Where are those traditional healers of Durban, now is the time to show that you are the true healers, Baba dokotela, king bhaka, Dr khehlezi, Dr 3 second, Mzimba khala mali,and Dr mabalengwe,
Mfoka Msweli we love your work kodwa lomuntu editing your videos, sometimes he's let you down, this is a big project.. The end of this video today ayikho ryt ngathi uvale wayivala usakhuluma nd okunye please ngwenya lungisa imbuzo yakho noma ungaphatha iphepha ukuze yonke into ihleleke, wena woqala onohlelo olonjena nd sayawuthanda umsebenzi wakho kanye nohlelo lwakho.. Inkosi ikubusise nd keep up the gud work..
Asbonge Bab Msweli ngifisa angathi ungathola more support kulomsebenzi lokhu kungifundisa okuningi sobona abantu baphuza kanti asazi babhekene nani... abanye banolaka kanti kuningi abazi bayothi ini kubani ukulalela nje kwakho kuyawususa umthwalo. Uyisbusiso
These entities are not afraid of Jesus name trust me these entities need rituals to be performed for dem to leave and slaughtering of an animal sometimes depending on the strength of the entity
“Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza. Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi, ngokuba ngimnene, ngithobile ngenhliziyo; khona imiphefumulo yenu iyakufumana impumuzo. Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.” NgokukaMathewu 11:28-30 I proclaim the Name of Jesus over this brother. I cover him, from the crown of his head to the soles of his feet, with the Blood of Yeshua Hamashiach. Let the chains of darkness be broken, and the evil yoke of satan be destroyed. Let the Peace of God that surpasses all understanding fill his heart and guard his mind. In Yeshua's Name, amen.
Yooh nkosiyami I know his situation I'm also going through this situation of sleeping with men that I don't know it's very painful today I'm a divorced because of this
@@nathizungu9146 akadingi nokuthi aze aye kuphi. Repentance prayer ikhona nakuma social media, just pray ngokweqiniso and accept Jesus Christ as your Lord uzokuzwa, ukhona kuyoyonke indawo, He is closer than a brother... UNkulunkulu ukhona uyaphila kodwa abantu abazi.
@@theprodigy7506 bayahluleka nje imali isiphelile awuzwa yini noma uqonde ukuthi wena ungayelapha ngalesosintu ? Phumela obala phela syaludinga uncedo uyeke ukugxeka ama solution proposal usibuyisele la sesihluleke khona
Ngyakholwa ukuthi okungenzeki kubantu kuKrestu Jesu kuyenzeka ...uthi wozani Kimi nina nonke enikhathele ngizoniphumuza... Siyabonga noNgalo umsebenzi wakho🙏
Indeed Jesus can deliver him,nothing it's impossible with him
Umuthi lo ayi usindiso
Weee bhatata@@dumishandu9648
Where are those traditional healers of Durban, now is the time to show that you are the true healers, Baba dokotela, king bhaka, Dr khehlezi, Dr 3 second, Mzimba khala mali,and Dr mabalengwe,
Ngyabonga mfwethu, lento oyikhulumayo kade ngiyisho nami uliqhawe mfwethu ngyakuhlonipha
@@siyabongakhumalo7806 khohlwa those people are fake they scam people 😢
🤣🤣🤣Wababiza ngempela azkhale
Zi fake zonke ezo. Big mouths, flashy lifestyles only abazi lutho ngemithi eserious. None of them will show up and the needy.. 🚮🚮
😂😂😂 Khohlwa, akekho noyedwa ozophendula mntakababa
Yooh😭😭kwanzima. Kushukuthi lomama wavusa isipoki wasibelethisa lobhuti ukuthi simugqilaze ngocansi, kwabuhlungu shame but asithembe izovela inyanga ezomsiza.
Nami ngikulesosimo salobhuti
Eish kodwa umtomnyama 😭😭😭 KAZI uyophelelaphi uzuzani vele ngokuhlukumeza omnye umuntu aii kunzima nkosiyam
Iya kuShembe wangakini lo abathi UNyazi lwezulu lwangisiza nami ....😢
Ameeeen phuthuma oNyazini mfwethu
Ngiwuchristu kodwa shona o Nyazini
Babu Msweli sicela i Channel wenza umsebenzi wawo wonke ama department kahulumeni ngenxa yencindezi yabantu besiswe, uyi all rounder uJehova akuphe amandla ukulalela ubuhlungu obuhlukene mkhulu lomthwalo osemahlombe akho uwedwa unolunye uhlobo lobizo. U Nkulunkulu uzokuthwala akuvikele baba wesizwe syabonga
Inzima lento baba ngwenya ngiyacela athole usizo lo mfe2 kwizinyanga basekhona abalaphi abangisiza lesimo kunzima ❤
Mfoka Msweli we love your work kodwa lomuntu editing your videos, sometimes he's let you down, this is a big project.. The end of this video today ayikho ryt ngathi uvale wayivala usakhuluma nd okunye please ngwenya lungisa imbuzo yakho noma ungaphatha iphepha ukuze yonke into ihleleke, wena woqala onohlelo olonjena nd sayawuthanda umsebenzi wakho kanye nohlelo lwakho.. Inkosi ikubusise nd keep up the gud work..
