Ayanda ntanzi - Weludlawu lweZulu(Ihubo lamanazaretha)

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 17 ธ.ค. 2023
  • Nyazi lweZulu.

ความคิดเห็น • 168

  • @WendySabela
    @WendySabela 21 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    ❤uyayhlonipha inkolo yamaNaretha usishayile sihlabelelo sethu inkosi ikubusise Ayanda Jehovah akugcine ukhule

  • @user-ko8ru2bo9z
    @user-ko8ru2bo9z 15 นาทีที่ผ่านมา

    Our God is a jealous God kuye nje His worship is His pride so nje akuyonalento esiycabangayo bcz ujesu no shembe akufani

  • @ndumisomthiyane5307
    @ndumisomthiyane5307 7 หลายเดือนก่อน +20

    Singabantu abamnyama sibusy nokugxeka nje izinkolo zabanye abantu engathi kukhona unkulunkulu owake wehla wafika washo ukuthi iyiphi inkolo egcono noma egcwele. Ezinye izizwe zibusy ziyazi thuthukisa thina abantu abamnyama sibusy nenkolo nje nokugxekana

    • @PhindileShongwe-gc7oz
      @PhindileShongwe-gc7oz 19 วันที่ผ่านมา

      Well said

    • @zodwasibisi2761
      @zodwasibisi2761 7 วันที่ผ่านมา

      Munye uNkulunkulu Ake sikholweni bantwana bakaThixo siyeke ukugxeka sibheke ezulwini

  • @user-px7ge1fh4b
    @user-px7ge1fh4b 9 วันที่ผ่านมา +7

    God bless you ayanda uthobekile awuziphakamisi awu bandlulile nkolo as long udumisa uthixo nje 🙏

  • @bulelwahappiness5435
    @bulelwahappiness5435 วันที่ผ่านมา

    Ngàze ngabusiseka kuyi Friday dankie nceku kaNkulunkulu ❤😊

  • @user-ko8ru2bo9z
    @user-ko8ru2bo9z 11 นาทีที่ผ่านมา

    Ujesu uyena yedwa inkosi futhi uyena ongumdali akekho omunye oyoba khona..bonke abanye onkulunkulwana Siya nabo phambi kwesihlalo bayohlulelwa bcz they are humans...as long ukhonza okudaliwe kunomdali ...uma ungaphenduki nje usenkingeni

  • @bawinilebuthelezi1601
    @bawinilebuthelezi1601 หลายเดือนก่อน +4

    Iqiniso Ayanda munye uJehova esimkhonzayo bayeke abagxeki ngoba nabo bakhuluma ngabakwaziyo angisho sebebuya kho a ezulwini bambonile noNkulunkulu ukuthi uyiluphi uhlanga

  • @user-ze2mh6kb9v
    @user-ze2mh6kb9v วันที่ผ่านมา

    Hay ngekhe inkolo ye ntsindiso ayihambelani nalento uyenzayo Ayanda

  • @user-vx2qf6pb9j
    @user-vx2qf6pb9j 7 หลายเดือนก่อน +16

    Ayanda amazulu ayowumukela umphefumulo wakho ngendlela onekhono ngayo and awuwakhethi amabandla wenza umsebenzi kaJEHOVA

    • @Theheavenlyshow
      @Theheavenlyshow 4 หลายเดือนก่อน

      Ameniii Buti God bless u

    • @user-od5lc5bh4v
      @user-od5lc5bh4v 21 วันที่ผ่านมา

      Eyi Nkosi yam 😢

    • @nothabonxumalo1749
      @nothabonxumalo1749 วันที่ผ่านมา

      Ngabe elakomalume lelozulu okungenwa ngephimbo😢😢

  • @lindiwenkwanyana1176
    @lindiwenkwanyana1176 7 หลายเดือนก่อน +17

    Awu bakithi Ayanda inkosi ikubusise you such a blessing ❤

    • @emmanuelsbusiso363
      @emmanuelsbusiso363 20 วันที่ผ่านมา

      Into ayiguqele la uAyanda yini ngempela

  • @lwazingesi3001
    @lwazingesi3001 6 หลายเดือนก่อน +9

    Most of the time when the world say yes , usually it's the opposite with God ,the true spirit that shall be praised,the one that saves ❤

  • @MatefoNtsihlele
    @MatefoNtsihlele 6 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    Hallelujah ha bokwe jeso

