INHLAMBULUKO - LIVE ON VIBE FM

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 9 พ.ย. 2024

ความคิดเห็น • 32

  • @chasisanimhlanga9004
    @chasisanimhlanga9004 3 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga Mpunga inhlambuluko ibalulekile manje abadala bethu basuka bedlule emhlabeni lezimfihlo ezisala zisihlupha singabantwana

  • @nonhlanhlamdlalose8671
    @nonhlanhlamdlalose8671 3 ปีที่แล้ว +1

    Wayichaza yezwakala kahle Mlekeleli. Siyabonga.Ibekeke kwakhanya.Kufana mayo lendaba yokuxubanisa ukholo nesintu sethu, uqinisile akuhambelani.Kuhlukene kakhulu. Yingakho kubuye kujike thina futhi sithi aMathongo naMadlozi awekho. Ngoba sinamahloni okuthi sithi siyakholwa,sisindisiwe. Kuthi uma sezixaka izinto sigijime ngobumnyama. Siyofuna usizo kwabasebenza nesintu.👏🏽

  • @simphiwembotho7331
    @simphiwembotho7331 3 ปีที่แล้ว +1

    baba mlekeleli. siyabonga baba ngolwazi osipha lona. umbuzo,,, kuyenzeka yini ukuthi uma ingenziwa inhlambuluko ekade yayidingakala kugcine sekuhamba abantu emhlabeni. uma niyozwa kuthiwe kudingeka inhlambuluko.

  • @iNazarethaNkosazana
    @iNazarethaNkosazana 3 ปีที่แล้ว +3

    Mpunga yesintu, Ngiyafisa ukubona one day. Ngukhula everyday umangikulalele. Ngisenga kogwansile.. Ngyabong Mshana woFuze

  • @noziphombele1351
    @noziphombele1351 3 ปีที่แล้ว +3

    You speak volumes Khehla....Inohlonze siyabonga mtanedlozi. Thokoza👏👏👏

  • @tysermohlala5422
    @tysermohlala5422 6 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga khehla. Impunga...!!!

  • @msawenkosinyuswa3161
    @msawenkosinyuswa3161 3 ปีที่แล้ว +2

    Impuuuuunga! Asthokoze bhuti 👏

  • @lungisaniboss4456
    @lungisaniboss4456 3 ปีที่แล้ว +2

    Mpunga yesintu ngicela kubuza ukuth uma sengifuna kwelula umuzi tholukoth ekhaya umsamo uncolile kukhona ofuye izilwane ngiphuma kanjan ✋✋

    • @injulalwazi3370
      @injulalwazi3370 3 ปีที่แล้ว

      Kumele uma uzobangenisa kulowo muzi ubamemeze esangweni lawo

    • @lungisaniboss4456
      @lungisaniboss4456 3 ปีที่แล้ว

      Ngiyabonga mnewethu impuuunga

  • @dicenyembe2043
    @dicenyembe2043 3 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga ngolwazi onginika lona mihla yonke impungaaaaaaa

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 3 ปีที่แล้ว +3

    Siyabonga mnewethu

  • @njabulosikhakhanenjabulosi3929
    @njabulosikhakhanenjabulosi3929 3 ปีที่แล้ว

    Syabonga bhuti ngokusipha ulwaz olujule kangaka, ei abantu bakudala ogogo bhethu nomkhulu babehlala phezu kwenzinto kakhulu, ubona nje imndeni emining inenkinga kanje iyona yonke lento yokufihla izinto

  • @siyandavilakazi1036
    @siyandavilakazi1036 3 ปีที่แล้ว +2

    IMPUNGA🙏Syabonga Bhuti

  • @johnmbongenizondi9912
    @johnmbongenizondi9912 ปีที่แล้ว

    Uma sihlambulukela abangasekho kuyadingeka yini kube nembuzi ezohlatshwa na?

  • @mogalekganya
    @mogalekganya 3 ปีที่แล้ว +1

    Sengathi ungaphila iskhathi eside weMpunga ngoba isizwe siyakudinga kakhulu

  • @sazi_mpumelelontuli8280
    @sazi_mpumelelontuli8280 3 ปีที่แล้ว +1

    Aww kodwa Mshana wakoFuze Fulele yaphela indaba kusase mnandi. Sacela usifakele Mpunga

    • @injulalwazi3370
      @injulalwazi3370 3 ปีที่แล้ว

      Ngiyaxolisa kakhulu kwagcwala Memory card 👏

    • @ribatyson3358
      @ribatyson3358 3 ปีที่แล้ว

      Sibonke khosla. Ngicela ukubuza kikuchi yini ibaso nomsebenzi walo.

  • @mzwandiledulela7878
    @mzwandiledulela7878 3 ปีที่แล้ว +1

    🙏🙏🙏🙏I salute u bafo.

  • @japhtabuthelezi6539
    @japhtabuthelezi6539 3 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga kakhulu kukhona konke usifundisa ngayo mina ngicela ukuthi uma udinga ukugezwa ungasizakala kuphi ngoba siya ngethemba kodwa ekugcineni awuboni mehluko ngisacela kona sizakale ukwazi ukubona ngempela kona kukhona lento yokugezwa ukuze ukwazi ukumukeleka emsamo namaphupho avele ngixolise ukwanda

    • @dicenyembe2043
      @dicenyembe2043 3 ปีที่แล้ว

      Kuzomele wazi ukuthi ugezelani ungavele ugeze ungazi ukuthi inkinga ikuphi hamba uyocela emsamo ukuthi bakukhanyisele ukuze wazi ukuthi iziphi izinto ekumele uzenze

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyakhuleka Mpunga icace bha

  • @thabangtshabalala2522
    @thabangtshabalala2522 3 ปีที่แล้ว +1

    Usagaza kamnandi impuuuuga

  • @siyandavilakazi1036
    @siyandavilakazi1036 3 ปีที่แล้ว +3

    🙏IMPUNGA

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 3 ปีที่แล้ว

    Manje if kulomuntu owathwala ngenganizakhe kodwa wangazitshela wahamba emhlabeni engatsholutho manje siyahlupheka inhlambululo siyenzakanjani

  • @oupazwane7560
    @oupazwane7560 3 ปีที่แล้ว

    Ndunakandaba wayibeka mfethu yacaca angikhali ndawo uyibambenjalo mfethu ngokusikhanyisela nokusakha ngesintu sethu isandla sidlulikhanda

  • @Mzwa7
    @Mzwa7 3 ปีที่แล้ว

    Impungaaaaaaaaa

  • @ndidanegloria8282
    @ndidanegloria8282 3 ปีที่แล้ว

    Ngibingelele mpunga yesintu wenzenjani isimeni so kuthi kube nengxabano emndenini kungawena okuleyo ngxabano bese ngokubona ukuthi lento iyosilimaza sonke bese uzama ukuyilungisa nabaxabeni uthi usazama lo omunye kwabaxane angafuni ukuthi lento uyilungise egcine esezonda wena lempi yabo iyokufaka yini wena nomndeni wakho kubantu abangasekho