It was quite courageous of him to come out and speak about this situation. I think it's weighing heavily on him. It's not going to be easy, but the elders of the family must be brought to deliberate on this very tricky and messy situation. They were tempted and both young and vulnerable
Yah ur ryt thy can meet as a fermely. N come out wth a concart solution.i knw for th old man it wont be easy to accept. Ths yourng man want to hv a fermely bt he already hv it an already him n his mom love each other...th fermely need to discuss ths matter
eyezingan nje esengiyisabela nkosi.mmm naze nawenza amanyala .qaphel ke ngoba senza izinto ezingalungile sithi asoze zavela.buka ke manje noma ningafihla akukho okungayo vela .kunjalo nje
These things happen this can be an isolated case that should raise our blood pressure the difference with this one is that is exposed I wish u find solution to this problem and continue with yr life u can’t change what happened but u can redirect yr life to avoid the worst that could happen
All I can say sibonga ukuphumela obala nsizwa yakithi ,ngoba ngempela izinto ezikanjani asicabangi ukuthi zingenzeka usivule amehlo and for you kungukuphola kokuqhala empilweni,yes we will judge singabantu but kudingeka I solution manje,nguyena futhi umamncane wakho wayo yonke lento esithwele wuwena manje evimbe impilo yakho futhi,kodwa nakhona abafunde abantu besilisa ukuganelwa intanga zezingane zabo kunobungozi kakhulu.
*Already igula selichithekile lana. Mina umbono wami ukuthi lo cc akangancengwa nhlobo coz uyakhohlwa kuthi le blackmail ayenza ku mfe2 izomhlambalaza kakhulu yena njengo muntu wesfazane & uganile phela yena layikhaya. So my point is: Nawe mfe2 use your own power to blackmail her back umethuse ngokuthi sekungamane kuchitheke bugayiwe uyayiyeka lento usufuna ukuganwa phela nawe. Musa nje ukuvuma ukudlala lo cc ongenas'milo, nawe wonile futhi hayi kancane, but awukwazi phela ukphila impilo yakho yonke uyisigqila socansi nalo cc onendoda yakhe. Wena shuthi uyoze ufe ungaganiwe ubhizi nje wenelisa yena. Hayi umsangano wonke lona owenziwa ilo cc. Take a bull by it's horns my brother, i wish you all the best*
Bhuti you have to get a girlfriend now so yikhona uzokhululeka ngoba once your father find out wena ungofile. Phuma kuyena enough is enough please bhuti zama ukuthi ube nomuntu wesifazane yikhona ezosuka kuwena good luck my man kulukhuni ukuba yindoda thank you my brother thola intombi enhle futhi 🖐️🖐️
Ey ubhut kufanele azame ngayo yonke indlela ukba aphume kulento, coz @ the end of the day bhut kufanele azakhele umndeni wakhe oqondene naye ngqo. So akakwazi ukqala owakhe umndeni kunengxaki enjenga nalena. I think u are on the ryt path to go to shows like this one. So pick up bhutwam forward ever backward never if u want to live a peaceful life. Thank ú.
Cha mina ngokwami awekho amanyala lapha please asibe neqiniso if umuzwe Kahle ubhuti and the side of our sister please . Mina ngokwami just to solve the problem ake nibahlanganise usisi nobhuti naye ubaba omdala ilungiswe ngesimo sokuthi usisi akhululwe naye because it shows us that u my sister ulala nobaba just that kunezinkomo zakhe but in love akekho lapho Mina ngithi ubhuti webhut because this two people bayathandana nje okubalulekile ubaba kumele aziswe in a place where by Thay is a protection order just to save their lives 🙏 awekho amanyala lapha asibe ngokuthi what if kungunguwe in this situation
💔💔💔💔💔💔yaze yabuhlungu inhliziyo yami. Ngathi akussiyo I South Africa umuntu azalelwe kuyo. Imikhuba imi ngeenhla.Ngiyabonga min a, ngiyaba saba abantu shame.
No one is forced to watch this show if you feel like amanga lawa just keep it to yourself and open your own content ezoba iqiniso, if zange kwenzeka kuwe ku right kwabanye kwenzeka
noze nikubone lokukhohlakala kwasenazaretha, ukube lamakhehla awavunyelwa ukukhwela iyngane eyncane in the name of umendo nokubaqoqa, ngabe akunjena. wenzakahle wena mfana, wayethi kuyobanjn yena
Sorry for that my Son wena ubambumuzi kababa don't be guilty everything happens for a reason but get your spouse n continue with life but bcareful angadli I poison lowo makoti ozomthatha usuke naye laykhaya n build kude ikhaya lakho. From Swaziland
big up bafo wenze kahle otherwise umakhelwane ubezolala nomama wakho ,,lamakhehla awayeke ukuthatha abantwana as wives abalingana nabo ,, nami as a woman nvr ngilinde ikhehla nje kunontanga yami ,,,, Goood one boy🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂😂😂 Asile lamakhehla age matters kakhulu nd understanding ayifani for generations
ngicabanga ukuthi kunganjani ukuthi ucoce nobawakhowenze sengathi nje inganekwane sengathi uke wezwa ngodaba ulunjalo uzwe ukuthi ubaba uphawula ethini uzwe imizwa yakhe ukuthi yena uma bekuyena angenza njani ngaloludaba then you can get go ahead but on my side i do not judge you cause every is just happening in this world {but confesion is power of all,,Ilike your strength ]
Let's raise up more alters of prayer. This is pure evil. He doesn't even show remorse
devil is working overtime indeed
Iphutha likubabomncane wayemusa kuphi lomfazi.Okubuhlungu uwuhlakazile umndeni lomfana futhi awukho umuzi azowakha naye.
