I HAVE A CRUSH ON YOU [Episode 01] Buka Ivideo yensizwa ishela intombi phambi kwama Camera

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 7 ก.พ. 2022
  • Iselect Africa TV ikwethulela uhlelo olusha sha olubizwa "I Have a Crush On You". Kuloluhlelo uthola ithuba lokuthi uhlangane nomuntu omthandayo" Your Crush" umtshele ngendlela ozizwa ngayo ngaye. Noma ufuna uku "Propose" za kumuntu wakho. Kanti noma ufuna ukwenza a Special suprise to anyone.
    Xhumana nabakwa Select Africa TV to All social media platforms @SelectAfricaTv Or Call/WhatsApp to 0658878701/+27617179107
  • บันเทิง

ความคิดเห็น • 487

  • @TebohoMohlomi-zt4ug
    @TebohoMohlomi-zt4ug หลายเดือนก่อน +29

    There's this one thing about Zulu guys, yoooh these guys can SHEEEEELLLA 😮

  • @sifisomrcoolmkhwanazi
    @sifisomrcoolmkhwanazi หลายเดือนก่อน +14

    Kodwa owenu umsebenzi ukuxhumanisa labantu kuphela hhayi ukuthi nibenabo during i conversation yabo.

  • @PressthobeZukePress
    @PressthobeZukePress หลายเดือนก่อน +19

    This guy can talk for himself 💪💪💪💪🙌🙌🙌🙌

  • @KeyrossExpress-mx1yo
    @KeyrossExpress-mx1yo หลายเดือนก่อน +14

    I dnt know Zulu terminology but the guy perfect proposal 😂😂😂😂he did respect her

  • @thandogaula8062
    @thandogaula8062 2 ปีที่แล้ว +34

    Hai isiZulu salensizwa sisezingeni eliphezulu...🙌

    • @zolelwambiko2103
      @zolelwambiko2103 หลายเดือนก่อน +1

      Ey kakhuuulu yonke ayithethayo is on point. Uhlakaniphe kakhulu 👌👌👌🤞

    • @BabaDlamini71
      @BabaDlamini71 16 วันที่ผ่านมา

      Nesikamamaz siyalandela maar

  • @thandiwekubeka7183
    @thandiwekubeka7183 หลายเดือนก่อน +7

    U Talente ubukeka eyindoda enenhlonipho unesizotha uzomthola ozomthanda futhi amnike nendawo yakhe.
    Futhi ke naye Zulu glamour uneqiniso uma ethi unomuntu empilweni yakhe, akasiboni isidingo sokuba nomunye bcs she's happy where she is, mina ngibonga i honesty yakhe to both her man and Talente

  • @jerrieychitsinde7871
    @jerrieychitsinde7871 หลายเดือนก่อน +14

    Zulu glamour...uyamfuna ubhuti...kuyabonakala straight ❤❤❤❤🎉

  • @mbongenidladla3533
    @mbongenidladla3533 หลายเดือนก่อน +14

    iYagadla lensizwa kanti ubuye ilandele negama layo🏆

  • @Victor_S
    @Victor_S 4 หลายเดือนก่อน +8

    Bafwethu yaze yamnandi indaba yenu. Zulu Glamour sibonga ukuzithoba kwakho sisi. Abanye odade bayaphoxa uma becelwa

  • @user-vw7us3zm9h
    @user-vw7us3zm9h 3 หลายเดือนก่อน +7

    Kodwa lobhuty insizwa bakithi ukhuluma isizulu esimnandi❤❤qoma ntombi

  • @karabo251
    @karabo251 หลายเดือนก่อน +11

    She doesn't want to say yes, because she think her Man look at her ❤❤❤😅😅😅

  • @mbhekiseninala
    @mbhekiseninala หลายเดือนก่อน +10

    Wasimela mfana wasekhaya...uvuthiwe awunavalo...up NKANDLA

    • @zanethembapamani6417
      @zanethembapamani6417 15 วันที่ผ่านมา +1

      Iphekekile le ndoda, iphekisisiwe yavuthwa tsaka, impendulo zayo ziphuma engqondweni eqoqiweyo qha qwaba ke.

  • @dreamontvnews7118
    @dreamontvnews7118 หลายเดือนก่อน +7

    I like your character Thalente...ungapheli Moya surely ukhona okbukile ozokthanda...ubukek uyindoda ehloniphayo nezihloniphayo...