  • @user-jc4oy1wc1q
    @user-jc4oy1wc1q 6 หลายเดือนก่อน +21

    Lomjita ngimthanda ngoba akenzi ngath wake wabasebhaybhelin naye

    • @nonhlanhlathandiwe8844
      @nonhlanhlathandiwe8844 6 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂😂😂ngyakuzwa lapho and ushayakhona

    • @ZamawelaseMpilonhle-hj7mu
      @ZamawelaseMpilonhle-hj7mu 6 หลายเดือนก่อน

      Kodwa wanghlekisa ngafune khleka😂😂😂

    • @thabi_a
      @thabi_a 3 หลายเดือนก่อน

      Ngiyakuzwa mina 😂

    • @giftnkosi7961
      @giftnkosi7961 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂 ngikuzwa kahle

    • @bongumusaprince6171
      @bongumusaprince6171 13 วันที่ผ่านมา

      Noma ungasho njalo umuntu uyehlukanisa phakathi kokhanya nobumnyama

  • @thobilenkonyane9844
    @thobilenkonyane9844 2 หลายเดือนก่อน +4

    Uze ungikhumbule NKULUNKULU wokhokho bethu😢🙌

  • @asemahlekala7200
    @asemahlekala7200 3 หลายเดือนก่อน +3

    😭😭😭hai maan Ayanda uyanduvusela bhuti❤❤❤

  • @user-mc1sy1ig2t
    @user-mc1sy1ig2t 6 หลายเดือนก่อน +7

    Yazi kuyasho kuthi lenkonzo kashembe ihambisana nabadala,angikhonzi khona kodwa imsebenzi kashembe ngyayazi...ngivukwa umunye masezisho kanje

  • @NondumisoNgcobo-dy2re
    @NondumisoNgcobo-dy2re 2 วันที่ผ่านมา

    you are the best mfwethu🤞

  • @BongiShange-pl7xc
    @BongiShange-pl7xc 2 วันที่ผ่านมา

    Amanda you are wonderful. You are not judgemental .You are just proving that you are not God coz exactly who are you to judge.Ngakubona ngisho ukhonza namaKhatholika eMariannhill.You are a star !

  • @sunny-boydoyisa2775
    @sunny-boydoyisa2775 3 หลายเดือนก่อน +2

    Ngazi konakalaphi esizweni esimnyama ave sizenza ncono kunabanye abantu ingakho si poor kanje. Amandiya ano mprofethi wawo but akhonza unkulunkulu china Japan nabe lungu nabo kanjalo bane sthunywa sabo. Inkinga nje mase kuya kubantu abamnya yasuka inkinga ncono ukube umqali wedlela we mhlophe ngabe uyathandwa. Yazi ngisho aba postoli babiza ubaba umpostoli ingonyama nayo umuntu but bakhonza unkulunkulu.

  • @clementmhlongo2491
    @clementmhlongo2491 7 หลายเดือนก่อน +6

    Kodwa Ayanda ngafikelwa umunyu.waze wahuba kamtoti

  • @luckywisemanmadlala1551
    @luckywisemanmadlala1551 19 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    Ngyakvuma uphiwe mntanomuntu

  • @nkosinathingobese1574
    @nkosinathingobese1574 7 หลายเดือนก่อน +5

    Mmmm❤ khona into ekulensizwa iyahlabelela

  • @nosiphodlamini3362
    @nosiphodlamini3362 2 วันที่ผ่านมา

    He is on business kahle kahle , not that he is saved. Whoever hires him to sing as long as money is involved it doesn't matter 😢

  • @BayandakSimelane
    @BayandakSimelane 22 วันที่ผ่านมา +2

    Cha mfoka Ntazi uphiwe ngiye ndlale yena njalo Uma ngiyetohweni ekuseni asibonge mfwth

  • @user-fz4oz2pw1e
    @user-fz4oz2pw1e 7 หลายเดือนก่อน +2

    Edumisa engavule sihlabelelo uphiwe indumiso yamazulu uAyanda Ntanzi🙏🙏🙌🙌

  • @VuyoMajikija-yf7fo
    @VuyoMajikija-yf7fo 4 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    Amen ❤❤❤🙏🙌

  • @phumemathaba8292
    @phumemathaba8292 7 หลายเดือนก่อน +4

    Ay uyakhuphuka man unfoka Ntanzi ay ay 😢❤❤😢❤❤❤

  • @sxendlela468
    @sxendlela468 4 หลายเดือนก่อน +2

    Preach Ayanda, in and out of season ❤❤love your work 🎉🎉

  • @BALOLONJOKO
    @BALOLONJOKO 2 หลายเดือนก่อน +2

    Versatility is his middle name shame🙌🙌🙌🙌🙌🙌

  • @user-sv6ym1tp6b
    @user-sv6ym1tp6b 7 หลายเดือนก่อน +9

    Yhooo aay bandla abo Ayanda! Bowing down to another god. Imali ngiyayisaba struuu!

