SIKHIPHA IZIMFIHLO | Imina engenza umyeni alalwe izipoki | S1-EP186
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 7 ก.ค. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession - บันเทิง
Ey uyalishaya kodwa uhlelo Sisi wami angiphathi I voice yakho yoooh iyabusisa
Wakhula Mamellow - excellent handling of this episode, especially how you introduced usisi kubaba'sekhaya! That is the way to do it - keep it up
Sawubona we Mamello Zondi ❤,Thina Siyaphila bakwethu,
Lo,Ma onaye kufanele ayeneliswe yinto anayo impilo,nomkakhe.
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo, Dankoo ❤
Mina angikaphendulwa namanje ukuthi uphi u lungstar wethu we need her please blaq life TV bring her back coz ayikho into ebambekayo elasitshela yona singabalandeli bohlelo
Akakwazi kubuza lo sisi unento nje ongayazi
Let's boycott
Bring back Lungster🏌️♂️🏌️♀️
@@magamenkosimbihli2786.
Kahleni bo wonke umuntu mesafika emsebenzini kuba nalokho nje uzojwayela usisi okwesibili akulula ukubambela umuntu ngoba kusuke sekujwayeleke umnikazi womsebenzi mnikeni ithuba
@@user-qy9qf9uw6c yeah you right wenza kahle mpela u mellow and we love her too but the question is uphi u lungstar
Kazi nina ngingazizwa kanjani at work abanye bantu bakhala ngomunye ongekho uMammelo nithi akazizwe kanjani 😢
Iyacika lento yokugxeka njalo ngoba uMemelo uyaluqala loluhlelo angeke afane nolungstar obesemdala
Abasiye kethina ngo stufuza
Si happy ngo Mamelo ❤😊
Mamelo MaZondi omhle Nondaba Gagashe wakithi you are the best presenter you doing very well bbygal you have improved a lot big ups to you🙌🙌🙌🙌❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️🙏
Ngiyakusola mina awuzange ube neciso kumyeni ibhizinisi elenu nobabili bewuumshiyelani😮😮😮
Yah Waze walikhuluma iqiniso ntombazana kusobala ukuthi uyanthanda umyeni wakho kaxole ubaba ngoba uzehlise ntombi
Mamello you’re the best ungabanaki abakhuluma amagama amabi thina syabona ukth uyayazi into oyenzayo❤
Nami I love Memelo unalo ikhono👌
She is so sweet ❤❤❤
I love mamellows voice guyzini❤❤❤❤
Une voice yokusakaza❤🎉
@@user-rq4gn4yz5vuyasakaza nje lapha 😊
@@user-rq4gn4yz5v true❤️❤️❤️
I miss u Lungsta nam
Syabonga presenter awusichithi iskathi ngemibuzo umameli ndaba wenzakahle ngoba iskati sincane sisi sizwakonke ungumphati wohlelo ufundise omabuza
Can't wait for season 2,good job guys ❤.
Kanti u lungsta wayaphi Nkos yam
On leave
Maternity leave
@@amncmmukhulelwe nini😂
@@amncmmblaqlife ngokhulelwa🤦♂️
Maternity leave uzobuya no Pinky ❤❤❤
Noma ubu wrong sisi but i like the way approach indoda ngakhona👌
Mazondi muhle futhy umsebenzi wakhe uwenza kahle kakhul ❤❤❤🎉🎉
Thank you for not asking her where she comes from ,well done
Akukho muntu ongalalwa kulefemeli Indoda ilala nomfazi ngapha umfazi uyidlwengulisa ngezipoki?. One round emfazini from kunyeni wayo. 5rounds from espokweni kubaba.
