Qina mfth kukho konke obhekene nakho, Mina ngithanda umsebenzi wakho, And ngfisa wonk umuntu azi ukuthi 'Awumjaji umuntu ngeStory ongasazi siqalephi' big up mfoo....
You ve every right to see ingan yakho ,uhlawulile ungahlawulile according to law.as for maintenance go to court the law will decide .and please kikho konke okwenzela ingani iba ne proof ukwenzela into ezikanje. Mina it amazes me umuntu ozele naye alwe akhohlwe ukuthi sekunengani.And ingan iyahlukumezeka in the process. Indaba azihlale private leee eye social media not good at all ,and izolimaza umsebenz usisi must just grow up ayeke ukuba childish .wenza kahle waphuma kuloyo akana future loyo .
@Laughingtails11 ngenhlanhla mandlov wam saqala naye sisafunda from 2015 and eyam ngane ngayhlawula komo nembuzi nemali ngaphezulu kuze kube manje akakaze angisanganela muntu mele qale thathe iskhathi mande um mithise yin nje locc ayenzayo wake wakubonaphi muntu wesimame nemvunulo yama doda icilo lelo khona kungahambanga kahle ekhanda dinga ma psychologist
Mina angithathi i side ngoba sisemhlabeni ,Kini bomama ngithi mina labo o baby mama bakà ntencàne angeke abathathe bonke ,abaseleyo basazo jola namadoda enu ,Kini bobabà ,nisazojola nabo baby mama abatshiywe ngu ntencàne akungaliwa ningangizwa kabi
Uzifunela wena nje straight lo cc nothing else ayikho ngengane lento .ngisebenza ngazo izinto ezinje ubezitshela ukuthi uzofike aku owner adlule omama bezingane abanye manje kwangakunga ikhanda lakhe liyagxabha yena ujufuna la akalali nasebsuku ukuthanda ibhadi
Mina ngbona esakuthanda u gal wethu iskhwele nje esimbulalayo ukuthola kunzima uku mover on thina o 2019 bethu bagqoka ngo R500 kwapep nakhona😂yeka ezibuyiswayo za 6k jesu waseshowe
Nani nihamba nimithisa nje Ntencane wazalisa isalkwazi esdala esibi nje umsangano buka nje mnje lento isikneke ezweni lonke ikwehlisa isthunzi nje Mxim
I have a question 🙋If uthi leya pls cal yayibhalwe ukuthi Zinhle.....kanti the time nisaqala lomajolana wenu igama lakhe waw'ngalazi??Or wasebenzisa different number
Wathola intombi e toxic,relax ntencane inhloso yalomuntu is to destroy u....nani nihamba nithembisa amanga nithi nizobakhela ama career....manje uphusha le career yake ngawe
❤❤ngithanda iqiniso lakho ntesmall
Awu kanti unguNondaba, yikho indaba yakho ingikhalisa kangaka. Khululeka ngizokubonisa boy❤
"Angijoli nendoda yakho,indoda yakho ijola nosibanibani" yooooooo kunzima emjolweni 😂😂😂😂
Noma ngabe I story sithini ingane atondliwe ingane kmele uyibone
Noma ngabe uchaza siphi i Story noma ngabe siyezwakala kdwa Ingane ayondliwe Bakwethu
Qina mfth kukho konke obhekene nakho, Mina ngithanda umsebenzi wakho, And ngfisa wonk umuntu azi ukuthi 'Awumjaji umuntu ngeStory ongasazi siqalephi' big up mfoo....
We lv u Ntencane n m on ur side bruu b strong man
Hamba uyohlawulingane mfoka zondi uyikhokhele ibuyele kini izohlalakazondi uzobarayts
We bheka wezwa ngobani ukuthi ingane uma uyihlawulile kuba eyakini
Khuleka mzala iynkinga yinsila yendoda ukubekwa kabi yen kubi kodw qina ndod ngithand indlel nj oyiyo ukhomb kt ufundisekile wakhuliseka ngenhlonipha 🤝
Mmm.... Wazalisa isilima... Esifuna ukukubamba ngengane....umbhedo nje lento ayiculayo... Ubengathuli ngani.... Kunalombhedo...awenzayo... Kuqala ngayeni ukwaliwa...