    • @philaa.khumalo3180
      @philaa.khumalo3180 7 หลายเดือนก่อน +3

      No Ayanda bowed to The Creator… Umdali wezinto zonke…

    • @anony7164
      @anony7164 7 หลายเดือนก่อน +1

      Phela remember he and the rest musicians are chasing fame

    • @phindilemthethwa9162
      @phindilemthethwa9162 6 หลายเดือนก่อน +1

      Ukungazi kufananokungaboni ubothula, thula ngoba awazi lutho shhhhhh

  • @busiswaagnes5592
    @busiswaagnes5592 3 หลายเดือนก่อน +1

    Hayi bo wangivusela usizi .mntaka baba ngiyabonga

  • @PhindileShongwe-gc7oz
    @PhindileShongwe-gc7oz 19 วันที่ผ่านมา +1

    Ayanda you can sing man🥰🥰🥰🔥🔥🔥

  • @leahkgophane4139
    @leahkgophane4139 7 หลายเดือนก่อน +3

    Nkosiyam Ayanda God bless you baba.

  • @TinyMokhahle-kp6fy
    @TinyMokhahle-kp6fy 2 หลายเดือนก่อน +1

    Amen thank great San God bless you

  • @nomsashongwe5147
    @nomsashongwe5147 6 วันที่ผ่านมา

    Your voice Ayanda! Ave imnandi voice yakho. I enjoy your versatility. Uyangibusisa nxa uthi Mhawukeli wezinyembezi. I wish I could know the whole hymn ave ngiythanda although angiyena um Nazaretha

  • @duduzileellen2055
    @duduzileellen2055 วันที่ผ่านมา

    Munye umahluleli

  • @nokupiwahelen1199
    @nokupiwahelen1199 4 วันที่ผ่านมา +1

    Uguqa phi Ayanda

  • @ayandadlamini9266
    @ayandadlamini9266 7 หลายเดือนก่อน +1

    Awu! It's true kanti that Nazareth ayayilalela Gospel ❤❤❤

  • @ladieskhosa7455
    @ladieskhosa7455 หลายเดือนก่อน +2

    Joh kodwa Ayanda I fike njani lapho the love of money nd fame will destroy

    • @busisiwemichelle5391
      @busisiwemichelle5391 หลายเดือนก่อน +1

      UJesu kaZondi umuntu nje kodwa noma ukhanza inkosi iyakuthanda ilinde ukuthi uze ubuyele kuyo ukuthi izwi layo ulishumayela ebhawa or emajele or ebathakathini akukho kubi lokho as long as ushumayela izwi liJesu ngenhloso yokuhle

    • @user-gz3or6qy2p
      @user-gz3or6qy2p 4 วันที่ผ่านมา

      Mh..😮

    • @user-gz3or6qy2p
      @user-gz3or6qy2p 4 วันที่ผ่านมา

      Mh...😮

    • @user-gz3or6qy2p
      @user-gz3or6qy2p 4 วันที่ผ่านมา

      Mh..😮

  • @mbengeniLiphadzi7110
    @mbengeniLiphadzi7110 4 หลายเดือนก่อน +1

    Waaaaaaaw i salute you dear.

