ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
😂😂😂😂😂kodwa nina menihlangene😂😂😂awu madoda izimpunga zesintu, Siyabonga kakhulu 🙏.
Siyabonga kakhulu Mpunga yesintu no Bhubesi niyasisiza ngama topic wenu ayasakha
Syathokoza ngolwazi nikhule njalo bantu abadala 🙏
Ngiyabonga khulu mpungayesinthu lo mkhulu bhubesi mina ngizwile,
Syabonga kakhulu mpunga, kodwa manje laphandle Sekunama chance takers left and right sekunzima, ukuyohlola, abantu bagijimisa imali phambili😢
Imayini ezimba ulwazi, ezinye zimbiwa igolide.Indlondlo kaMdumo ethe ingabhula amaphiko maqede kwakhithika ulwazi lwesintu, samunyunga isizwe esiyindlu ivaliwe maqede zamhlophe qwa izindlela zikaZulu.UThukela olwaphakela imifudlala, nanam'hla lokhu esachichima ulwazi.Uyadela Nduna kaNdaba ngoba uyintaba esinga ukhakhayi lwezinye izintaba ngokuphakanyiswa wulwazi. Mfuyi wesizwe sikaPhunga noMageba ngoba egabe ngolwazi.Uze uwabhule njalo lawomaphiko ndlondlo kaNokhonjwa,ngoba ayovusa amanxiwa namanxiwakazi🙌.
Kkkkkkk kwakuhle Mpungaaaa ngichela uhlale lapho ozokuzwa khona abadala umma bekhuluma😂😂😂😂😂 thokoza mkhulu
Naze nangihlekisa namuhla 😂 ukuhlola, ukulalela umoya
Eyi wangichaza lapha uBhubesi wayingena ngokidlane impunga ngendaba yokuhlola nokulalela umoya 🙌🏾😂
🙏 ekhaya emphelandaba ngicela ukbuza ukuthi mawukade uyohlola masekufika iphupho ubone umngani wakho /umkhaya wakho emaphusheni echela lo muntu okade uyohlola kuye emchela ngosawoti kushoni lokho
Uyahlola Mpunga. Yikonalokho ukuhlola Mkhulu. Amen
Siyabonga kakhulu, ngicela usifundisa ngokucela unkosikazi ethongweni.
Ubhubesi uyazicubungula izinto akadlali
Mkhulu ngathi ngibuza kwenyi ndoda yathi usho inyanga mkhulu Mpunga yesintu.ngadideka lol
Nangihlekisa madoda...enye indoda iphika into eyaziyo
Siyabonga bhubesiMkhulu mpunga yesintu uqhubeke ngesambulelo nokuxoxa😂😂😂
Uyahlola mpunga yesintu
Siyabonga impungaaaa ngolwazi elujulile noBhubesi lapho
Niyasakha isizwe sikaMageba zinsizwa 🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽
Mpuuunga...u r a prophet unga phika...uphiwe...🕯️
Kade samgcina UMlaba sicela umlande Mkhulu
Saw'bona mkhulu... Ngifisa ukwazii ukuthi ukufuya inja kuwusizo noma kuyiphutha
Imibuzo yakho Bhubesi mihle 😅
Uyazi umasenihlangene kanje eMpelandaba, nivele nenze kube ngathi umsebenzi wabantu abadala ulula futhi umnandi
Uyangichaza uBhubesi uyakwazi ukugudla iMpunga 😅🤣🤣🤣
Siyabonga ngolwazi makhehla
Uqinisile Bhubesi, siyeza sozobuza ukuthi uthini umoya asihloli
Ave ngiyithanda le i episode...uma uya emphelandaba hamba uyoxoxa nomkhulu mpunga bese umoya ungenelela....uma uthi uyhlola uxoshiwe emphelandaba...😀
Siyabonga kakhulu mkhulu❤❤
😂😂😂, Mpunga 🙌 angihloli.
Siyabonga kakhulu ngolwazi olwakhayo
Lol icasha ngothi lomshanelo iMpunga yesintu😂😂
Mina bengihambile kuyohlola ngoba benginenkinga yokuhlushwa isilwane, sengizame kaningi ngisilahla ngigquma ngenza konke imithi neziwasho, wase eshoke umthandazi ukuthi isilwane engewiswa sona, mengicabanga ngisakhula washo njalo nomunye ubaba wayengihlolela ukuthi isizathu sokuthi ngingalali, ngiklinyeke umeqo uyanyuka njalo kumele ngikhulekelwe uzonqobeka ungaze ufike ekhanda, namhlanje ke ebsuku uthi mawufika lomoya ngiwuzwe ungicinezela kakhulu ngasekhanda sengathi ungidla ubuchopho ngicela ongaba nosizo angisize Noma osake wahlangabezana nalesimo angisize.
Uwulalela kanjani umoya Mpunga, uma ngabuza?
💯💯👌👌
Akuve nichaza isiminya njalo.