Aybo libeke kubo bobabili iphutha musa ukulibeka kumfana yedwa
No mfowethu wena kushukuthi bewusisuimane😢 ngeke wenze iphutha uphinde futhi uqhubeke wenze elinye iphutha.😊
@@NosiphoGcinile-v6hbobabili ba. Wrong
It was quite courageous of him to come out and speak about this situation. I think it's weighing heavily on him.
It's not going to be easy, but the elders of the family must be brought to deliberate on this very tricky and messy situation. They were tempted and both young and vulnerable
I thought she was her biological mother,though it doesn't make things right,,it would be worse if she was his biological mother
It is worse still. How do you sleep with your father’s wife? How?
Any form of incest is unjustifiable.
My thoughts exactly at first 😂
That thought is exactly why I clicked this video
Yah ur ryt thy can meet as a fermely. N come out wth a concart solution.i knw for th old man it wont be easy to accept. Ths yourng man want to hv a fermely bt he already hv it an already him n his mom love each other...th fermely need to discuss ths matter
Ayikho into ebhedayo eyenziwe yilomfana. Okufuneka kukhuzwe yilamakhehla athatha izingane ezincane azenze abafazi ngoba enemali. Aya yaleka nawo ngoba engafuni ukuguga . Angixaka nje mayesefuna isithembu, awalandi ontanga yawo, bafuna izinyamazane ezisencane ezigijimayo kodwa bahluleke ukuzanelisa. Ngithi akadle asule umlomo umfana ,azitholele owakhe mayeselungile...ulisizile ikhehla leli walizalisela izingane zal'ikhaya ngoba ngabe kudala ahamba umfaz'omncane wayoganga ngaphandle.
ei isingithuse ngacishe ngazichamela ngithi nisho umama wakhe omzala iii, ei sengyezwa ke but still this is amanyala to the core
Me too didnt even want to listen at first, am not saying this one is right but ungenza ngabona into ebengingakaze ngicabange ukuthi iyenzeka
Yim loyo bhudi bengithi usho owakhe owamthwala esiswini bengingasazi ngibabaze ngithini😅
If ngingaba ubaba wake ngingavela ngitwale ngaye once ngoba angasili😢
Howu amanyala
Lalela kuthuke Mina Mft cishe ngahlanza 😅
I travel abroad 2 yrs back but there more I read things about my country S.A🇿🇦 …I feel like we need to pray more then before … this is crazy ..
Laze lafa izwe niyenza njani🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️AMANYALA anje ayyy ngeke South Africa 🇿🇦 konakele yonke into 🙈🙈🙈🙈🙈
Yazi the way amaZulu anezgigaba ngayo, fane nje nicondemma amaXhosa, iqiniso aninalo
@@PindiweSam sekufike nini ekukhombaneni kanje? Phakathi kokuthi sathola inkululeko saphila isinoma kanjani okanye azisafihlwa izinto.
😂😂😂😂😂Kwaze konaka ezweni.
eyezingan nje esengiyisabela nkosi.mmm naze nawenza amanyala .qaphel ke ngoba senza izinto ezingalungile sithi asoze zavela.buka ke manje noma ningafihla akukho okungayo vela .kunjalo nje
Eyyii awume ngobuzwe bandla sibamnyama sonke 😔😔
Yey!!! Kwaze kwaba yisiphithiphithi emhlabeni, kwaze kwabakuningi akucazeki 😮💨
Cha phela nobaba sebathatha izingane ezilingana nezingane zabo ,manje izingane sezidlala Zonke sikhalelani
Nami ngithi ubaba wayeyisaphi ingane yena , ifike yathola inyanga wayo .
These things happen this can be an isolated case that should raise our blood pressure the difference with this one is that is exposed I wish u find solution to this problem and continue with yr life u can’t change what happened but u can redirect yr life to avoid the worst that could happen
Umbuso wakho mawufike Jesu Nkosiyamkhosi, konakele ezweni.
