Ngaze Ngalithanda IKhehla, Inga Angikho 🤞🏽♥️
Latshela Abazali Bami ukuthi sizojika yona leNtombazane esesiswini siyenze uMfana. Ngingedwa UMfana Kwethu 🤞🏽♥️
Isilwane sezulu nomhlaba ha sabona inkinga eNyangeniyezulu❤❤❤👑👑👑👑🙏
Bakhwehleliswa yini kangaka abantu ababoni yini ukuthi baphazamisa inkonzo
Zifakeni zonke, nazo ezeNkosi Ilanga zifakeni bafwethu. Muhle uNkulunkulu wase buhleni uNyazi Lwezulu ngyabonga. sengiqhubeka ngi like ama video enu. You are doing a great job 👏
Siyabonga ngomthente ohlaba usumdala eminye ihlaba isamila Thixo wokhokho bethu
Nkulunkulu waseZulwini sibheke usithande singabantwana bakho izwi lo Nyazi LweZulu impela uShembe akafi nathi sesiyibonile iNyanga ye Zulu ku we Nyazi lwaseZulwini
Walibeka UJehovah wethu iqiniso 🤞🤣🤣🤣 hay lokhu sihamba sizishutheka nje Siyabonga 👏 nkosiyamakhosi 🙏
Wangiphilisa Nkosi.yezulunomhlaba.ngo.1986.sekuphele.ukuhlakanipha wahamba nami.wangilalisa.kwagogo.eswazini.ngedwa wadlula nami.wa.emozambikhi.ilapho.ngsinda.khona ngihluleka ukulandela.ngiyona.ngicela.uthando.ngkuzwe okushoyo.guqabadele Ameni
Siyabonga Shembe Oyingcwele
❤️❤️❤️🔥waasha umlilo...
Yaze yamnandi inkonzo. Shembe oyingcwele umoya wokukholwa usembathe ngawo menzi wezulu nomhlaba
Shembe Uyingcwele 🙏💯
Nkululu waseZulwini
Siyabonga inkonzo kababa inyanga yasezulwini
Siyaluthanda uNyazi lweZulu konke okuhle kuvela ngalo uNyazi kuthina Jehova Shembe oyiNgcwele aMeni...
Shembe oyingcwele ngicela ungibheke ungithande Kanye nomndeni wani ameni
Ngiyabonga ukuzwa izindaba zasezulwini Amen 👏
Nkulunkulu woKhokho bethu, bavuse Nkosi baziveze bakhulume inkulumo ezwakalayo.
Sakhethwa thina emazulwin asimenyangwa... Singabakhethelwe umbuso lwezulu oyilifa lethu qha nje sehlulwa isono😢... Ungasilahli Nyazi lwezulu siyacela baba🙏🙏
Nkulunkulu wethu omuhle Nyanga yezulu, sibonga inhlanhla yokukubona ngamehlo enyama💯💓💓
Amen, uyingcwele nkosi
Zehla ngoholobho endlini ye Nyanga ye Zulu
SHEMBE OYINGCWELE. ..!!!👐
SHEMBE oyingcwele
Yalakha ibandla lensizwa yaseZulwini 🙏
Ezikaban insimbi ... Ezisho kamnandi kanjen ekuqaleni
Ameen uyingcwele Guqabadele
Aaaaaaamen 🙏🙏🙏
Hai, impela abantu bengasisoli masinamehlo abomvu inkinga sabona lukhulu kulomhlaba!
Nkosi qoba izinzizi zami zonk enginazo.ngiyokhala kubani uma.nginga.khali.kuwe nkosi
Nkosi yamakhosi
Lo akathunyiwe UnguNkulunkulu uqobo I'm telling you 🤞ungaphinde uthi uthunyiwe ngyayazi into engiyishoyo
Ameni kwi Nyanga Yezulu ❤
UNkulunkulu esambona
Menzi wezinto zenzeke
Kujabula abambona amani nkosi yamakhosi 🙏
🎉🙏
Ameen 1:41
Uyingcwele
Iza nemikhosi uyesabeka
Aaaaaaaamen
Aaaameeen
🙏 nkosi yamakhosi
Uyingcwele Smakade wezulu
Mmmm Shembe
❤❤❤❤❤❤❤❤SHEMBE NGIYAKUTHANDA FUTHI NGIYAKUKHETHA UBE YINKOSI KIMI KANYE NOMNDENI WAMI AMEEEN.
Inkosi eyangidonsa ngezibopho zothando.le ngabo 1991 ngazizwa sengimthanda njee ukumlandela nanamhlanje ngisakuyolendlela yasezulwini ngyayithanda inyanga yezuli❤❤❤uzungikhumbule nkosi yezulu nomhlaba vemvane mabala azibhadubhadu ngalo ezinde❤❤❤