntu ephumelela,abantu bayakuzonda ngenxa yempumelelo! Qina Shenge iyingqinamba zizodlula!

  • @securitysecurity114
    @securitysecurity114 ปีที่แล้ว +1

    😂😂😂 usuthambe unjee Shenge . "Balekaaaaa selaaaa nasiii iskebheeeee x2 .

  • @nomthandazotshabalala6512
    @nomthandazotshabalala6512 ปีที่แล้ว +2

    Ngempela Uzobanaye ngoba uthi simbize ngosuku lokuhlupheka Uzakusikhulula thina simdumise, sinawe Shenge❤❤❤

  • @spanelaspakx1550
    @spanelaspakx1550 ปีที่แล้ว +2

    Eiiiish sondiya 😢kuzolunga bhuti

  • @nizasimelane6786
    @nizasimelane6786 ปีที่แล้ว +1

    Ubusika bufikela wonke umuntu..yeShange...kodwa buyendlula...lifike ihlobo...kanjalo.... kanjalo....naloku kuzondlula.....wonke umuntu unezindaba ezimhlalela naloyo naloyoo...uNkulunkulu ukhona ...esimeni sawonke umuntu....akalahlani....wenze kahle Noma wenze kabi....Uma Nawe....esimeni Shange Qina...it shall come to Pass...

  • @Nokuthula634
    @Nokuthula634 ปีที่แล้ว +2

    Syabonga bhuti Sbu kuthi uyaphila , yebo uqamba masu ngathi kuthi masixoshwa emhlabeni kd singabi nokwaliwa eZulwini , Qina bhuti omdala othi akanasono uyazkhphlisa nje sifunda ngawo amaphutha , unkulunkulu ukwethembile ngalomthwalo so sukuma bhuti uzbambe ziqine siyakhuleka nawe ngoba akukho okungenzeke kuNkulunkulu

  • @ernestmncwango3789
    @ernestmncwango3789 ปีที่แล้ว

    Umdali akukhusele njalo Sondiya. Ume nje kuye, sinawe kukho konke... ✊

  • @ramokoneagnes8218
    @ramokoneagnes8218 ปีที่แล้ว

    We live by God s mercy

  • @maxwellshamase1877
    @maxwellshamase1877 ปีที่แล้ว +4

    God will see you through, brother!

  • @bonganibuthelezi373
    @bonganibuthelezi373 ปีที่แล้ว +1

    Shenge unkulunkulu uzobanawe
    Kuningi osenzelekhona. Kunabantu abaqiniswe amazwi asoliminilwakho
    Kunabantu abasazophila ngawe qina mntakababa sinawe

  • @dudumtsweni6073
    @dudumtsweni6073 ปีที่แล้ว +2

    Be strong and courageous Sbu is just a passage you are passing thru ,one day you look behind at what u going thru,these are trying g times and testing times for the remnant for a greater come back of his people.

  • @SibusisoDlamini-bi8ok
    @SibusisoDlamini-bi8ok ปีที่แล้ว +2

    askho isimo esenzeka kumuntu uThixo angazanga ngaso futhi angenaso isixazululo sayo amen

  • @cyrilthandanani8102
    @cyrilthandanani8102 ปีที่แล้ว +1

    Ngibuhlungu mtaka baba. Kodwa UNkulunkulu wethu uyaphila nakulesisimo

  • @thandekileseme4552
    @thandekileseme4552 ปีที่แล้ว +1

    Ncese Bhuti bakith nalokhu kuzodlula mfw2

  • @ZakhaliVivianneNhlapo
    @ZakhaliVivianneNhlapo 26 วันที่ผ่านมา

    Qina ndodana uThixo soze wamlahla omethemba ngeqiniso Phephisa Sokalisa

  • @Johannes-w4y
    @Johannes-w4y ปีที่แล้ว +1

    Kwaze kwab'hlung Shenge uma uthinta ubuhlung buka Ma futh kwanawe ngyabona uba emotional.Qinisela nceku uhlale emthantazwen nezwe linawe ngomkhuleko futh.
    Ngenkathi kuzosa kuba mnyama kakhul,God is creating a painful journey for you to testify and people babe healed ngawe bhuti.