  • @nothabonxumalo1749
    @nothabonxumalo1749 6 หลายเดือนก่อน +2

    Jesu ngenelela ayanda mfthu😢

  • @user-hj1et8kg1o
    @user-hj1et8kg1o 4 หลายเดือนก่อน +9

    Your going to fall if your going to please everybody amanasaretha aka kholelwi ku Jesu, the bieble says everything it's going to end but the word of God will remain forever so the truth is Jesus

    • @NtonhleThalente
      @NtonhleThalente 2 หลายเดือนก่อน +2

      Uyithathaphi lento oyishoyo? 🤔

    • @petronelahlabano6411
      @petronelahlabano6411 2 หลายเดือนก่อน +1

      Do you know he actually worshipped namaNazareth growing up, yekani ukuba ngo judge

    • @mvumenividima5729
      @mvumenividima5729 หลายเดือนก่อน +4

      But even Jewish people they don't worship Jesus. Mina, I do believe ukuthi God will sand his massanger to any nation, but that massanger has to be able to communicate with that nation

    • @AphiweGumede-vp4gy
      @AphiweGumede-vp4gy หลายเดือนก่อน +2

      True that one❤

    • @SnethembaNtombela
      @SnethembaNtombela 16 วันที่ผ่านมา +1

      Usho muphi Jesu lo waseNazaretha yini noma awakini wena awazi lutho vuma

  • @lydiangcemu-gu7gi
    @lydiangcemu-gu7gi 7 หลายเดือนก่อน +3

    Anyanday kodwa awuyibukeli eye inkozo phansi god bleed u 🙏🙏

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela 6 หลายเดือนก่อน

      ngiyakuvumela bafo umabandla wonke

  • @emmanuelsbusiso363
    @emmanuelsbusiso363 20 วันที่ผ่านมา +1

    Kubuhlungu ukubona abaculi beGospel belahleka baze bathiye iqiniso .Yinye iNkosi nomlamuleli phakathi komuntu nesono,uKristu uJesu.

    • @SnethembaNtombela
      @SnethembaNtombela 16 วันที่ผ่านมา +1

      Okwakho ke lokho big up ngoAyanda Ntanzi

    • @user-gz3or6qy2p
      @user-gz3or6qy2p 4 วันที่ผ่านมา

      Mh..😮mh..😮

  • @ThobileNtuli-di8lt
    @ThobileNtuli-di8lt 7 หลายเดือนก่อน +4

    Uthixo akwandisele🎉🎉🎉🎉

    • @ThobileNtuli-di8lt
      @ThobileNtuli-di8lt 7 หลายเดือนก่อน

      Ngiyafisa Kodwa ukwenza ingomanawe

  • @user-lc4xc7kb5n
    @user-lc4xc7kb5n 6 หลายเดือนก่อน +2

    He is the best

  • @velilenatashia8959
    @velilenatashia8959 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ucula kamnandi Ayanda ei nkosi😢😪😪😥

  • @hlengiwemthalane8751
    @hlengiwemthalane8751 7 หลายเดือนก่อน +15

    He is so versatile❤❤🎉

  • @user-gx1bd4op3y
    @user-gx1bd4op3y 11 วันที่ผ่านมา

    Munye unkulunkulu ukristu jesu hawuuuu yekani ukugxeka yin

    • @user-ep2pm9bz5w
      @user-ep2pm9bz5w 8 วันที่ผ่านมา

      Nkulunkulu and nkulunkulu have different meanings but i gets your point

  • @mpumemsomi8883
    @mpumemsomi8883 หลายเดือนก่อน

    kodwa ngane yami awuve ungibusisa ❤

  • @SlindileKhanyile-mf1ge
    @SlindileKhanyile-mf1ge วันที่ผ่านมา

    ❤❤

  • @ChristinaSibiya-ic8wd
    @ChristinaSibiya-ic8wd 7 วันที่ผ่านมา

    ngiyabhakwa danko babers clean

  • @mbengeniLiphadzi7110
    @mbengeniLiphadzi7110 4 หลายเดือนก่อน +2

    Your voice

  • @makhosonkesiyabonga8433
    @makhosonkesiyabonga8433 3 หลายเดือนก่อน

    I respect you mfethu, may God add more wisdom up on you mi brother,

  • @asemahlekala7200
    @asemahlekala7200 3 หลายเดือนก่อน

    Yhooooo my God mbusise bawo siii

  • @ntebumothothi1401
    @ntebumothothi1401 7 หลายเดือนก่อน +2

    Amen 🙌🙌🙌🙌 Amen Amen 🙌🙌🙌🙌 amen

  • @SiphiweFanelesibongeMantsinya
    @SiphiweFanelesibongeMantsinya 2 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤❤ thank you 😊

  • @seatlakgantlapane2077
    @seatlakgantlapane2077 3 หลายเดือนก่อน

    ❤Ur gifted

  • @mbengeniLiphadzi7110
    @mbengeniLiphadzi7110 3 หลายเดือนก่อน

    U r gifted

  • @user-ih3sn8mi7w
    @user-ih3sn8mi7w 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ilove yr word

  • @bongumusaprince6171
    @bongumusaprince6171 หลายเดือนก่อน +1

    Sebeyavela abangena kwi gospel ngenxa yokulamba eswini...

