IMITHETHO OYIGCINA UMA UZOPHAHLA NOMA USUQEDILE

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 25 เม.ย. 2022
  • Siyafisa ukunyusa izinga lomsebenzi wethi yingakho sicela ukuba nisilekelele ngezinsiza kusebenza:
    Nalu uhlu lwezinto esifisa nisixhase ngazo:
    Take a look at my latest takealot.com list: Wish List www.takealot.com/wishlist/sha...

ความคิดเห็น • 107

  • @aphiwebrianzondi8449
    @aphiwebrianzondi8449 2 ปีที่แล้ว +27

    Mpunga sicela wenze nama audio books,ngoba nje thina esihlezi sisemgwaqeni siyokwazi ukuzilalela izincwadi zakho

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 2 ปีที่แล้ว +8

    Free useful information and great advice long liv Mpunga yesintu 🙏🙏👍❤️👌

  • @MrMphongoma
    @MrMphongoma ปีที่แล้ว +1

    Camagu mkhulu.Abantu abadala bangithume ukuthi ngizolalela le video . Ngyabonga baba ngizwile ngizowalungisa amaphutha wami engiwenzayo after ngiphahlile. Ngizwile 🙏🏾

  • @nosiphongema8715
    @nosiphongema8715 2 ปีที่แล้ว +4

    Eyi 😢 baba ukhuluma nam mhlanje konke okusho ukubhekise kim ngyabonga kakhulu 🙏

  • @nonhlanhlamdlalose2099
    @nonhlanhlamdlalose2099 ปีที่แล้ว +5

    Siyabonga Mlekeleli 🙏🏾 Thishom'khulu 👌🏾🙌🏾

  • @thandibuthelezi5994
    @thandibuthelezi5994 2 ปีที่แล้ว +3

    Mpunga,,, Fuze!!!!!! Siya bonga🙌🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏🙏

  • @user-iw6dw4gh2s
    @user-iw6dw4gh2s หลายเดือนก่อน

    Amen 🙏🙏

  • @pamellajona4168
    @pamellajona4168 2 ปีที่แล้ว +2

    Yhuuuuu ndim ke lowo. Sathana wokuqala nowokugqibela lo we TV abd social Media.

  • @thulibaby1627
    @thulibaby1627 2 ปีที่แล้ว +3

    Sawubona ngicela ukubuza, umuganile uphahla emathongeni akini noma asemzini lapho uganele khona, Ngiyabonga

  • @user-gp4yp3qz6f
    @user-gp4yp3qz6f 4 หลายเดือนก่อน

    Amen 🙏

  • @brendajennings4626
    @brendajennings4626 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga kakhulu Mpunga yeSintu ,uNkulunkulu asigcinele wena enkosi 🙏🙏

  • @user-jy4mn2bz7i
    @user-jy4mn2bz7i 11 หลายเดือนก่อน +1

    Aaaaammmeeenn

  • @phindz113
    @phindz113 2 ปีที่แล้ว +3

    Siyabonya Mhlonishwa....🙌🙌🙌 Mina angizitholi izimpendulo uma ngiphahla...

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 ปีที่แล้ว +2

      Kumele uke ushintshe indlela ophahla ngayo

  • @ngelo5357
    @ngelo5357 2 ปีที่แล้ว +1

    ... Ameni 🙏🏾

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 2 ปีที่แล้ว +2

    Ukukhuluma nabantu abadala kuyafana ngqo nokuzilungiselela ukuyokwenza iinterview. Indlela okhuluma ngayo nendlela ogqoka ngayo it means a lot. Abantu abadala bayahlonishwa ilula kabi indaba yabo. Uma uyibambe ngesintu nje uyogijima ehlungwini njengonogwaja. Ifoni iyasimosha isikhathi uma ungazilimit. Ikuphosisa nezinto ezinkulu.