  • @MandisaKhumalo-w7j
    @MandisaKhumalo-w7j ปีที่แล้ว +1

    Muhle umuntu obongayo noma kunje🙏🙏🙏 iNkosi I see my brother 🙏

  • @ZodumoMahaye-rg1jj
    @ZodumoMahaye-rg1jj ปีที่แล้ว +1

    UNkulunkulu unawe Sbu ungasuki kuye you are in my prayers kanye nomndeni wakho ziyafika izimo ezinjena kodwa ziyedlula futhi

  • @busisiwemabusi-sm8ju
    @busisiwemabusi-sm8ju ปีที่แล้ว +1

    Mmmh kwabuhlungu ngoS'bu Jehovah 🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️ngenelela. Bt syabonga usaphila mfwe2🙏🙏🙏

  • @nelisiweshoyisa7623
    @nelisiweshoyisa7623 ปีที่แล้ว

    Sbu themba uJehova kukho konke obhekene nakho ngeke akulahle naphakade themba yena

  • @FikileFikile-l7w
    @FikileFikile-l7w ปีที่แล้ว +1

    Kuzolunga mtanami vele umuntu akathandwa iwowoku muntu awiyona imali abanye bazohleka banye bazodabukuka wawusiza nakhona lapho ukube aliphahlazekanga bebezothula

  • @Yazondinja
    @Yazondinja 12 วันที่ผ่านมา

    Ungasachazi akusizi Mhla wathengisa konke onakho wafana nenkedama ezingadlile kuyimanje enazincela igazi ubaphe konke onakho usale ungenalutho ilapho kuyobonakala ukuthi uyazisola ngokweqiniso

  • @SandiswaSithole-e3u
    @SandiswaSithole-e3u ปีที่แล้ว +2

    He said to Joshua, be strong in the lord and be of good courage.
    I can only say that Shenge.

  • @Zandilelinda-q1j
    @Zandilelinda-q1j ปีที่แล้ว +1

    Hau bakith nceku Qina bhut Sbuh konke kuzadlula sonke syona kulomhlaba, amaphutha esiwenzayo ayaphinda asifundise bhut

  • @prettyngubane2014
    @prettyngubane2014 หลายเดือนก่อน

    Namanje ngibuhlungu ngawe ndoda ka Nkulunkulu

  • @nompumeleloxhoko8719
    @nompumeleloxhoko8719 ปีที่แล้ว +1

    Engikwaziyo akekho umuntu ongoni sifunda ngamaphutha sithi isisho lixhoshwa libhekile

  • @TholakeleZondi-o6p
    @TholakeleZondi-o6p ปีที่แล้ว +1

    Ngibonga,futhi ngijatshuliswa ukzwa lelozwi ebelihlale lisiqinisa futhi lisikhuthaza emsakazweni ngamaSonto lithi ThulaWazi ukuthi nginuThixo thnx so so much be blessed

  • @sizakelegumede263
    @sizakelegumede263 ปีที่แล้ว +5

    Nakuzo lezimo Sbu odkula kuzo. Namanje usenguNkulunkulu. Uletha ubufakazi bamandla akhe ngawe. I will put u on my prayer

  • @sthemnqayi3300
    @sthemnqayi3300 11 หลายเดือนก่อน

    A lady that was staying in the caravan eMpangeni ngaseSiyakhanyisa Primary. Wayenesifo sesikhumba. Wasibiza Sbu safika sanikela. R25K on the spot. Namanje lowoSisi akaze akhelwe indlu. Wawethembisile Mfo kaShenge. Waqola umuntu ohluphekile. I am just taking one example baningi abanye abakhala esikaNandi. Into embi basuke beVulnerable.
    Kukho konke lokho sicela uJehova akuxolele. Siyalikhumbula izwi lakho oKhozini. "Akekho Ongenasono" Amen

  • @nontokozoshange4061
    @nontokozoshange4061 ปีที่แล้ว +1

    Shenge unkulunkulu ukhona end ulalele konke uzuphendula futh umkhuleko wakho uthe masilethe yonke imithwaloyethu yena uzosithwalela 🙏

  • @ethellanga928
    @ethellanga928 ปีที่แล้ว +1

    Bhuti Sbu kuzolunga nceku ngithanda ngoba noma isimo sesinje kodwa awukasuki kuThixo. Kuzodlula naloku

  • @phumzilemlipha3694
    @phumzilemlipha3694 4 หลายเดือนก่อน

    Mfowethu ngigcwele injabulo mangikuzwa ukhuluma njengakucala. Hlala kuJehova konke kutiondlula🙇🙇

  • @vusumuzimkhwanazi1489
    @vusumuzimkhwanazi1489 ปีที่แล้ว +1

    Ume njalo shenge uqine uNkulunkulu abenawe bhuti

  • @sphiweshange1790
    @sphiweshange1790 ปีที่แล้ว +1

    Welele nganekwane, khokha izimali zabantu wena.

  • @phumzileppmanyathi2491
    @phumzileppmanyathi2491 5 หลายเดือนก่อน

    Ngijabulela ukuzwa izwi lakho bhuti Sbu . UNkulunkulu uke waba muhle kuthi wasinikeza umuntu ofana nawe zashintsha izimpilo zethu ngezintshumayelo zakho. Ayikho insindiso ngomunye umuntu kuphela nje lalela akuphathisiwe. Ukuthi wenzani akufuni wena lokho okwakhe noNkl wakhe. UNkl abe nawe.

