We need another show which says "Waphela kanjan umshado wam" from amadoda coz there are 2sides of d story...Umina engobe ngiphethe loluhlelo please ngicela ningenz inhlolokhono 😅😅
Anele sisi I loved your love story before the drama unfolded, it's beautiful ❤️❤️ u stood up for urself at the end, thanks Lungstar for an awesome show 🎉🎉🎉
Sister lungstar ngicela before namukela umuntu anike nimbuze uke waba kwenye ishow before eza la ngoba usisi, ngowesthathu bevela la kwi Blaqlife kodwa bebe besuka kwamanye ama show ngathi sekuhambisana nokuthanda ukubukwaaa
We need another show which says "Waphela kanjan umshado wam" from amadoda coz there are 2sides of d story...Umina engobe ngiphethe loluhlelo please ngicela ningenz inhlolokhono 😅😅
Wathwala kanzima CC wami
Umuhle kanje uyi dark beautiful 🥰
Kodwa Mhlanga uyambona udark unogazi nje usisi wabantu 😊😊
@SaneleNdlovu-y9d ngyambona muhle njalo nje 🥰🔥♥️♥️
Futhi muhle bakithi and uthobile❤
Ngajabula ukubona lungstar kade ngakugcina cc wami❤
😭💔ai ngeke wasiza wabashiya. Ngaze sangihlukumeza story sikasisi.
Thank you for sharing your story sis Anele, stay in your sovereignty mbokodo💐
Wathwala kanzima cc ukube wanaka indodana yakho isakutshela okokuqala kwadlalwa ngawe.
Lunsta tell that woman thàt she is brave and beautiful a beuty with brains
From tiktok😮
Anele sisi I loved your love story before the drama unfolded, it's beautiful ❤️❤️ u stood up for urself at the end, thanks Lungstar for an awesome show 🎉🎉🎉
Waaawuuu thank you boy🙏ndikuqwabela izandla mfethuu uhlale uhlakaniphile
Sister lungstar ngicela before namukela umuntu anike nimbuze uke waba kwenye ishow before eza la ngoba usisi, ngowesthathu bevela la kwi Blaqlife kodwa bebe besuka kwamanye ama show ngathi sekuhambisana nokuthanda ukubukwaaa
😂😂😂😂😂😂 Same story line?
Wena uxakwe yini ngoba thina siyaqala kumbona. Wena awufuni ngani kubukwa ngento eyakuqedela umendo wakho kahle bo
Mine ngiyaceala kusibona le story sasisi xm futsi ngiyasijabulela
@@HappinesssibongileDlaminiMe too
She has a right to go to a thousand shows if she likes it's non of your concern
Imani guys, ngyayizwa indaba ibhlung impela, phola cc kunjlo emhlabeni umunt ngek umazi, bt ngidideka la masethi ucc washada esenayo ingane, Kant Uthe kuqala indaba yena wayehamb umhlanga, washada eyntombi, Cha guys aningiqondise bakith myb angzwanga kahle
Uchazile ukuthi ngomshado wakhe wazi Ema izintombi zomhlanga noma yena wayengasasiyona, okusho ukuthi wayeselalile nomkwenyana nje ngoba eyisoka lokuqala elagcina futhi limshadile.
Uchazile ukuthi wayehamba umhlanga kodwa eseshada wayengaseyona intombi but wathi akazibize intombi ayehamba nazo.Angakubalulanga ukuthi wayesenengane
Oh uthi ube nengane naye bengakashadi baze bashadake Kodwa isikhona ingane
Utshilo ndivumelana nawe,something doesn't add up here
Even isizulu sakhe is not make sure
Ngthanda umoya wkhe uphansi
yessss azize booo 👂
Nxese mama phola enhlizweni🙏 abantu besfazane bayaxhaphazana,amadoda anjani, omunye ubaba walala no cc osebenza emzini wabo
Kwabuhlungu jesu kukhulunywani nje ngeke wenze kahle waphuma kodwa uyefana nosisi owavela kwi awondli umfana ethi unobhuti bakho abamnyama abathusayo wamlaxaza nengane kodwa angisho lutho
😂mhlampe bahlobene
Aw kodwa Anele bongeke wakwazi ukshiy nombolo zakho ?