Aiii awufike nge mpela
😢😢😢 mmmmm
Discusting 😮😢
Kwasukasukela
Satan warn this war! I gave up
All I can say sibonga ukuphumela obala nsizwa yakithi ,ngoba ngempela izinto ezikanjani asicabangi ukuthi zingenzeka usivule amehlo and for you kungukuphola kokuqhala empilweni,yes we will judge singabantu but kudingeka I solution manje,nguyena futhi umamncane wakho wayo yonke lento esithwele wuwena manje evimbe impilo yakho futhi,kodwa nakhona abafunde abantu besilisa ukuganelwa intanga zezingane zabo kunobungozi kakhulu.
Ubudoda yinto ejulile, kwakushiwo khona lokho , ukuthi ukwazi ukugwema izi-'Lingo' ,
Abantu besifazane, bayohlezi bacabanga kancane ,
Wena nje waba yi-'Nina' ,wahluleka ukugwema into ezoxova uMndeni,
Uthando luka-Baba wakho omdala ,ngeke ulufanise nolomuntu omganile , impilo yakho yonke, usuyisi-'Lahlwa' emndenini ,
Okuzokusiza ukuvele uphumele obala kulento oyenzile , niphume ni-"Dingiswe" emndenini, niyoqala impilo yenu etsha nezingane zenu ,nikhishwe nge-'Mbuzi' ,niyoqala isibongo senu esisha"!
Noma ningazibiza ngokuthi ningabantu bakwa-"BheBhuNina" , kuyseyisibongo leso , soze sijwayeleke ,vele izibongo ziqala kanjalo"!
@@muzikayisezulu4203Bhebhunina isbongo 😂😂😢
Wena awuyi ngani kofuna umsebenzi ngoba usumdala uphume kini kuze wngwkw wlokhu ekunaka umawezingane zakho ow Mamdala😂😂😂😂😂
Ufanelwe yikho nje ukufa ungcolile
Laputshuka iqiniso kubaba we mpilo mpilo, kuzofa umuntu 🤞🤞
*Already igula selichithekile lana. Mina umbono wami ukuthi lo cc akangancengwa nhlobo coz uyakhohlwa kuthi le blackmail ayenza ku mfe2 izomhlambalaza kakhulu yena njengo muntu wesfazane & uganile phela yena layikhaya. So my point is: Nawe mfe2 use your own power to blackmail her back umethuse ngokuthi sekungamane kuchitheke bugayiwe uyayiyeka lento usufuna ukuganwa phela nawe. Musa nje ukuvuma ukudlala lo cc ongenas'milo, nawe wonile futhi hayi kancane, but awukwazi phela ukphila impilo yakho yonke uyisigqila socansi nalo cc onendoda yakhe. Wena shuthi uyoze ufe ungaganiwe ubhizi nje wenelisa yena. Hayi umsangano wonke lona owenziwa ilo cc. Take a bull by it's horns my brother, i wish you all the best*
Kuyafana sebanezingane so abayikhulume as a family baphume nesisombululo
@@Isaac-ps5bz *Ngokusho kwakhe u mfe2 uthe akulula khona ukukhuluma ne family coz bengambulala nokumbulala. Mina ngbona kuncono bazifihle izingane okwamanje aganwe aphume ekhaya eyozakhela kudenasekhaya ebese emva kwalokho atshele umkakhe ngalemfihlo ukuze babambisane ektholeni isisombululo sokubikela umndeni ngezingane*
🤣🤣🤣🤣🤣🤣dangerous move iyokhulunywa emathongweni
Lomfana usenkingeni aikancane size sikaZulu ...locc kadedele umfana aganwe but umkakhe angamhlalisi ekhaya angambulala nokumbulala lodoti kamamkhulu mbumbulu
Yekani lento Nina kungaze kuphime izidumbu
Lelicala likhulu kakhulu, izibongoke eziningi zavela ngalendlela so lensizwa kahle hle idinga ukudingiswa akhishwe esibongweni azimele
😄Usis akangabi nesikhwele phela akuyona eyakhe eyomfana eyakhe eyekhehla...umfana akaganwe aphume inxiwa uma beqhubeka ke bazobanjwa😅
Uysishimane nje straight mfana waze wamncane boo!! Kwaykona mje ukth uzobuza la ukth wenzenjani ubushimane kmele uzthathele wena isnqumo,usukume ufune intombi
Ubhuti akazitholele intombi ayishade ,mese ephuma ekhaya ayokwakha umuzi wakhe kude nekhaya
Amabhadi azonhena umntwana wabantu ongazi lutho. It's a curse
❤okay ngiyazwisisa ke manje lana ubaba uyilahlile lana.Uyayikhuluma indaba yakho nzizwa yakithi,angiyena uMzulu kodwa haai ukuthi ngiyaceka lana.King David,Solomon,Samson.Lana bekufanele ubaba azitholele umamkholo onabantwana babili.
