weLungsta nabaphathi bakho yazi ezinye zezimfihlo kumele nizifakele izibuko is not ukuthi show angeke ize iqhubeke iyephambili.. uyabona leh bekumele nje ningayivezi.. is not ukuthi ngipromota ubufebe bt ezinye izinto Ufa nazo to avoid izinto ezikanjena.. uyabona le iyingozi ai futhi encan kungaphuma ngisho isidumbu.. ake niyibhekeni lento... I lv d show ND you my Lungstar ❤
Kodwa ngathi vele nje ezinye izinto kungayimfihlo kanaphakade,futhi mhlampe kube nendlela yokubavimba laba abafika ne mfihlo bengeka bafoneli labantu ekmele be confess kubo
Yho yho ngeke guys some secretes are to be taken to the grave ngeke😥😩 This is the 2nd if not 3rd lapho bekhipha same secrete with same scenario. Honestly just because the show is there doesn't necessarily mean mele manje nizokhipha konke la anicabangelani nje, can't imagine the pain umenziwa goes through after hearing such.
More views and less likes kuwona wonke amavideo...shame on us, please please please plase please Mzansi press LIKE...SHARE..SUBSCRIBE... , cause vele siyayithanda le Channel...pls MZANSI...asikhulise iBLAQLIFE...BAYASENZA KULE SHOW🎉🎉🎉
Ngizwa ngama rights wakhe to the child_ nokuthi Wenze iphutha, eliphindaphindiwe, akulona iphutha_amabomu This video will be used as testimony in the court of law, regrdless
His blaming his younger brother about this messy situation not his Wife. The wife started all the mess by seducing the young man, so she's very very guilty too. I feel sorry for this young guy
How come in these episodes it doesn't happen not even once that abantu benze mistakes of ukubizana ngamagama. This guy odlelwe ivrou is angry and shocked but he refs to as bafo everytime. Haai khona Blaqlife Tv 😂😂😂
Uyaphapha broe buzobanani mawuthulile clever bhari bhariiiiiiiih
But clean conscious gives a person so much peace
Uyaphapha nawe, ezinye izinto kumele sife nazo, angisiboni nje isidingo so kuthi ukhulume uyaphapha
U love lies.
Living a lie.
His brother will destroy him.
I wouldn't confess that
Some secrets are meant to kept till death do you apart you were not supposed to tell this to your brother what about brotherhood noo maan
Amen
Uqinisile
Truth must come out...living a lie.
His brother will destroy him.
Very true
Le podcast kufanele ingavumelu izinkulumo eziyingozi.abantu bagcina bebulelene. Bona bengasekho.
Lento inifanele iyekwe kanjalo ngoba namasiko sizofana.
Angeke axole lomuntu.
Yazi wake wasilYa blaqlife ngoba ngabe azikho Zonke lezimfihlo
Ake silungise lapha Kanti usbali yini Noma yimi odidekayo😎
No uLungstar siyamdida isiZulu 😂
Nami ngingavele ngikubulale straight, and kukufanele ukufa
Akathiphiswe nalomfaz ovule imilenze nkosiyam
Kahlekahle uyamchomela umfwenu nesintu awusazi ingane oyizale kumfaziwomuntu awukhulumingayo mawuzala usuke uzalela indoda yomfazilowo osuke umithisile Wena uyisilimanjekwaphela
Uyaphapha mfanandini engathi engakunkumpula. Akunangane ozoyithola lapha
Siyaphapha lesdwede ai suka
I blacklife TV I ryt but ngibona ngathi abantu bazobulalana stru
The truth must be known
Uqinisile coz Abantu sebe confess nezinto ezingakhulunywa esidlangalaleni
Clean conscious is everything
Ezinye imfihlo nofaa nazo ayii mxxm
Ungabe usasho. Balula kumayelana vele
Mnx!! Ndaba yokuzwisa "Onembeza" 😂😂😂
weLungsta nabaphathi bakho yazi ezinye zezimfihlo kumele nizifakele izibuko is not ukuthi show angeke ize iqhubeke iyephambili.. uyabona leh bekumele nje ningayivezi.. is not ukuthi ngipromota ubufebe bt ezinye izinto Ufa nazo to avoid izinto ezikanjena.. uyabona le iyingozi ai futhi encan kungaphuma ngisho isidumbu.. ake niyibhekeni lento... I lv d show ND you my Lungstar ❤
Exactly
Lungstah ngicela umakoti aziswe azovikeleka😢
Uyalunga uyaphapha Mfana ndini
Watching from Mpumalanga Middelburg 😊
Sowungaze ulahlekele umndeni ngenxa yekhekhe, indaba yekhekhe inzima
Ubumtshelelani vele usubhidliza umuzi ngoba ingane kabhuti wakho kuse eyakho amasiko awodwa uyobe ukhona nawe ngoba uyilunga lomndeni
Mhleke sisi.