    • @SnethembaNtombela
      @SnethembaNtombela 16 วันที่ผ่านมา

      Lakhulumi ikholwa elikhulu wena engabe uhlala phansi ungayi enkonzweni ngoba uyesiHogweni ngokuhlulela. Khona ubani owathi inkonzo yakho ingcono
      Kuthiwa eJesu uzobuya ezolanda ibandla .hhayi amabandla manje wena ithini eyakho into .kokhokho bahamba besho njalo omkhulu bahamba besho njalo obaba bethu sebahamba besho njalo nathi sisho njalo nabantwana bethu basho njalo
      Ithini kanti into ubuya nini uJesu awuchaze ngathi wazi kangcono wena

    • @nothabonxumalo1749
      @nothabonxumalo1749 วันที่ผ่านมา

      ​@@SnethembaNtombelaayikho inkolo encono uJesu I perfect🎉🎉

  • @pkmnisi3434
    @pkmnisi3434 6 หลายเดือนก่อน

    Masethi Jesu kuya cishwa 😢

  • @lydiamahlangu9232
    @lydiamahlangu9232 6 หลายเดือนก่อน +1

    Amen , lapho

  • @user-ry9md4gg1o
    @user-ry9md4gg1o 7 หลายเดือนก่อน +1

    Uphiwe ❤❤❤❤

  • @user-mr9yj5md6f
    @user-mr9yj5md6f 7 หลายเดือนก่อน +2

    Amen

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 7 หลายเดือนก่อน +1

    YINI kodwa nilethe abantu bezopromoter

  • @neliswakhumalo3052
    @neliswakhumalo3052 4 หลายเดือนก่อน

    I salute you

  • @nkosingiphilegift8335
    @nkosingiphilegift8335 6 หลายเดือนก่อน +1

    Yazi amazwe ngokwehlukanakwawo anezinkolo namasiko awo ahlangene nenkolo yawo, indians banenkolo nosiko lwabo,Muslims anenkoloyawo nosikolwawo China nayo ngokunjalo but akazengizwe kugxekwa kuphikiswana kantiyini inkinga ngathi

    • @sunny-boydoyisa2775
      @sunny-boydoyisa2775 3 หลายเดือนก่อน

      Uthole kuthi bonke bakhonza unkulunkulu but kuhluke nje aba profethi ababa bizayo kuphela. Aba postoli nabo babiza ingonyama umpostoli but bakhonza unkulunkulu abasindisiwe babiza ujesu but bakhonza unkulunkulu njll ngoba nje ama Nazareth abiza ushembe omnyama inkinga ilapho ke ay thina ave sizondana shame songena sindiza ezulwini.

  • @user-cf4uq3px6p
    @user-cf4uq3px6p 7 หลายเดือนก่อน +1

    ❤❤❤🙏🙏🙏

  • @sima1441
    @sima1441 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ngaze ngaphoxeka 😢

    • @khanyisilexulu8328
      @khanyisilexulu8328 3 หลายเดือนก่อน +1

      uphoxwa ukuthi akamvumanga uKristu ???

    • @SnethembaNtombela
      @SnethembaNtombela 16 วันที่ผ่านมา

      Usorry cc mina nje angisoli lutho okwenziwe uAyanda

  • @isiphomemelatheworshipper2888
    @isiphomemelatheworshipper2888 6 หลายเดือนก่อน +1

    How did he sell the truth

  • @LwandleLamaThombeni
    @LwandleLamaThombeni 7 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤❤

  • @khanyingcobo6962
    @khanyingcobo6962 6 หลายเดือนก่อน +3

    Weeeee nkosi yami asazi asisho lutho but mina njenge Christian I can not bow down to other God's special ama anti christ christ is not a joke

