REAL STORIES | Ep 23 | Ngamithiswa uPrincipal Wesikole, iNgane iGulela Ukufa, Akayifuninhlobo
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 21 พ.ค. 2024
- #RealTV1Stories #izinyanga #Umuthi #Ukuthwala #Amaqiniso #KhulumaIqiniso #iqiniso
Ngamithiswa uprincipal Wesikole, iNgane iGulela Ukufa, Akayifuninhlobo - บันเทิง
Inzima lena into landoda ingaxola kodwa soze iphinde imthembe umfazi wayo 😢😢
She is genuinely remorseful sengath angamthethelela ubaba baqhubeke cos ukhlukana won't guarantee ukuth akazothola ozomgila again.She has learnt her lesson ucc akakhuleke anxuse inkos imhawukele.phephiss cc may God heal you.baning abahlel nezngane ezngezona ezamadoda bafihlile ube nesbind neqiniso
So wish akuxolele umyeni wakho the fact yoba acknowledge iphutha lakho noku praise umyeni wakho negalelo alidlalle kuwe ne family yakho, plus nokuvuma ukuthi mana kunofika apho kuthiwa umshado uyaphela lwehlukaniswa amafa wena awuno thatha lutho ungathatha oku qondene nawe kuphela ku bonisa ukuzi sola, sifunda ngama phutha
Ayy gal usemasimbeni
uluphethe kahle loluhlel awujajani ngath ungaqhubek kanjalo bhuti
U dankie womuntu wesmame ke lona...
Kodwa nkosi yam kunzima ukuba yindoda... Can you imagine how is he going to feel
Destroyed 😢
Painful
Uhlatshwa everyday espanini lomuntu. Kunzima ukuba yindoda.
NGaske abakwa real tv1 babenendlela yokuya ku principal . Kutheni yena wafuna kuhlala kakuhle kowakhe mtshato ? Bekumnandi kubo bobabini makukrakre kubo bobabini . Nd ndifuna mfaz wakhe azi ngalonto azomjonga ngolokhozi next time tyhini le
Ngithanda iqiniso lakho cc so ke siyawenza amaphutha. Umyeniwakho ukunikeze ifa elingekhe lithathhwe ngumuntu imfundo mshiye nakho nkonke eninako ubonise ukuzisola kwakho Uma efunana nihlukane mhlawumbe uyobona ukuthi intliziyo yakho inonembeza akuxolele.. Abantu abafana nawe bambalwa kakhulu❤
Yintoni iphutha khawundi understandise
Ngoba mna ndicinguba iphutha yinto eyenze ungaqondanga ukuzoneka endodeni ngenjongo zofumana umsebenzi ayisiyiyo impazamo yinto yangabom
Khona umitha njn ufika emsebenzini
Ngiyakuvuma Moli💪and iphutha angeke ulenze 3days wamqoma namhlanje uyozisola ubusuku bonke kusasa vuka sewuyolungisa iphutha
Cha noma ungaba nasiphi isizathu wenza ubufebe nje uyinyoka finish.
Straight akukho okunye ubufebe nje finish
Ayikho excuse yokufeba🤞
Wakhuluma bo Mr Perfect,awuthathi ngani Amatshe umkhande ngawo?
The way you humble ngayo sis I pray nkulunkulu akusize asize nomyeni wakho akuxolele, uyabonakalisa uzisola sonke siyaawenza amaphutha, I pray for your marriage ungabhidliki 🙏
Principal usebenzise iskhundla nemeko yalo Sisi yobu desparate for umsebenzi ungcolile uzazile ba unomfazi waleqa umfazi wenye indoda ngoku ugqibile ukumosha umzi walandoda uyajika ufuna ukuzenza i ndoda eqotho ebehehe umfazi womntu wam sexual harrasser umdaka gqithi lo principal
Pray for imarriage yesfebe?
@@sbongiseninkosi7351 tjooooooo hayi nawe bhuti
This is painful to your husband sis yho😢😢😢
Please invite him and talk to him in a manner of counseling him . This marriage can be built because this lady is remorseful. The evil person is the Principal he must be held accountable too, otherwise he will continue abusing other women. He must pay heavy damages for entering the other man’s Kraal from behind.
Minangibongaukurhi usisi uyazivuma izonozakhe akashoukuthi wenzelokhungobakunenkinga endlini kwangathiisiphetho singabasinhle
Insumansumane leyo bafo
If only she met with bester
Ay ezinye izitori la zisishiya sine trauma
Ey ahluphile ama assistant teachers ezikoleni
Ayyy cha niya FEBA EZINDAWENI ZOKUSEBENZA
😂😂😂😂
Yah ne😂🤦.