Ngwenya ubongishayela mawuthola isikhathi 0725188602.
Wakhuluma kamnandi bhuti’👊🏾
Baba Msweli hmmm hayi abantu bakhohlakele into ebuhlungu kanje ngathi angaluthola usizo
Asbonge Bab Msweli ngifisa angathi ungathola more support kulomsebenzi lokhu kungifundisa okuningi sobona abantu baphuza kanti asazi babhekene nani... abanye banolaka kanti kuningi abazi bayothi ini kubani ukulalela nje kwakho kuyawususa umthwalo. Uyisbusiso
Umgqabuli wamakentando no Stop and go, Siyabonga Ngwenya yakithi engathi ubhuti angaluthola usizo...le Video Ngwenya yakithi inomsindo ongemuhle nje ngemuva ngicela ukubheke lokhu ngokulandelayo ukuze sizozwa kahle okukhulunywayo..Amen
Ubhuti akahambe eyoyivala oNyazini kwashembe ngeke iPhinde ikuhluphe leyonto ngoR1
Ubafo wami unalento waya kunyazi lwehluleka
The courage of you my brother to come out yooo I'm so proud of I wish bewungathola usizo
I pray to God to set this man free from defiling spirits in Jesus name.
These entities are not afraid of Jesus name trust me these entities need rituals to be performed for dem to leave and slaughtering of an animal sometimes depending on the strength of the entity
💔💔💔 ukubulale uphila baba kwaze kwakubi abantu banzima yaz
Chaaa ..babaMsweli udaba eniluqukethe namhlanjee lungijika umqondo ...ngemicango, ngokuthi Kanti mawuthi unenkingaa kukhona abanye abantu abaphilaa ngaphansii kwenkinankina.
Sengathi engasizakala umfwethuu
Syazwelana no mf2.kumele sizame RSA noma ,(donation) ukuze akwazi ukukhokha izikweletu.Egathi engaluthola usizo
Bhuti bengicela uzame ukuphuza umchamo wakho wasekuseni every day plz bhuti wam 😭😭😭
Mmmmm kwaze kwabhlungu 😢syabonga baba zyafundisa lezi nkulumo oziqophayo
Mhhh kwaze kwabuhlungu nkosi yami 😢😢😭😭sengathi engaluthola usizo
Usizi esibhekana nalo emnyango abantu bengazi. Sengathi lensizwa ibingaluthola usizo
😭😭😭😭 nginenkinga ethi ayicishe ifane nalena nami angilali ngiyacinezeleka kubakhona umuntu wesfazane engimbonayo kodwa uyaye angibhekise kude angafuni ukuth ngimbone and this affected me in different ways😭😭😭 sekuneminyaka kwenzeka usizo angilutholi kade ngihamba nami kwaze kwabuhlungu 😢
Zijwayeze ukubiza igama lika Jesu khona lapho ephusheni kodwa qale khuleka ungakalali ungayeki.
Leyonto iyenzeka kodwa mina nje ngsizwe ukukhuleka kakhulu but tjo it was hectic.God almighty the saviour ❤
Sesi hamba use ku nyazi lwezulu shembe, noma uthole inkonzo yakwashembe unikele ucele nesiguqo nalaphono ozolala lala khona ucele ngamanzi abusisiwe emqamelweni wakho fake sawoti eli rough Naphansi kwamashindi uzophila ngoNyazi. Naye ubhuti enzenjalo
zinikeze usuku cc ungene kwi fasting ukhuleke aibo kwaze kwanzima ezweni khuleka ngamandla cc ungadlali
@@pkmnisi3434 yah sisi kunjalo ukhuleke uzile ukudla
Syabonga Ngwenya😢engathi engaluthola usizo lomfwethu
Umbulali akadeli. Singasho sithi nabazali bahamba ngesandla sakhe ngoba yini angabe uyibanga nengane.