Thatha yena umama wakho bese ukhokhela ubaba wakho inkomo zakhe 😢 ngoba kushukuth bese kungowakho usuze umzalisa kathathu
😂😂😂athathe umawakhe alobole kubabakhe🙌🙌indavundavu😮😮
Kunzima langaphandle.... 😂😂😂
Kuzonyiwa 😂😂😂 can imagine
KUKHONA LOHLELO ABATHI ZIKHIPHA IZIMFIHLO KUKHONA UMFANA OWATHI ABAMUFONELELE UMALUME UFUNA UKUMUSTHELA UKUTHI ULALA NOMUKAHLE UMAYENA ASEMUSENENZINI NAYE UMALUME UBESHAYELA AMATRACK WACELA LOMFANA UKUTHI AZOHLALA EMZINI WAKHE NGOBA YENA ESEMSEBENZINI KODWA EBANAKILE ABATHUMELELA IMALI BANGASWELI LUTHO INDABA YAKHONA IYAFANA NAYOLENA
@@tenelenondumiso yebo kavele usemlalile waze wamzalisa uzobe esemshiyela bani? ngokwesintu ubaba akadli izinsalela zengane, ubaba okmele ashiyele ingane. Lomama uwumama ngokozalo kavele akahlobani nomfana yingakho belalene bazala izingane, lomfana akalobole kuyise aganwe wumfazi wakhe omzalele 3 wonke wezingane ukuze nezinto zezingane zizoqonda. Kusasatshwani kavele umonakalo usuwenzekile, umfana akaqine abe yindoda njengoba ebeyiyo phezu kukamfazi kanina.
Angiliboni iphutha mina lana mfethu 🥺❤️👌
Bhuti you have to get a girlfriend now so yikhona uzokhululeka ngoba once your father find out wena ungofile. Phuma kuyena enough is enough please bhuti zama ukuthi ube nomuntu wesifazane yikhona ezosuka kuwena good luck my man kulukhuni ukuba yindoda thank you my brother thola intombi enhle futhi 🖐️🖐️
Uyena ozobulala ubaba wakhe
Ey ubhut kufanele azame ngayo yonke indlela ukba aphume kulento, coz @ the end of the day bhut kufanele azakhele umndeni wakhe oqondene naye ngqo. So akakwazi ukqala owakhe umndeni kunengxaki enjenga nalena. I think u are on the ryt path to go to shows like this one. So pick up bhutwam forward ever backward never if u want to live a peaceful life. Thank ú.
Ngivumelana nawe mtase and lento ukuze ifike kahle kulelo phuzi,kufuneka yena lobuuti nomawakhe bahlale phansi bangadlali balungise lento cz into enabantwana inzima and ubhuti kufanelekile athathe owakhe uNkosikazi umakoti kamakwakhe hei lena ifuna sithandazeni inzima kodwa uNkulunkulu izoba lula ngiyabonga sthandwa🙏
Hey kwanzima madoda yinto enjanike le uzalise umah wakho 🙆 umlando ongemuhle and ngisho edlozini naku Nkulunkulu, umamncane owaheha lomfana oyingane yakhe walingekake naye umfana. Futhi wayengeke angalingeki naye umuntu unemizwa futhi bakwi age eyodwa. Khona akukuhle ukuwumlando ongemuhle
She needs to let u hv your own wife too haybo it's only fair
Cha mina ngokwami awekho amanyala lapha please asibe neqiniso if umuzwe Kahle ubhuti and the side of our sister please .
Mina ngokwami just to solve the problem ake nibahlanganise usisi nobhuti naye ubaba omdala ilungiswe ngesimo sokuthi usisi akhululwe naye because it shows us that u my sister ulala nobaba just that kunezinkomo zakhe but in love akekho lapho Mina ngithi ubhuti webhut because this two people bayathandana nje okubalulekile ubaba kumele aziswe in a place where by Thay is a protection order just to save their lives 🙏 awekho amanyala lapha asibe ngokuthi what if kungunguwe in this situation
💔💔💔💔💔💔yaze yabuhlungu inhliziyo yami. Ngathi akussiyo I South Africa umuntu azalelwe kuyo. Imikhuba imi ngeenhla.Ngiyabonga min a, ngiyaba saba abantu shame.
😳
Cha mina angiyiboni inkinga umfazi omncane kanje kade amusa kuphi uma engazukumkhona ngokwecanzi,aphinde futhi asale nendodana yakhe elingana nayo, ucabanga ukuthi ikati ingabhekana nomeleke iphethwe yindlala.Cha mina ngibona ingubaba wale ndodana ogangile uyithathela ini ingane encane nakwindodana yakhe......ayikhale
😮Yehheni webantu 🙆🏾♀️ ngizoke ngizwe. Sise sodoma nase gomora straight 😮. Sengiyasaba.
