Siyabonga ngokuthi basifakele lezintshumayelo. Ja ibackground music kungancono ithi ukuba phansi or ingabibikho ngoba vele iNkosi yamaNazaretha uma ikhuluma kuthula yonke into....
Kodwa ke le background music!, angazi ozifakile ukuthi ucabange kanjani, le audio ayikho clear on its own, ngapha kufakwe izinsizwa akusezwakali lutho ke nje ay nangiphoxa ke nginithanda kangaka kod.
Uyadela wena owawulapho, aw Jehova, imnandi inkolo yakho yasekuPhakameni, SHEMBE NYAZILWEZULU ngicela u ngithande njalo, nami ngicela ungiphe uthando lokuthanda wena
Nqaba nami NYAZI LWEZULU 🙏
Nkosi Baba Nyazi LweZulu ngicela ungiphe ukukholwa uhlanze nenhliziyo yam amen
Eish izinsimbi asizwa kahle
Siyabonga amazwibela enkosi ubaba iLanga,aameen
eish background Nkosi
Siyabonga ngokuthi basifakele lezintshumayelo. Ja ibackground music kungancono ithi ukuba phansi or ingabibikho ngoba vele iNkosi yamaNazaretha uma ikhuluma kuthula yonke into....
Ngicela ningazifaki izinsimbi ngokulandelayo khona sizozwa kahle. Uzinsimbi ziyaligqiba izwi
Eish ngaloyomzuzu ngifisa kanjani ukuyizwa lentshumayelo but angizwa lutho
NkosiyeZulu nomhlaba 👏 isiqu wesibili ILanga 🌅🙏 kwakukhulunywa la madodah 🤔
Awu madoda ingungumahlombe. umanda sthebeni onjenge nsonyama, iwuka likamahilela☀️
Iwuka likamahilela...the sun
Izinsimbi admin ziyasithikameza
Aaay leziy nsimbi eniz fakile niyasbhedela
Aaaaàaaameni wuuuuuuuungcweeeèeeele 🙌
Nkosi yamakhosi iNgungu mahlombe Aaameen
Kodwa ke le background music!, angazi ozifakile ukuthi ucabange kanjani, le audio ayikho clear on its own, ngapha kufakwe izinsizwa akusezwakali lutho ke nje ay nangiphoxa ke nginithanda kangaka kod.
🙌🙏🙏🙏🙏🙌❤️💯
Awu kodwa leznkinobho zyaphazamisa
Background music is disturbing
Too much
Bafwethu enislethela lezintshumayelo zamakhosi akithi syabonga kakhulu ngokuhle enikwenzayo kodwa phela akenikhule manje lomculo osemumva awudingeki nje nhlobo ake nicabange bo
Impela okwani nje ngempela?ngoba sifuna ukuzwa izwi kodwa inkosi ayinibusise
Kunzima ukuzwa intshumayelo ngenxa yezinzimbi ezidlala phezu kwayo
Baba ngicela ungibheke ungithande amen
Baba uyazazi izithazam yenqabanami noma ngingumonikuwe kepha ngicela ungihlambulule bese ungizalakabusha ungi
Nabathi bayalotha liyabahangula.☀️
Nkosi ngiphe ukukthanda nokuhlakanipha okuhle...
background music is disturbing😫
Izinsimbi ezidlala ku background ziyisiphazamiso sicela amazwi eNkosi wodwa ningawanongi
kakhulu isidingo sazo asikho
Olwethu uNyazi syabonga ngomsebenz omuhle baf2
Cela niyifake yonke 😌
Kodwa singawathola yin lamaclip ku USB noma ku CD 💿?
Lokho kungadala ukuthi sizidayise lezinkonzo kanti akusona isifiso sethu leso, kuhle zitholakala mahhala kanje. 👏
Akukwazi ukuthi zitholakale ngaphandle kwe Piano bandla?