Akahambe athathe nesifebe...sakhe ....bahambe.
He is in his right to avenge himself.
Ukufa mfowami kukufanele strigth
100% stru!!! 🤞🤞🤞
Nawo amakhosikazi amanje yoo a weak
True very weak ba rata 🍆mara Haina tswikere baya tina basadi batjatileng Bara mothonto ona kaofela
Kunamadoda asebenzisa imithi kubantu besifazane bevele be weak, Mina ngobulala inja okuyiyona Eze kumfazi, akekho umfazi ongashela indoda😊
Empilweni mawuyindoda kunezimfihlo ongeke uzitshele ngisho umfazi wakho and usuke ufungile ukuthi uyofanayo
Watching from the united kingdom of (Amersfoort Mpumalanga) 🤝🏽
😂😂😂, what a kingdom
Khomenti yokuqala .... 🐐 Ngihlabeleni imbuzi, ningifake isphandla !
Awu bakithi ngamdabukela umkakhe uzonya
Slima senja
Indaba yokutshiya abafazi labafo benu ingani iyahlupha. You can not trust cat with milk.
bekumele vele uzum’tshele uBhut Wakho ?
Isizathu sokube usakhuluma into kusuke kuyini,or ukuchitha umuzi kamfowenu.Uhlulwa yini ukuvele asale esethula nalento
20:53. Ngambukela umuntu ezozibulala. Yaphapha bekayaph
Yoooh some people are brave 😮ill never confess such a thing ,watching from welkom free state
Unembeza ubumudla hence he came to confess
Unembeza wamasimba into enje awuyisho nje ufa nayo.
Ngiyayithanda indlela obuza ngayo ama questions Lungstar, keep it up 👌🏽
Kube buvele wathula
Impela mkhaya
Khuzeka nawe u busy uyachaza uyakutshela ukuthi ungasondeli eduzekwakhe.uyabona ukuganga ukuthi kune mphumela enjani
Uyislima wena why ukhuluma idoti leyo nxaaa😢😢😢okunye yimfalayo
Wena mfana uyabheda ,izinto ezifana nalezi azikhulunywa .
From mgangeni area
Uyinja wena mfana nxaa😢😢😢😢why telling him vele usaz wonile
Ungalali khaya ngendle odinwe ngayo bhuti sengacela abuye azoqeda ngawe lomakoti wakhe
Nyandzaleyo bonkhosi
Uyaphapha wn slimasomfana othulangangani nhbalengane ubuzohlala uyibona namasiko atafana isbonho sisodwa.ukushole
Lalela lapha hamba wenamfana ummoshile umfenu lokhu akutshelakhona ikhona akukho okunye
Sawubona we bhudie,
Ungazisoli ngalokho okwenzile esikhathini esidlule kodwa yenza inothi lokuthi awuphinde iphutha elifanayo,😢
Siyabonga
Dankoo 🎉🎉mncwaa
Kodwa ngathi vele nje ezinye izinto kungayimfihlo kanaphakade,futhi mhlampe kube nendlela yokubavimba laba abafika ne mfihlo bengeka bafoneli labantu ekmele be confess kubo
Yazi ubhedile mfana
Wanga umphefumlo wakho ungaphumla ngoxolo bafo njengkuba ungenasifuba nje😂😂
Yatsho ibible ukuth ngentsuku zokugcina bojikelana abantu bezalwa kunye nantsi ngku senzeka
Ai nawe awusazi Isizulu Koda akuyena usbali umakoti ka bhuti wakhe
Umsangano wodwa
Uyabheda lomfana uloku ephapha la ngoba bekuyinto yokuthula nje le engathi angakukhahlela ubhuti wakho niloku ninyonyobela abafazi babantu
Hi hi Lungsterlision 🎉🎉🎉❤❤❤
Ungofile wena 😮
True
Uyi living dead.
Uyisidomu uyazi😢
Wee kzn dini thulela u mqwazi shaim dithi salute
Haya zvakaoma xvkt dhuu
Watching from Gqeberha 🎉🎉
Yho yho ngeke guys some secretes are to be taken to the grave ngeke😥😩
This is the 2nd if not 3rd lapho bekhipha same secrete with same scenario.
Honestly just because the show is there doesn't necessarily mean mele manje nizokhipha konke la anicabangelani nje, can't imagine the pain umenziwa goes through after hearing such.
Ey wabulalana ama brothers, betrayal
Igama likasbari lingena kanjani kulendaba!!!
Bahlulwa isizulu kufanele athi umakoti noma uskwiza
Usho kanje ngobe ulibele kakhulu, ingcodvo ayikho la.