Uyangcasula lofukwe ngokuthi abeke lonke icala lalamanyala kumama/ntombi yakhe. Akazange amdlwengule but balala ngoba naye wayemhalela. Naloku kokuthi usefuna ukuthatha omunye umuntu wesfazane iwumbhedo nje, ngoba kofanele aqale axolise edlozin bcs umoshe isbaya sikayise. Ungdina mayesehleka lamanyala awenzile. Kithi ubhut wethu omdala walala nomzala wethu owazosigada sisebancane. Bathola ingane but bazitshela ukuthi asazi. Waze wayohlawula kwa anti wethu🙊
Umsangano wodwa lona. Futhi lestory sizwakala singamanga, kuyinto-nje eyenzelwe i content.
True
Wothi “ngokubona kwami”
Into mayinga yenzeki kuwe ungasho njalo .Uyodela ngokubona
Straight nje
No one is forced to watch this show if you feel like amanga lawa just keep it to yourself and open your own content ezoba iqiniso, if zange kwenzeka kuwe ku right kwabanye kwenzeka
Mababizwe bobabili emvakwaloko ngathi angaphuma ekhaya ngoba umamcane akasoze amthanda umuntu wakhe kungcono angamthandi bebe bengasahlali ndawonye
Uyisishimane mbhemu kanti uxova umndeni futhi
Udinga ukusizwa kakhulu ngokomoya (deliverance), ngoba noma ungaphumelela uthathe unkosikazi , awukakhululeki wena nenzalo evela okhalweni lwakho , udinga ukukhulekelwa wena kuyokhulukeka Yonkers inzalo yakho kuzobekuncanyulwe isicalekiso kuwe nakubantwana bakho nesizukulwane sakho . UJesu uthi uma indodana yomuntu inikhulula noba ngabakhululiwe isibili . Uma kungenzeki lokho kozocubeka kwenzeke futhi mhlawumbe kuze kube nokwehlukana kwemindeni nomanokufa enzalweni yakho . Lolusizi lizolandela umndeni wakho usaphola noma ungasekho emhlabeni , ngakho ke loku angeke wakugwema ngaphandle kokukhulekele ngomunye wabafundisi osindisiwe ogcotshiwe ngamandla kaNkulunkulu .
Awusoze wamthatha umfazi,usesekhaya kini,phuma ekhaya noma ufune indawo yakho,usuke eduze nomawakho ngoba uyokubiza ngisho sewuthathile umfazi,lapha sekonakele
Uzohamba eyomvakashela nje coz uneskhathi sonke ubabomkhulu engekho
Kwayena ubhuti unesikhwele
Suka ekhaya uyekude ukuze uthathe .
Impela kwaze kwashuba kulelikhay.nkanti ithini into yalomamncan 🙆🏽🙆🏽🙆🏽
Iqiniso lelo.akaphum ekhaya.sekonakel Impela mmm
noze nikubone lokukhohlakala kwasenazaretha, ukube lamakhehla awavunyelwa ukukhwela iyngane eyncane in the name of umendo nokubaqoqa, ngabe akunjena. wenzakahle wena mfana, wayethi kuyobanjn yena
Wena nonyoko nizilwane 😮😮😮 struee🤞🤞🤞 though she is your stepmother, nizilwane.
Inzima lento inkinga izovela lento ngelinye ilanga futhi akekho umuntu oyobe ehlele ukuthi ayivele kuyoba automatically ngendlela eyovezwa uNkulunkulu nedlozi. Kunento oyophoqa ukuthi ivele kungahlosile abenzi bayo. UMamncane akavume nawe uganwe akangakunqabeli akancenge nje inhliziyo ♥️
Bafo ukukhuluma nomaMcane angeke kuyilungise lenkinga wena njengoba usufuna ukuvusa umuzi kababa wakho thatha owakho umfazi . Lezingane othingezakho akuzo ezakho ezikababa wakho omdala wena buzalela ubaba wakho ingane awunayo ,izingane lezi othi ngezakho zibizwa ngokuthi amalongwe okweyinto ebiyenzeka emandulo.
mfethi isintu sisho njalo lomft akaziyek lezingane , aphume ekhay ukuze asoqelelana nomamndal ebese eyaganwa umft . ilokho okuyomsiza'
Kwaze kwanzima Jehovah mhla wezwa ubaba uyothini kuyokwenzakalani😢😢
azisangithusi izitori ezikanje
abanye baJola noYise baze bakhulelwe siyabazi. 😊
Same here 🤔asisamangali thina
Yebo nangapha ngakithi kwenzeka uyise wayo elokhu ayqala ina10 years, ithe isifuna ukuqoma ina 17 uyise wakhweleza eyhlangabeza ngemvubu eskolen. Yabona kungcono iphumele obala ngokwenziwa wuyise kuyo, waboshwa iznsukwana kodwa unina wathi ayilisule icala ngoba bazolamba uyise mayeboshwa😢😢kuyimanje bayi happy family
Sodom and Gomora lena😮
True, sekwaba into ejwayelekile abantu bayenza njalo ize iyihlazo
Ngicela ukuzibuzela nje bakwethu, lobhuti okhuluma lana ubufihlelani ubuso bakhe?