Mmmmh Jesu kunzima emhlabeni kodwa ngeGama likaJesu uzosinda
Iya kuJesu ungamhlanganisi nalothu and hes free of charge...All the best
Utholakalaphi sisi wami uJesu uyofikelwa ubani kaJuda as esho akanamali seyiphele yonke ezama ukuzelapha
😢😢Manje bhuti mawuyohlala somewhere myb wathakatha umbhede or iroom yakho isono esingaka ngikufisela inhlanhla bhuti 💔💔💔Nongalo ngiyakwethemba bhuti🙏🙏
Lo mama wavusa ubaba wakh uyen nje lo olala nawe ...izinsolo zami zisho kanjalo😢😢😢😢
Baba u Msweli, Uma engekalutholi usizo ubhuti bengisazicelela ukusiza.
Ungamsiza ngempela yini mft...
Coz nami ngifuna usizo
Indawo ezomsiza mahala ha I The revelation spiritual home under Imboni uzwilezwe Radebe
Undodana akaye kwa shembe ayobika lenkinga nginethemba uzosizaka kakhu.
I
😢😢😢mmmmm kodwa waze wanonya lomuntu owenze lento ebuhlungu kangaka syacela bakithi makukhona inyanga engamsiza imsize inzima lempilo ayiphilayo lobaba .ngiyazwelana nawe kakhulu baba kulolusizi obheken nalo Kwanga ungasizakala
Nami ngiyamuhawukela lobaba 😭💔💔
“Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza. Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi, ngokuba ngimnene, ngithobile ngenhliziyo; khona imiphefumulo yenu iyakufumana impumuzo. Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.”
NgokukaMathewu 11:28-30
I proclaim the Name of Jesus over this brother. I cover him, from the crown of his head to the soles of his feet, with the Blood of Yeshua Hamashiach. Let the chains of darkness be broken, and the evil yoke of satan be destroyed. Let the Peace of God that surpasses all understanding fill his heart and guard his mind. In Yeshua's Name, amen.
Ingwenya ngu babu Godo aaii ngiyamvuma Nguye ongamsiza ukhona kwaMhlaba uyalingana e phelindaba
yo kwanzima Nongalo syabonga ngoksiza abantu engathi engalthola usizo kubhlungu ngoba wenxiwa umuntu
Nkosiyami ngendlela jesu kunzima kweminye imizi
Yooh kwaze kwanzima
Yooh nkosiyami I know his situation I'm also going through this situation of sleeping with men that I don't know it's very painful today I'm a divorced because of this
Bhuti woza eKphakameni kwi Ncoyincoyi ngine sure uzosizakala
😢😢😢😢Kwazekwa buhlungu Nkosi ngathi engasizakala. Bakhohlakele abantula ngaphanhle isihlungi esinjena.
Ecaba abantu abamazi nyan u Yesu xem. Amandla akhe abawazi nje tu.
UJesu kphela ongakusiza my brother.
Uzomthola kuphi uJesu anikahle ngezinganekwane ngabe ngiyezwa ukuthi niyasho ukuthi akaye kuphi hhayi lento kaJesu eniyishoyo
@@nathizungu9146 akadingi nokuthi aze aye kuphi. Repentance prayer ikhona nakuma social media, just pray ngokweqiniso and accept Jesus Christ as your Lord uzokuzwa, ukhona kuyoyonke indawo, He is closer than a brother... UNkulunkulu ukhona uyaphila kodwa abantu abazi.
Uphi lowoJesu?
Eish kwaze kwanzima 😢😢 cha ave benenhliziyo ezimbi abanye abantu sengathi ithongo lingakulwela uthole usizo mft😢😢
Eyi inkulu ke kings bakwethu idinga konke okungalekelela
Komele athandaze abize igama lika Jesu uma seligikile le Demon.
Lizogcine libaleke permanently.
Yey zyenzeka izinto esouth Africa webakwethu😢
Ngiyabingelela yazi ibuhlungu lendaba kabhuti Mina bengicabanga kuthi sekudingeka abafundisi bangenelele kuzilwe ukudla kuze akhululwe kulobumnyama obumkhungathile since uzamile nakubalaphi bendabuko ahlulekile loku sekufuna UJESU avume izono azile ukudla
Uphu uDr Khehlelezi akalandwe alaphe lensizwa online
Usizi lomuntu omnyama emhlabeni, ngathi ubhuti wabantu angaluthola usizo, ngiyazi kahle into abhekene nayo umf2 😭😭😭😭😭
Bathakathi sxoleleni manje kwanele 😭
impela uJesu angawethula lomthwalo mahhala hha nothing kukhulekiwe kuphela 🙏🙏
Kwaze kwanzima ezweni 😢😢😢😢😢 sengat ubhuti engaluthola usizo kaze uzuzani lomenzi wobusathane obunje
Iyahlupha into enjalo.umnikazi uyohlala eyithumela kubantu abahlukahlukene.mhla washona isisele nabangayazi yokwenza ekhaya ebaleni lokhu.
