She loves the character of Thando in comedy remember this guy is an Actor most of time. She doesn't know other side of Thando in real life maybe he is married. that was my opinion.
Mr presenter luhle uhlelo lwakho sengithathekile kulo but siyakucela ukuze ulibone liyaphambili dedela abantu bazikhulumele please,okwakho is only to manage an make sure everything is moja please brazo🙏
😢😢aw!! Amantombazane ase a thekwini kanty anjani???😢😢 sis usukhuluma iphutha Mina ngiyi ntombazane yase Thekwini kodwa I willl not lower my standards to approach a guy !! I never 👎 i am not going there….. 😊
Ai koda le mic ekanje umuntu akhulume aphinde ayisondeze kwena kakhulu emlonyen 😫 Mara ai cc ukuphapha kwakho🚮 Ene njalo njalo ngingo wase nkandla shuthi into abay fundiswe enkandla ukushela amadoda
Presenter suka ezindabeni zabo ubashiye bazikhulumele 😭😭
Ayyy lo cc uyazethemba uyambona ukuth owasenkandla ngempela
Lol
This guy's response is👌he is intelligent, big up bro💪
Mmmmmm angiyeni Mzulu kodwa angazi noma ngibona kabi uDade akanazo impawu zokuba ngintombazani yase makhaya enesizotha. Kodwa ke angikho lapho
Yini bewufuna ephathe inkuni ekhanda eza kwi show?😂😂
Ay owasenkandla ngempela 🤣ophapha so
😅😅😅😅😅
Loluhlelo ngabe lumnandi luphoxwa yipresenter yalo,ayifuni ukunika abantu ithuba bazikhulumele iyagxambukela
Yazi lento inesdina
Abawafundi yhini ama comments ethu babone ekuthi siyakhala ngoPresenter
She loves the character of Thando in comedy remember this guy is an Actor most of time. She doesn't know other side of Thando in real life maybe he is married. that was my opinion.
Exactly,one thing about actors,they are completely the opposite in real life..
Yhoo ladies pls
Tshotsho angavumi ubhuti
Shiya abantu ababili bakhulume the host
Let me shut my thing of eating 🤐kodwa Siyabonga SelectAfrika TV..muhle umsebenzi wenu
THANDO 👊,You handled it like a pro😂
Lol kwashuba.Udidekile ubhuti. Usisi utshengisa ukuzithemba and futhi unawo ama manners. Iqoqekile indlela akhuluma ngayo. Kodwa okumele sikuqaphele ukugejana okwemiqondo. Kuyasho ukuthi abazani. Ukugejana kwemiqondo ikona okuhlukanisa abantu.
Enye into ukuthi impilo esiphilwa namhlanje isishesha kakhulu. Asisekho isikhathi sokushela ukuthi niqinisekise ukuthi niyatholana ngomqondo nangomoya hhayi ngamagazi nje kuphela. Manje akusashelwana kepha sekushintshwana ngama cell numbers, emva kwalokho seziyakhala. Kuthi uma umuntu esekhulelwe kuma kuvela ukuthi anizwani kahle kahle. Kubi.
Nop wayelindele icelebrat lomjita
Uyafeba wena muntu wesifazan yaz yafa I south africa......labantu abakanjena babhidliza imizi eqondile.......
Awu cha Waze wasifundekela ngeNkandla sisi
Uthini uthi unesimilo🤔🤔🤔🤔😱
Lol,umuntu inesimilo akahambi esho
#isimilo
Ungakhohlwa ukbuza ukuthi bangakhi abantwana ku cc kyazalwa emakhaya
Awuu sekuyiso sprophet sika isaya Uma ethi ngezinsuku zokugcin izophel imshado abesifazan abayisikhombisa abayob bengaswele lutho bayoth endoden eyodwa sicel ususe ihlazo Kith
Yeyen booo😂😂😂
Kanti kuya dlalwa la bengithi into yamampela😢😢😢😢😢
Kuphelukwazi kuThando 😂😂😂
Zulomnyama ondlela zimhlophe kushelwabafana mnj khona la ngisala khona
I’m here for Maxwell
Isbindi sakho cc😂😂😂😂😂
Yaz nje😂😂😂
angimncengi umuntu weslisa lol since ukwaz ukshela kmele ukwaz nokuncenga cc
Team sine Nene iyangichaza leyo host
Wazin ngesimilo wena sgebengu😂 nxa
Presenter phuma ezindabeni zabantu bayeke bakhulume bodwa.