Akavuke eyofuna umsebenzi nje qha ..ahlukane nawe ...ihlazo nje leli alenzayo...Hardy boi 👊🏽
La ntencane awubekwa kabi ,yondla izingane zakho yekela ukuba inuku lomfana zihloniphe ngomzimba wakho,musa ukucasha,lo mawengane yakho akahlanyi futhi akanacala ngokuzala ingane yakho kodwa bheka ubuhlungu bokumdlala kwakho,yekela ukudlala ngemizimba yamantombazane,zithibe nawe.
Bengingakayizwa ingoma yakho ethi dear mawomtwana umsukele uMogail wena wakhohlwa ukuthi awondli wadinwake naye wakhipha eyakhe umculi phela u my Queen👑👸 ufananawe uphendule kwezwakala kipha ingoma enye nawe
Mfoka Mancinza engingakusho nje ngaloludaba bhuti umbonge uNkulunkulu,waphunyula la bafo. Ama level okuhlakanipha kukaCc ngiyawangabaza nd indlela engibona ngayo into ayikho ngengane la kodwa ingaye nobuhlungu anabo enhliziyweni yakhe nokuthi akucekele phansi ngayo yonke indlela. Wenza kahle bafo waphuma and uCc ngicabanga ukuthi une history ethile b4 afike kuwe (ulimele uCc kakhulu)uyalidinga usizo uCc eli professional,le yoma social media nokwenza izingoma ezigudla iguma azimsizi kunalokho kuzogcina kumenzela isidina kwabanye.
😂😂 So leya ngoma ethi umathandana wokwenzani yena lowo yayixoxa indaba ekhona
😭😭😭 lwabish wentombazane yey futhi laba bayakwazi ukuhlokoloza muntu aphenduke unhliziyombi
Yooh ay Cha bazinunu ezingafi ngampela omabezingane zethu esahlukana nabo🤞🖐️🙇
Haw😂😂😂😂
@@GuluvaTv_since2021 crc mfethu labantu benza ngayo yonke indlela ukuthi waziwakabi emhlaneni🤞
Akekho umawengane ongakufisela okuhle uma senahlukana🤞😂
@vusiphanwell6875 Hayi sonke Vusi thina abanye asibafiseli okubi obaba bezingane zethu ukuthi kwahlukwana akusho ukuthi ukuthi sek'mele nibe izitha.
Lomama akayobhalisa i pension ahlukane neqhawe lethu
Khululeka bafo umama wengane wazikhombisa nje nisaqala akahloniphi nhlobo
Ngikthand sdudla sento❤❤❤❤
Iheee bhasobha 😂😂😂😂
Yaze yabuhlungu indaba yakho Ntencane. Ngizothumela Baku ize ngizoxoxa nawe mangifikile lapho
Angikude nawe. Wena waba nebhadi mnfana wami waqondana ne BIPOLAR.
You ve every right to see ingan yakho ,uhlawulile ungahlawulile according to law.as for maintenance go to court the law will decide .and please kikho konke okwenzela ingani iba ne proof ukwenzela into ezikanje.
Mina it amazes me umuntu ozele naye alwe akhohlwe ukuthi sekunengani.And ingan iyahlukumezeka in the process. Indaba azihlale private leee eye social media not good at all ,and izolimaza umsebenz usisi must just grow up ayeke ukuba childish .wenza kahle waphuma kuloyo akana future loyo .
Angeke kuphele ukufa kwabesfazane uma besazoxhaphaza kanjena usazokhala ucelemba entombazaneni isi🤞🏽🤞🏽🤞🏽
She s very obsessed yena ugal she taught uzoba yedwa endodeni ekubeni ayifica inezingane aybo aka breaker ugal.iyayidinga icounselling lena yangempela futhi uzoba bitter even nakumntwana wakhe nxa ekhula ngyazazi izinto ezinje ngisebenza ngazo even her next relationship uyobe esenje futhi ngeke ayithande leyondoda bt uyokhiphela kuyo isbhongo iyobe iyi rebound straight
Yes yezwakal
Awu mfoka Zondi kanti isimo sinjena mmm ayi, isayidi lakhe usho ngenye indlela but if sizwa elakho nondaba ayikhona kunzima 😮
Ngyaku seka mkhaya all the way from ahrens
Ucc uzama ukudicilela phansi isthunzi sakho.