  • @sithembisogama4568
    @sithembisogama4568 ปีที่แล้ว +1

    God is able man of God nalesivunguvungu sesidlulile.

  • @Lindiwe-xt2th
    @Lindiwe-xt2th 28 วันที่ผ่านมา

    Remember you really matter to our lives.You have shown us what it means to be a community member.May Father God restore you and your business in thename of Christ Jesus our Lord and Saviour.Amen

  • @zukiswasiwa6730
    @zukiswasiwa6730 ปีที่แล้ว

    You used to say uThixo uthembekile nami ngisho njalo, Bhuti Sbu siyamazi uThixo wakho namanje sethembe ingalo yakhe, usazokuthwala uThixo and ubufakazi bakho buzosiza abantu abaningi ngoThixo othwalanayo

  • @lindiwemagubane9156
    @lindiwemagubane9156 ปีที่แล้ว

    Kuzodlula Shenge kuzodlula isandla sika NKULUNKULU siphezu kwakho , umusa wakhe uBaba osezulwini ukwanele

  • @PhumzileLuthuli-p5z
    @PhumzileLuthuli-p5z ปีที่แล้ว

    Unklnklu uzokuba nawe kuze kube sekugcineni kwalesisehlo.Uyena owasithembisa ukuthi angeke avume unyawo lwethu lushelele.Siyakukhumbula oKhozini.

  • @nompilongcobo5860
    @nompilongcobo5860 ปีที่แล้ว +1

    Isho imali sibhadale umuntu akalahlwa esaphila usukengakini uyokwakha ejozi I ayi umuntu kuyadliwa ngakini

  • @busaniwilly8232
    @busaniwilly8232 ปีที่แล้ว +1

    Ngikubona konke Shenge yabona uyinceku yenkosi wena !!!! wangenza ngamesaba uNkulunkulu kulohlelo lakho lukaNkulunkulu nomuntu omusha!!! Ukhozi ngalithanda ngawe, uZondo noLinda Sibiya...... Manje angisalulokothi since nahamba.😪🥲🥲🥲🥲🥲

  • @njabuloxulu2944
    @njabuloxulu2944 ปีที่แล้ว +1

    Bhuti Sbu nginawe fth siyakthanda uNkulunkulu akupholise akuqinise ume isibundi ,nalokhu kuzodlula niberight nonke ekhaya KwaButhelezi UJehova ukhona nangaleskhathi esinje,kuningi okuhle okwenzele isizwe❤❤

  • @gladyssiwela5683
    @gladyssiwela5683 ปีที่แล้ว +8

    Morning Buti Sbu you are not alone my son. Since I have heard about your situation I prayed for you. You have done so much in people's lives. UThixo angeke akuyekelele. Me and my husband we used to attend every year to Vosloorus for your birthday in many things we survived because of your motivations. God bless you. The bible says in John 8:7 "He that is without sin among you, let him first cast a stone at her. "

  • @Thulz.
    @Thulz. ปีที่แล้ว +1

    Yoh, manje leskebhe simutalabha kanjani engasebenzi ayi kubi kulendoda, angazi uzokhokha ngani ngoba ubukeka engenayo imali. This is really sad, from uKhozi to ukushaywa izikebhe. What a downfall 😢

    • @vuyonjeje5408
      @vuyonjeje5408 ปีที่แล้ว

      Ungahleki sitha Sam mangiwile ngizovuka thulubheke sikhonzoNamandla

  • @NtombiSibiya-ce2cu
    @NtombiSibiya-ce2cu ปีที่แล้ว

    Siyakuthanda kakhul Sbuh ungakhohlwa ukuthi laskhona kungenxa yakho cykthanda wazishintsha izimpilo zrthu Sbuh

  • @LiquoriceJojo
    @LiquoriceJojo ปีที่แล้ว

    Hi Sbu, ngithanda into eyodwa ngawe uyamazi uNkulunkulu ngicela ungasuki kuye futhi ungamncami nale izawudlula qina emkhulekweni.

  • @nkanyisomdletshe
    @nkanyisomdletshe ปีที่แล้ว

    Khokha izimali zabantu wena sbu nicasha ngoNkulunkulu nibe nigebenga abantu bakhe ubuxakwe yini nje ngoba ubuhola okhozini uyisigebengu you're greedy unomhobholo

  • @ThuliNgema-s8d
    @ThuliNgema-s8d ปีที่แล้ว

    Ngeke akushiye uNkulunkulu ,ngeke akuyeke, Noma kungathi uthule uNkulunkulu kodwa ikhona impendulo, uNkulunkulu usazolendlala itafula udle kanye namakhosi, Ngiyakwazi usiphilisa emoyeni ufika nasebandleni, injalo ke impilo yomtwana kaNkulunkulu iyahlaselwa. Qina ume isibindi sikhona ukukuphakamisa izandla