Baba kwaze kwanzima emhlabeni
So Painful 💔😢
Mmm kwaze kwabhlungu baba angathi angathi angasizakala😪😪
Sengathi u Nkulunkulu angamlethela umuntu ozomsiza alapheke ngiyacela Nkosi Mnini Mandla Onke, usathane nabamsebenzelayo anqotshwe, kubuhlungu Yaz
Mayiye Kwa Shembe lendoda or Zcc
Only one person who can help him, it Jesus.
Anime kancane ngo jesu izindaba zesintu lesi
Iphi imithi yomona ,inkani,inkanuko,angithi inhliziyo embi Nje uphi umuthi walokho?
😅😅😅😅😅
Awume kancane ngesintu izindaba zika moya lezi sethemba iNkosi uJesu
@@msindiseni welele 😂😂
Lol
So painful Ngwenya
Eyi kwanzima isikhathi esingaka asithembe uzoluthola usizo ngoba esephumele obala
😮 Science yabantu abamnyama ehlezi icekela phansi.
Ayikwazi ukusebenzela abanikazi ibathuthukise
Kakhulu bafo kumel kubayabulawa cz bayasihlukumenza shm lapho abaholi kulent mxm
ngyaqala ukuzwa ikinga enje ukuhlupheka kukhona ezweni
Ngizwa nhliziyo yami ibuhlungu ngathi futhi lomfo Umuntu ozilungele💔💔💔💔
@@nqobilethwala7241 uqinisile Dadewethu...impela uzwakala ezlungele kabuhlungu yaz nkosyam...umbuzo uthi lomama ubengayenzi ngani lento kukhona abazali bakabhuti ...ai impela kukhona abayofa bevutha😢
@@masthuli2565 KUNZIMA KULOMHLABA.(MASTHULI YOUR EMAIL PLEASE)
😢😢😢😢😢 yini thixo khawu size 🙌🏻🙌🏻🙌🏻🙌🏻👏🏻👏🏻👏🏻
Kodwa nkosi yami kunzima emhlabeni enje angiyazi Nkulunkulu ngenelela kubi kubhuti☹️ it's painful
Lapho am sure uyinhlekisa lobhuti kumagenge kuthiwa akanangane emdala abazi ukuth umuntu kanti ubulewe ephila and okubuhlungu lento akakwazi ukuyixoxela umuntu ngoba isahlazo uyasaba tht y ngingajaji abantu
Hhaa bayathakathi abantu 💔💔😭😭ey izangoma zangempela zayaphi kanti?
Yaze yabuhlungu ke kodwa lento lomama ayenza kulendoda nkosiyami.
Tjo saze sanzims isimo skalobhut ngath engaluthols usizo💔💔💔💔
ilula lena ngoba leslwane soyasho ukut sivelaphi akamdubule phela ngoba uyamaz umnikaz weslwane
Aibo unakele Bo loyomfazi engathi singaphindela kuye
Yeka ukulala ngesisu abakwazi nje ukusilapha abalaphi bendabuko isikhashana engathi ungasizakala Nkosi and isilwane sikulala kamnandi ngaphezu komuntu uzu enjoy Nkulunkulu😢
mmmh bafwethu kwaze kwanzima😭
Bamthumela ngotokoloshe kunzima bafwethu la ezweni engabe lomama wamdkelani umntwana wabantu kumele athole abalaphi bendabuko bezomkhipha lotokoshe
Thola abantu abasonta Kwa SHEMBE uyobonga
Bengicela ningsiza ngendlela yokuxhumana no bab uMsweli.
Akabulale lowoMAMA
Angikwazi lokhu!!
Kwenzakalani ngesizwe esimnyama
Ngicabanga ukuthi bokubalulekile umbuze ukuthi wazana kanjan nalo Mama kuthiwa uthume lo baba amenza amanyala. Angiboni ukuthi lokho bokuzoveza ukukhuluma ngabantu kanjan, angazi noma ngigabadele yini Baba Msweli kodwa le ndaba ayiphelele.