Uyasangana lomuntu wakho😂😂
Kakhul nam ntengbonile😂😂😂
Owakho akasangani ngoba akakufisi
@Laughingtails11 ngenhlanhla mandlov wam saqala naye sisafunda from 2015 and eyam ngane ngayhlawula komo nembuzi nemali ngaphezulu kuze kube manje akakaze angisanganela muntu mele qale thathe iskhathi mande um mithise yin nje locc ayenzayo wake wakubonaphi muntu wesimame nemvunulo yama doda icilo lelo khona kungahambanga kahle ekhanda dinga ma psychologist
Mtshele ke ukuthi akenze njengawe ahlawule ingane no cc usezogqoka isidwaba sibe ryt siyi country
Ganwa name uhlukane nokuzalisa insane zabantu mahhala
Ngyakuzwa mina mfokaZondi, ukt nje abanye omabeyngane abanawo u danky
Bafo khokhela ingane uythathe
Wamithisa uhlanya
Wena wenzenjani
Mina sengbon iskhwele ngath sdlala ngo cc😢 kodwa angphum endaben zabantu
Nam ngngomuny obuka lokho😂😂😂
Nina snikhwelezi ngani kobaba be ingane zenu
@@Laughingtails11 🙄 haibo !!!. Ngebhadi ke mina I behaviour yami ifana exactly neyalaba abanye omabezngane zaNtencane . Umfana mesengshiyile angilwi, ngifocuser kwirelationship yam entsha bese eqhubeka yena nokuba ubaba enganeni mina ngibe umama. Ukuhlonipha umuntu engsuke ngphila naye esisebdlelwaneni naye
Bayeke ke abalwayo ungathi unganaka ukungalwi kwakho ubayeke abashay besbhakela
@@Laughingtails11 masizomncoma uzoqhubeka abhede kakhulu ngcono simkhuze kuse early
Love you bhuti wam ❤❤❤❤
Kodwa lomama wengane uyaludinga nosizo lokwelulekwa ngokwenqondo Uma konke okushoyo kuyiqiniso mhlampe khona ukuhlukumezeka Ake wadlula kukho kumele aluthole usizo
Uyindoda bafo ngikufisele okuhle kodwa empilweni yakho unganaki abantu ukuthi bathini
Mina angithathi i side ngoba sisemhlabeni ,Kini bomama ngithi mina labo o baby mama bakà ntencàne angeke abathathe bonke ,abaseleyo basazo jola namadoda enu ,Kini bobabà ,nisazojola nabo baby mama abatshiywe ngu ntencàne akungaliwa ningangizwa kabi
Ncese mfanwami wazalisa uhlanya
Haw Mapholoba😢😂😂😂
Uzifunela wena nje straight lo cc nothing else ayikho ngengane lento .ngisebenza ngazo izinto ezinje ubezitshela ukuthi uzofike aku owner adlule omama bezingane abanye manje kwangakunga ikhanda lakhe liyagxabha yena ujufuna la akalali nasebsuku ukuthanda ibhadi
Kodwa uzogcina embulele. Hlehla kuye
Ubhekene nenzukaykey😅😂
Inqaba kaytshelwana😂😂😂😂
Lomawengane.udakiwe untencane ngymuzwa mina manje yene.mele.akwatele kuth untencane uyajola ikhona yin.indoda enentombi eyodwa ngob phela kudaliwe kuth inquza siyidle makuvuma.ithuba nje dlala.inquza noma.unomfazi inquz idle ngaphandle
Mina ngithanda umculo wakho. Angelle ngikujaje ngawe uphila emhlaben up lapho kumaskand
Kanti bangaki abantwana nodana
Ay cha bengikugxek mfoka Zondi ay ngehl ngobonda
Nondaba uphila nabantu abaningi 😂😂😂
Kant zingaki ingane ku bafo
Lona ufuna ubeyisebenzi sakhe udakiwe qhubeka nomsebenzi wakho wena nondaba ngiyakuzwa min
Mina ngbona esakuthanda u gal wethu iskhwele nje esimbulalayo ukuthola kunzima uku mover on thina o 2019 bethu bagqoka ngo R500 kwapep nakhona😂yeka ezibuyiswayo za 6k jesu waseshowe
Ngivumelana nawe nami ngangizophika uzongibuza kwi social media
Mmm😢
Mina ngamkholwa uNtencane ngikamuzwa ngayo nje iyodwa inuni engafi
Wavelelwa mta kaZondi
I think lesi isifundo sokungazifundisi ukuneliseka kuthina Bantu besilisa ,uyabona ukube sihlonipha oziphu bethu noma o Eva besifensa ngabe asibi sezinkingeni ezinje Jesu wami.