  • @khulanisithole1657
    @khulanisithole1657 หลายเดือนก่อน +10

    Why is the host spending the date with them, let then engage with each other for a while to make the atmosphere as welcoming as possible. This is not easy 🙏😂

  • @sanelemsani5654
    @sanelemsani5654 29 วันที่ผ่านมา +4

    Lo MC nguye owenze lentombi ingaqomi. MC ibhimbi 😅

  • @NomawisileMthembu
    @NomawisileMthembu 27 วันที่ผ่านมา +5

    Akabashiye bodwa bakhulume😂 awu

  • @sgwilimshengu4521
    @sgwilimshengu4521 2 ปีที่แล้ว +27

    Yey inkunzi lensizwa ngiyayvuma💯

    • @Nsibande-nk1lf
      @Nsibande-nk1lf 5 หลายเดือนก่อน +1

      insizwa lena wadla zulu

  • @zolelwambiko2103
    @zolelwambiko2103 หลายเดือนก่อน +4

    Ey uguy is so breliant imibizo nempendulo zakhe are on point . Good luck guy 🙏🙏❤

  • @ThabisaMvuleni
    @ThabisaMvuleni 27 วันที่ผ่านมา +3

    Wow bayafanelana ❤

  • @user-bw8fq1xk3f
    @user-bw8fq1xk3f หลายเดือนก่อน +16

    Even the host has a crush on this lady🙆‍♀️

  • @pinkyndlovu6621
    @pinkyndlovu6621 20 วันที่ผ่านมา +2

    I'm blown away ❤ lendoda iyayazi into yayo wasimela isizwe samazulu💃💃💃💃🎉🎉

  • @BhekumuziZondi-cv8ig
    @BhekumuziZondi-cv8ig หลายเดือนก่อน +4

    Mfoka Mthimkhulu unaso isisoka ❤🎉

  • @LunganiShozi-pz1cb
    @LunganiShozi-pz1cb 22 วันที่ผ่านมา +1

    Wena ndoda usuqomisile lana sekusele kuwe ukuthi uyawaxegisa yin amatomu noma uyawaqinisa bese izwa ngawe injomane.
    Thatha mfoka Mthimkhulu ✊✊✊

  • @amosphakathi3263
    @amosphakathi3263 ปีที่แล้ว +5

    Kufanele ipresenter ingabikhona

  • @mawandumusambonane920
    @mawandumusambonane920 หลายเดือนก่อน +7

    Yaze yahlabana intokazi, inhlanhla iya kweminye imizi ngempela

  • @Kgobokwe
    @Kgobokwe 27 วันที่ผ่านมา +3

    Talent is a really talented guy in talking and careerwise hving answer to evry question..he cn be good also in nws reading😅😅

  • @sibusisomakhedama7494
    @sibusisomakhedama7494 2 ปีที่แล้ว +5

    UmaZulu ufune amkhelele amanzi ngozipho APHUZE ADELE so elokuthi unesoka ayikho uyamunyakazisa nje🤝

  • @lungisilemelokuhle5854
    @lungisilemelokuhle5854 หลายเดือนก่อน +6

    Ayi i-Host iyangibusisa yaz😂😂😂😂😂

  • @rankmanager5015
    @rankmanager5015 ปีที่แล้ว +7

    phakama Zulu omnyama....loving the show

  • @sibusisomakhedama7494
    @sibusisomakhedama7494 2 ปีที่แล้ว +11

    Ngyasthanda isbindi salendoda ikhuluma ngokuzethemba,aqilinile amagama wayo,and ukuphumela obala....🙆 Kodwa Jehova usehlulwa yini ngoba isiqomile intombi lapha mhlabe NGO KISS😘

    • @drmpiloyabezizwezikode1700
      @drmpiloyabezizwezikode1700 2 ปีที่แล้ว +1

      Injalo nje

    • @siyanxumalo4230
      @siyanxumalo4230 หลายเดือนก่อน

      IsiZulu nobusoka kubuye kushiyane Makhedama. Isalile ebusokeni sekufanele ishayele isipikile lesi intombi ebisimnikile sona. 😂

  • @silvaangel5783
    @silvaangel5783 2 ปีที่แล้ว +2

    Thanks for the show 🌺👏
    Yoh! Ayikhale✊✊

  • @mthokozisibrayen7310
    @mthokozisibrayen7310 ปีที่แล้ว +2

    Fantastic baf2 nyc one

  • @LungaMsane
    @LungaMsane หลายเดือนก่อน +4

    Ngiqasheni ngiphathe leShow ngoba ikahle kodwa ubafo oyiphethe hhay..