Lesimo sesihlukanise abantu kakhulu
Ukube wabiya ngabe akukho nje ehh
I remember prophet TB Joshua in that case he is the only person who speaks God's minds in critical situations
Uma uthi abantu besfazane bayashesha ukuthatheka ubala nam yin lapho?Sisi ngicela ungangibali mina Wena uhlulwe ukuziphatha nje Wena umfazi ongenaso ismilo
Abanye abantu besifazane abanalo iqhiniso more special kubantu besifazane bayasephula kungali nethambo abantu besifazane mina ngiyabonga
Bayasephula kungasali nethambo umuntu umzame engelutho ungenelele nakubo ubona ukuthi abadlile ubathengele i groccer inyanga nenyanga uma eserit uyakujikela
eyi madoda yini enginikhalelayo abanye abantu besifazane kabananyani mina ngimuzame engelutho ngoba ngimthanda ehola 2000 ngamzama namhlanje uhola o 16000 or more useqhome khona la amadoda esisebenza nawo mina sengiyihlaya
Askies Bhuti wam uNkulunkulu akusize nje ubenesbindi sokumelana nayoyonke lento eyenzekayo ungathethi ngamawala uze uboshwe ngoba uyosokolisa abantwana bakho usuboshiwe ngyazi kubuhlungu EY SIYASHO ISIZULU SITHI AMATHAMBO AHLANZELA ABANGENAWO AMABHODWE NGANGOBE NGIFUNANI NJE NGITHOLE UMUNTU OKHOMBISE UTHANDO KIMI NASEMNDENINI WAM KODWA KOPHELA UKUSA 1 DAY UYOKUKHUMBULA PHEPHISA BHUTI WAM
Okuhle kodwa nana❤
Mhlambe leskhohlakali sendoda sivikela umshado waso phela bakhohlakele kabi laba benza ABANTU besifazane omata kungenzeka Eyyy nani USHADILE nawe futhi 🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️
NGAZE NGAMZWELA LOBABA UBUHLUNGU OBUNGAKA MANJE SIZOTHINI NGOBA AYIKHO ENYE INDLELA ENGASIZAKALA NGAYO KUMELE AKWAZILOKHU NGIKUFISELA INHLÀNHLA LIQOSWHA LIBHEKILE
MFOWETHU AVE UKWAZI UKUBUZA....mina ngiyabonga kakhulu futhi ngiyakulandela kudos
Ayilula le kodwa iqiniso liyamkhulula umuntu 😭😭😭😭
Kodwauyyachaza nkosi yami kwaba ukufuna umsebenzi angisho ukuthi into aye za inhle cha futhi ukhombisa ukuzisola okukukhulu engathi umyeni kwakho angakuxolela aphole nomntwana
Abantu basangene emakhanda guys,kusuka kutheni kodwa we Jesu,hayi ongakubonanga emhlabeni uyokubona ezulwini
AYBO KWAZE KWANZIMA EZWENI
Siyabonga kakhulu ku sisi ngokumela indoda yakhe, angakhohlwa indaba yamafa if behlukana coz indoda ayilenzanga iphutha. Gudlucky koda ngiyayizwela lendoda yalo sisi
Mxxxmmmm yeyi iningi lenu bantu besifazane ninjalo .ungamthatha kubo umntu engenalutho kodwa akayicingi lonto afike nzenjalo niyiziphoxi Bafazi yazi yesesi
Kunzima kubuhlungu.hmmmm.yeyi ungabomethemba umuntu
Eyi yaze yangiphatha kabi lendaba ngoba sizele inzingane zamsntombazane,iqiniso lezokukhulula
Eyi May God b with the husband
Eish abafazi bazosibulala yazi yhooo hayi kunzima.
Sizonibulala ngampela xeim kodwa Nina Ni chettah left and RIT kodwa asifi
Ifani kungasali ngisho noyedwa,Osale ngephutha nenze sho ukuthi niyamlanda😂😂😂😂
@@ncengimthembu2799hawu maMvelase , sesoze sixoshelwe amaphutha abanye😂😂😂
Sumxelela thula haibo
😂
Sesi spikiri ngumavuma zonke😅😅😅
Kodwa Cc kwaze kwabuhlungu sengidabukela uMyeni ngothando nakwenzele khona .Principal took advantage of you Cc manje sekacabangela owakhe umshado wena owakho ubhede nooo mele livele iqiniso naye uMkakhe makazi ngesigebengu sendoda yakhe 😊
UKUBE LO BABA WALENGANE UBEWUMUNTU ORYT UBUZOVELE UTHI USAYOVAKASHA KANTI NIYOKWENZELA INGANE USIKO UBUYE UQUBEKE NEMPILO INGANE IPHILE NOMYENI WAKHO ANGEZWA LUTHO
Hayi sisi khawubentloni
Kahlekahle umuntu wesifazane inyoka eyingozi kakhulu mina owomi ngeke ngimfundise uma kuphela isikwa sengamana ngilambe
Ayibo kahle
Don't paint us all with the same brush
Danko!
