2024 we here with love
AMENN MKHOKHELI WAMI 😭KUNINGI OKWENZEKA EMPILWENI YAM CELA SHEMBE NYAZILWEZULU LINGIKHUMBULE
Angilona iNazaretha kodwa lomama ave engbusisa umculo wakhe uyangelapha ngimdlala emotweni yami especially mengzohamba long distance uyangibusisa🙌❤️
Zingane zakwethu asimbonge ongabonwa kodwa imsebenzi yakhe iyabonakala..uphakeme Shembe❤❤❤❤❤❤
Amen Jehovah 😓😢😢 every time when listening to amaNazaretha music something unexplainable happen to me n feel like i can cry 😢😘😓
kuvame ukubanjalo .ngike ngahlabelela esinye isihlabelelo 235 @ a funeral ngabona omunye usisi ehlengezela izinyembezi.impela akuyona into yomuntu le
@@sibusisotonight6217 Kubanjalo uma umntwana esaphila ngaphakathi uyakhala 😢
Amen oyibonile lendlela esaphila ambonge uJehova nezidalwa zakubo ngoba ingukuphila @@sibusisotonight6217
Ngaze ngawuthanda lomculo it uplift n restore my soul,Angilona iNazaretha kodwa umculo wakhona uyangithola uyangivuselela
Mkhokheli uyacula uyavuselela sbonge mama❤️
Siyabonga ngomsebenzi omuhle Mkhokheli we Nkosi. INkosi ikukhulise, Amen 🙏❤️
Amen syabonga mum mkhokheli angilona nazaretha ngithanda wena Mdali akugcine mah
Amen Mkhokheli yami 🙏🙏🙏🙏
Amen andililo I Nazareth kodwa u mama uyandi busisa and ndiyazithanda ingoma zaManazareth
Ngaze ngajabula izolo ngimbona umama ebuhle.❤
I wish ngelinye langa i change to this church my mom and my brother already in church I'm the one who's difficult god nkulunkulu wasekuphakameji ngena kumina nam ❤
Amen mama ngiyakuthanda kakhulu unintuitive mat wam businesslike amen
Mkhokheli bengicela ufake lesihlabelelo eaithi nkosi baba ngiyakuthanda sengasibheka yonke indawo kepha angisitholi
Amen Mkhokheli wo Nyazi siyabusiseka .
Ujehova akwandisele izinsuku zakho mama uyisibusiso ezindlebqni nasezinhliziyweni zabalusizi nabadangele❤
Ngicela onalesihlabelelo esithi laphuma laselashona la ekucula khona umamu Mangazela angiphe
Bheka ku eBuhleni vocalist kulezingoma eziningi ubheke kuzo zoythola
Ave ungibisisa umculi ka mkhokheli madangazela❤️❤️
Siyabonga Mama uyasbusisa kakhulu inkosi ikusbekele
Kunini ngifuna. Syabonga ngo Mkhokheli👏👏👏👏
Amen from eMozambique
Yabona angilona iNazaretha kodwa uyangibusisa umhlabelelo wakhona ikakhulukazi umama❤❤❤
Uze usikhumbule Shembe kunzima kulomhlaba. Sinxusele njalo kuMdali weZulu noMhlaba ngoba sona nsuku zonke
❤❤amen enkosi nkosi I inbusise isabatha elihler kwabzncwele
Ngiyisayoni kodwa lomama umculo wakhe uyangibusisa
Mkhokheli uyangbusisa🙏🙏
AMENI AMENI AMENI,MAKWANDE NGEGAMA LOBUNAZARETHA NANGEGAMA LABAKHOKHELI NANGEGAMA LABEFUNDISI NANGEGAMA LABAVANGELI NANGEGAMA LAMAKHOSI NANGEGAMA LENKOSI YAMAKHOSI UNYAZI LWEZULU KONKE KUNGUKUPHELELA LWAKHO JEHOVA MOYOMUHLE...
Amen Mama wami ❤❤❤
Can you please upload nkulunkulu nkosi and kwafika izazi 🙏
Amen NGYACELA bandla nifake u sisandinda kwi TH-cam channel yenu akuve ngiyithanda🙏🏽🙏🏽
Siyabonga MamaMkhokheli uMadangazela Uyasibisisa Uselaphe Ngezihlabelelo Zakho ❤❤❤
Love 💕💕💕💕😘 the money is working together on the money is working fine and the 💖 love
Lovely Mkhokheli wenkosi!!❤
Amen uyangivuselela
sanibonani, bengicela onalengoba angisize by '
madangazela' uyeza umhla wokuphela
Hay yhooo 😊
Ameeeen yabusisa mtaka nkulunkulu
Ayi angiyena umuntu okholwayo kodwa mama umculo wakho uyayithola indawo yawo
I love you mom❤😢
Yangibusisa mkhokheli ngevoice yakho
Amen mama izingoma zakho zingibusosa
Uthandwa yini Mama MADANGAZELA
I'm not emnazaretha...kodwa chaaa dankie mama uyabusisa nkosyam
❤ngicela shembe nyazilwezulu ungiphakamise
I love you mom❤
Umama usonta kuliphi ithempeli ngiyafisa ukuvakasha kulo
Amen mkhokheli🙏🙏
🙌🙌 ngivuse kade ngilele
Angisilo iNazaretha kodwa uyangivuselela umama ngomculo wakhe
Uyangibusisa uculo wakho mama uqubeke uyephambile
Uyasho mama Mkhokheli❤❤❤
Ngivuse Nkosi oh siphakamise nkosi
Amen 🙏
Amen mkhokeli
😔 ngivuse nkosi 💕
ngivuse nkosi.yami
Amen❤❤
Wozani ekuphakameni 🤝✅
Amen
Syabonga mama♥❤
💃💃💃amen mkhokheli
I know the lyrics but the presentation the voice iyyo
Siyabonga
Qubeka usibusisa
Amen ave ungibusisa
Ngyawathanda amaculo aseNazaretha aqalwa abesifazane
🙌🙌🙌🙌
❤❤
❤❤❤❤
Ngiyayithanda
Ngsacela ama Lyrics😢🙏🙏
🙏 🙏
🙏🙏🙏🙏🙏
Amen
Uyangibusisa mama entliziweni mangimamele umculo wakho kuphela zonke inkinga
Am not a nazareth mara since I came across lo mama lo ay my spirit is uplifted ...even felt I attended their service while they were here in swaziland
l am humbled crying 😢 listening to her voice .