Singo maka Enzo life sentence no baba ka Enzo niyoze nikhalise okwe ambulance
Ayi mfethu ubuthwele ubunzima bt mfethu if azange waphuthuma wamazi kahle ngaba awu bhekani nalo hlanywa,wena wamithisa uhlanya
Ai lolwabish ufuna itrend ngawe m4ka Zondi uselutholile ke udumo ebelufuna lodoti nezwi lembodla
Nani niyambatha nezinhlanya bo.
Cc lowu akahlangene kahle ekhanda kadinge enye indoda
Wayeboneñi kodwa ntencane akamuhle lomuntu
Ba4 ngeke uwine kulento laba bayakwazi ukudicilela phansi isthunzi sendoda ngamanga
Kakhul ingakh kuthiwa muntu wesfazan uyakwaz ukwakh aphinde akubhidlize futy
Nani nihamba nimithisa nje Ntencane wazalisa isalkwazi esdala esibi nje umsangano buka nje mnje lento isikneke ezweni lonke ikwehlisa isthunzi nje Mxim
Haw indlela yokukhuluma leyo😂😂😂
Kdwa uthi ngthini mfethu kthiwa iyagula lento ekthanda awkaze ubone amavidio ngayo ihlezi imnaka uNtencane 😂😂😂😂uhlanya lolu@@GuluvaTv_since2021
@mbalimzobe6183 ishephisi ejezini😂😂😂
Mina ngimi no Queen 👑👑 ibhubesi elikhulu lisimele e South Africa 🎉🎉🎉 ngale kwezitori zenu lisindlulisele imilayezo nakwabanye
Asisalifun nekhekhe lenu sihamba nabelungu🤣
Up lapho nami ngimi naye bakithi
@MbalenhleAlwande sthandwa 🥰
Phephisa mkhulu
Owakuph nendawokant lomawengane
Into engiyibonayo la ku Ms Level uthando analo ngawe lukhulu kakhulu okungangokuthi uyehluleka ukubekezelela ukuthi senahlukana futhi wena sunabanye abantu ophilisana nabo. Uyakuthanda kakhulu futhi unesikhwele ngawe. Mft lomuntu akazenzi wenziwa uthando manje sekungathi ubuhlaza
Kanti naye usisi ueumculi
I have a question 🙋If uthi leya pls cal yayibhalwe ukuthi Zinhle.....kanti the time nisaqala lomajolana wenu igama lakhe waw'ngalazi??Or wasebenzisa different number
My question is kanti ubafo nezingane ezingaki
Bhutiza wena uyondla muntu ushiswa yini lengoma ibhalelwe thina esinezingane ezingindliwa wena uyondla ushiswa yini bhuti mina ngithi nje iva lihlaba ohamba ngezinyawo ukubebewondla bewungeke uchaze lutho😂😂😂😂
Unamanga
Ngiyacela nam zilethe kim
Kanti zingaki kanti ingane bafo
Ay walithinta uhlanya
Bafo ngikhumbula sifunda nawe esibumba ungigadile 😂😂
Kunzima ukuba uBaba wengani ngididekile iqiniso laziwa yini nobabili nje
Khoba kunjal ababuyelan laba😂😂😂
Wathola intombi e toxic,relax ntencane inhloso yalomuntu is to destroy u....nani nihamba nithembisa amanga nithi nizobakhela ama career....manje uphusha le career yake ngawe
yazi lento engifikisela ngosizi ngoba kugcina sekunakwa Abantu besfazane abahlukunyezwayo Ekbeni Nathi madoda sihlukunyezwa kakhulu Kube nzima ngisho ukuvela obala ngoba uzohleka kodwa lento nje losisi uyahlukumezwa emotional uhlanya nje lolu kodwa wawungazi nawe mfanakithi qini ndoda kuzolunga
Hhay nokuchaza njalo nje yindoda hhay suka😢
Uze ungingize😂😂😂