Umfana makaphume ekhaya ayozakhela owakhe umuzi ubaba engakazi ukuthi kwenzakalani. Ziyosala naso lesgilamkhuba somfazi.
Wuuuuuu yini yona le esiyizwayo😳😳wemfana wemfana🔪🪓khetha
Ucelemba ne getsha
😊
Imbazo
Izoyekelani kuba iqiniso? Ziyenzeka izinto ezinje worse abantu alale nomzali wakhe hiiio hiiii Lona abazalani
Cha Ayikh ntewrong Yaz LA vele nine age eyodwa kubuhlungu ngob ubabawakho akaz cha mfwethu manitholakal funek nakhemuziwenu konakelevele
Kaze uyomtshela yini loyomuntu oyomthatha ukuthi wena unezingane nomawakho,noma kuyoba umshado oneymfihlo
Inkinga le😢
Cha nami ngiyafisa ukwazi
Kyomele azi coz kmele azondle ingane zakhe
1. Izingane ezizalelwe emshadweni zingamadaka alapho ugane khona yizeke umakoti engaphumanga ngaphandle kulokhu udle ekhaya. Kodwa nje ngokosiko akushintshi ukuthi izingane ezakhe.
2. Ungaxoxi naye lowo mawakho akezwe sekthiwa uyolobola. Akahlangene phele namalobolo angazi umncengani.
3. Abantu besilisa ake bayeke ukuthandana nezingane abangazizala ngoba kuphetha kanje
Ingalekwane zikaYellow Bone,kumele kube igama le show 😂😂😂
Aw usho ukuthi inganekwane na😂😂
Inganekwane zikambomvana 🤣
🤣🤣🤣🤣🤣🤞🏾
😂😂😂😂😂
Iy'ngane zes'qalekiso Zonke lezo... Udinga uk'vuma isono, kwenziwe inhlawulo kuyihlo usaphila...
Mina bengithi akubizwe ubaba kube uyena otshelwayo ngoba ukuphumula awusize wakuthola ncono uvezele ubaba iqiniso nidingiswe nomuntu wakho khona nizoyiqhuba kahle into yenu senikhululekile ekugcineni iqiniso fanele liphume
GOOD LUCK BHUTI
Loku okushyo kukhombisa ukuthi unomqondo omncane.
Hewu amanyala
Izwe sela bhubha
Namahloni awekho uyephi unembeza kulo mntwana😂
Uma engavumi niyeke uvele uthi kuyena usuyovuma izono zakho uyotshela umndeni wonke nobabakho ukuthi nguyena owakufaka kulenkunga manje uzwela ubaba wakho ubuhlungu usufuna ukuba nomndeni wakho uvele uphume uphele lapho uyozicalela impilo kwenye indawo akukho okuzokusiza yiloko kuphela
Qaphelani isifazane O Delaila bakhohlakele😮futhi lobhuti akanamahloni
Uze uyahleka lobhuti, cha ngeke.
Nabafana izinja
Sorry for that my Son wena ubambumuzi kababa don't be guilty everything happens for a reason but get your spouse n continue with life but bcareful angadli I poison lowo makoti ozomthatha usuke naye laykhaya n build kude ikhaya lakho. From Swaziland
😂😂😂😂kanti inganekwane
Thank u mhlaba ngiyazibongela
Ncese bhuti into ekufanele uyenze la akucelwe umamdala avume mfethu ube nonkosikazi wakho yize naye enezingane zakho. Khumbula ukuthi wena usuzalele ubaba wakho izingane ngesiZulu izingane lezi ezikababa wakho nawe phela thola owakho umndeni ngoba lo akusiwo owakho kodwa isekhaya lakho,
Leyomvula iyona eyanihlanganisa yayithunywe abakini ukuthi ungene umawakho😂😂.
😂😂😂😂😂😂😂❤
Babebona ukuthi uzoze aphume ngaphandle umakoti, kungcono adliwe la ngaphakathi ekhaya.
😂😂😂😂😂
Cha anginisoli. Ubaba uyaqaqeka, yena wayechangan! Thatha ngane encane aqede ayishiye ayosebenzela kude
Uyisifebe umamkhulu wakho😂😂
Bobabili yizifebe
Yaz angizwa endlebeni umom wakhe lomfana noma usis kamam wakhe amzalisile?
Yaz angizwa endlebeni umom wakhe lomfana noma usis kamam wakhe amzalisile?