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 ปีที่แล้ว +2

    Ngiyabonga bhuti ❤️🙏

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว +2

    Ei Siyabonga Nduna kaNdaba ngaleziyalo noma ulwazi ngokuphahla.kwande la uthola khona lolulwazi(Emakhehleni)

  • @ThulieNgongo-wz3rr
    @ThulieNgongo-wz3rr ปีที่แล้ว

    Siyabonga mkhulu 🙏🙏

  • @nonhlanhlazondi6470
    @nonhlanhlazondi6470 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mpunga👏

  • @thabodlamini6076
    @thabodlamini6076 2 ปีที่แล้ว

    Mmm mkhulu kwande, syathokoza

  • @phumzilezamaswazi9540
    @phumzilezamaswazi9540 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga Mpunga ungivule amehlo 🙏🙏

  • @mhlobomawethuoscarmvundlel933
    @mhlobomawethuoscarmvundlel933 2 ปีที่แล้ว

    Khehla lamakhehla uyasikhulisa kakhulu siyabulela kwande nguMasango lona ePort Elizabeth 👏👏👏👏👏

  • @nomthandazonkosi5903
    @nomthandazonkosi5903 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mpunga yesintu sengayithola lencwadi isifundisa lukhulu

  • @kutlwanondimande560
    @kutlwanondimande560 ปีที่แล้ว +1

    Ngibingelele ku Mpunga yesintu, Bhuti Mlekeleli makwande konke okuthintanyo , be 🙌 blessed.
    Bhuti could you please do a teaching on the differences between ukuphahla, ukukhuleka and ukuthemeleza. We are learning a lot moving from past teachings zezinkonzo ze sikrestu to isintu. So there is a lot of new jargon because of our native languages as well so sometimes isiZulu is very deep for our understanding.
    Also ingane yo Malume Ibiza ziphi izibongo mase iphahla cos we are told to call even our fathers who did not acknowledge us, please advise.
    # Makwande

  • @msiziguma9810
    @msiziguma9810 2 ปีที่แล้ว +2

    Bengizothanda ukuyifakazela inkulumo yakho Mkhulu, mina nje sebangikhombisa izikhashana zaziningangana ukungayithakaseli lento yokuhlala isikhathi eside ngicofozana nocingo futhi beyiveza kwabuhlungu ukuthi kabayifuni kahle hle lento yamasocial network ngoba iyalibazisana. Sengiphephela la kuyoutube kuphela nayo hhayi ngizikhathi zokuqala. 🙏🏿

  • @lebohangpatrickmoloi955
    @lebohangpatrickmoloi955 ปีที่แล้ว

    Thanks.

  • @tenjiwencube8367
    @tenjiwencube8367 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga bo Fuze

  • @londekaimmaculate5295
    @londekaimmaculate5295 ปีที่แล้ว

    Syabonga mpunga yesinto ngica ukucaciseleka ezintweni zokuzihlanza anduba uphahla

  • @kuhlemabuza965
    @kuhlemabuza965 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga khehl .sicela unciphise isingeniso eside nokuzibonga okude kakhulu

  • @octaviamyeni1345
    @octaviamyeni1345 ปีที่แล้ว

    Syabonga mkhulu

  • @enniekubeka1368
    @enniekubeka1368 ปีที่แล้ว +1

    Sawubona, ngicela ukubuza ngiyakhona yini ukuphahlela emqashweni

  • @nthabisengmazibuko4041
    @nthabisengmazibuko4041 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga baba sifunda okuningi

  • @christinamakhaya6292
    @christinamakhaya6292 ปีที่แล้ว

    Mkhulu siyabonga ngemfundiso zakho ngesintu sethu

  • @mosesmoshedibakoane3407
    @mosesmoshedibakoane3407 2 ปีที่แล้ว

    Good

  • @nomthandazomacokeni2165
    @nomthandazomacokeni2165 ปีที่แล้ว

    Uyasinceda baba

  • @nkosidlamini
    @nkosidlamini 2 ปีที่แล้ว +1

    Yazi kodwa mina mpunga ngaya olwadle ngayo buzakhona impedulo ngathola kuyona impunga yesintu ngathi ngiyabuyela kwi video ngangasa boni