Nakho ke,...ngasho!🤭🤭🤭
My one and only lungstar ❤❤❤we love u sisi from kwandebele 🎉🎉🎉🎉❤
Hai angikaze ngikuzwe ke lokhu !!!!!
Hayi maan!, Lalela... Kusha Sha emadlebeni wami lokhu!🙆🏿
Yhoow cc sorry bulela uthixo kub lo mamncan engakudlisile I poison 😔😭
My crush seriously Lungster....watching from Botswana 😅
Iyho😮isganxa sangempela
Yes dear ngumfana cause u acter nje ngomfana
Nxese ngane yami unkulunkulu uzoba nawe ❤️
Ncese cc saze sabhlungu istory sakho 💔💔
Wamuhle usisi 😍😍😍
Kodwa sesi ayyy kuningi xem ....ncese mtakagogo
Ahhhhh kunzima kwa department of love andizii,sorry Anele you have been thruu alot
Vele kuyashiwo ukuthi lawuthandwa khona ' basemuzini lawuthafhe khona noma lapho ugane khona ' kugcini kahle, sad story cc
Sis lungista awuve umuhle nomoya wakho omuhle we love you ENaNDa🎉🎉❤❤❤❤
Phephisa Anele 🥰
Saze safa isikeshi salo cc.....kumjolo show kubaba ongondli uye fut......now usebuye mendweni 😅😅😅 shut sezoya nakwi kwenzakalani😅😅
Ngyasho ukuthi ngyamazi lo muntu
Ayibo ilona obabydad omuhle yini lona owalahla ingane kumfana ?
@@ZamaNyathi-f8nsengbuya ukyoybuki show nguye kanye and hairstyle iyona amacici iwona,ufake boom jacket black cwebezelayo ne dress orang😂😂😢😂😂
Kdlaliwe ngathi kumjolo show ulaxaze ingane kubaba wayo ongondli kanti nisibukisa ini kahle hle guys
Aibo CRC?
Sthandwa sami nami kwayenzeka same thing ngangi mbona lomtwana kodwa ngingazi bebamcosha emzini kwazovela after my wedding ngoba umama womtwana sekashonile bekana 15yrs sekavezwa angidelela kwakunzima kakhulu kimi
Sazesafana love angincengi mina phephisa love
Kodwa ucc udlala ngathi why engaybali lengane ayshiya kubaba wayo ngb ethi akondli 😂😂😂😂
Lungsta,please Blaqlife needs another show "Amadoda asiwa ngabafazi bawo" igxile kakhulu kwicala lalamadoda acazwayo kule show "Ngabuyelan'emendweni" ndiyacele badidiyeli benqgubo! 🙏🙏🙏🙏
Kwaze kwanzima emhlabeni!!!
Ayi the mans bazokudida umbuzo wami ngoba wayenabazali bona babethini ngalogel
Awu kodwa cc kwaze kwabuhlungu nkosy
Yoh lendoda nomfaz ngane bangcolile 🤞ang'bafiseli lutho okuhle empilweni 😠
Eix wamkele lengane ,wathini mamazala nabo skwiza 😢bavuma nabo bathi yingane yabo( eix its not make xo) nihlale the whole year
Yintoni na igama lalento? WTF!😢😢😢
Cela angiphe Inamba yakhe ucc plz plz
Man 🙌
Ay ama 2k anemikhuba eminingi ayboo 😮
Lungstar uyimbokodo we must celebrate you 🎉
Nxese mama
Izinto zimane ukwenzeka emzansi 😊
Mmmmm phephisa cc sibuhlungu istory sakho😢
Lots of love Lungstar
Kunzima emhlabeni 😢
Ushade sewunengane or uthole ingane una 5yrs ushadile?