  • @muziwokuthulasinukela3061
    @muziwokuthulasinukela3061 หลายเดือนก่อน +1

    💯💯💯ubuciko bokuShela kulensizwa ngiyayivuma.Iyakwazi ukubeka amazwi ayo,nezisho phakathi:ubudlelwano bebuyinsindwa betshethe.USisi ubeseqhomile vele kodwa esaba ukuthi isika lakhe liyabuka🤞🤞🤞💯💯.

  • @msizeningubane7645
    @msizeningubane7645 2 ปีที่แล้ว +6

    Winkunzi Bhungane mfwethu, 😊🤝🏻

  • @sabathileqwabe1051
    @sabathileqwabe1051 2 ปีที่แล้ว +1

    Makhelwane wam ❤️❤️❤️❤️um proud of you #Talent

  • @indonitpdludla6102
    @indonitpdludla6102 2 ปีที่แล้ว +4

    Wow let me grab a seat , kusazoba LIT 🔥🔥🔥 LA .#IHAVEACRUSHONYOU!!!!❤️

  • @nhlanhlantsele29
    @nhlanhlantsele29 2 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka lapho!!

  • @mnikemalinga1096
    @mnikemalinga1096 24 วันที่ผ่านมา +1

    Ayi wakhishwa umnqantulo kulensizwa icijekile olimini ngesisoka

  • @indonitpdludla6102
    @indonitpdludla6102 2 ปีที่แล้ว +6

    I am soooooo enjoying this episode 👏👏👏Lililililililililililili👏👏👏👏👏Ntombi sale sewuweqa lomugqa 👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏nice one Thalente

  • @DumisaniMdluli-is4mb
    @DumisaniMdluli-is4mb 6 วันที่ผ่านมา

    Ngiyakuvuma Talent 👌👌🤞🤞🤞👑

  • @BandileNdlovu-hg2ww
    @BandileNdlovu-hg2ww หลายเดือนก่อน +4

    kube uyathula u presenter or bekuzoba mnand😮

  • @phendulanimnyandu5740
    @phendulanimnyandu5740 2 ปีที่แล้ว +2

    Zidlana umlala😊👌🏿

  • @topsymtshali7541
    @topsymtshali7541 หลายเดือนก่อน +2

    Hmmmm,yaze yamnandi i show❤❤❤❤👌

  • @MthobisiMakhoba
    @MthobisiMakhoba 6 หลายเดือนก่อน +2

    Ivuthiwe ingqwele bafana bakith hhha sukaa
    Mfowam ngikfisel inhlanhla kakhul kulentokaz isbindi sakho nokuzethemb kwakh kush khon ukuzmisele kulent oyenzay🤝👏👏

  • @MthokozisiLembede
    @MthokozisiLembede 4 วันที่ผ่านมา

    Cha winsizwa mfwethu Talente

  • @nkosimankosiyz5681
    @nkosimankosiyz5681 2 ปีที่แล้ว +6

    Hhei ngyamvuma lomjita tjooo👌👌ngeszulu aii iqhawe👏👏

  • @mihlentloko9975
    @mihlentloko9975 ปีที่แล้ว +4

    Bhuti uyalubeka udaba lwakho and uvile kakuhle Zulu Glamour i suspect something apha ku Zulu Glamour uchazekile ngulo bhuti but ucabangela reputation yakhe that's why engavumanga but I'm happy bazophinde babonane

  • @CIU14Oryx-gj5oe
    @CIU14Oryx-gj5oe 11 วันที่ผ่านมา

    The confidence ,bravery and ukubonisa ubudoda . This guy is talented, great and this is beautiful..👌🤞

  • @nokuthulangwenya6870
    @nokuthulangwenya6870 ปีที่แล้ว +3

    Ayii yaze yachaza le show qoma zama 💕💕💕

  • @ntombencincishasha722
    @ntombencincishasha722 ปีที่แล้ว +4

    Wish you all the best bhuty nibahle niyafanelana niyayidlalisa inkotha wow big up kuni ♥️♥️♥️

  • @timid2465
    @timid2465 23 วันที่ผ่านมา +1

    Iyazikhulumela lensizwa👊All the best bro. This was not a rejection, she was just standing her ground cos she has a man.