  • @justicemthembeni9590
    @justicemthembeni9590 4 หลายเดือนก่อน

    Unkulunkulu akaugcine kaye noMndeni wakho Mpungu ungusomqulu wolwazi kuningi esengikufundile since ngaqala ukukulandela

  • @vij8601
    @vij8601 2 ปีที่แล้ว

    Ngibingelele Mpunga Yesintu, bengicela mkhulu ukucaciseleka ezikhathi zokuphahla ukuthi izona ziphi.

  • @user-dx3ox3qh9y
    @user-dx3ox3qh9y หลายเดือนก่อน

    Uyingwenya mpunga yesintu

  • @xoliswabalani8642
    @xoliswabalani8642 ปีที่แล้ว

    Camagu mkhulu ndifunde lukhuni kuwe 🙏

  • @zaakodlaminisabelo5305
    @zaakodlaminisabelo5305 2 ปีที่แล้ว +1

    Sbonge Nduna kaNdaba...

  • @NontlantlaprudenceDlamini
    @NontlantlaprudenceDlamini 11 หลายเดือนก่อน

    Siybonga Mkhuhlu

  • @asandasiyabonga662
    @asandasiyabonga662 2 ปีที่แล้ว +1

    Ake ngiphinde ngibonge ngale video lenkolo nomsamo, besengikhathele ukukhuluma into eyodwa.

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 2 ปีที่แล้ว

    Impungaaa......

  • @nwabisamkhendane2030
    @nwabisamkhendane2030 ปีที่แล้ว

    Uqinisile mkhulu, enkosi tata ngo bulumko

  • @senamilethandeka8123
    @senamilethandeka8123 10 หลายเดือนก่อน

    Ngibingelele kumpunga yesintu Tv ngicela ukubuza bhuti ngiphupha nsuku zonke yini eyenza lokho

  • @sinethembambalo4783
    @sinethembambalo4783 2 หลายเดือนก่อน

    Camagu celubuza ngipahla kangaphi ngeveki?

  • @jabulilehlongwane4230
    @jabulilehlongwane4230 2 ปีที่แล้ว

    mkhul me ngicele ukuthi I yageza yin inkukhu emnyama

  • @Mr_Lavas
    @Mr_Lavas 2 ปีที่แล้ว +2

    What about drinking? If I was drinking alcohol the previous night can I go and phahla the following day? Or how long should I wait before I can phahla?

    • @sthembisomkhize1734
      @sthembisomkhize1734 2 ปีที่แล้ว +5

      No, you hv to wait for a day least then you can do ukuphahla after that once you are clean in and outside

    • @Mr_Lavas
      @Mr_Lavas 2 ปีที่แล้ว +1

      Okay, thanks 🙏🏽

  • @londiwemkhize5912
    @londiwemkhize5912 2 ปีที่แล้ว

    Mpunga ngyakuphilisa.... cela ukubuza kuth amava ahlabahlosile awusAyikhiphi leyo ncwandi??

  • @sinathimpande7291
    @sinathimpande7291 2 ปีที่แล้ว +1

    Bakithi mina ngicela ukwazi leculo eliculwa njalo ngemva kwe video Thongo lami kade ngilithola kanjani laculwa ubani??onolwazi akasize

  • @mnqobikhumalo3120
    @mnqobikhumalo3120 8 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabingelela kwi Mpunga yesintu ngicela ukwazi ukuthi yiziphi izindlela ongazigcina ngazo uhlambulukile uma ungumuntu?