Ngiyaythanda le content Aii 😂😂❤
Ngiyabingelela kwimpunga yesintu TV ngicela ukubuza ukuphupha umuntu osashona eshonile ephuphweni iphupho elinjalo liyakhuluma noma iphupho eliwukufa
Kukhona ukuhlola into oyaziyo ngoba naku udinga umsuka kanye nesixazululo/ ikhambi
Mina ngicela ukubuza if uphuphe usuyohlala kwenye I province kusho ukuthini
Ai uBhubesi uyagadla la ay kancane 😂
Naze nangihlekisa
Ey mkhulu impunga ubhubesi ukuvalela ekhoneni manje
Mpunga
💯💯💥💥
👏🏿🙏🏻👌🏽
Root cause - umsuka
Ubona kanjani umuntu ogangayo odonsa ngezinto elingahlambulukile?
Salibonani mkhulu ngiyacela lingichazele leli phupho ngiphuphe sixabana lomlungu wami mina ngisebenza ndawonye lobaba wakwami so besixabana lomlungu sibanga imali ku lemali ebe ibekwe ngủ mlungu ngayibona ngayibamba bekungama dollars but angiyithathanga umlungu wangibona umsebenzi wami waphela kanjalo but umkami ubengela ndaba lokuthi kwenzakalani kim ngazibona sengihlala emkhukhwini ngiphethe icansi ngilendlala phandle ngifuna ukuhlala angazi ngisuke ngayaphi ngithe sengibuya ngathola icansi selisemanzini selivuthukile and semanengi ngingasalazi elami ngiliphupha okwesibili leli phupho
🙏🙏
Sanibona nonke Ngicela ukubuza ukuthi iMPUNGA itholakala kuphi ethekwini
😂😂😂❤
Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
Uyayibuza imisangano wena, uma ulandela usiko mpilo kwathiwa ngeke wafa yini?
Uhlanya lwendawo lolu lubuza umsangano everday akesimphendule ngendlela afuna ngayo cha mngomezulu uwena kuphela ohlonipha unkulunkulu ngiyacabanga ujabulile manje
Kodwa nawe Mngomezulu ubonakala njengomuntu odinga sona isintu.
@@nqobilekhanyiswa4371 Kungani kodwa nonke nihluleka ukuphendula imibuzo yami?
@@vusimngomezulu2500 Vele imibuzo engenanqondo yadelelwa ukungaphendulwa or ukingaphenduleki, yikho sinomqondo.
😂😂😂😂😂kodwa nina menihlangene😂😂😂awu madoda izimpunga zesintu, Siyabonga kakhulu 🙏.
Siyabonga kakhulu Mpunga yesintu no Bhubesi niyasisiza ngama topic wenu ayasakha
Syathokoza ngolwazi nikhule njalo bantu abadala 🙏
Ngiyabonga khulu mpungayesinthu lo mkhulu bhubesi mina ngizwile,
Syabonga kakhulu mpunga, kodwa manje laphandle Sekunama chance takers left and right sekunzima, ukuyohlola, abantu bagijimisa imali phambili😢
Imayini ezimba ulwazi, ezinye zimbiwa igolide.
Indlondlo kaMdumo ethe ingabhula amaphiko maqede kwakhithika ulwazi lwesintu, samunyunga isizwe esiyindlu ivaliwe maqede zamhlophe qwa izindlela zikaZulu.
UThukela olwaphakela imifudlala, nanam'hla lokhu esachichima ulwazi.
Uyadela Nduna kaNdaba ngoba uyintaba esinga ukhakhayi lwezinye izintaba ngokuphakanyiswa wulwazi. Mfuyi wesizwe sikaPhunga noMageba ngoba egabe ngolwazi.
Uze uwabhule njalo lawomaphiko ndlondlo kaNokhonjwa,ngoba ayovusa amanxiwa namanxiwakazi🙌.
Kkkkkkk kwakuhle Mpungaaaa ngichela uhlale lapho ozokuzwa khona abadala umma bekhuluma😂😂😂😂😂 thokoza mkhulu
Naze nangihlekisa namuhla 😂 ukuhlola, ukulalela umoya
Eyi wangichaza lapha uBhubesi wayingena ngokidlane impunga ngendaba yokuhlola nokulalela umoya 🙌🏾😂
🙏 ekhaya emphelandaba ngicela ukbuza ukuthi mawukade uyohlola masekufika iphupho ubone umngani wakho /umkhaya wakho emaphusheni echela lo muntu okade uyohlola kuye emchela ngosawoti kushoni lokho
Uyahlola Mpunga. Yikonalokho ukuhlola Mkhulu. Amen
Siyabonga kakhulu, ngicela usifundisa ngokucela unkosikazi ethongweni.
Ubhubesi uyazicubungula izinto akadlali
Mkhulu ngathi ngibuza kwenyi ndoda yathi usho inyanga mkhulu Mpunga yesintu.ngadideka lol
Nangihlekisa madoda...enye indoda iphika into eyaziyo
Siyabonga bhubesi
Mkhulu mpunga yesintu uqhubeke ngesambulelo nokuxoxa😂😂😂