  • @nompilongcobo5860
    @nompilongcobo5860 ปีที่แล้ว +1

    Yini silulalela ukhozi uma luncwaba umuntu ephila

  • @khanyisileshongwe9238
    @khanyisileshongwe9238 ปีที่แล้ว

    Shenge mina ngaphezu kwayo yonkinto, ngcela ukukubona ubuyela kuThixo, hhay ngoba ungekho kodwa iqiniso kithi sathane ukuhlasele bhekana naye ngqo

  • @nonsikeleloKomo-qv9dd
    @nonsikeleloKomo-qv9dd ปีที่แล้ว

    Asikwazi ukuzilwela izimpilo zethu bhuti kodwa yena uyasilwela kuzolunga ❤️💖🤍

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 ปีที่แล้ว +1

    Ei kwanzima kodwake mayosiwe izwakala ngosi,bese bethi abadala "kayinuki ingosiwanga"

  • @mthobienkosie7344
    @mthobienkosie7344 ปีที่แล้ว +2

    God bless you my brother 🙏🙏

  • @GoodmanGxagxiso
    @GoodmanGxagxiso ปีที่แล้ว

    Keep strong

  • @thethelelanimasuku-kr9cb
    @thethelelanimasuku-kr9cb ปีที่แล้ว

    Bhuti Sbue igolide lihlolwa ngoMlilo qina mfwethu hamba nomusukhathele wenze ukulunga

  • @SimisoMyeza-uj3nl
    @SimisoMyeza-uj3nl ปีที่แล้ว

    Ey uwushaya wena sbuh. Ubaxhiphile abantu and namanje uyabagoqa ucasha nge bhayibheli ey kudlaliwe ngath.

  • @musafrancexaba
    @musafrancexaba 8 หลายเดือนก่อน

    Uma ungumtwana kaNkuluNkulu uyahlushwa sibonga kugcinwa sandleni sakhe uphile buti

  • @prettyngubane2014
    @prettyngubane2014 หลายเดือนก่อน

    Uma sibuka wena ndodana sibona lo ohamba naye lona owakhiwe ngomfanekiso wakhe
    Ndoda ka Nkulunkulu simi nawe kukho konke

  • @khalelanimtshali2152
    @khalelanimtshali2152 ปีที่แล้ว +1

    Hamba ngalawomadla akunikewona ❤mtanami🙏🏽

  • @NomvuseleloNkomo
    @NomvuseleloNkomo 2 หลายเดือนก่อน

    We bhuti wabantu You do not owe us any explanation bakithi uwe owaziyo kwenzekani nini kubani laphi.

  • @sphiwengcobo3193
    @sphiwengcobo3193 7 หลายเดือนก่อน

    Wisgebengu Sbu mfwethu utsotsi ohlelekile unenga igama la Nkulunkulu😐😐

  • @everseennqabantshangase4524
    @everseennqabantshangase4524 ปีที่แล้ว

    Awu mfoka shenge uyazi umuntu ofana nami ulahlekile ngenkulumo ngoba nakuqala umiswa okhozini awukaze waphumela obala wasitshela inkinga ekukhiphe emsakazweni kuze kwafika lesiskhathi samanje ngoba fthy ususishaya ngayo ivido lena encane kubuhlungu ukuphawula ngento ongayazi ukth iyini isukaphi ngakho sicela wena uke uhlanze iqiniso ngokwenzeka okhozini kuze kube yimanje ngoba sizobhula ezangomeni ezodla imbumba. Shenge awusibeke esthombeni esicacileyo bakithi

  • @MsomiMobile-pf4tp
    @MsomiMobile-pf4tp 10 หลายเดือนก่อน

    Sbu Qhawe lami kuzolunga sidlala ezintweni ezinzima kodwa siyanqoba

  • @thabanembhele7029
    @thabanembhele7029 ปีที่แล้ว +1

    Kuzolunga ndoda. Qina njengendoda Brazo.

  • @zamobiyela2750
    @zamobiyela2750 ปีที่แล้ว

    Icovid ukuba aybanga bikho ngabe akangenanga enkingeni usbu nceku unkulunkulu akuthwalwe uyazi ngawe bonke ubmzima obhekene nabo uyabubona unawe kukho konke ekwenzekayo akabalahli abakhe nabahlekisa ngawe unkulunkulu uyababona fth uzobabusisa akekho ongenaphutha sinawe shenge

  • @NosiphoNosiphokazi-op7pn
    @NosiphoNosiphokazi-op7pn ปีที่แล้ว

    Sinawe bhuti sibu lithi izwi lenkosi ziningi inhlupheko zolungileyo sinawe emikhule kweni yethu esikhonzayo athi ngeke avume nathi