Bengilindele ukuthi uzombuza ukuthi uzizwa kubuhlungu yini uma evuka kuze sizokwazi uba iyiphupho lento noba yenzeka ngampela so isilwani thizeni
Lento Bafo isobala uMnakwabo kamamah wakhe uthwele ngaye.. ilesthwalo okuthiwa amaBoyz.. athanda ucansi 😢
Bafo ushilo nje ukuthi lento ithunywe womunye bomama bakhe as ubaba wakhe kade enesithembu
La basebenzisa umuthi onamandla impela okuyomsiza yikuphephela kuJesu uMsindisi lomkhululi,ngomuthi amathuba okunqoba mancane impela ngoba phela sekuyafuneka owaziyo umuthi ngempela ongathathi amachance
True , coz abasekho nabalaphi abathembekile
Hamba ebuhleni mfe2 yonk inhlobo yosizi iyaphela
Smakade kuyayiwa kaJesu mabenze abantu izinto abazithandayo kwabanye kodwa syaya khona ubuhlungu nobunzima obungaka madoda
Mf2 5 years lento ingi kinya ngaze ngasizwa mama Ma Shange Khuboni Jolivet( Sgodisi sase Nkawini) ngacishe ngaba ipara(Nganginga sebenzi ngingena ntombi) 😢😢, Yangihlukumeza lento( uJehova muhle mf2 izohamba lento phuthuma kubantu base South Coast bangisiza kakhulu
Ikuphi lapho owasinda khona mfowethu
inumber plz
@@sibonelomabaso2166 Ngixolise bafo phendula late, ngizokuzamela number kubantu Base Jolivet kwamanje angikabi nayo
Unjani bhuti? Ngicela ukubuza
Awukawatholi amanumba?@@dalenymzizi1606
Asicaciselek kahle noma umuntu noma isilwane..angaktshela kona hamn uye Ebuhleni ufike unikele usho konke utheng amafondo ulale uyafakile ngek uzisole nam bwnginayo inking yesilwan ngingalali ukunkinyeka
Hmm kunzima kwamhlaba 😢😢😢
Hhayi mflowethu Akhona amanazaretha agcwele. Umhlanga wonke babize ubachazele udaba lonke bazokusiza
Shembe
Akazame ukubonana noNyazi abike udaba lwakhe
Impil nzim emhlaben abathakath wen owenz lent nembez uthin kubuhlung 💔💔.anibulal kufanel.amadod bant besifazan ninony Nin sathan tjooo
Thenga irowson yasemaromen, ulale uygqokile ucele namanzi akhona
Kwaze babuhlungu bhuti wami into lefana nalena iyinkinga kakhulu ngifisa engathi ungaluthola usizo ngokuphuthuma
Related to mental issues hearing voices or visual hallucinations strong prayer
Wemame.....
Good point
Hallucinations happen when people are awake, not when they are fast asleep.
This is a spiritual attack. I went through similar.
Oh Thixo wami, ngathi angathola usizo bakithi 😢
Umuntu ongakusiza kulenkinga onayo mfowethu uRadebe we Revelation Spiritual Home uncede abaningi
USIZI LOMNTOMNYAMA BABA NONGALO SOGCINA SISIZAKELE SONKE KODWA IQINISO KULEZINYANGA ALISEKHO BAKWETHU 😢😢😢😢😢😢 NGACABANGA EZAMI INKINGA EZIYAMANA NALEZI ZALOBHUTY 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Kant abantu banjani..😫😓
Pls lifune uzolithola,ngeke aphinde asondele loyomuntu,uzokhululeka
Mmmmmmmmmm moyongcwele ngenelela nkos
Ngu YESU yedwa onokunceda my brother...
Ukakho yesu wasiza la....kudingeka umuthi othi thi wesintu
@@theprodigy7506 bayahluleka nje imali isiphelile awuzwa yini noma uqonde ukuthi wena ungayelapha ngalesosintu ? Phumela obala phela syaludinga uncedo uyeke ukugxeka ama solution proposal usibuyisele la sesihluleke khona
Shem kwabuhlung udinga umuntu olaphayo aybuysele kumnikazi 😢isono bakithi bhut wabantu
@@fikilendlovu2750 bayathakatha strong abantu.....isihloko siveza ukuthi lento yenziwa egcekeni imagine
Do you think he is not praying
Awukahle
Udinga umuthi lomuntu 😮
Profet Magejageja here is a challenge it's time to show your capabilities