Anyway bafowethu uma ungakasindiswa isho lamazwi nkosujesu ngena enhliziyweni yami iba inkosi nomsindisi wami amen John 1:12
😅
Waze wabuza nje ngami uphi ulungi lungi siyamkhumbula webantu
Usafukamela umtwana since ebezithwele😘😘😘🥳🥳🥳
Siyakuthanda wecc Mamelo thanda voice yakho❤
Ayikho indoda engaqhubeka no laka entombini enezwi elizothe kanje😂😂😂
Mamelow you rock cc. You allow your guest to vent comfortably ❤🎉
Cha sisi uyakwazi ukuphatha indoda noma wenze iphutha but ngiyakuvuma yazi kwamina bengicasukile kodwa I Ndlela okhulume ngayo ngivele ngezwa ukujabula ihliziyo yami ngingathandani nawe😂😂😂
Uqinisile & Lo Sisi wayezama impilo...wadlala inyanga
Thank you for answering all my questions same time, come season 2.
Ngayithanda indlela ochaze ngayo we mamelo.
Waze wakhuluma kamnandi ucc noMyeni wakhe ngathi uyasgcwalisela😂😂 Power to that 💪🏽
Yes pls hamba kuye umtshele kuzophela uzolapheka ngoba nawe walapheka mncenge cc asizakale sobonga nisindile cc.
So humble cc wami usbarie uzokuxolela ngenhlonipho yakho nje
I can't wait to watch season two
cha usisi uyamthanda shame yehlisa umoya mfw2 akajolile musani ukumjaja ucc coz sixolela abasijolele several time ucc ngiyameseka kakhulu ungumuntu wesfazana oqotho onesbindi onothando cabanga ukuthi uthengelwe umuntu othandana naye site ngikufisela okuhle mama
Wamuhle ❤maZondi 😊😊usugqoka kahle manje girl.
Soze wanelise wonke umntu cc. Abanye bayakholwa abanye abazujholwa but into phambili is the message. Keep it up!!
Ngicela iminiiningwane yaleyo nyanga please ngine nkinga
Mashmellow yethu you are doing a very good job, keep up ❤❤🎉
Sicela u Lungster naye eze kanti uphi,siyanithanda nonkhe kodwa❤❤❤❤❤
Watching from Cape Town
Mazondi I love u cc wam♥️♥️♥️
Mmmmmm waze wakhuluma kahle ucc wabantu ngeke uvuke laka apha into engavuka yinduku mmmmmmm nyc voice 😊
Mina anginankinga namuntu kuphela nje ngithi sibuyiseleni uLungstar ningakhiphi muntu sibathanda bonke kubi uma omunye sizohlala obala isizathu sokunggaveli kwakhe bese omunye kuvele kuthuleke nje sicela abekhona noLungstar ngale kwalokho syatapa
Congratulations Mr milk man woooooooow that's owesome 🎉🎉🎉🎉💃💃💃
Ucc ukhuluma Kahle bakithi nomyeni wakhe bakithi nkosyami nami ngyamxolela bakithi ❤
Tanks Mamello for ukucaciss gal.
Mamelo bby we luv ue scela ukuthi ezinye inkulumo ungenele ukuze ofonelweyo azwisise cauz osuke ecela usizo ubanovalo gcine engayibeke kahle indaba yakhe like this lady todae ma ebika udaba lwakhe ulubeke sengathi wabuya lesgubhu eqonde ukuthi silale lomkakhe so wena bekumele uthathe ifoni uyichaze kahle ukuthi ucc naye ubengaz ukuthi kuzoyenzeka leyonto cauz now i think u guy ucabanga ukuthi umkakhe ubezama ukusebenzisa yena for ukuthi athole imali yet naye ubelalwa yisilwane
Mamelo you're the best present....watching you from limpopo ❤❤
Mamello u are the best uyalishaya uhlelo lwakho
Ngicela ningisize ningiphe inumber yomelaphi wendabuko uMama wami wangenwa yilumbo lezilwane ezingaphakaty kuye zigcwele isisu sezivel Emzimbeni ngaphandle ziba njengezilonda ngisizeni bakwethu .