    • @khanyisilexulu8328
      @khanyisilexulu8328 3 หลายเดือนก่อน

      mina sis benginento Ethi ukuguqa kwakhe anginendaba nakho but as long ezophakamisa uKristu njengokusho kwezwi lakhe ukuthi mangiphakanyiswa emhlabeni ngizobadonsela Kimi bonke,nangesikhathi ethi Paul ethi kwabajuda ngaba njengomjuda ukuze ngizuze abajuda,
      but le yokuthi Ayanda angamvumi uJesu kulelisonto ngba azi ukuthi uJesu akafunwa kulo ,I deep kakhulu, wakhohlwa nayile scripte esithi ongivumayo phambi kwabantu nami ngizokumvuma kubaba osezulwini,

    • @SnethembaNtombela
      @SnethembaNtombela 16 วันที่ผ่านมา

      Cha nina pholani mdokwe niyashisa .big up kuAyanda

    • @Silence46-1
      @Silence46-1 3 วันที่ผ่านมา

      Waba umjuda kubajuda wabamnyama kwabamnyama usushilo nje

  • @user-mj5lm6qj4h
    @user-mj5lm6qj4h 6 หลายเดือนก่อน

  • @anterotimonen6442
    @anterotimonen6442 2 หลายเดือนก่อน

    What its this? Are Jeesus yelling his words or him children. He is cilent and humple....

    • @thobileblose2634
      @thobileblose2634 2 หลายเดือนก่อน

      Waze wabhibhidla kodwa ke isokheyi ngoba ubhibhidla nje uzikhethele wena😊😊😊🤟🤟🤟

  • @sylasbaloyi888
    @sylasbaloyi888 6 หลายเดือนก่อน

    tks

  • @user-ep2pm9bz5w
    @user-ep2pm9bz5w 8 วันที่ผ่านมา

    0:23 0:41

  • @user-ih3sn8mi7w
    @user-ih3sn8mi7w 7 หลายเดือนก่อน +2

    😂❤

  • @ntombikayisenkosi511
    @ntombikayisenkosi511 7 หลายเดือนก่อน +18

    O Ayanda baphethe iqhuzwana lika dye bacabanga ukuthi bangadye ulwandle? Yonke inkolo enga recognize uJesu Krestu as God is AntiChrist. I wont compromise noma ngingathenjiswa all the world.

    • @maqwabeyeye782
      @maqwabeyeye782 7 หลายเดือนก่อน +7

      Well said futhi ngaze ngabhoreka njengoba eseguqile hayi imali kuyacaca ukuthi abalifundi izwi nalezibuko .....Hes deceiving himself for He can't even acknowledge Christ ngoba uyazi ukuthi baymphika

    • @PhumlileRobertNguse-ng1mv
      @PhumlileRobertNguse-ng1mv 7 หลายเดือนก่อน +3

      ​@@maqwabeyeye782usemsebenzin lomuntu uwumculi number two akekho ophika ujesu akekho ongalazi igalelo lakhe kodwa thina njengamanje umsindisi esathenjiswa yena ngenkosi ujesu ongaeayi kusishiya usefikile ushembe lowo yikho sikhonza ngesabatha nje

    • @maqwabeyeye782
      @maqwabeyeye782 7 หลายเดือนก่อน +2

      @@PhumlileRobertNguse-ng1mv Yazi kungcono uvale umlomo coz what you 're saying is not biblical Anyway thula angifuni ukwazi ngenkolo yakho thank you

    • @patiswacengani7188
      @patiswacengani7188 7 หลายเดือนก่อน +1

      ei mfowethu waze wakhuluma iqiniso

    • @PhumlileRobertNguse-ng1mv
      @PhumlileRobertNguse-ng1mv 7 หลายเดือนก่อน +1

      ​@@maqwabeyeye782hayi vele nesilungu siyangivumela ukuthi ngithi sith don't ague with a fool sengithule khuluma ke wena

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 7 หลายเดือนก่อน

    Ayi niyayilulaza lento kaBhombela

    • @sunny-boydoyisa2775
      @sunny-boydoyisa2775 3 หลายเดือนก่อน

      Ay wena shame uzongena ugijima wedwa ezulwini ingakho namanje uphuma wedwa eceleni uya promotwa or uceliwe. Angapromotani nje umuntu odume i africa naphesheya.