You are painting us all with the same brush, no bro
Bebulawanje abesifazana nje ngezinto just imagine,umntu akusapote kangaka umphoxe woow bantu nganiphephiseni impilozenu
La ingasetshenziswa ngan i protection umunt eshadile ay sibuye sphoxe kodwa bantu besmame 😢
Andazi amantombana afunani ebomini😢yamtshata afebe
Ngathi ubufebe buningi emshadwen nijahen ukushada kungan ningenzi izinto zenu maseniqedele ukujola nihambe niyogana
Wafeba khona lapho no protection.Waze wadlala ngengane yabantu nomshado wakho wawuhlinzela ezibini umshado wakho ngenxa yesimilo esibolile😮😮yhooooooo ngamzwela lomuntu besekuthiwa abantu besifazane bayahlukunyezwa amadoda uyezwa ke uprincipal wakho uyakuchitha manje.
Eish wishing you all the best my sister 🎉
shame sis nkosi yam Mmmm kodwa asithembe uzoxola u baba yize kuzobanzima
Waze wagileka ntombooooh,yooooooh wayenza inkinga
Zaze zankulu izindaba.
Usephutheni cc wami wonile impela kodwa ngoba uyazithoba, uyazisola futhi ngento owayenza ngifisa axole bandla umnyeni waķho
Aksasizi ukuzithoba kwakhe cz wenzengamabomu
Great content
Ke bofebe
Mfethu uphiwe ubuhlakani nohlelo lwakho uliphethe kahle
Ay bayadliwa bo nabafazi layimatohweni
Kwaze kwanzima 😮
Imbuzo yakho ineqiniso nelo and cc naye uzwakala eneqiniso nkosiyam
Ngyafisa sisi sengathi ungakhuluma naye nizwane ngyaz kubuhlungu kodwa kuzolunga ngoba uyazibona ukuthi wenze iphutha no baba sengathi engaxola
It will end I'm tears
Amaswazi nje awanasimilo afika engabantu besifazane ababaili noyedwa wesilisa beze emsebenzini eyahlukene sibaqashile belusizi, abesifazane oyedwa endlini omunye esitolo, owesilisa owayezibiza ngokholwayo esebenza etarven yooo basiqeda bentshontsha imali izimpahla zokugqoka, ubufebe bephuma ngomnyama beyojabula etarven, benatshazwa endaweni ngingenalwazi ngiwumuntu ohlala endlini.
Ufebile Cc hamba kini
Sisi kuyokusiza ukuthi ubhale incwadi bese uyazibulala ngoba vele uzofa kanye principal wakho n u deserve it.
Lo principal aii wayekuthandan uganile nay ushadile uchith imiz yabantu
Yoo yeka indoda izwakal njengomunt one supports
Plot thickens 😮😮😮
This principal used his position to have this lady. But he didnt force her to date him ... Its not easy to be unfair position.
Yah ne🤦.
They both used each other.
Hmmm zama ukukhuluma naye ngenhlonipho noma ezophoxeka kakhulu umyeni wakho.Ngibonga neqiniso lakho cc principal ukhohlakele bekumele avezwe obala aziwe amahlaza akhe nomkakhe amazi ukuthi uyindoda enjani
ISWAZI LO SISI
VELE AMASWAZI AYAFEBA🤣🤣🤣🤞
Uyamkhumbula lomswazi owalala no babezala wakhe waze wabanengane naye,,, kwakuyilo futh iswazi lithi wena uhlalu busy uyasebenza udu ubabakho uyena engihlala nginaye layikhaya
Nibala nam yin lapho😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂yei unamagqubu maHadebe😂😂😂ngiyamkhumbula lowo cc owenza nobabezala
@@user-kb9sm9wj7p ngiyafakaza hhey laba banesbindi kabi
Usekakeni mama
Abantu besimame iwona dankie wabo ke lo
Part 2 please
ai le channel izokhipha izidumbu
Eyi kusazongcwatshwa ngempela.