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 2 ปีที่แล้ว +1

    Impunga yesintu

  • @thembangubane8763
    @thembangubane8763 2 ปีที่แล้ว +2

    Mpunga siyathokoza

  • @selulekoportia1517
    @selulekoportia1517 ปีที่แล้ว

    Ngingaythola kuphi kanjan incwadi imalini ngikwaNonuoma????

  • @asandasiyabonga662
    @asandasiyabonga662 2 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza Mkhulu 👏! Bayafika ebsuku bangivuse. Basuke befuna ngiphahle?

  • @khanyisanisibiya688
    @khanyisanisibiya688 ปีที่แล้ว

    Yooo so guilty of this shame mina ebungibambe esikhaleni kodwa ngingavumi ukulala ngilibele ifoni ngize ngibe ne insomnia 😀
    Kuhlala noba sengizamula ngiphilodla ngingaphezi nje. Isikole singenza ngathandi ukulala early.

  • @charlottesimelane5363
    @charlottesimelane5363 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona Impunga Yesintu, manje mina uma kufanele ngincenge abantu abadala, nginxusa kubo ukuthi banga qumbi baqalekise becabange ukuthi angifuni isipho, ngisithanda kakhulu, ukungabi né information, manje sebeya khala becabange ukuthi kufanele ngabe kudala sengisiza abantu

  • @saragora3331
    @saragora3331 2 ปีที่แล้ว +2

    Mpuungaaa ye ye ye Sintu. Uthini ngomuntu owangenwa amakhehla ayengaganiwe? Othi uma izinto zakhe zivaleka, angadingi isigubhu, kepha avesane ashaye indlwabu izinto zakhe ziqaqeke.

    • @Inkothololo
      @Inkothololo 2 ปีที่แล้ว +1

      Ewu, yajula inkulumo yakho

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 ปีที่แล้ว +1

      Mmmm kwanzima, kumele uwahlambulule

    • @saragora3331
      @saragora3331 2 ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv Kuyezwakala Mpunga. Siyokuthinta ngilinye ilanga.

  • @godfreyhlophe6319
    @godfreyhlophe6319 2 ปีที่แล้ว +1

    How to bring the elders home

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 ปีที่แล้ว +1

      Kuwudaba olude mhlambe kungamele sithintane sbonisane

  • @zandilezandi6283
    @zandilezandi6283 2 ปีที่แล้ว

    Kwande umusakuwe ngenxa y0musebenzi wakho okusifundisa nokusinika isinkwa sokukhanya

  • @phindz113
    @phindz113 2 ปีที่แล้ว +2

    Manje Mhlonishwa balindwa isikhathi esingakanani abantu abadala ukuthi baphendule ??

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 ปีที่แล้ว +1

      Kuyahluka mnewethu, inkinga ebhekene nabantu abaningi abazai ukuthi abantu abadala bakhuluma kanjani kubo

  • @mafumbafobela7022
    @mafumbafobela7022 2 ปีที่แล้ว +1

    Mpunga yesintu bengi cela ukubuza noma umbuzo wami uzothi ukuphuma kancane esihlokweni sanamuhla ukuthi uma ithongo lakho Lithi kufanele uyohlambulula izikwamazethu zethu emanzini usuke uzobuya nazo noma cha? Bengicela umane usilandise lapho ngiyabonga

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 ปีที่แล้ว

      Basuke befuna uzigeze kuphela ngoba kuyenzeka kube ukuthi babephatha imithi emibi ekwaba yiyo eyancolisa isikhwama

  • @mbngcobo6526
    @mbngcobo6526 2 ปีที่แล้ว +1

    Mpunga ye sintu if bakuphika kini, wakhula uwumlanjwane, baba washona kudala. Ungasvumela yin iskhwama sasekhaya kobaba? If yes kuzokwenzek kanjan coz bangiphik and worse part ngina 25 years ngingabazi. Akaze ngibabon abasekhaya kobaba selokhu ngazalwa

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว

      Waphikwa abaphilayo,abaphansi kushuthi bayakwazi ungowabo ingakho bekwazi nokudlulisela isiphiwo sokwelapha kuwe.futhi okungenzeka yisu labo luveza ukuthi ungowabo.iskhwama ungasemukela kepha ebese kulandelwa imigudu ngoba kuyinhlamba ukuphika ingane Kanti ngeyakho ngampela.