Bafwethu ngihlezi ngizwa abantu bekhaca iPresenter, bethi bluh bluh, bekhuluma kabi. Bhuti angikwazi but selokhu ngakwazi Sheperd ngiyaluthanda uhlelo lwakho and uyanandisa. To be honest with you, Sheperd bolalela Khathide Ngobe wenza nse njengawe- but ngoba abalaleli abamboni akunakeki. Mhlampe ngisangedwa Sherperd obona ugazi kuwe, eminyakeni ezayo uzobona baningi azohamba ezinyathelweni zakho. Akaze ngizwe uhlekisa ngama Guest akho njengoba kwenziwa kulama Show enza uhlelo olufanayo. Mina okwenzayo ngiyakuthanda futhi kwasekuqaleni kwakumele ama Presenter acuthe eduzane. Mangaki ama SHow anjena avele aphenduke iComedy. Lana asizile ukuzohleka sokwakha imizi yobaba sibe nama SOul Mate. Ngikuthandile ukuzithemba kwenu nobathathu....
Make nje wathi mjna angiyincdngi indoda usuke usuqedile kimi , awuyincengi makwenzenjani???
Intombi yase Nkandla kodwa uyena oshela ubhuti uthi unesizotha kodwa angisboni
Lefindo lalocc lizoqansisa ayinziwa lento ayenzyo ngoke kwenzeka ngoba bazoxabana athi uthando uwena owasukela mina wathi uyathanda mina angikhaze ngithi ngiyathanda
Thanks my sister that's thru love , not this money love thing
Bekungaba ngcono ukuthi babobabili yaz
,👧🏻: bhut i have a crush on you
Me: 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Wena akukufanele ukuba yipresenter uyamosha
Isoka lendoda ngyafisa iqhubeke nomsebenzi wayo
Ay, ismilo sasenkandla is not make sure masinjengalesi.😂😂😂😂 Zikhona ezaseNkandla izintombi ezokhona la kezisicacisele kahle ngalesmilo😂😂😂😂😂😂
😂 the inkandla part killed me
Ayy ipresenter ayibashiye bodwaa. 🤞🏿🤞🏿🤞🏿
Yey qoma ndoda lentomb inesbindi😮😂😂😂😂
Sacela ipresenter ibashiye bakithi abantu . Ibanike iprivancy .... Iyeke ukugxambukela
Ungibhora nxà😅😅😅
Presenter hayi hayi hayi....badedele baylkhulumele
My thoughts exactly...he is too forward...
This guy wenza umuntu wase Nkandla wakhuluma ngezilimi. usuke kwisiZulu, wangena kwi seSotho, wangenela isiXhosa😂😂😂😂. Speaking of speaking in tongues!
Ukuqina nje😂
Thando creativity on spot😅😅😅😅😂 oh my my ...kudos
Hai ngeke ibhubesi liyaybambela hhai eziylethayo
Ngathi cc akasazi smilo kuthi yinto enjani angboni mina kuwuku khombisa smilo kuthi ungasuke uye endodeni uzoye shela ihlazo nje lelo uyintombazane
"ungafudumali" why am i seeing this today😂😂😂😂😂
Buza Thando genius - 😅
Ay kungasheshe kuphele la usisi uzazi kakhulu futhi kungagcina sekunguyena umholi wale relationship 😂😂
Kodwa ke nawe mphahi hlelo aibo ngeke awungijabulisi
Lentombazana yaziveza 😂😮 sangana masanganisto 😅😊 sizotha uyasihlaza wena
Hawuuu eNkandla ngyayiqala lento loocc owaseNkandla vele emakhaya ayikho intombi eyeshela indoda hhaw suka Musa ukulokhu uthi ungowasemakhaya nizothatha amandoda nizowashela uyayiphoxa inkandla hhay ushibhile cc ayikho lento oyiyona Wena bhuti buza isesheli Sakho uthini njeee umhlaba iyinkinga ushimile hhay Musa ukumduduza bhuti unesidina look cc endala kanje
Ushibhile sisiwami😂😂😂😂
Kodwa bhuti awusabadedeli ngani
Presenter mara ayyyyyyy yeka abantu bazikhulumele toe
😂😂😂😂😂😂😂😂 Uyanatha wena
Looool aisuka ndakaaaaa🤣🤣🤣🤣🤣
sicela usisi one crush no Mthandeni😂😂😂
Wheee jesuuu nibongimemeza Shembe😂😂
