When all is said and done Nceku... Don't forget to pray and own up to umphongolo wesivumelwano, otherwise you'll be swallowed by fish like Jonah... God bless you and your family abundantly
Lengifisa kutsi ukwati Buthelezi kutsi bantfu bayajikelana kulomhlaba lo bengubani wena batfu bajikela Jesu lNkhosi the very same people labaMndlalela emasundvu naka ngena eJerusalema batsi bayethe Nkhosi Yemakhosi kwaba ngibo kanye labebabemeta batsi lomntfu lo akabetselwe l mean to say nawe namhla utfukwa ngulaba bebakubita ngashenge itolo bakuncoma but nje bhuti ungawasusi emehlo akho kuSimakadze Nkulunkulu Lophilako mine ngisakholelwa kuwe ngiyakholwa lokutsi nawuphuma la ukhona utophuma ustronger than yesterday bhuti utsi Jeremiah 18:4❤
Unamandla okwenza konke Shenge ngaye okqinisayo. Kahle kahle Shenge it not about your business la kodwa amandla obumnyama alwisana nokukhanya like ku Sthe mfoka Zondo. UKUBE OMUNYE UMUNT ONGAKHOLWA NGABE AYBANGA NGAKA LENDABA.
Mina ngine depression ngicabangana nemali yami bafo wanzenjani kanti cz wathi izinkukhu ziready for ukuthengiswa, suddenly ai abameli bazokhuluma nathi nge email for payment. Mina ngibona udlala ngoThixo nje cz nama sms ulokhu usebenzisa UThixo, UThixo uyiqola bhuti angifuni ukungasho.
Kahle kahle he’s commenting on what was written I still don’t get any explanation of the real matter and also on his talks his softening people to still pay as they have hope that the business is going to continue but ke asazi maybe usazochaza
Ubhuti usbusiso uzophikisana nephepha or uzotshela ukth why ayethi abantu aba activate imali ngokufaka enye imali abantu baze benze ama loan... don't defend yourself
what I know you cant advertise your company la usebenza khona without permision uKhozi bulwazi ukuthi you have your own company......the trsut has been brokern but fix it Baba.
IQINISO..... IS THAT YOU USED GOD'S NAME & UKHOZI FM TO PROMOTE A BUSINESS THAT LOOTED IMALI YABANTU! LAPHOKE UYOYITHETHA NOMDALI! Thina siyisizwe siphoxekile KODWA SIYABONGA Asiyophinde sithembe into esakazwa on radio as a legit BUSINESS! Amen.
Shenge sinawe yonkindlela u Jehovah uyamazi wena ungakhathazeki mntaka Thixo 👏
Siyabonga Shenge mina ngingu Mbambo ngisakholelwa kuwe ngiyafisa ukuthi unkulunkulu akuphe amandla siluhambe loluhambo mina wese uyiqeda idlala Shenge godbless you
UYISIGEBENGU ESICASHE NGE BIBLE WENDODA YEZINKUKHU.UYOTHENJWA OSONTA NABO MINA NEVER,🤞🤞🤞.SBONGA ISKEBHE⛵🦯️
Maybe basazofakwa imali
Fraudster, he has no shame
Nabo abasamthembi
Isifundo - "Ungalinge wenze i- ibhizinisi nomuntu obheke inzuzo kuphela!!!!!" , Ngiyaphela lapho.
Yah uqinisile nokungazi lutho ngalo thina nje lento ye bhizinisi silazi kakhe 🙏
Inqiniso lelo ,ngamanye amazwi ,juba lidizi negwababa
Shenge ngicabanga ukuthi bekungamele uphendule lezi zinkulumo.
When all is said and done Nceku... Don't forget to pray and own up to umphongolo wesivumelwano, otherwise you'll be swallowed by fish like Jonah... God bless you and your family abundantly
Syabonga Shenge engathi uNkulunkulu angahamba nawe ibanga lakho lonke kulesisimo❤❤❤
Defense mode ngeke Shenge khokha izimali nje zabantu finish
Mina ngisakholelwa kuwena ndoda kankulunkulu alukho uhambo olungenasikhisi uthixo uzokusiza nalokhu kuzodlula bathobeke amanxeba nalabo abonakalelwa sthemba konke kuzolunga .when dayz are dark friends are few
Amen Sokwalisa.98 eCilongweni , "ubenokuthula ngasemphefumulweni"ungabe usalalela ukuthi abantu bathini.kodwa lalela ukunyenyeza kwaThixo manje, ungasuki kuye.