  • @qaphelaqaps6561
    @qaphelaqaps6561 2 ปีที่แล้ว +1

    Uzoyishaya umkhayaa

  • @anelengcebo8515
    @anelengcebo8515 2 ปีที่แล้ว +2

    Ai Mfoka mthimkhulu 🤝🤝🤝
    Ngyakuvuma kuyasho umhayi
    Ai Kodwa nale brazo iyaminya haaaaaa😂🤔🤔🤔

  • @phillipmashaba107
    @phillipmashaba107 หลายเดือนก่อน +5

    Bafo (Host) Going forward, please let people speak for themselves because you are confusing them, and they may not be able to express themselves clearly

  • @sbotango-copywriter1960
    @sbotango-copywriter1960 2 ปีที่แล้ว +1

    Dope idea. Lets hope it will work

  • @mthunzinkwanyana9353
    @mthunzinkwanyana9353 12 วันที่ผ่านมา

    Mtshele nje angelic kuyokha amanzi
    Kod ngicela kut mangsukuma nje cela abambe isithunzi singanglandeli

  • @mhlanganisimalindi6150
    @mhlanganisimalindi6150 หลายเดือนก่อน +1

    Iyigagu lensizwa💯

  • @thabanisosiba3674
    @thabanisosiba3674 2 ปีที่แล้ว +7

    intombi uma icela ukukhelelwa amanzi ngozipho lokho akusho ukuthi uThando alukho lokuthanda lensizwa, kuphela insizwa kumele yenze isiqiniseko sokuthi ngaphambi kokuthi iyawakha amanzi ngozipho bavumelene ngokuthi intombi ukumthanda shukuthi ingakwazi. Thina besilisa phela kumele siqaphele ekuqophisaneni ngamazwi nentombi. Khona lensizwa iyagadla impela yikho ukuthi ibhekene nomuntu okhaliphile 🙌🏾

    • @buhlegumede7210
      @buhlegumede7210 2 ปีที่แล้ว +1

      Mkhulu lensizwa iqonyiwe ukuth ayiwanambithisisanga amagama entokazi . Intokazi ayifunanga ukusho esidlangalale bese kumele beyoqedela ekusitheni kwamacamera

    • @thabanisosiba3674
      @thabanisosiba3674 2 ปีที่แล้ว +1

      Uyishaya eskhonkosini lapho Gumede

    • @phakamaningiba8227
      @phakamaningiba8227 ปีที่แล้ว +1

      😅😅😅🤣🤣🤣mphathi wohlelo ngazuthi qale kwi mfulamfula

  • @user-ct7ns3qi7x
    @user-ct7ns3qi7x 12 วันที่ผ่านมา

    Kodwa amazulu guys
    Kodwa amazulu nkosyam weeee Thixo hay niyakwaz ukshela nkosyam ❤❤❤❤

  • @user-qp1gu6mv4m
    @user-qp1gu6mv4m หลายเดือนก่อน +6

    Give that man a 🔔

  • @zamokuhlekunene2186
    @zamokuhlekunene2186 ปีที่แล้ว +1

    Ngangifunda nayo lensizwa King Cetshwayo💪dank sani

  • @ChristerLio
    @ChristerLio หลายเดือนก่อน +16

    I would like the HOST to give them space next time to feel free...

    • @siyanxumalo4230
      @siyanxumalo4230 หลายเดือนก่อน

      Ikaka ye host😂😂😂😂

    • @mawandumusambonane920
      @mawandumusambonane920 หลายเดือนก่อน +1

      Angiboni nkinga ngeHost, akukhona eMzansi Magic lana

    • @siyanxumalo4230
      @siyanxumalo4230 หลายเดือนก่อน

      @@mawandumusambonane920 There's no need for the host to stay and distract them while they talking. His job is to introduce them to each other then let them have a conversation alone with the cameras.