Namxoshisa uLungsta naty uyajajana senikhohliwe njalo😂
Cha nje akaxoshwanga ukhona usafukamela umtwana since ebezithwele 🎉🎉🎉
I voice Mamelo i love it cc ngathi ungakuuluma imini yonke❤❤❤
Sybonga Mamellow ❤❤❤ave umuhle cc❤❤
Thanks for assurance because I had begun to doubt watching it, hence I was reluctant to watch.
Gorgeous beautiful 🥰 mamelodi ❤
Mazondi uyalushaya uhlelo ,noma singeke sikuthande sonke ungesiyo imali,uyalushaya phambili sisi
Iyakwazi ukuzincengela lentombi endodeni😂...manje nakwi next season uzobe engekho Lungstar namusaphi vele?
Sacrlubuza Sisi ngoba ngoba akuyona into ewrong kubiza gama lomuntu owenzikuhle esizabantu celubuza lomelaphi owakugeza
Lapho khona enithi members only nenzenjani khona coz sibuka ngeData la😢
😂😂😂
Love u Mamello❤❤❤🎉
Sbonga ukuth igcine umazisile abanye bathula aze age umuntu.kzomele usebenze hard to regain his trust
Siyabonga cc sesinesiqiniseko ngobaba uGasa ukuthi uyelapha ngoba uye umelaphi okubaqlive TV nathi sisendleleni eyakuye ngoba nathi siyalalwa ilezinto
I love you Mamelo❤❤❤
Mamellow uyathandeka sisi wam
How will he trust you again mara sisi
Sesi Ngi Bonga I ciniso lwakho u thembekile Ene u Thanda I ndoda yakho sesi , Ene be u Zama impilo , manje mina ngithi as from now please unga sayi enyangeni hamba Kuba thandazi Ku phela
Iningi lenu lingamaxoki,kusewu Stufuza no Lungsta bengigxeka u Lungsta nithi akabukele ku Stufuza.ok is fine Stufuza is doing top class work.But manje senilokhu nibuza ukuthi muphi u Lungsta ha ha ha nina futhi😂fundani ukwamukela umuntu ngaphandle kokumqhathanisa
Hawu losisi ngabe wahamba nayo indoda yakhe bayogeza bonke mos ngoba ngabe washo isgubhu siyamlala naye or wazitshela ukuthi masilala lendoda imali izongena ukhohlakele shame losisi🙆🙆🙆🥺
Ur voice cc is taking to the Gospel wow maan
❤Mamelo
I like you mamello big up ❤
Haaaa losis uyakwazi kuzehlisa kumyeni wakhe n uyezwakala akazenzisi
No comment. WOW WOW WOW WOW WOWWOW mmmmmmmmmmmm kodwa bathathwaphi abantwana abahlonipha kanjena. Yaze yakhohlakala inyanga mthakathi. Kwakusigubhu sini lesi esihusathane uqobo lakhe and abaqali abantu ukuba neynkinga ngezigubu. Mhlampe kungcono zivalwe izigubhu mazidakwa kanjena ziyathakatha zonke lezinyanga ezinika abantu izinto ezinemikhuba emibi kangaka. Nsizwenye unomfazi wasendulo, musa ukucasulwa umuntu owayezamela nawe ukuthi niphile kahle. Waba nomngane okuhlwile kuye, kwakumele amyalele umelaphi wendabuko owayezoqaqa lapho okuvalwe khona ngomonanje wokuthi ebenza kahle ngokubambisana neyngane zakwabo kodwa ebengawulehlile umendo wakhe nomuzi wakhe. Wabaneshwa ukuyalelwa emntwini ongasile. Yehlisa umoya nsizwa enye ngoba angeke umthole umfazi onibuntu njengalomntwana kubi langaphandle amadoda ayadliswa abeyizi yoyoyo. Balandeli musani ukuthanda ujushaya umthetho eningenawo kwasanina. Anihlangene no BLAQLIFE TV producers and your presenters. Nihlangene nohlelo, akufuni nina okwenzeka ngaphakathi. Musaninje ukuthanda ukuqhama ngobuwula. Cabangani njengabantu abaphilayo. Mina ngibathanda bonke abasebenzi be BLAQLIFE TVnezinhlelo zabo noma zibuye zicishe zingibulale ngoba kuningi okunzima hayi lokhu ebesikulalele.. asizifundiseni ukubonga sikhale siphawule hai ukushayela abaphathi bohlelo ukuthi benzeni bangenzini. Nami ngiyamthandu LUNGISTAR futhi ngyamkhumbula. PHAKAMA MAZONDI KHUPHUKA GAGASHE.........