Sgebengu ndini, awunamahloni, ungcolile mbhemu, sewufuna ukubaphinda futhi. KwasoKhozini wawubhizi upromothana nomngani wakho Njilo .
uJehova noSbu kuphela abazi iqiniso ukt kwenzekani ngezimali zabantu uma uSbu wazidla izimali zabantu kungafanele uJehova uzodila ngaye kdw uma kuwukuthi wayesiza abantu ngeqiniso lawa ibhiznis uJehova uzomfukula futhi qaphela uJehova kuphela UMEHLULELI walesisimo esibhekene no sbu
My brother khumbula Uma amandla ombusi ekuvukela ungayishiyi indawo yakho
Akukho mandla amvukelayo uyena owadla imali
Indawo yokweba 😅😅😅😅😅
Muntu ka Jehova isikhathi sokuthula lesi okwamanje ubukele u Jehova elungisa isimo ehlambulula igama lakho uma kuwukuthi umsulwa if sekudlule konke lokhu kuxokozela bese uzobonga abantu u Jehova asebenze ngabo ukungenelela kulenkinga okuyo bese kuba ima uchaza ke ngokwenzeka libe seligezekile igama lakho okwakho ukuthi fast and pray ekhoneni lakho wedwa bese uyekela uNkulunkulu akuphendule kubone lonke izwe
Ukube uyazithulela ngempela umuntu kaJehova. Okungenani Avele azibongele kuphela nje ngosizo alutholayo ebantwini.
Akusiso iskhathi sokizi defender lesi
Yisikhathi sokuzehlisa ngaba iqiniso Lona ngokwalo linendlela yalo yokuziveza limhlangule umuntu...Ngoba the real victim umuntu olahlekelwe imali...hayi olahle imali...
Thula Sbu akwenzi lutho ukuthula
Uzoze wine ngomlomo wakho...liyeke iqiniso lizozilwela lonw
Siyabonga uNkunkulu mkhullu❤
Lengifisa kutsi ukwati Buthelezi kutsi bantfu bayajikelana kulomhlaba lo bengubani wena batfu bajikela Jesu lNkhosi the very same people labaMndlalela emasundvu naka ngena eJerusalema batsi bayethe Nkhosi Yemakhosi kwaba ngibo kanye labebabemeta batsi lomntfu lo akabetselwe l mean to say nawe namhla utfukwa ngulaba bebakubita ngashenge itolo bakuncoma but nje bhuti ungawasusi emehlo akho kuSimakadze Nkulunkulu Lophilako mine ngisakholelwa kuwe ngiyakholwa lokutsi nawuphuma la ukhona utophuma ustronger than yesterday bhuti utsi Jeremiah 18:4❤
Buthelezi wena unenhlanhla minangithi umdeni wakho kwakufanele nawo ukubonise ungabaleki umanusubonukuthi izimalizabantu azisekho kodwawena bekumele uvele obalaphambi kwabantu ubachazelekonke njengamanje abantu abaningi abasabethembi abazalwane ngobabathi bagebenga abantu besebevala ngenkolo minangithi sengathinuNkulunkulu angakusiza ukhokhe izimali zabantu kungaze phakathikwabo kubekhona abacabanga okubingempela ungazakheli izitha ngezandla zakho minangabe sengidayise ngisho nemoto yami ngenzele ukphungula izikweletu zabantu ungabethembisi into owaziyo nawe ukuthi ayikho iqiniso liyakhulula
Unamandla okwenza konke Shenge ngaye okqinisayo.
Kahle kahle Shenge it not about your business la kodwa amandla obumnyama alwisana nokukhanya like ku Sthe mfoka Zondo. UKUBE OMUNYE UMUNT ONGAKHOLWA NGABE AYBANGA NGAKA LENDABA.
ABANTU BAJAHE UKUCEBA ABAZI UKUTHI I BUSINESS WIN OR LOOSE
NGISHO UWEDWA UQALE UWE BESE UYAVUKA
🤞
Indeed
Sinawe Shenge ungamthuki uJehova no Jesu walingwa. Sizokweseka nceku yenkosi. Kuningi engakuzuza ngokulalela izintshumayelo zakho no matter what
Mina ngine depression ngicabangana nemali yami bafo wanzenjani kanti cz wathi izinkukhu ziready for ukuthengiswa, suddenly ai abameli bazokhuluma nathi nge email for payment. Mina ngibona udlala ngoThixo nje cz nama sms ulokhu usebenzisa UThixo, UThixo uyiqola bhuti angifuni ukungasho.