    • @xolanimbazini4982
      @xolanimbazini4982 หลายเดือนก่อน

      Ihost yodwa or nocameraperson ?

    • @siyanxumalo4230
      @siyanxumalo4230 หลายเดือนก่อน

      @@xolanimbazini4982 Abantu be camera abaphazamisi ngalutho, abaphawuli benza umsebenzi wokushutha. Ihost iyaphawula, iyangenelela okuyinto ephazamisa abaxoxayo. Bagcina kunezinto okufanele bazi adress babhekise kuyo.

  • @user-ez4ft7ph5k
    @user-ez4ft7ph5k 27 วันที่ผ่านมา +1

    Kwaphela iBeer wavala iShow plus beseyifuna ubhema...

  • @chumamsebe6852
    @chumamsebe6852 หลายเดือนก่อน +1

    Le Host iyabora yini ingamniki chance umjita yerr😮

  • @noluthandomtolo
    @noluthandomtolo หลายเดือนก่อน +2

    Talent ❤

  • @londiwengcobo7107
    @londiwengcobo7107 2 ปีที่แล้ว +1

    Thatha Zuluglamor. Awuthunyelwa gundane looool😀😀😀😀😀😀

  • @user-xc6jp4ok9c
    @user-xc6jp4ok9c 27 วันที่ผ่านมา +2

    I respect this brother 😊😊

  • @patricfihlani797
    @patricfihlani797 23 วันที่ผ่านมา

    Awww bakithi yazicengezela iNdodana❤❤❤

  • @siphomtshali9186
    @siphomtshali9186 9 วันที่ผ่านมา

    Mthimkhulu bro you're the best,Job well done you the man!

  • @thatomasilo2980
    @thatomasilo2980 17 วันที่ผ่านมา

    Talent you a fighter boss

  • @drmpiloyabezizwezikode1700
    @drmpiloyabezizwezikode1700 2 ปีที่แล้ว +15

    Intombi kudala iqomile Lana ngenkathi ifuna amanzi ngozipho ibisho ngokushobala ukuthi akakhombise ukuthi iyamthanda lensizwa ngokuthi imqabule nje kuphela🤞

    • @nkosikhonadlomo7189
      @nkosikhonadlomo7189 2 ปีที่แล้ว +4

      Kunjalo abasazi isizulu bantu bakithi

    • @amosphakathi3263
      @amosphakathi3263 ปีที่แล้ว +1

      Nazoke bafo wakhala

    • @siyandasabela798
      @siyandasabela798 หลายเดือนก่อน +1

      Yes intombi ibiqoma lapho ize yathi angayenzi ijike umqondo ewuuu bafwethu😅

  • @phumlanishandu-kp3ii
    @phumlanishandu-kp3ii หลายเดือนก่อน +15

    Shayani lonsangwini ophethe i🎤uyena odakwe insangu

    • @mbongenimkize7091
      @mbongenimkize7091 หลายเดือนก่อน +3

      😂

    • @siyanxumalo4230
      @siyanxumalo4230 หลายเดือนก่อน +3

      Ikaka ye host😂😂

    • @siyanxumalo4230
      @siyanxumalo4230 หลายเดือนก่อน +2

      ​@@mbongenimkize7091 Isihlahla sensangu😂😂😂

    • @chumamsebe6852
      @chumamsebe6852 หลายเดือนก่อน +2

      😂😂😂 ubukeka emthanda u Beer 🍺

    • @LuyandaNdlovu-kw5sg
      @LuyandaNdlovu-kw5sg หลายเดือนก่อน +1

      I agree

  • @manelisjersiaaquarius2730
    @manelisjersiaaquarius2730 หลายเดือนก่อน

    Maar this dude...omg!charmer boy🔥🔥🔥🔥

  • @prosperndlovu1327
    @prosperndlovu1327 2 ปีที่แล้ว +1

    It's Shepherd for me 😂 😂 😂 😂 😂 Aayyiii Lomjida kuvele kwaphela iglass lo beer 🍻 naye zahle zakhala