@@reubenmthokozisi7204umakoti Kabab omdala walomfana
@@reubenmthokozisi7204 second wife kababa omdala
Aibo amanyala lawa Nina nobabili lezngane zenu nizozfundisa mupy mthetho😢😢kwyena lo cc akana smilo
There’s nothing wrong lapho. Your dad brought temptation yomfazomuhle endlin 😂
100%
😂😂😂😂
🤣🤣
😂😂😂
Ngivumelana lawe 😂😂😂😂😂😂100%
Into nje mawakho lo zokthhengela bantu usuth uthumela abakhongi nd nalengane yogana wena ngeke iphile iskhathi kusakhona umnakwabo owumamezala zobulawa nj
Akamus ukwenza sengathi ubephoqwa naye ubemfuna umamncane wakhe futhi nje waya ngentloso kuyena nje. Engingakusho Mina nje ukuthi impilo yakhe ngeke iphinde ibelula iyohlezi inzima
Futhi uzakufa lo mfana sruuuu nasi
Akukho okufihliwe ngeke kuvele lomama uzokufake manyaleni akaziswabele ukhuluma amanga nge confidence
Cha uncolile Mfana and uyisiphukuphuku hambo shela ngaphandle ziningi izintombi , uzincoma ngo dodi nje 🤞🏼
Angith uyasho ukt uyanqaba umamkhulu omncane wakhe
So always ull shift blame to men, he's not raping his parent
Ikuphi la azincome khona?
Mthathe ukhokhele babwakho uhlawule muzi nakhe owenu nenganezenu akho mnukula vele anisohlobo vele bakweth cha mfwethu akho nkinga baba hlawula umuz
The bold &the beautiful😅she is brooke,from dad to son❤
😂😂😂
Ngqoh i couldn't put it out better 😂
😂😂😂😂😂😂Yey
Exactly 🤣🤣
Bafunda kubo o bold n .... abantu bamanje akufani nakudala amadrama dradio ayefundisa Izifundo abantu baxwayiseke
big up bafo wenze kahle otherwise umakhelwane ubezolala nomama wakho ,,lamakhehla awayeke ukuthatha abantwana as wives abalingana nabo ,, nami as a woman nvr ngilinde ikhehla nje kunontanga yami ,,,, Goood one boy🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂😂😂 Asile lamakhehla
age matters kakhulu nd understanding ayifani for generations
Aybo kanti kunjani emhlabeni 😂😂😂😂😂. Ngiyaqala ukuyizwa ke le
Uboya ku Blaqlife Tv uzozizwa izigameko zomhlaba ezilapho
wathelwa ngenyongo edlozini phuma kuphele kuleyo NTOMBAZANA umncane kabi ukudlala leyontombazana uqedile yena, makalale nenye indoda yakweminye isibongo thola intombi ushade wakhe umuzi wakho thatha isinqumo uqhubeke Naso, umbheke futhi unkosikazi ozomthatha uyomfaka isichitho hlukana naye, yenza unkosikazi wakho be careful
Ngilokhu ngibabaze njalo imkhuba yakulelizwe.. 🥹
Kusangenzeka ubaba watshelwa, kodwa bayathalalisa ngoba nakhu bayazalisa kuyanda isibongo futhi mhlampeni nobaba uzazi kahle ukuthi angeke afike kulovutho ndaba umama omncane alufisayo, kungenzeka bathe mnike akumithise kwande iy'ngane la egcekeni asazi!!!
Like yenzeka ekhaya kodwa yapheha kabi umfana eseganwa umama wabanesikhwele waze wagcina umfana esemshaya umama wabuyela kubo umama wagula washonela khona kwafanele behlawule okubuhlungu naye umfana ugcine ngokushona inkinga isisele nomndeni manje
Ohh kanti umamkhulu ongangendodana😅ubaba wayenzani😊 eletha untanga wandodana😂😂
Lihlazo lelo,
Hawu abesifazane bebangaka,
Sibonge ❤...
Bewuthatha umfazi okwi age group yezingane zakho zabafana,ulindelen?.baningi obaba abondla izingane zabafana babo bezitshena ukuthi ezabo.kuzolibelwe kuthiwa ifana nomfana wami engamthola kumfazi omdala kanti uyena ubaba loyomfana
Hay stop saying that, what does it mean about this tribe, Big mouthed about Xhosas ?
Umama ukhohlakele uyena olawula ingane Yakhe ukhohlakele nje lomama
Weeeeh mcm, demon lo mfana. Hlonipha isthunzi somndeni wakini ( zihhenge wena ) ulwaaaabish womuntu.
Hamba mfana uyosebenza kwenye indawo.Uhlale lapho 5years ningabonani futhi ningafonelani yihlazo lento.