    • @Lokxion747
      @Lokxion747 3 หลายเดือนก่อน

      @sunny-boydoyisa2775 uShembe akana dumo lento eyenziwe labantu iphendula lelibandla indawo yokudlala nje yilento yokuth

  • @user-ep2pm9bz5w
    @user-ep2pm9bz5w 8 วันที่ผ่านมา +1

    There's a difference between the Worshiper and an Artist....ngzoma lapho okwamnj

  • @nomnikelombatha3579
    @nomnikelombatha3579 7 หลายเดือนก่อน +4

    Ngiyayesaba imali

  • @PhindileShongwe-gc7oz
    @PhindileShongwe-gc7oz 19 วันที่ผ่านมา

    Stop criticising other religions la It's about the Lord not you good who said your religion is the one

  • @mduduzimdu4263
    @mduduzimdu4263 3 หลายเดือนก่อน +2

    U can't please both God and other gods... Namanje awucacisi uthi ukhonza uNkulunkulu, why ngathi ukhonza uJesu kucace nje! bha!!!.. Kodwa qhubekani nibukise ngoJesu asinamona

    • @sunny-boydoyisa2775
      @sunny-boydoyisa2775 3 หลายเดือนก่อน

      Wow amakholwa amakhulu ahlulela abanye abantu. uthe ukhonza unkulunkulu nami lokhu akwenzayo ngakwenza futhi alikho ibandla engeke ngiye kulo malingi mema sengi dume njengo Ntanzi

    • @khanyisilexulu8328
      @khanyisilexulu8328 3 หลายเดือนก่อน

      ​@@sunny-boydoyisa2775bekufanele athi ngisindisiwe ngikhonza uKristu Jesu,manje uyazi ukuthi uKristu akasebenzi lapha wathi ukhonza Nkulunkulu,

  • @KingG516
    @KingG516 4 หลายเดือนก่อน +1

    Money destroys good gifted people. Ayanda you need Jesus.
    I will serve no foreign gds or any other treasures
    I will never bow for Shembe but Almighty God

    • @ntobekonobetsiki8306
      @ntobekonobetsiki8306 3 หลายเดือนก่อน

      That song is ministering to them, God might save some of them. He is begging them to return to God. Paul says when he is around Greeks, he acts like them to win them. If he was singing about god of the Nazareth, then that would be a different story. I might be wrong, I'm speaking under correction.

  • @user-ep2pm9bz5w
    @user-ep2pm9bz5w 8 วันที่ผ่านมา

    Imali iyimpendulo yakho konke but ukuyithanda kuyimpande yako konke okubi...i will not bow to any foreign gods because of the love of money

  • @giftnkosi4750
    @giftnkosi4750 6 หลายเดือนก่อน +17

    Ayanda Ntanzi you sold out the truth because of money. There is only one God and He's not a human being worshipped by other human beings. His name is Yahweh The Most High. Repent and come back my brother! Otherwise, you have such a wonderful voice, and God bless you!

    • @qhamkilemathenjwa6553
      @qhamkilemathenjwa6553 4 หลายเดือนก่อน +7

      Ok.

    • @heavenlyzulu7529
      @heavenlyzulu7529 4 หลายเดือนก่อน +19

      Who are you to judge??? He is worshipping God … He never said he worship any Man… everywhere he gets invited he goes there and worship God… read your Bible @giftnkosi the bible says work out your own salvation with trimbling and fear… with a comment like this Buti you the one who needs to seek God and repent… too judgemental yhooo

    • @ntokozogoqo8742
      @ntokozogoqo8742 3 หลายเดือนก่อน +5

      But he's clearly saying he only worships God

    • @TshengisileNdlangamandla
      @TshengisileNdlangamandla 21 วันที่ผ่านมา +5

      so you think he is not worshipping God just because you undermine other religions 😮God is for every religion that worship him, very good work Ayanda.

    • @nhlakancube6614
      @nhlakancube6614 21 วันที่ผ่านมา +2

      UGift udakiwe, he thinks he run heavens ground or he knows the Lord more than everyone! Surely he doesn’t read the Holly Bible very well

  • @asemahlekala7200
    @asemahlekala7200 3 หลายเดือนก่อน

    😭😭😭hai maan Ayanda uyanduvusela bhuti❤❤❤

  • @lydiamahlangu9232
    @lydiamahlangu9232 6 หลายเดือนก่อน

    Amen , lapho

  • @VictoriaTsokeli-jf6rk
    @VictoriaTsokeli-jf6rk 6 หลายเดือนก่อน

    Amen

  • @lydiamahlangu9232
    @lydiamahlangu9232 6 หลายเดือนก่อน

    Amen , lapho

  • @lydiamahlangu9232
    @lydiamahlangu9232 6 หลายเดือนก่อน

    Amen , lapho