  • @zanelegumede6721
    @zanelegumede6721 13 วันที่ผ่านมา

    I'm loving this

  • @phadimaHamilton-gz2bd
    @phadimaHamilton-gz2bd 20 วันที่ผ่านมา

    Yohhh bafetho...i honestly took notes. This guy can shellll

  • @AsandaKetsiwe
    @AsandaKetsiwe หลายเดือนก่อน +1

    🤜🤜🤜Thatha

  • @thabanisosiba3674
    @thabanisosiba3674 2 ปีที่แล้ว +1

    I like this show it is one of the best shows we have in Mzansi 💯 Engifisa ukukubeka ikuthi kungabanjan umangabe abanikazi beShow bengashiya zona izingwadli zodwa provided bangabantu abangasabani

  • @mawonganoyazi5994
    @mawonganoyazi5994 16 วันที่ผ่านมา

    Bashiye bazithethele klk mjita haibo

  • @Xulu762
    @Xulu762 หลายเดือนก่อน

    Talent

  • @kaliphaherescent1815
    @kaliphaherescent1815 ปีที่แล้ว +1

    Shepherd usewu God ngqo 😆😂🤣🥃🍺💯

  • @user-wg2nt2tk9b
    @user-wg2nt2tk9b 11 วันที่ผ่านมา

    Mmmhh badlala ngenkotha 🙏🥰

  • @thembelanimngcutsha4168
    @thembelanimngcutsha4168 19 วันที่ผ่านมา

    What a nice episode ❤

  • @user-uw2kx4dl9q
    @user-uw2kx4dl9q 4 หลายเดือนก่อน +1

    Aw wazewazitshela bo

  • @somkhandainyosi
    @somkhandainyosi ปีที่แล้ว +4

    Indala kakhulu lempicampicwano Kodwa Yinhle and ivumile lentokazi umbuzo othi wenzani empilweni ukhomba ukuthi uthando lwayo intokazi ufisa izinto kumuntu not ngoba emthanda Mfowethu shiyaphansi ngoba uzoxabana nalo othi ukhona kubangwa ukuthi ususeduze kwakhe and uzo user la ngobakwaziwa ukuthi unothando Nangu ethanda imali ungahlomeki la Muhle yena but Uboqaphela ulimi

  • @monwabisikuboni7540
    @monwabisikuboni7540 ปีที่แล้ว +4

    Shepard is raw and funny, I love it✌ its not like anything one would expect dankie.

  • @SahhFootballSTAN
    @SahhFootballSTAN 17 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    Le host ibhedisa izinto yazi. Fuzengabe ihlanganisa abantu mase iyahamba lah

  • @khulekanidiya
    @khulekanidiya หลายเดือนก่อน

    Hayibo,akuyo

  • @Healthplus4men-qi2pn
    @Healthplus4men-qi2pn 7 วันที่ผ่านมา

    Titfolene yere i love this

  • @siphigats7359
    @siphigats7359 26 วันที่ผ่านมา

    Good program.

  • @smallfuyane
    @smallfuyane 14 วันที่ผ่านมา

    Amanzi ngozipho ukiss lowo bakithi🎉😂😂😂

  • @Xolani-lm2lp
    @Xolani-lm2lp 5 วันที่ผ่านมา

    This dude is gud like really gud even though things dnt always go our way in life

  • @bonganiraisa5930
    @bonganiraisa5930 หลายเดือนก่อน

    Ninjan bafethu cela u Talent azame ukuhlangana nomfowabo u Mncedi Mgqingo Mthimkhulu naye unzima kakhulu ngyacela.

  • @khanyisanibhengu4358
    @khanyisanibhengu4358 2 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka lapho nkabi yami kumele siyoyinkanka emfuleni kwaNgoni lentombi

  • @user-gb6zo6cn9z
    @user-gb6zo6cn9z 26 วันที่ผ่านมา

    U guy 👌😘

  • @Siyabongasikhakhane-ns2nl
    @Siyabongasikhakhane-ns2nl หลายเดือนก่อน +1

    Isphukuphuku se presenter hhay lo akaqeqeshekile uyazbhedela nje

  • @smisoperfect6091
    @smisoperfect6091 ปีที่แล้ว +1

    Ivuthiwe lenqwele

  • @SahhFootballSTAN
    @SahhFootballSTAN 17 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    Le host ibhedisa izinto yazi. Fuzengabe ihlanganisa abantu mase iyahamba

  • @anathisomtala1507
    @anathisomtala1507 2 ปีที่แล้ว

    😂😂hayi kushubile yoh