    • @mbngcobo6526
      @mbngcobo6526 2 ปีที่แล้ว

      @@sybongawiseman7565 inkinga ukuth angibazi abantu bakulesisinongo. Akaze ngababon selokhu ngazalwa. Mangase kuthiwe angihambe ngyobabheka angazi nokuth ngingahamb bheke ngakuphi. Abazal bam bashona bonke.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว

      @@mbngcobo6526 Ngyaxolisa kakhulu ukuzwa lokhu.mhlampe ngicela ukubuza ukuthi wazi kanjani ukuthi uneskhwama onikwa sona,ngabe uyaphupha kumbe uthole kumelaphi wendabuko?

    • @mbngcobo6526
      @mbngcobo6526 2 ปีที่แล้ว

      @@sybongawiseman7565 babengihlola but ngoku femba kwakhulum gogo ukuth kunekhehla lase khaya kobaba elalinyanga lifuna ukuth ngithathe izikhwama but akumele ngizithathe . Yooh ngadideka lapho

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว

      @@mbngcobo6526 Ngyakuzwa noma ngidideka ekutheni liduma uthathe izikhwama but akumele uzithathe,ngyadideka lapho.kumele ke uye komunye ozokubhekela uzame ukifakazisa lenkulumo,bese uphahla ulandele lemiyalelo ebekwa iMpunga yeSintu ngoba kuyasebenza ngempela.ngenxa yokuthi asilwazi uhlobo lwemimoya Uma unayo ungake usebenzise izibani ezimbili ezimhlophe,noma kube esimhlophe nesiphuzi(Yellow)kulezibani awubizi Gama lamuntu uzothi nje Nina basekuthenini Nani Nina basekuthenini ebese ucela ukuba bakhukhanyisele mayelana nayo inkulumo leyo oyizwayo.kuyobe sekucaca emaphusheni ucele nezibonakaliso.lo ofuna ukukbuka uyoqhamuka akhulume uma uyilandele kahle lemigudu.uyazithoba phambi kwezibani Uma uqeda kucela awuvesani nje usukume uyalinda mhlampe umzuzu nje bese sewungasuka ezibanini.ngyethemba uzosizakala.

  • @nkosingiphilengcobo8885
    @nkosingiphilengcobo8885 2 ปีที่แล้ว +1

    Cha indaba yesikhindi ngiyayala. Sasikuphi isikhindi emandulo

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

    UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,Psalms 37:29,futhi uNkulunkulu mdali akazange athi abantu bakhe mabaphahle, benze umsamo ngamasiko kodwa uthi sithembale kuye Proverbs 3:5-6,18:10.

    • @Sibusiso101
      @Sibusiso101 2 ปีที่แล้ว +11

      Cha makholwa avenisibanga isicefe, nifunani nje kuma channels akhuluma ngezinto eningahambiselani nazo, iyanibhora yini inkolo yenu?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

      @@Sibusiso101 Bonke abantu abaka Nkulunkulu futhi ufuna abantu bakhe balazi iqiniso 1thimoty 2:3-4.

    • @thabangmotlanthe1167
      @thabangmotlanthe1167 2 ปีที่แล้ว +5

      Stop calling yourself Mngomezulu then!

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

      @@thabangmotlanthe1167 Your mean God is wrong?if so who is right?

    • @simplyandrandomlysane8208
      @simplyandrandomlysane8208 2 ปีที่แล้ว

      Manje pho?

  • @lebohangpatrickmoloi955
    @lebohangpatrickmoloi955 ปีที่แล้ว

    Thanks.