Okwenziwe ilensizwa nokumehlele kungifundise ukuth Kunzima emhlabeni ngeke uconfirm lutho, it's so hard.
Nceku ye Nkosi , kuzodlula , sinawe emkhulekweni sisakholelwa kuwe uNkulunkulu wakho unawe
Mmmm wena khokha😂 izimali zabantu badla sikhathele uwena
😂😂😂😂
Kuningi mina engakuzuza ngokulalela izinkulumo zakho okhozini. Vuka nceku usebenze umsebenzi wenkosi.
Manje Shenge uzozithintitha udle more izimali zabantu?
Kwesinye isikhathi kuye kube kuhle ukuthi uthole ulwazi mayelana ne business ofuna ukungena kulo noma ukuliqala nje,,kunabantu abafaka izimali ngoba bethemba u Shenge ayi I business,manje balimele abantu abaningi bakhala ngo Shenge kodwa naye akanalutho uSbu.asifundiseke singumphakathi ngohwebo lwezamabhizinisi
Lungisa umsamu wakho. Akekho umuntu ongenazo izimpade
Unkulunkulu akayingeni Baba eyokuganga lomuntu
Loooool
Jaaa Shenge buyisa imali zabantu ungasakazi.abantu balimele kunzima uvele unike umuntu nje imali
Izimalizabantu zimiphi?
Kahle kahle he’s commenting on what was written I still don’t get any explanation of the real matter and also on his talks his softening people to still pay as they have hope that the business is going to continue but ke asazi maybe usazochaza
Yeah ngathi usazoyifuna imali
Imali yethu yona siyi thola nini?
Ubhuti usbusiso uzophikisana nephepha or uzotshela ukth why ayethi abantu aba activate imali ngokufaka enye imali abantu baze benze ama loan... don't defend yourself
Man of God please try to pay those money back,and ibiznes faka imali yakho yodwa,nama loans
😢
Mekumele aqale ngale company aqola ngayo abantu ekuthiwa iMbumba
Isigebengu lesi
what I know you cant advertise your company la usebenza khona without permision uKhozi bulwazi ukuthi you have your own company......the trsut has been brokern but fix it Baba.
Sokwalisa uma unkululunkulu esekhona nethemba likhona mina ngithi isikhathi nje odlula kuso wena beka phambili kunokukhanya mntakababa.
Yey buyisa imali yabantu wena
Ukhuluma ngani awuzwakaki
Mina angikholelwa kuwe ithuba wabanalo wadlala ngalo manje uzokhohlisa abangazi
seg
Yabona into eyonibulalisa ilena yokuth nizenze abantu abakholwe kakhulu ngathi unkulunkulu umngani wenu kanti unkulunkulu uthanda wonke umuntu
Ungamthembi umuntu 💔wangiphoxa mina finish
Sgebengu Bushiri khuluma ukuthi imali zabantu ziphi,b4 iskebhe sibuya,khuluma ndoda,uyeke ukucula la
His eyes are looking down 👇😊 he is facing the camera mh🤔😌
Kusamele ubanjwe ngenduku wena.
Kancane kancane “U babu’Njilo ubabu’ Njilo
He is so manipulative lobhuti, khipha izimali zabantu uyeke Unkulunkulu please. He is so patronizing hle.
EYI LOBABA STILL WANTS TO EAT IMALI ZABANTU DAMIT!
IQINISO..... IS THAT YOU USED GOD'S NAME & UKHOZI FM TO PROMOTE A BUSINESS THAT LOOTED IMALI YABANTU!
LAPHOKE UYOYITHETHA NOMDALI!
Thina siyisizwe siphoxekile KODWA SIYABONGA
Asiyophinde sithembe into esakazwa on radio as a legit BUSINESS! Amen.
Shenge uphile ngifisa siphinde siluhambe loluhambo lwaBombuso ngiyawazi amagalelo akho,ungangikhohlwa kwakukhona akwakusele inkosi isibekele wena thanks
Shenge wena kaMnyamana,
Payback the money wena futsek, stop using God name
AKAYIBUYISE LE MALI.SERIOUSLY
Sokalisa stop justifying nonsense you need to pay back what you scammed people