Good advise
😂😂😂
Lapho amazi ake wema khona aphinde ame
Awuuu naze nawenza amanyala awusoze wakuxolela umndeni mfana ngisho idlozi ulala nonyoko owathelwa ngenyongo hmmm ngiyakuzwela.Hope lokhu kuzoba isifundo ukuthi namakhehla awahlikane nokushada ingane nokwenza usunengane ezikhulile
If uthatha umfazii, komele uphume egcekeni, Wakhe umuzi wakho kude nasekhaya. La ningeke Nibonane khona.
Ngoba uma uhlala naye egcekeni, angeke ahlale kahle umkakho.
Inkinga kungamanyala nenkohlakalo wna nje broe zobulawa umndeni ngoba zothola ngalento yakho nincolile nobabili kuyihlazo inkinga akukho okufihliwe okungeke kuvele uyofa nje umndeni wakho bhuti hamba yosebenza usuke nje mahlweni akhe 😮
Ngiloke ngithi mmm mmmm njalo😢😮😂😂😂😂 isxavathi sendaba isgaxa sentooooo
ungasho uliphinde.... Isigaxa qobo🤣
heyi mfanawami hlukana nomama wakho udilala leyo NTOMBAZANA thola intombi yakho hlukana uyisigebengu lesosangoma cabangela abazali bakho hlukana naleyo NTOMBAZANA wathel
Uthi .."shuthi nobabili beni enjoya?" 🤣🤣
Isifundo sslamakhakhehla wathatha izingane end lomama unesbindi ukufaka umfana exinkingeni
Istep mother kahle kahle ngancishe ngawa kodwa isithembu akusina esekolo ningasukeli inkolo ukuthanda komuntu nje
NAMI ngithukile siyazwakala Le story labantu ngontanga
For some reason i feel better, it's a step mother not biological
Umona
Awuhambi ngani ekhaya uye eGoli uyofuna amatoho. Sekumele wamukele iNkosi Jesu. .
😂😂😂😂Umsangano ke looooo Insumansumane uqobolwayo 😂😂😂😂lafa elihle
Kusho ukuthi ubaba wakho uzoba umkhulu ezinganeni zakho aphinde abe ubaba wazo ngoba phela izingane zomfazi wakhe 😂😂😂😂😂😂
Ageke sisawa trust ama real story enu manje hayi le show 😂😂😂
😅😅😅😅😅
😂😂😂😂
Ayi bandla Santafrika ngyabonga mina eyeeeeeeen nakhu libhubha nomkhululi Bo buya wengane kamariya uzobuya sekonakele Nathi ngenke usasifica🏃🏃🏃🏃🏃
Mayeeee mayeeee ilumbo ishwa elinjena haawuu
Cha lomuntu wesifazane owathathwa ubaba wakho uyaluthanda ucansi!! kodwa keh dlana umuntu uvale umlomo, 🤐🤐🤐🤫☺☺☺vele izingane ezandawonye ngisho zizalwa uwena kumfazi kababa wakho 🙄
Kodwa Nkosi kwenzakalani kant😮
Nisathandana inkinga lentombazane ozoythola uzobe udlala ngayo ngoba njalo uzobuyela kumuntu wakho, nobabili nizoba sesthenjini, ngoba nialo kuzoba ngathi khona into ewumaybuthe enidonsela ndawonye. Into engcono phuma kini umshiye, kodwa vele ngelinye ilanga lento yotholakala.
Guys fakani izinti emakhanda😳😳yinganekwane phela lee🙌🙌
😂😂😂😂😂
True story these things happen even nakuma ntombazana. Isono esingaka kodwa😮😮😮
Kkkkkk
hayi lapha nami sengmphelelwe straight yooh
Kahle ngesicefe wena ?
Lapho ngibona ama coffin amahlanu bhudi, phuma kulowo mdeni uye kwamanye amazwe uyoziqalela enye impilo.
Ngoba lowo sisi uqedile ngawe
I'm so shocked 😳😳😳😳😳🫣🫣🤭🫢umhlaba uphelile,sisekugcineni komhlaba ngoku.uphelile umhlaba.yhooo
Eyyi Jesu izinsuku zokugcina kwaze kwanzima emhlabeni Jesu hawuuuu Nkosiiiii SIHAWUKELEEEE 💔💔💔
Hayi khanibancede ,ufunusizo njani uzobaginya na abantwana ,umane uyihleka nalento awuzisoli.
ngicabanga ukuthi kunganjani ukuthi ucoce nobawakhowenze sengathi nje inganekwane sengathi uke wezwa ngodaba ulunjalo uzwe ukuthi ubaba uphawula ethini uzwe imizwa yakhe ukuthi yena uma bekuyena angenza njani ngaloludaba then you can get go ahead but on my side i do not judge you cause every is just happening in this world {but confesion is power of all,,Ilike your strength ]
Awu!!!! Amanyala sibalukhulu😮
Yimkhuba yamadlozi Lena yiyona ebahlanganisile ziyakwenza izidalwa lokhu yingakho bekwazile ukuyifihla iminyaka eminengi kanjena