ไม่สามารถเล่นวิดีโอนี้
ขออภัยในความไม่สะดวก

Tips on how to Save money!_INkosi ILanga

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 6 ธ.ค. 2020
  • Tips on how to Save money!_INkosi ILanga
    Izeluleko zeNkosi iLanga sizithola kuMfundisi Magwaza owayekhona ngesikhathi seNkosi yesibili. Phakathi kwezinto eziningi eyazifundisa amaNazaretha, yaphinde yawaluleka ukuba afunde ukubeka imali uma efuna ukuma kahle empilweni. Ahlukane nezinto eziwubukhazikhazi. #Shembe #eBuhleni

ความคิดเห็น • 18

  • @njabuloskwayantuli5272
    @njabuloskwayantuli5272 3 ปีที่แล้ว +5

    Syabonga kakhulu..inkosi ikubusise, umlando wenkolo yethu abansundu ayisoze yafihlwa manje,nabantwana bethu engathi bengakhula benamathele kulomlando onothe kangaka 🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾

  • @JTANathi
    @JTANathi 3 ปีที่แล้ว +10

    Madoda i sequence yalama Video sicela ihambe kahle kuze sikwazi ukulandela sonke i story, futhi sicela inqamuke at the end of the story....ayi phakathi nendawo. Siyabonga ngo msebenzi omuhle

  • @ReeceCaruso
    @ReeceCaruso 3 ปีที่แล้ว +8

    These are really great suggestions and this is such an important topic to be discussing at the moment, I really enjoyed the video!

  • @madodazungu857
    @madodazungu857 3 ปีที่แล้ว +11

    Mmm Nkosi nina eniseduzane nabefundisi abasekhona abaneqiniso ningapheli amandla ukusiqoqela lomlando omnandi kangaka iNkosi inibusise...

  • @sibayastephen9334
    @sibayastephen9334 3 ปีที่แล้ว +3

    Yaze yanoju Indaba, thanks a lot

  • @user-uk7np3mh8r
    @user-uk7np3mh8r 11 หลายเดือนก่อน

    Amen 🙏🙏💔💔💔👋🏿👋🏿👋🏿

  • @Zwethanda
    @Zwethanda 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga bantwana bakaNkulunkulu inkosi inibusise ngenisenzela kona siyazidinga lezizindaba

  • @phakamanimanqele1649
    @phakamanimanqele1649 3 ปีที่แล้ว +3

    Mmm awu kodwa bafwethu niynqamula kabuhlungu kodwa syabonga

  • @dumisanimkhizehisthirdnon3049
    @dumisanimkhizehisthirdnon3049 3 ปีที่แล้ว +3

    zimnandi izindaba mfundisi wenkosi

  • @wisemanngema8388
    @wisemanngema8388 3 ปีที่แล้ว

    Amen

  • @EduVantageZone
    @EduVantageZone 3 ปีที่แล้ว

    Mhhh Thixo wami

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 3 ปีที่แล้ว

    SYBONGA BABA NGOMLANDO OMUHLE KAKHULU .NKOSI SIGCNELE OBABA ABANOMLANDO OMUHLE KANJE

  • @simphiwecordae6500
    @simphiwecordae6500 3 ปีที่แล้ว +2

    Aii cha kona nami selikhele ngalandela niyawanqamula kabuhlunga ama video sheim🤦🏾‍♂️💔

  • @siyabongamkhize2788
    @siyabongamkhize2788 3 ปีที่แล้ว

    Ngicela ukubuza ukuthi umfundisi ubani lo?