Wasiza wakhuza, sithembe bezwile.
Angene umuntu ancome sekuza ozobuza imibuzo kwasengathi ulwisa onconywayo.
Watching from Bloemfontein 😉
Dr Gasa melaphi
Wow inhlonipho engaka kubaba ❤❤❤
Can't wait for season 2 guys, niyenza umsebenzi omuhle
Mamelow I like you hey, I only watch blaqlife when you are presenting struu. Keep it up. Hopefully I will meet you one day.
Thanks for your clarity at the beginning of this episode MaMellow wethu omuhle❤. Can't wait for Season 2🔥🔥🔥🔥
Mamelo bby i cant wait 4 season 2
Yooh nkos😢😢sad story.Ey ngoba umuntu..ukgila utho uphila naye.sengath ubhuty angasizakala bandla.Next time cc mawenza into enje involve your hubby cos uyingxenye ye life yakho buka manje silimaza naye engangene.Isnqumo eskhulu kanje awsenz wedwa
Lesi isifundo sokuhlukana nezinyanga
Mamellow you are doing very well my dear
Usabile yini ukuvele umcele umyeni uthi ubone kukho umntu ongakusiza than uzomveza la utsho umbone kufb.
siyabonga....mutshele hubby
Sis wam ngiyayithanda indlela ozithobangayo kumyeni wakho,thina Bantu besilisa intobeko yenu iyasinqoba👏👏👏👏
Siyilinde ngabomvu Mamelo.
iyisoka ngolimu lentombi. ngavele ngayithanda.
Hhey😂😂😂😂😂😂😂I'm impressed
Awukho umuthi wamabhizinisi bt khona izilwane
Siyakuthanda cc
Blacklife!!! Everyone must join akhokhe ku season 2.
Wonke ama presenter umsebenzi wawo mhle qha abasebenzi ngokufana. Make siyeke ukuba xheka.
MaZondi❤
Sisi waze wakhuluma kahl nobaba wakhaya siyabafisa omakoti abanjena kuyabonskala uyamhlonipha naye ngokunjl wakulalela kuzolunga niqhubeke nihloniphane
Sikhona 😂😂
@@proudlysa774 hhai ngek nom ningaba Khon kdw ngek nifane naye usisi 😂😂
nihamba abantu abarongu sengizwela ubhuti
I can't wait for season 2
Ugqoke kahle MaGagashe❤
Yes i think that would be better
im in Eswatini 🇸🇿 i have a big big problem eeesh un destruction matter meaning a big big one help help🤞🤬😣
Wuuuuuh shym ngeke mina cabanga ngizolalwa into engingayazi kuth yin,iskhathi esingakanani?asaz akashongo lo ghell,shuthi bona nje abasazijabulisi ekamelweni as uBaba esaqhubeka elalwa into angayazi,aii isbindi sa ghell,intombi zenu ezithanda imali aii bandla...
Mamellow wami❤mna njje ndifina uzongqitha ngapha mhla suqala u season 2ndikuphelezel zokujonga oko oko siswam
Niwuthathapy lemity guysz😅
❤❤❤❤❤❤❤❤
Lungatar, Lungatar, Lungatar😭😭😭😭😭
Mnxm
Thank for your information