UKUBANGWA IDLOZI

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 15 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 29

  • @lugzitho
    @lugzitho ปีที่แล้ว +2

    We hear you loud and clear Mkhulu, Siyabonga Mkhulu, Thokoza Mkhulu. eMakhosini 🙌🏿

  • @sfundomiya3968
    @sfundomiya3968 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga Nkomose ukuthi uphinde ubuye.Siyacela ungapheli moya. Izimfundiso zakho zibalulekile kithi.

  • @mariamangwane7085
    @mariamangwane7085 ปีที่แล้ว +1

    Thanks Mkhulu 🙏 I really appreciate for what you are doing for us Mkhulu 🙏🙏 I ❤

  • @nomusampume5129
    @nomusampume5129 ปีที่แล้ว

    Siyabonga kakhulu mkhulu ngencazelo,ngaphenduleka ngenkinga ebingihlupha ukuthi ngingenwe kanjn ithongo lakomalume ekubeni umama washada

  • @zamazondozama9491
    @zamazondozama9491 ปีที่แล้ว

    Ngibingelele...ngibone kakhulu mkhulu ngesihloko sakho...eyi nginalenkinga nami kusukela ngimncane kuhlezi kuphuma...nami ngiyabona ngamaphupho

  • @zinhlemandymkhonza2839
    @zinhlemandymkhonza2839 ปีที่แล้ว +1

    Uma ukhulele kabo baba, ubaba engahlawulile bengashadile, ikhabo mama ungalazi ungazi nesibongo uyaye wenze njani?

  • @NgiLindeMkhonto
    @NgiLindeMkhonto 2 หลายเดือนก่อน

    Bayede Mkhulu
    Uma sewashona, kunekhehla lakuboMkhulu nakuba bezalwa amakhehla ahlukene okuwuyena ongangenzela lomsebenzi wesiohandla njengoba ngiwumlanjwana. Kodwa akanamali yokungenzela wona lomsebenzi.
    Ngingamnika yini imali mina idluliswe lento?
    Iyokungiswa yini me lento yombango ngoba Kiki ikhona nasemaphushweni ngike ngibone umuntu enginika uthi kuqhamuke omunye angiphuce

  • @prudencesibanyoni9325
    @prudencesibanyoni9325 4 หลายเดือนก่อน

    Thokoza Mkhulu, ngidinga usizo lwakho.

  • @tipsonet
    @tipsonet ปีที่แล้ว +2

    Ngyazithanda izifundiso zakho uqhubeke njalo Sbham'sogodo!!

  • @zamazondozama9491
    @zamazondozama9491 ปีที่แล้ว +1

    Mina ngenele ngencazelo yakho mkhulu

  • @nzuzomthembu8913
    @nzuzomthembu8913 ปีที่แล้ว

    Nkomose siyabonga mfethu ukuthi ubuye uqhamuke usiphe ulwazi, angibuze lapha uma umama ekutholele ekhaya naye ebe eyilongwe lalapho kuganele ugogo, kuyenzeka yini ubangwe ithongo lako malume kamama wakho kanye nelalapho kuganele ugogo wakho?
    Amen🙏🏾

  • @khethiwekhoza1907
    @khethiwekhoza1907 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Nkomose this was very valuable information. Ngicela ukubuza ukuthi utholakala kuphi for consultations?

  • @paulamchunu6801
    @paulamchunu6801 ปีที่แล้ว

    Ngcela ukubingelela bhuti omkhulu mina ngjnesikhalo lapha,ngihlezi ngiphupha ngisesikoleni.kade ngaqeda isikole kodwa kancane kancane ngihlezi ngijahele eskoleni ngigqoke I unifomu.oluphi unyathelo engaluthatha ngincedakale ngoba ngoba nezinhlungu ezehla ngomlenze Uma nginowesifazane

  • @nondumisomtshali4327
    @nondumisomtshali4327 ปีที่แล้ว

    Waze wayichaza kahle sibaningi silahlekile ngenxa yongazi namaphutha abantu abadala.
    Sengiyakhanyiseleka ukuthi kanti yini le impilo yam imi ndawonye uze ufise ukuzibulala ngoba ukukho okulungayo. Futhi mawuthinta ulaka hawu ikona impela kinini ngiphuma ngingema kuma abusive relationships.
    Ngazalelwa koMalume kodwa ngakhulela koBaba.
    UMa noBaba abazange bagcagca. Nokukhona izinto ezenzi wa masengijula ukwenziwanga ngendlela.
    Kodwa kukheku gifikele ngamaphupho ukuthi into inombango .
    Sekuyiko manje ukuthola ukuyhi kulungiseka kanjani.

  • @Nhlanhlok
    @Nhlanhlok ปีที่แล้ว

    Uma uzalelwe komalume kodwa wakhulela kwababa wakho Waze wamdala?

  • @SamkelisiweMkhati
    @SamkelisiweMkhati 7 หลายเดือนก่อน

    Baba nginenkinga apha ngiyingane yentombi bengihlala durban ko baba manjer nkinga ngavaleka ngagabi saya toilet sekudala ngihamba zangoma ngiyasebenza mali angiyazi ngiyenzani nobundlelwane buphelela ndleleni ngigeziwe ngadla magobongo but kuyafana mina se durban 😢ngasizwa yini mkhulu 🙏noma ungathi sibonane anankinga sekudala ngilahla imali

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  7 หลายเดือนก่อน

      Ubofika eClermont ngolwesine noma ngesonto kaBoxer

  • @fezekamanzana108
    @fezekamanzana108 ปีที่แล้ว

    Mkhulu kwenziwa kanjan if both parents are no longer alive