😂😂
Maxwell 😂😂😂
Melusi uyathanda ukuvimba abantu uyitraffic cop yini awubaphe ichance
Presentee Yeka ukutolika suka lapho
Kwasuka ukukhuluma 😂😂
Thando unayo indlela yokhuluma engaphoxi❤❤😂
Kufanele ipresenter ibashiye bazikhulumele ibuye sebeqedile
Siyawuthanda umsebenzi wenu bakwaSelectAfrica sinifisela okuhle kodwa
uThando usenkingeni lana😂
why uthi " eyqhamukela eNkandla?" ha ha ha....presenter inswempu
Ufuna ukuba uMamncane yin cz uShadelwe uThando?🤣🤣
kodwa bafo ubobadedela bexoxe musa ukugxambukela kakhulu ayy cha
Abantu besimame bahlale bazitshela ukuth they're everyone's type, lemfukumfuku doesn't know her type😅
😂😂😂😂Waze wangibulala ngokuhleka
Yini vese le ayphuzayo ? Sengathi iyona ezomqhath a noThando cz kungenzeka kube ilezohuzo ezdakayo
Makhosi Maxwell 😂😂😂😂😂😂
Mseleku🎉🎉
Umbhedo onje enkandla awukho
Uthando ushadile nje 😂🤔🤔
The presenter looks “high”😂
😂😂😂😂ngibuka loko nje nami
Aibo akafun ukugcenga umfana kanjan emsukele yena😂😂😅
Presenter awbashiye bobabili bezozixoxela
Losisi owase Nanda
😂😂😂😂😂 Maxwell indaba zoMalusi la
Isimilo ngane yami ukuthi uzoshelaa abafana kuma camera🤔🤔🤔
Mr presenter luhle uhlelo lwakho sengithathekile kulo but siyakucela ukuze ulibone liyaphambili dedela abantu bazikhulumele please,okwakho is only to manage an make sure everything is moja please brazo🙏
ngabawukholapho makube unesmilo
Ziphi ikhova my bruu
Ubhuti should give guests their time together
ILabo beers abamunika wona awunza ukuthi abantu angabaniki ithuba ipresenter please move
Please akanike abantu ithuba bakhulume bakhulleke
Sisi uzthwele kakhulu inkingayakho kant nalentoyakho iyi off side
Kakhulu nesdina sakhe nje
Weee mina angimazi lo cc ngakithi😑,
Uqonde ukuthi ubazi bonke abantu baseNkandla ngoba ingaka nje..
Phela akashongo nokuthi mamaphi..
😢😢aw!! Amantombazane ase a thekwini kanty anjani???😢😢 sis usukhuluma iphutha Mina ngiyi ntombazane yase Thekwini kodwa I willl not lower my standards to approach a guy !! I never 👎 i am not going there….. 😊
Me too I will never do such thing
Ai koda le mic ekanje umuntu akhulume aphinde ayisondeze kwena kakhulu emlonyen 😫
Mara ai cc ukuphapha kwakho🚮
Ene njalo njalo ngingo wase nkandla shuthi into abay fundiswe enkandla ukushela amadoda
sesotho and Xhosa lawo ma language aqhamukaphi kumuntu waseNkadla.. nangu losisi booo aii
Yikho uDlamini ehlez ekubhonya wena presenter uyaphapha
UCc uphilile yini kahle ekhanda
kodwa lobhuti yawafunda kodwa ama coment
Ooohhee😂😂😂
Waba personal nalocc bo😂😂😂
🥴ayikho kele
So tell me does this show only running at kzn not Pretoria cuze I'm from Pretoria and my crush is from hamenskraal
Kuya acter kwa la cc
Presenter yini inkinga yakho, awunikeze abantu space
😢eish az
Iyabhedela Lana ethekweni asiwasheli amandoda
Lesisifebe lesi😨
Lenja enguShepard aybanikingani ithuba labo bobabili
Nice show but it would be more nicer uma ningashintsha ipresenter
Hawu😳! What’s wrong with the presenter.....uryt nje bakithi😀
@@jenniferngobese9929 kudingeka umuntu onesoka ongeke ajahele ukuhlekisa. Yebo he's good but not for this show
I presenter yi commedian shem
Nongcebo Mckenzie ❤for the host 😂😂😂😂