Ungalisho uliphinde
Hai siphiwesihle leChannel inceda abantu to be aware and umntu akhuphe lento imdlayo to view this on wrong way.🤥🤨
Akukho ukuxola Lana Sisi finish akakushiye kwaphela njee
Cheating ushadile ngeke mfaz ,umpoxile ubuti yhoo awudankie shame
Umxolela kanjani umfazi efebile ngalendlela engashoti ngalutho ,,Asilinde u part 2
For the fact that you’re so humbling yourself and showing remorse my sister I so wish that your husband find it in his heart to forgive you,kodwa nathi bafazi 😢umuntu olungile ave ehlezi ephoxeka ngazi sifunani kanti.
Dzadze
Part 2 pls cz ingane ayinacala bt sbonge ucc uyavuma iphutha lakhe ube wrong kukho konke ekbeni ubhuti ekhombise uthando olungaka kuyena ucc😢
Good lucky dzadze wetfu Wena uliswati lakitsi,iwish ngathi sbali angamukela Nome kunzima manje,seslinzele kuzwa lihlangothi lasbari
Jooh
Ingane ekamnyeni wakho.
Uyinja sis, kmele UKwazi lokho sfebe
Ukufundisa umuntu wesifazane kuyiphutha elibi
🥴🥴🥴🥴 God have mercy....vavasati hi khome ku tika
Umunt' um' eshadil' usuk' engenay' umkhwenyan' usuk' enomyeni.kusuke kungumkhwenyana wabazali bakh' akesizam' ukufundisa bant' ulimilu kahle ❤.
Qiniso lelo.
I thought it's Zulu language to say mkhwenyanawami to your husband
Ziqhuma kunjena ke izibhamu hulumeni nansi ingoma eqhumisa insimbi kume itende 😢😢😢
Wentombiyami kwanzima Jesu yabona nje guqa phambi komyeni wakho uzilahle alazi iqiniso uzokuxolela uma uzehlisa ngendlela noma kungeke kube lula
Ngithanda lo bhuti u humble futhi uyakwazi ukukhuluma nabantu, usisi lo akakwazanga ukuziphatha kahle kodwa ngiyayithanda into afuna ukuyenza nokuthi afele izono zakhe omama abaningi ayenzi lento ayenzile enye into ayenzile uthanda nontwana wakhe ukuthi ngelinye ilanga angasokoli even engasekho emhlabeni engathi kungahamba kahle sisi uNkulunkulu Abe nawe kulendlela osuyithathile akwenze le okuhle kodwa
Ama Swati ayahlonipha vele by nature ngisho benze okubi njani.,dont take that as remorse it's the way ba khuluma ngayo
Evening boet on my own I suggest to go for DNA test bfr u call hubby it happens tht our spirit detect wrongly so pls go for DNA test n call him with evidence
Come on basadi you can't do that to a man who love Das y there's too much killings
Uphelile umshado wakho the moment your husband knows
Cha Cha impela uSisi uyazisola inkinga umfazi ofebile akaxolelwa ngoba kusuke kuyihloso
Shem ulenzile iphutha Mara uyazisola ngimfisela ukuthola ukuxolelwa umuziwakhe ungabhidliki
Good people are always doesn't get justice they deserve 🤞
Madoda yekani ukufundisa izifebe
Uyahala😢
Xa nalo ekukhaba uxolelwe uphelelwa ngumendo kutheni. Ningabi umntwana niyomenzela kowabo uprincepal kunoba uphelelwa ngumzi
Thats why oomama bebulawa
Please call the principal and his wife because the lady is going to divorce definitely. The principal is very evil. He will continue doing this evilthing to others. Umfazi kaprincipal akaziswe and they must take care of their child. Makoti lomntwana idaka lomyeni wakho uyokuxolela uma ekuthanda but angeke asakuthemba impilo yakhe yonke.
Inyoka le
No principal akalandwe it take two to tango😳
Ey bewthole indoda kumyeni wakho ,hope he forgives you sisi .yooo😮
Cc mina im judging you beningaxakekile ukuthi ubusungakhalela ukuthi awusebenzi
Uyabona uthisha omkhulu akaze akuthanda and uzogcina uwuyekile lo msebenzi ekuhlukumeza cz une power
Suthi abantu besifazana siyashesha uthatheka andikho njalo mna
Ibizoba ryt ingane after kwenziwa lolosiko cz useyibongo eyakhe lengane
Khohlwa bafwethu...akekho umfazi osebenzayo ongabhejwa espanini...khohlwa.