Izimfuhlo kumele ufenaza
Wena mfana awusiyona indoda
Leligama lelitsi 'liphutsa' ngatsi selisebentiseka kabi. Lombhemi lona nalo cc benta kukhohlakala lokungavunywa ngisho libhay'bheli. 😕
Sengilungiselela ukukufihla boy nokphapha kwakho
😮😮😮
More views and less likes kuwona wonke amavideo...shame on us, please please please plase please Mzansi press LIKE...SHARE..SUBSCRIBE...
, cause vele siyayithanda le Channel...pls MZANSI...asikhulise iBLAQLIFE...BAYASENZA KULE SHOW🎉🎉🎉
Uyadelela wena
Ngizwa ngama rights wakhe to the child_ nokuthi Wenze iphutha, eliphindaphindiwe, akulona iphutha_amabomu
This video will be used as testimony in the court of law, regrdless
Uyafana nenja ngoba ijike ilale nomawayo awunamahlonu umfowenu aiy cha umubulele ephila ubhuti wakho. Izintombi azikho yini endaweni. Futhi nje angiboni ukuthi unayo intombi
E lugsta njebuthi sowungaze ulahlekelwe umndeni ngenxa yekhekhe yini ikhekhe ?
Lungstar ngithinje sawbona❤❤❤😂😂😂😂😂😂😂
Lomfana ayikholento umxhomela ubhuti wakhe ngemyekile ngoba isikolabolinye
Ubunyoka yini kodwa Wena why bewungayi ne girlfriend YAKHO sikhohlakalli sesigwadi ungcolile shame
My name and surname 😅
Asiyiqale ekuqaleni. Uyangichaza kodwa Lungsta
Nangu umuntu 😢😢 a confess e nonsense y didn't he keep it to urself...
Uyabona lemfihlo mfanwam bekufanele ungene nayo ethuneni. Uyabona ubhut wakho akakuthuseli uzokubulala ngempela
😂😂😂weLungsta kant ungowangareee yin usbali yinton kanti kalokhu
Hahahahahaha 😂😂😂Lungstar uthi 3 days ukuya eGoli 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Uyahlanya lomfana akanalungelo kulengane, ingane oyizale kumfazi oshadile eyaleyo ndoda noma ngabe seyashona. Ukhuluma ngesiko angalazi nje
You are too Forward you boy why telling your brother this nonsense
Leave within 4hrs cz 3 days is tomuch
How can you be so cold 😮
Hai bo bafo
Iyoooooo 3days just like that... 3days nje!
Sqela u part 2
Iskeshi lesi
Waze wamonela uskoni wakho umuzi wakhe nizobhekana kanjani nobhuti wakho lomfazi uzomthatha yini lomfazi leyakho intombi izothini ay mani short minded
😢
3 days left bafo
mele akubulale wena mbolwane noma akuchwalise uhlale ku wheel chair the rest of your life
Akamuhlalise kwi wheelchair bese ngasho lutho kumfazi, kubenje sengat makwenzekanga lutho(sophinde umfazi agange)
😂😂😂😂akafe umbolwane
His blaming his younger brother about this messy situation not his Wife. The wife started all the mess by seducing the young man, so she's very very guilty too. I feel sorry for this young guy
Awunasbindi kwedini unegila
Uskwiza wakhe not ukuthi sbary ,,elasbary angazi lingena kamjan
Yabona Lena imfihlo beyingesiyo yekukhulunywa xm
How come in these episodes it doesn't happen not even once that abantu benze mistakes of ukubizana ngamagama. This guy odlelwe ivrou is angry and shocked but he refs to as bafo everytime. Haai khona Blaqlife Tv 😂😂😂
Why did u confess
Sthuphethu
Akuyena usibari usikwiza wakho wengane eyalala nomakoti nd abantu besifazane nabo bakhohlakele angazi kuthi uNklunklu sibenzeni siyi South Africa kubi ngempela futhi izinto esizizwa ku U tube zingaphezu kwamandla konakele ezweni lethu 😮😮😮
Kambe usher kanjan makot kabhut wakho
Ngingenzenjani webabo
Uyaphapha bafoza akawanti masiko kutsi umntfwana wafowabo wakhe naye nase msamu kuyavuma nje
Ay akafe loo yinja
Wena mfana baleka ngenyawo zombili
After five years wonke usuzokhuluma manje uyabheda wena udakwe insangu
😢uzofa manner 😅😅3 days ukuya eGoli😢
Izinsuku zokugcina lezi umuntu uconferser nento ebengahlala nao ade aofa. Inkinga manje kusuka ingxabano ke Uma sekutshelwqna amaqiniso