Haaaaa ngilokhu ngibabazile we anele wena
Kondwa cc lawe uhlala njani lengane kadoda yakho ungakhulumisananga labakibo la Asuka khona wabale phutha cc kubuhlungu xem
Hawu losisi kade ngimbona kwishow yobaba abangondli kodwa uselana futhi 🤣🤣 ay kudlaliwe ngathi
😂😂ayi senisimoshela idata umaka anele sewu Anele futhi thina simaz ethithiza ku mjolo show😂😂uboy lapho usafaka ipampers ....nawe awukaze nje ushade
Mmmmm cc wawunenhlanhla yokuthandwa ama in-laws
Yooooooo kunzima shemu
Kwakungeke bengyazi lengane oskwiza bakho,hay ngyala kwaba kanjani nje,cha bakwenza intoebhlungu cc ncese
Yhoooooo😮😮😮😮
Kodwa nawe cc kawusalandeleli ukwazi la lengane yazslwa khona ,izalwa ngubani wavele was he lala nengane ungazi iqhamuka kuliphi izwe...wavala nengane yakho ikutshela...hhhaaawu cha ...anyway sorry 😢😢
Nami ngimangala lokho. Kanti akubuzwa nokuthi izalwa ubani lentombazana. The truth beizovela same time uma bekalandelela Imvelaphi yalentombi
Mhlampe ama 2000 ke lawo awadlali ayokukhipha endodeni ahlakaniphe kabi 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Isbindi sabo sokwenza izinto phamb' kwengane.
That was an uppercut...Knockout.
Lentombazane yayingamupha noshevu loMama
First comment 🎉🎉slindile cc lungstar we2 omuhle❤
Bonga ngoba ayikubulalanga,ikufakele ushevu.
Umaka Anele usewu Anele? 😢 Haibooo bafee2
😂😂😂Ayicha bandla kudlalwa ngathi lana
Yhooooooo amadoda
Isibindi sendoda yakho obekuzolandela bezokubulala okuhle ngob washeshe waphuma
Ngivele ngakhala ngizwa lestorie
Sketch lesi, losisi ubeku MJOLO SHOW eyolungisa indaba yobaba ongondli
Bayafana vele, maybe they are sisters
@GcebileVilakati-gg7pg naa abafani, nalowa sisi kwaku Anele
Ngempela it's the same women from the Ada show
Aksiye bacishe bafane
@@GUGUMbatha-ex5zp if befana why igama libe lodwa?
N wawungadla ngisho upoisan yooo abantu badlala
Ngicela inumber kasisi please
kuthiwa ubomamela phambhi koba uphekule ndiqale ndamgxeka kuqala ndingcine senisithi ufanele ke u CC ahambhe xakwaba njalo
Kuya act la,lo sisi uke wavela kwi show ethi awondli,manje useshadile ayiko le
Lungsta niyalalela shame hhai kunzima ezweni wenze kahle wabashiya bebengakubulala cc.unesibindi ugal benomyeni bakhohlakele.kuzoba qoqa ukuhlwa.
Yhuu yazeyahlakanipha ngane yakho xeim tjuu . Yakusiza tjoo heee
💔💔💔💔💔💔💔😔😔😔😱😱
Kodwa cc it seems you failed to deal with the matter no matter uthi kwababuhlungu ungakhushwa yintombazane emendweni
Inangaphi iminyaka lengane
Hai bo ntombazana
Indoda enjani eyenza into enje
Yoh kunzima Jesus
Kodwa,bakithi isihlungu esingaka kulendoda why engamuqashelanga uzokujwayeza nezingane hlala cc kuyahlaleka sonke sizihlalele kuyajwayeleka
Kanti khabo ndoda bebengayazi yini lengane yendoda yakho?
Cabanga wenziwa isilima shem sibonge akakulimazanga lomfazi woku acter ekudlelindoda
🥺🥺🥺🥺🥺🥺🥺🤔🤔🤔😥😥😥😰
Awu nejozini alimninyana anele usimele😂
Ay amantombazane eza nomunye ushuni ke manje
Cha khona sekukhona okushaya amanzi kumfunani umuntu wami kwafika ubhuti engambona kuMjolo show mawavala amacomment ngalelolanga bengafuni siphawule ,nakhu nalana sebeyasiphinda
Mjolo ke scam😅
Kunzima emendweni nkosi yami
bakith cc anele walahlekelwa loyo bhuti unkoskazi olunge kanje
Kodwa nawe Sisi wawungabizi ngani umndeni kufika lentombazane nivumelane ngokwenza DNA, nithemba kakhulu bantu besifazane manisemathandweni. Ncese ntombi sifunda ngawo amaphutha.
Ongiqome ccangeke ndidle mali yakho nami ngeneyami mali
Yooo yislingo kee lesi
SA nizogxothwa nguNkulunkulu yazi
Nina basezoshada cela nenze I DNA makufika ingane kanje 🤞🏽🤞🏽
Amadodaa ay abafanaaa