Uyacula lomuntu khumbula.ushilo ekuqaleni ukuth uskhath esining imcimbi ihlelwa abantu besfazane wenzela.kuth lingasali.igama.lakhe mangabe eqashwa
So kumele athule nimthuke nje mm
Kumele athule ebhedelwa ingathi nawe uyabheda ungadelelwa umuntu uthule uzizwa kahle kodwa wena ai ngibona ngathi awuzizwa kahle
@emanuelntombela2062 manje isdingo sokungithuka sikuphi ngoba phela uvo lwami nami lolu ,,nawe beka owakho umbono ngeke uthukwe umuntu,,,,,into eyenza ngithi kungcono ethule yingoma kumanje lomawengane uyamtalabha engomeni and angicabangi ukuthi wena kungakujabulisa ukuzwa uNtencane esephendulana nomawengane ngengoma akathule engachazi kuze ezothula nomawengane ,no need for inhlamba kuleyonto.
Qhela kuye boy. Okulandelayo uzokudlisa into
engasukumi phansi.
Mina nomangingasazi isitory sabo kodwa ezimweni esengike ngazibona kaninginingi ay amantombazane ayadlala ngabafana kulento yokondla umuntu ajike alwe ngwngane yaz nijike nidideke nani niwumndeni ngoba nisuke nibona ukuthi lengane iyasaphothwa ngayoyonke indlela kodwa umama angabongi ay
Akhohlakele amanye amantombazane la ngaphandle
Nondaba
Yondla ingane nona anibonanibgasonye bekani mtana 0hambil
Aymfana sinawe ngb siyayibon lentokaz kty ingmuntu onjani
Unenconsi boo nagu umuntu wesifazane aibooo
Noma ngabe kutheni kunjn futh ucc lento bengamele ayifikise lana esikhona lento😒
Nga.......nga......nga....Eh.........eh......ehh......😂kodwa awondi ngani vele
Slima uyislima uyasho umfana ukuthi akayfuni imali ngisho impahla uyaybuyisa slima uyislima
Sa......Sa......eh ........ayke.....😂😂😂umuntu onamanga uyamuzwa
Haw koda😂😂😂
@@GuluvaTv_since2021 🤣
@@kwaLungelo kshuthi usuke ukhona eybuyisa
Same whatsapp group.......
Ey usekingeni mfoka Zondi
Mhlambe lento ewumawengane yakho iyona nje eyafensa wena waychamela yamith ngob is idakw nje manje isizama ukuncolisa igama lakho manje
U mha wengane yakho akasile ekhanda,kdw ndyasola lo cc wa ndlwengulwa,ngku unomsindo nje uyisifebe kwayena lona mss level wakhona
Manje awondli ngani
Slima uyislima vula indlebe slima ulalele , ucc uyaynqaba imali ngisho impahla uyaybuyisa slima
Hambolanda impahla wena ngoba ukhuluma uMchamo
Waze wangiphoxa Naledi😢😂😂😂
Ai unenkinga lo akasizwa isizulu yingakho nje ebuza uMbuzo ofile
Anihlekisi nkosi yami😂😂😂😂😂😂
Mina ngima nawe mfana kumnyama kubovu
Jobe😊😂😂😂
ngathi umazi kancono salusumthatha
Ok manje awondlingani ingane yakho igazi lakho pho
Haw Mamvelase😂😂😂
Kodwa uyazama mbhemu ngeke mina ngiyayi bona imizamo yakhe
Slima esngalaleli uyasho umfana ukuthi uyaynqaba imali yengane neympahla waybuyisa , geza indlebe slima
Niyathanda ukubuza uMchamo Nina Ayi nizilonda nje. Kukuphi la athe akayondli ingane. Nisile la nenzela ukugqoka lama weav wenu ngemali yeyngane
@@kwaLungelodankie bafo leslonda siphawula umchamo